Umkhosi Welembe

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 10 ก.ย. 2024

ความคิดเห็น • 11

  • @thembimaseko4756
    @thembimaseko4756 ปีที่แล้ว +2

    Kuyancomeka Zulu.Phila mntaka Buthelezi ukuze inkosi incele ukuze isihole ngokuhlakanipha nangenhlonipho

  • @BuhlebzNetwork
    @BuhlebzNetwork ปีที่แล้ว +3

    Nginethemba elikhulu ngeSilo sethu Zulu kukhulu okuhle okuzayo lezivunguvungu zikhomba lokho ngimuzwe kahle mayethi sinomhlaba omningi okumele wondle isizwe singalambi sinomhlaba lomhlaba awakhe izimboni kulinywe kusetshenziswe nobuxhakaxhaka besimanje ukwenza eminye imikhiqizo sikhona ezindaweni zamakhosi ubuningi bethu nomhlaba wethu awusisebenzele laba abakhe kumhlaba oseduze nolwandle akebecabange indlela yokuthi zihehe abavakashi ngiyethemba ongangangezwe lakhe njengomholi wesimanje nofundile uzokubeka eqhulwini lokhu ukuze isizwe sakhe sithuthuke intsha ithole imisebenzi khona ezindaweni zethu ngoba ayikho into engenza ukuthi uCoca cola engavuli ibhulentshi yakhe Olundi, KwaNongoma, eFilidi noma eMtuba nakwezinye izindawo uhulumeni waKwaZulu Natal yena asize ngokulungisa izindlela nokunye ukuze umnotho wesifundazwe usabalale ungapheleli eThekwini and asisekho isidingo sokuyombondelana emadolobheni sigcine sesifunda ubugebengu kanti uma usebenza emakhaya ngeke ugebenge abantu okhule nabo and nemali iyosebenza ukuthuthukisa amakhaya hayi abantu bama rent njengoba sifa ukukhokha lapha emadolobheni.

  • @qondysibiya4785
    @qondysibiya4785 ปีที่แล้ว

    Uphi undlunkulu wahamba yodwa umdlokombane

  • @insimumedicalgroup911
    @insimumedicalgroup911 ปีที่แล้ว +2

    Zulu omnyama ondlela

  • @nelliejones1812
    @nelliejones1812 ปีที่แล้ว +1

    Thanks for posting this video!❤️🥰❤️🥰❤️🥰❤️🥰😍🥰❤️#ZULU4EVER

  • @sizosibande8504
    @sizosibande8504 ปีที่แล้ว +1

    ❤️❤️❤️🤝❤️❤️❤️

  • @cornelianene9005
    @cornelianene9005 ปีที่แล้ว +1

    Khuphuka Zulu khuphuka

  • @thembelihlembona4117
    @thembelihlembona4117 ปีที่แล้ว +1

    Zulu phambili mazulu

  • @siphovilakazi6117
    @siphovilakazi6117 ปีที่แล้ว

    ZULU KAMALANDELA .

  • @happinessnonhlanhoa1966
    @happinessnonhlanhoa1966 ปีที่แล้ว

    Hlangana Zulu

  • @diapomathole8325
    @diapomathole8325 ปีที่แล้ว

    I hear women undulating. Equality?