Lobaba mehlakaniphile lomama omncane akekho right yophaphama uhamba nge anda yodwa baba uzophika nabafazi base thekwin lobaba isgebengu nje esikhulu futhi sengidabukela izingane nje shem yaz
Tata loo akaba treat ngokufanayo xa kuthetha loo umdala uyangxola udemander ukuhlonitshwa loo uthetha njeeeeee Useless marn loo Udlala ngabantwana babulala ngendlala ngenxa ka Nondatshaza ongazelanga
Baba lomfazi wakho wesibili u delela u mamkhulu kubuhlungu uyazi,,ushiye nabantwana nge ndaba yaka lo u clever,,baba please unga lahli abantwana bcs of i clever leyo,uzokushiya ukhamisili🤞 Mark my words
What kind of a man is this? He fails to take care of his children and eife for one arrogant woman. Now he appears like a fool in front of us all. I am happy Blagtv did this beautiful work, i so hope that this man will keep his promise.
uMamncane uyeyana yooo,am uyazi ukuthi uthembeni kodwa unkulunkulu ukhona,he’s still sitting on the throne,whatever umamncane used on him izophela one day,it shall be well mamkhulu,kozolunga sis,indoda idlisiwe useqedile ngayo umamncane
Aaaaaay ngeke uybukwana angimthandi uyidlisile lendoda😢
Hai mamncane uydlisile straight lendoda
😅😅😅😅😅Ayikh lent yakho baba kulahla igazi lakho ngonondindwa ongazali mxm udlisiw wena😢😢😢
Jah udlisiwe ubaba kdwa sbaningi sidlisiwe
Sisiyoyoyo sendoda esi sincame abantwana baso ngenxaye nkazana mxm
🤣🤣🤣🤣 ungihlekiselan kd
@@musamajiya4709 nyani yhoo
Uwudle nephepha
South Africa ngenelela ngale ngane kaMetric ngikufisela inhlanhla ngane ka mamkhulu uzophuma osizini ngalelo lahle lakho❤❤❤❤❤❤
❤
I saw that girl ...engathi angaluthola usizo😢
Nkosi kunjalo 😢
Lobaba mehlakaniphile lomama omncane akekho right yophaphama uhamba nge anda yodwa baba uzophika nabafazi base thekwin lobaba isgebengu nje esikhulu futhi sengidabukela izingane nje shem yaz
Ufunimpama lobaba kubalulekile nje endlini kuvulwe iground kuliwe nje nyii
Tata yondlo abantwana bafanise abafazi bakho, Lo umncane akakho right tu
Akalungile lobaba..uyacika nje..ngokungazondli ingane zakhe noma ngabe akasamfuni umfaz omdala esethole elasemadolobheni..izingane zibalulekile .izona ezomondla bengasekho labafaz basedolobheni
Baba ingane azilutho ngaphandle kwakho khumbula zikhona emhlabeni kungenxa yakho lomfazi wakho wesibili akayena umfazi uqobo
Tata loo akaba treat ngokufanayo xa kuthetha loo umdala uyangxola udemander ukuhlonitshwa loo uthetha njeeeeee
Useless marn loo
Udlala ngabantwana babulala ngendlala ngenxa ka Nondatshaza ongazelanga
Baba lomfazi wakho wesibili u delela u mamkhulu kubuhlungu uyazi,,ushiye nabantwana nge ndaba yaka lo u clever,,baba please unga lahli abantwana bcs of i clever leyo,uzokushiya ukhamisili🤞 Mark my words
Vele loclever uyedelela njengoba engasazondli nezingane
Lubaba doti nalesfebe ah Jesoo ma mkhulu phuma kulomsangano wamthakatha lubaba
Weeeh jesu shiya lendoda Mamkhulu nkosiyami
😢😢😢😢
Mhamkhulu phuma kwababantu bahlangene ngawe yiyeke le ndoda yakho itshalwa ngempumlo ngumhamncinci uyidlise uyigqibile. Phuma cc kwababantu inyembezi ukleva zesilima ziyamnetha ukleva
Lesson learned
Funda uzisebenzele makufika izimo ezinje upakishe imithwalo yakho.
All the best mamkhulu nabantwana❤
Isdom sendoda lesi...he can't even solve problems regarding himself 💔
Mamkhulu shiya le ndoda izakukhumbula mhla iphela mandla.seshiywe nangulomfazi wakhe wephepha.coz uyabonakala lo uhambisa ixesha ngendoda yakho
Akusiyona Indoda le siyoyoyo nje ungalahla izingane zakho ukhethe umfazi hhayi cha,👏
Cha wena Baba uthando lo omncane finish makukhuluma omncane uyathul omdala uyakhomba hhy shame uyahluleka
Mamkhulu shiya ushidi phansi umyeke . Lomkhufefe uzozisola kusasa zizokhula lezingane.
Angimshiye mamkhulu isilima lesi
Akundoda le indlile futhi ize ingodli ingane zayo iyanyanyisa shame nalomaNdlovu wayo
Yhoo waze wathakatha. Umndlisile si yho yho haa
Mamkhulu hamba mama uyozikhulisela izingane zakho lesisiyoyoyo sendoda esidlisiwe siyophapham lomfazi wephapha esemqothul yapgel imali kwanaye engasenalutho
Haaa leli tymer inkunzi lol , hamban nongenzela ukudla yaphela ifyt 😂😂😂😂😂😂
Umamncane kodwa uyozisola uma zaza usekushiyile,izinkinga zilungiswa ngomlomo hayi nge sthembu,awuyona indoda yokuthatha isthembu,baba uyisehluleki
Mamkhulu shiya lendoda ...kodwa uyokukhumbula ngelinye ilanga... Engasekho umamncane
Yin engasho kumamncane ukuthi Thulawena😭😭😭💔weeee ngzoshona la.
Yhooooo kuvele kuthiwe hambani bavele bathi thwashu yebo baba soze ndilunge mntaka Tshezi 😢😢😂😂😂
Nice one mellow part 2 nicely handled
What kind of a man is this? He fails to take care of his children and eife for one arrogant woman. Now he appears like a fool in front of us all. I am happy Blagtv did this beautiful work, i so hope that this man will keep his promise.
When l see these stories , kuvele kucace ukuthi ngeke sikhuphuke njengabantu abansundu🤦🏾♀️
Umamkhulu uyangena yini ukushiya ayoqala phansi impilo ,kunzima khona kodwa kuyaqaleka phansi 💔
And usamncane u fresh umamkhulu ❤❤
Lutho akwenziwa nje kanjalo aksiwo umjolo lona ushado amaphutha nje okumele babambane kuwo indoda ifunde emaphutheni ibeke bobabili phambili, lena yokshiya chaa umuzi uyalungiswa inkinga ziyalungiswa nje konke nokwama Card.
@@Gatsheni-81ngeke bhuti, kuyophuma sdumbu phela la, coz lobaba uyamuzwa akayingeni nje and umamkhulu uphansi, mazaza nje licili
Muhle futhi mamkhulu
. hayibo labafazi.kuphele amadoda yini e south.africa uma belandela indoda eyodwa @@portiaroye4410
Isiphukuphuku sendoda silahla izingane zaso ngezifebe
Yoh yoh yoh yoh🙆🙆🙆ngeke mamkhulu shiya phansi lento uyofa nini iloqovomsi ngeke
😂😂😂😂😂😂hambani niyongilungisela ukudla, bathi lacu kubo bobabili😂😂😂😂😂😂haibo yebo Baba😂😂😂😂😂
😂😂😂😂yhoo kwathi ngihayize mayekhuluma kanje lomfo.sengathi uxosha izinja
😂😂😂😂 balandelana ngathi abakaze befuna ukushayana 😂😂😂😂Kaze ngekebefiki bashaya endlini 😮😮😮😮
So iwona muzi abahlala kuwo lo abangena kuwo??? Angikho lapho ngiyamdabukela umamkhulu bakithi
Nkosym Mamkhulu, ngizwelana nawe akuyona indoda lena ngamanyala.sengidabukela izingane ukufelwa uyise wazo esaphila😢
👌 wow❤ mamelo gud cc ndiyathanda masowuteta ngabantwana ngoba abenzanga nto for usafara ngenxa yomamncane
Syabonga ngo Part 2 izindaba akufanele zishiywe zingaphelile.
Mamncane. ...limenemene..showing humbleness in front of ubaba season 1 wayegeza eganga impela...hai baba I am worried ngawe zozisola
Efitlhile,blaglife TV sharpa stofoza sharpaaa,,,💪
Nansi isiphukuphuku sendoda😢😢😢 yini yonale!
Mamkhulu shiya lodoti wale ndoda yayibona nje ukuthi mamncane uhamba phambili nekhadi lihlala kuyo akukho Mali wayithola la usemncane kabi ukuthi ungahlukezwa indoda kanje kodwa iyokukhumbula 1day ngoba uyambona nje mamncane nondidwa lo
Bengeke ngilungise kwakudla nganya ngobubi mthakathi wendoda benza ziyoyoyo
Nam shame bengeke nje bekuzoya loNogolantethe wamagogosi skhohlakali😂😂😂
Usuthi iStay soft loBaba, waze wakhohlakala uMamncane😢
Education comes first ebantwaneni Bandla ..🥺😭😭😭😭yhooo makayombamba support yhini kwakhe kwabhalwa ngelahle..Akananimba losisi yhii
Udlisiwe lobaba. Nicely nisize mama aye kwi family court, ondle izingane. Akusanandoda la
Mamkhulu phuma kulomshado umfazi wephepha lo ukwazi kakhulu ukukhuluma nalendoda yakho eyokukhumbula mhla ificwa ukugula,uze ungavumi ngisho ukuhlala phansi uma isifile,phuma uyosebenza ukhulise izingane zakho into ejwayelekile le omama abaningi bazikhulisele bona izingane zabo indoda namaphenti sis umxabanisi
Angikaze ngiyibone ndoda eyisilima kk anje😮😮😮
Ingase ngimvukuze ngempama lo baba
Ayi uhlaza nje umamncane,udlala ngomama wabantu,uzophendula u NKULUNKULU eZulwini,ungaphatheki kabi Mamkhulu
Gayi baba awufuni nokuthi awuvule umlomo ngendlela ongasamfuni ngayo,izingane ziyafa indlala,and uyaqhosha uma zaza ukuthi uyakhishwa yena futhi yena aye e mabhishi yhoo waze wakhohlakala mamncane kazi wethembeni kangaka
Welele amadoda enu😂😂😂😂ngakuzwela mamkhulu nkosiyami😊
Waze wangcola mntongu Tata yhiiiiii awusemdala
Love how the presenter jokes around nd the way she handles the situation
Webaba uMkhize uzokubulala lowo mfazi wakho wephepha qede asale adle imali yezingane zakho
Futhi she's up to nonsense lo
Mamellow and Stufuza ngiyanithanda niyezwa❤❤❤
Sidididi sesiyoyoyo sendoda sidlisiwe lomqwayto wezibuko mkhaya wam mamkhulu phuma lendoda babuyisi baphambili zokhumbula zoqothula kuqede lomfazi wephepha ngaziwa nayidlozi lesiyoyo sendoda silahlwe baphansi
Yeyi mamkhulu yini ngempela oyihlalele ku lendoda enje😮
Phela Mina angikaze ngishade😅😅 kant ubaba uyawazi amaphenti!! Usephike!!!
😂😂😂😂😂😂ayi kodwa Mamelo usenzani ngempela si SA (hlalani phansi bafazi ) yebo baba 😂😂😂😂😂
Lendoda idliswe umamncane ayimthethisi ithethisa umamkhulu mamkhulu akabuyele emakhaya usazokhala lobaba ngoba isigebengu lomamncane
Kubuhlungu ngoba umamkhulu ngathi ilenhlobo eth ngzoyaphi sengzele kulomuzi kodwa ebe ebona ukt akathandwa indoda izwa ngomamncane
Indoda umaidlisiwe kubuhlungu...kushukuti usefile kodwa umphefumulo usekhona mzimbeni,sekayiZombie...ubhuti wami eadliswa 1977 fresh from university wasi nyanya sonke abantu bakibo ...isikhathi sedliso saphela 2017 after 40yrs yena washona same year idliso masihela
uMamncane uyeyana yooo,am uyazi ukuthi uthembeni kodwa unkulunkulu ukhona,he’s still sitting on the throne,whatever umamncane used on him izophela one day,it shall be well mamkhulu,kozolunga sis,indoda idlisiwe useqedile ngayo umamncane
Ubaba yena kahle kahle angasamfuni umamkhulu
True
@@Ttouch123 🤣🤣🤣🤣🤣
😂😂😂😂😂😂@@Ttouch123
Anibheke lesiyoyoyo. Kube sithathe udadewethu besizowukhomba umuzi onotshwala🤞
Njengoba bengabuyi kolungisa ukudla inoba abasalwi Bayancokola pha ngaphakathi 😂😂😂😂
Yazi ndi cinge uba abafikanga balwa na 🤣🤣🤣🤣bemke ebethi Yebo Baba
Bazobhunyelana ngamafutha ashisayo😂😂😂
Yaze yamihle imibuzo yakho maZondie mayelana nezingane❤❤❤❤
Uyabona lofazi omncane kunamagama awashilo uthi uzobasa ilahle abhale umatric ngalo lalelake nondweshu kamama usuthinte izmbokodo ngalamazwi phambili ngopart 3 kwenziwe follow up.
Yoooo kwaze kwanzima unyamezela bawo soze
Ai Cc yabona ngampela lamagama ewakhulmile lentondolo awamnandi ayazwela ngaksho kanjani ngampela lento oysho enganeni ube uyiphuca lungelo layo lokfunda phambili ngampela ngoPart 3🎉
Nam ndithi phambili kumele asapote ingane zakhe lo
Phambi kwendoda yathula duu ngengane zakho?
Ayi yena ukhulume kabi kodwa ngi undrestandile imvamisa abantu abangenangane banezinhliziyo ezimbi banonya akuwona amagama angaphuma kumuntu wesifazane lawana lento yenza sìnesabe bantu besifazane mina ngike ngahlala no Aunt ngahlala nomalumekazi ngafunda lapho ukuthi osisi abangenayo inzalo banesihluku ungashokanjani ukuthi ingane ayibhale ngelahle ukube kuyenzeka ngabe asinibhanqi bantu besimame kodwa siyehluleka futhi ngeke nawe uma ithi indodayakho uwewedwa inamanga siyizinja nje ezinganeliseki ezihalayo sixoleleni
In Zulu nation is part of respect to izaza while you in serious conversation,nawe tata uyakhetha kodwa ungu farm junior 😊😅😅😊
Yaztshela mamncan ngezibuko shym😮😮
Iphinifa alilodwa kulo sisi wezibuko,leli ayeligqoke day 1...
😂😂😂
Isilima sendoda, sikhetha logogo omubi wezibuko kunezingane zakhe....umdlisile lomubiza pho bayathakatha abantu ababi.
Baba uyozikhumbula ingane zakho yekela Lo mfazi wedolobheni imali ngeye ngane zakho usebenzela zona baba
Lobaba ngumhalela ngempama😢ncese mamkhulu ❤️
Waze wasilima wekhabazela wakhona ongawaphy syekhona sphukuphuku sendoda ndoda bani nje yonale elahla iyngane Zayo ngoba ichazwa ukubizwa nge cthandwa 😂
Dankoo for season 2,sifuna lyf
Gogo wezibuko uyinkinga stru
Ngyakthanda lungstaaa u are a star ⭐❤
Mamkhulu yeka lendoda ayisaku thandi ithqthekile hilo mamqcane abatwana abawondliwa😢😢😢😮
Uqinisile
Kodwa lobaba uhlanganaphi nesthembu...Mina ngazi ukuthi ngesendoda esuthayo engasweli...leligogogo abalifulathele ngyethemba akuwo umuzi wakhe...😢😢😢😢😢
Aw kodwa MaZondi ave umuhke kodwa mama .. labo mama bangaweli nje kuwen bangazi bakulimaze umuhle knaje Mamello Zondi 😂😂
😂😂😂😂😂😂😂futhi bazomupitshiza nkosyami lezinhlanya😅
Cha lobaba mubi futhi😢uhlukumeza mamkhulu nezingane😢😢😢😢😢ayikho ndlela esingenza ngayo bahlali sisize izingane
Danko for part 2
Isiyoyoyo lesi bathi jump athi how high
Udoti kababa lo
Isiyoyo sendoda lesi isiphapha nonondondwa basethekwini liphara leli lomomncane
Buka nje amazaza everyday angacacile
Yhooo ayi bayabekezela amanyala abanye abafazi
Bengingave ngizomshaya umamcane bengizoze ngimpeke sesisendlini sobabili iyoo ithuba lakho leli mamkhulu Shaya lonondondwa wesela
Asise lambe nesisithembu rhaaa ,usile udibene nale side chicken yamazaza 🕶️😎🕶️
UMamncane uyaphuzaa nje yingakho afak iZaza 😹😂😅🤣 she's Bhabhalazing this one
Uyaytshuna phela 😂
@@BahleSobahle-yk4qm 🤣😹😅😅
"Ayithathe iLahle iBhale"😭😭😭😭😭.
Lapho wazikahle iMali yePen ikhona uyayitya
Tnx ngopart2
Yabona nina anihambe niyongilungisela ukudla "Yebo Baba"😂😂😂 HAY indoda yamaphenti
Mamkhulu shiya esisyoyoyo sendoda embiii
Kuyasinda kulo Baba ,umfaz wesbini Wani ungondli ngane zakho🐆🐆🐆🐆
Lomma omncane uyanyanyisa fti nje kukhona akwenzile kulo baba
Hi cc Siyabonga ngokusiphindela uhlelo.
Mkhulu into engingayishonje hamba uye kobopha lendoda yondle ngenkantolo into engakhulumisi leyo vesi wayekufihlile kulonondindwa wakhe 😢😢😢bonke banjalo nowami ubaba wayenje 😭😭😭😭
Yess wamfihla kuyasho loku okuncane,wangaphikisa lutho uBaba eii uyangdina bandla loBaba naloMakoti wakhe omncane...😏
sthuthuthu lo baba haai sukaaa
Udlalidliso lobaba umndeni wakhe awumsukumele
Last time i watch this soap it was kwakhala nyonin between mfaniseni madlanduna and beauty and manxumalo😢
Ngsacel ninghlanganise nomamkhulu ang’ganiwe ayikho into ayhlalele kulomsangano wobudlelwane
Nami angiganile😭
@@MAKALUH23 😂😂😂😂😂😂😂😂😂
@@SiphoXaba-n5g crc mft😂😂😂
Buye Mumkhulu muhle😂Thatha Bafoza😂😂
@@mpumeeunice8805 Yaz muhl uqedile lokh eyhluphekisa Lana😂😂😂😂
Wow you are the best presenter Mamelo
Kazi kungani amadoda athanda kakhulu abafazi abayinkinga lona ozphethe kahle akanakwa shame bese isudlamlilo yisona esiyintandokazi ewu nkosi uze ungsize mhlazane ngiqonywa ngiqondane nomuntu olungile
@@zamambhele242 eish kyazenzakalela mfth en isphetho sibuhlungu bt ke its life
Uzowukhumbula mndeni wakho baba mhla uphela amandla 🤞
Haibo lotata wathetha ngathi uthetha nabantwana. Usile mos.
Wesdwedwe sendoda udlala ngomama wabantu nalocc oqhoshayo siyadayisana bocc😢
Umqondo walobaba awusebenzi cabanga 😎😎
Izigebengu zetheku 😮😮😮😮😮😮 baba wase uyathula manje😮
This father is so useless, if zulu man are treating their first wife like that , change it
Kanti aliphumi lezaza kumamncane saze satshaaa lizaa😂😂lonto leyo bayathanda ukurhwebhana yimpi ka Tom and Jerry
acting lena
Lo baba udlisiwe laa umkhulu usedlala ngaye kakhulu isithembu asiphatwa kanje😮😮
Besengilindele athathe nawe ubengumfazi wes3😅😂😅 Ave uthobile ngikuthanda ma uhleka kancane😂❤
😂😂😂Wemalo sengathi umdlalo thulani bafazi hambani niyongilungisela ukudla 😂
Mamelo you get 100 percent ku part 2 wale show
Mamkhulu gingqa lobaba ngesbhakela kay-1😂😂
Siyabonga cc ngo part2 yaz nje lobaba umdlisile nje umamncane useyisdumudumu nje yaz yangicika nxi
Amaphenti ayinsila eyi umuntu mayekuloye esebenzis iphenti indoda khohlwa noma iyiphi futhi mhlawumbe nenzalo yakho umuntu uyakwazi ukuyiloya ngephenti ngoba konke kusuka esibelwethweni😮ngyakutshena min kukhona isadla semfene la