Isuse umsindo eyokugqoza kwentuthuko kwa Nangoma

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 21 พ.ค. 2024

ความคิดเห็น • 46

  • @mzilangwenkosi3533

    Mina nje ngeke ngasazibandakanya ne IFP ngoba ihlangene ne Da yabelungu izothi isuka inikeze i Da wonke lamavoti ethu njenge Eff yayinikeza i Da amavoti abantu bayo, mina nje kulokhu ngiyovotela i MK viva Babu Jacob Zuma Msholozi viva. Ingiphoxile i Ifp ngokwamukela ukuthengwa abelungu 😢

  • @kamaveetv9457

    Yabona bafwethu nidlala ngezingane uMgibe noDubula nesaba iqiniso before democracy kuyaziwa yini ebiphethe KwaNongoma and after democracy kwaphatha bona kwafika maselifone 1994 bayadingeka abantu abanjena abazoqonda nqo ayidingi protocol lento kumele Phakela akucacise ukuthi uphethe izinsizwa zeqembu elithize ngoba utshengisa ukungaqondi ukuthi izinsizwa zigcwele kuwona onke amaqembu kodwa yena usha amashushu neqembu elithile uthini ngalezinsizwa ezingelina iqembu lakhe

  • @simphiwebuthelezi5022

    Kahle inkatha iphathe since 1994 kzn as a whole, yaphinda yaphatha until 2016 or something (yabuya futhi) manje noma ingasaphethe umaspala but bekade bephethe nje recently until Mr Mncwango removed

  • @phumlanivilakazi

    Mgibe ngicela ukubuza bhuti njengoba ukhuluma kakhulu uyayazi yini induku uyamazi yini uphakela umthakathi ngidinwa indlela okhuluma ngayo uyazi nami wemgibe ngyakucela kumgangela uke uthi ukusondela eduze kwami bhuti sibonane khona uzomazi omunye umuntu

  • @ntombifuthimthabela672

    Uyayithanda yini wena njengoba umubi kanjena.Wii Mgibe😂😂😂

  • @robertmaqinga5177

    Yini vele omgibe bedelele kanje

  • @innocentndimande5165

    uPhakela isagila uzasidedela ekhanda lendoda 😂😂😂

  • @GoodenoughKhanyisani-og3dr

    Mgibe qhawe hlonipha umhlaba awukho wedwa la

  • @ThulaniMsizi

    Ngifuna nje uchallage isikhundla sikaNgizwe wePhakela siyaflotha lesiyaskhundla

  • @zothahneliswa1686

    Ubafuna eduze uphakela🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣sondelani eduze madoda kuxoxwe🤣🤣🤣🤣🤣

  • @HappinessMhlongo

    Thank you shwi wakhulumisa okwendoda

  • @HappinessMhlongo

    Asivikelane m combrate Nathi besingenawo amanzi Kahle izwelonke besikhala ngamanzi kodwa sekulungile nakini kuzolunga manikhuluma nezinhlaka

  • @NhlanhlaSibiya-ee1zm

    Angeke yini imiphakathi yonke, ,(Zulu, Pondo, Tswana njalonjalo) bahlangane ngezigodi, bacele amaqembu amyama ahlangane ephalamende bavote ndawonye kule yokubuyiswa kwezwe. Amaqembyu athathe lesicelo esisodwa somphakathi through Izinduna/Amakhosi/Isilo ngesizwe ngesizwe. Bayekwe Abantu bavotele amaqembu abawathanthandayi ukuze ubukhosi bungachemi ngokwamaqembu. Ngingathanda ngelinye ilanga ukuzwa u live ukhuluma ngalesihloko. Isilo zibize abaholi bamaqembu zizothulo isicelo esiphuma kuzizwe ezahlukune. Lapho benxusa khona ukwakhiwe kwendlu yobuholi bendabuko bese ngezansi kwayo kubekhona lohulumeñi ozosebenzela Amakhosi ezweni lawo selibuyile ngevoti. Sibalekele lokuqhakambisa amaqembu sengathi sikhonza indawo emaqenjini Kanti indawo siyikhonza emakhosini.

  • @ngcebosiyaya5992

    Le discussion uma ingaqhubeka ingayekwa la ezikhundlen zokuxhumana abantu bangasizakala kwaNongoma.

  • @thokozanithwala8569

    Usekhuluma Kahle uPhakela but ubeshwabulela oMgibe mina ngcela uPhakela ngoba ungumdidiyeli wamabutho asebkhosini angakubuqhakambisi ubuqembu nje qha

  • @user-wh7vm9ys6l

    Aiy wena Mgibe usulibele ukudlala manje😂😂😂

  • @sizwesamadinekamlambo9376

    Akumele kukhulunywe iqiniso ngoba siya okhethweni

  • @thokozanithwala8569

    Mgibe uyazhlanyela nje umfoka Nyawo kodwa kungconywana ke la kodwa ke phela kusebsika kwehlile ukhlanya😂😂😂😂

  • @user-uq1ye6kd9i

    Nibhedanonke nina ngezindlela ezihlukene

  • @khanyisiledladla9924

    😂😂😂😂😂😂mgibe mfethu