UMavava ubona impilo ka Ngizwe isengozini ngokugxibha abaholi

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 5 ต.ค. 2024

ความคิดเห็น • 32

  • @Khanyisa-gv1tk
    @Khanyisa-gv1tk 4 หลายเดือนก่อน +1

    UMchunu akenzanga kahle uhlulekile ukuchema udlalele ezitsheni ezifayo kushuthi wayethi ulwela uBabu Nxamalala kanti usenza izilima ulandela ibhodwe elinconsayo

  • @vincentdlamini4062
    @vincentdlamini4062 4 หลายเดือนก่อน +3

    Gud session bafethu qhubekan kuhle enikhuluma ngako..uMacingwane usenkingeni futhi usengozin enkulu ngenxa yezenzo zakhe..uyaludinga usizo impela ..olusheshayo futhi

    • @sandile988
      @sandile988 4 หลายเดือนก่อน

      Sekulater ungizwe asazojeza ngb akafuni ukwelashwa

  • @davidbongani7761
    @davidbongani7761 4 หลายเดือนก่อน +1

    Ungizwe akekho akekho wrong ngokuya ku, ANC , Kodwa into e, wrong ayenzile into yokusebenzisa isikhundla ngendlela e, wrong

  • @GrandCentralPlace
    @GrandCentralPlace 4 หลายเดือนก่อน +1

    Owumngani wakhe akahlehle ngoba usefana nenkabi,into ekhishelwa imali esheshayo,

  • @NhlanhlaMngadi-rq8dz
    @NhlanhlaMngadi-rq8dz 4 หลายเดือนก่อน

    Papa G bhuti ubaba akakaze asolwe uNgizwe uyazibhayizela nje ngokwakhe

  • @VUSUMUZIMngoma
    @VUSUMUZIMngoma 4 หลายเดือนก่อน +4

    Bhuti mavava ,yayiqonda imbono yakho ,ichunu lidinga ukuhlalwa nalo phansi lotshelwe liyiyek lento

  • @SibonisoTrevor
    @SibonisoTrevor 4 หลายเดือนก่อน

    😂😂aii uhlanya umkhaya wakho Mavava

  • @thenjiweKhumalo-m1r
    @thenjiweKhumalo-m1r 4 หลายเดือนก่อน +2

    Emva kwama elections uzowabhadala ngani lama body guard ngoba kuyobe sekuphelile ngaye 😂😂😂😂

  • @dumisanicele2271
    @dumisanicele2271 4 หลายเดือนก่อน

    Papa G. uMchunu wamoshwa yithi njengabantu kuze kuzofika ekutheni iSilo siyambeka nje ubevele ekade azibeka nathi sagigitheka sashayizandla. Ukhona umuntu osile okungathiwa uphethwe uNgizwe???

  • @thembelanimzwandile7564
    @thembelanimzwandile7564 4 หลายเดือนก่อน

    Ukhon yin umuntu osangaphila no Ngizwe amethembe ngempilo yakhe kumele uphile naye ungamthembi ngoba engakudayisa

  • @sithembisomtshali3412
    @sithembisomtshali3412 4 หลายเดือนก่อน +1

    Ningamagwala madoda,myekeni ungizwe

  • @ChristopherTembe
    @ChristopherTembe 4 หลายเดือนก่อน

    Geh Ngcobo yena nathula ngaye nangasholutho ?

  • @HloniphaniMsomi
    @HloniphaniMsomi 4 หลายเดือนก่อน

    Bhuti skhakhane ngyabonga amazwi akho mina ngifundelukhulu kuwe

  • @LungileCynthia-xj9kl
    @LungileCynthia-xj9kl 4 หลายเดือนก่อน

    Nizolibona ePhalamende iChunu🤞😂

  • @saragora3331
    @saragora3331 4 หลายเดือนก่อน

    Ngabe ubani labantu, angibazi. Kodwa lona okuthiwa uMavava ukukhuluma into enengqondo. Uma sonke sizothengwa ngemali ukwenza izinto ezibhedayo, ngeke lisalawuleka izwe.

  • @toddahmusicproductionspubl9775
    @toddahmusicproductionspubl9775 4 หลายเดือนก่อน

    Mavava ngikwethulela isiqoko

  • @MlamuliMemela
    @MlamuliMemela 4 หลายเดือนก่อน +1

    Kusho ukuthi ungizwe Nawe angakubulalisa if uwumngani wakhe uyigozi ngempela lomuntu ngenxa yesisu

  • @MpiloGama-mp5ti
    @MpiloGama-mp5ti 4 หลายเดือนก่อน

    Akacabangi longizwe wakhona

  • @smangelezungu6852
    @smangelezungu6852 4 หลายเดือนก่อน +1

    Impilitiki injalo bafo singekubalekele lokho inking kangizwe ukumenemene akwenzayo

  • @sithembisomtshali3412
    @sithembisomtshali3412 4 หลายเดือนก่อน +1

    Yimiphi leyominyango baba siye kuyo

  • @XolaniNzama-y1l
    @XolaniNzama-y1l 4 หลายเดือนก่อน +1

    Udlale uBheki Cele, uNgizwe

  • @siphathisiwemoyo5360
    @siphathisiwemoyo5360 4 หลายเดือนก่อน

    NGIYAYITHANDA LENXOXO ISHODA NGOKHAMBA KESIYETSHISE EKANGIZWE

  • @nkunzemnyama
    @nkunzemnyama 4 หลายเดือนก่อน

    U Ngezwe use Babylon (ekuthunjweni) akazenzi uthunjwe yindlala nkosi yami

  • @siyabongadlamini8355
    @siyabongadlamini8355 4 หลายเดือนก่อน

    I PApa G akanamqolo naye lento youkuthatha imali esimeni esibucayi. Lento akayishoyo ifana nokuthi engadayisa ngesizwe sonke ngenxa yesisu. Abantu abangadingeki abacabanga ngezisu bonke laba abacabanga njengo ngizwe. Abantu abesilo ayi abangizwe ungizwe yebo engiyithatha imali kodwa ayi uma ezoyithathela ukuheha abantu ukuthibevotele iqembu elithile

  • @JabulileCabangileNdlazi
    @JabulileCabangileNdlazi 4 หลายเดือนก่อน

    Vele ungizwe ukhokhelwe akijiki lokho

  • @sibongileviolet887
    @sibongileviolet887 4 หลายเดือนก่อน

    Usile uNgizwe, uzibizele yonke lento

  • @PhilipMaqwelana
    @PhilipMaqwelana 4 หลายเดือนก่อน

    Ngizwe have a right to choose for himself.ninobuhlanga Nina,hambani noZuma nizokhala

    • @SibonisoTrevor
      @SibonisoTrevor 4 หลายเดือนก่อน +1

      Kshuthi awuzwa kahle la emadleneni akho wena akushiwo ukuthi akahambe no Zuma ngenkani kthiwa akayeke ukudelela abantu noma aphoxe omkhaya bakhe ngenxa yemali manje wena nje u out kulenkulumo uyafana nje naye lo Ngizwe kushiwo lokhu wena usho okwakho

  • @dudutholo9546
    @dudutholo9546 4 หลายเดือนก่อน

    vele umuntu nasozondlula emhlabeni wenza nje...nothing new

  • @NyakenyeMnoneleli
    @NyakenyeMnoneleli 4 หลายเดือนก่อน +1

    Ngizwe uryt impela bafo ningamane nikhulume bafo

    • @zandilebohale5481
      @zandilebohale5481 4 หลายเดือนก่อน

      😂😂😂😂😂😂😂😂😂