Ey sengathi singaba khona isxazululo kuyo yonke lento...iphutha liyenzeka asingajajani bakwethu asizwelane omunye mesezilahlile ngephutha lakhe ...who are we to judge...all of the best my sister ❤
I think he or she meant subtitles, remember we are different nations in south africa, some zulus also watch sesotho podcast ,they also need subtitles let try to accommodate one another
Mama ngeke ukwazi ukulungisa izinto nodade wenu coz namanje usamksola uyamkhulumela which is uyamsukela speak for your self and let her speak for herself. If uthwala kuvele usuke ugcindezela igazi lakho so wenah bewulindele ukuthi isthwalo sakho sizodla ngaphandle yin
Lento ikanje! Lenyanga yathwala ngawe mama. Yathwebula inhlanhla yakho. Inhlanhla yakho isebenzela yena. Hlukana nalenyanga mama. Zikhohlakele izinyanga!!!!!!!!!
😂😂😂Kuyahlekwa noma kufiwe gys hlukanan nezithwalo
Nje
Uba sehlekwa ngamangundwane senze njani ke thina😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Ngyahleka mina wakithi koMaBhedla 😂😂😅
Ay fuseg ngiyahleka mina 😂😂😂😂😂😂😂😂
Happy new year whonkumuntu 🎉🎉🎉❤❤❤😊😊
Unyaka omusha nakuwe ❤❤😂😂
Cha mama ungakhulumi ephutha uwena umbulali nami ngiyavuma umbulali nje
Ohhheee ayyii😂😂😂niyayxoxa iymanga
😂😂😂😂
Wemama khipha loluyakhamba owalugqiba egcekeni😢
"Thatha Lento! ayinabungozi!!!!! ngilunge nginjeee🙌🙌🙌🙌
Siyabonga King
Wena wona waletsa butsakatsi ekhaya. Munye longanisita ngu Jesu kuphela ☝️
Silinde ngamehlo abomvu imihlola esphila kuyo ezweni😢😢😢😢😢
Kubi zalo😢
Udadewenu akathathanga. Ukhamba lwakho mah ludla kwasani egcekeni😢
Yebo umama izinto zakhe lezi ezimoshayo engamfaki udade wabo@@lihlemshengu4360
King mna ndithi ubaba nguyena owaqhatha izingane zakhe kwakumele athi mababambisane anganiki umuntu oyedwa ungthi wena ma inguwe ongnikwa lutho ngabazali kudle wena wedwa ucc wakho akanasothwalo yisithwalo sakho esibulele umuzi ungamfaki udade wenu mama wena zama ulungise wena
Ey sengathi singaba khona isxazululo kuyo yonke lento...iphutha liyenzeka asingajajani bakwethu asizwelane omunye mesezilahlile ngephutha lakhe ...who are we to judge...all of the best my sister ❤
Lento eyenzeka kudadewabo yenziwa isthwalo salomama akangadlali ngodadewabo
You only need the blood of Jesus mama❤
Nsizwa yakaLuqa uluphethe kahle uhlelo keep up the good work
My favorite show❤
Ngiyakuthanda King ulubamba kahle uhlelo wena❤❤
From millionaire to centinaire yoh niyalayeka nina bathwali.😂
Okunyanyisa ukuthi abantu bafela izinto abangazazi emndenini
HAPPY NEW 2025 MY FELLOW MGOSI PEOPLE🎉
Ngathi ungaphinde ulisho lelo
😂😂😂😂
Hello Busie
Bathwali 😂😂
Happy New year maBusi. Sithi thatha lento uzoluza konke, weee babo 🏃🏃🏃🏃
Yini vele eyenza ukuthi udadewenu enganikwa lutho.
Musukukhuluma iphutha mama usukela udadweni nje 😢wuwena owalanda iswane sabhubhisa umndeni 😢
Hahahaha kuyahlekwa noba kufile 😂😂😂 andayihleka eyamagundwane.
My king 👑 watching from Midrand 🎉🎉🎉
😂😂😂😂ziyakhala amagundwane ayahleka
Niyamonqena uYesu kle Khezetheni😂😂😂 yhini umama ehlekwa ngama gundane
Kwaze kwabuhlungu 😮😮yekani ukuthwala njalo kugcina kabi thathani u Jesu christu
Amagundane clapping hands...
Lo mama uyisonakali nje kwaphela. Inkulumo yakhe akukho lapho athi wake wabona khona udade wabo ephethe imithi or enza something kodwa uyasola nje. Kuyacaca akufune lusizo uma esafihla iqiniso .Udade wabo umsulwa kulento yena kumele ngabe uvuma eyokuthi uwubulele umuzi wakwabo. Ngaze ngamzwela udade wabo. King uluphatha kahle uhlelo lwakho but sometimes I do feel like aniyibuzi imibuzo e relevant ,umuntu kumele acabange kaningi uma efuna ukuza ohlelweni lwenu. Ngoba yabona nje lomama iqili leli, futhi ungaze ukholwe ukuthi udade wabo khona into ayenzile. Kuningi akufihlile
Keep up the good work King❤ndizela ukuzobuk wena la
God bless you mtaka baba
😮😮😮I6i=
Waiting ❤
Usbonaphi ukuth siyamamatheka weBhuti Schaka🤣🤣I'm watching from JHB Alberton & Katlehong 🤣🤣
😂😂😂😂ngiyanazi phela
@KingSchakaLuqaTV Ayy impela ngyabona lezonyanga ezilapho sezikuthwasisile wagogoda neer 🤣🤣🤣
Sengimamathekiswa nayi comment yakho
@@diwaunitymasuku4548 Uyacabanga🤣🤣🤣
😊@@KingSchakaLuqaTV
Ive never enjoy a show like this one rats clapping hands and singing n dance😊
Thwalani sozwa ngani umasenibona amagundane ushya izndla bo😅
😂😂😂😂😂
Mxm wena mama unenhliziyo embi nje udadewenu wayengena nkinga nawe indaba iqale kubazali benu benihlukanisa benika wena ifa besephila bangamnika lutho udadewenu ,lee eyokuthi akanabo obababeyngane bamuphika ayngeni ayhlangani naloludaba nenkinga le elethwe uwena egcekeni lakini ujika namanje uzothi naye usathatha into efana neyakho isthwalo intengekho leyo udadewenu ushawa isthwalosakho slima phela wena nodadewenu niphuma sisusinye sendelinye inyanga yakho ayiktshele iqiniso qha
😅😅😅😅😅😅😅yhooooo awusandihlekisi from Cape Town😂😂😂😂😂
@@ZikhonaGongo Why benike yena yedwa abazali. Mnxm
Akathwele lodadewemu mama wuwe othwele mayethi wabulala izingane zakhe uyobe akakusukeli vuma uxolise ulungise egcekeni umgamfaki kulento
Yekan ukuthatha lento ngoba kuyacaca nje mhlophe ba inobungozi ...thathani Ujesu ngoba kuyaphilek niyeke ukubulalisa nokuhluphekisa abantu abangena cala
Mama owami umbono uthi usisi wakho akasithathanga isithwalwo kuphela inyanga yathwebula inhlanhla zakho yingakho kwenzeka lezizinto kuwe .zinuke wena ayi usisi wakho
Weee uyalalela King ziyakhala bafo .Inzima indaba yesithwalo umama akanaso isiqiniseko sokuthi udadewbo uthwele as for yamagundane ngiyaqala ukuyizwa
Azikhali ziyatetema kemanje. Koze kuphele umndeni ngiyakutshela
King Luqa too much amaAds, sifuna ukubuka kahle singaphazanyiswa 😁😁
amagundwane ashay'izandla...Hayi nganekwane
Ma Sawntafrika amahle kuyalunga kodwa😂💔
Nale yamagundwane ashayi zandla yoh ayii ngeke abuye ahleke ma uthandaza .... askies maah
Khipha ukhambha esbayeni
Happy new year king❤
😂😂 Kwaze kwa early uyophela nini 2025 izigaxa ezinje😮😮😮
Reality show, umgosi, the sgaxagaxas 🤣🤣😂😂😂
Cha animdingi umuntu nina ozonisiza kodwa nidinga ukubuyela esisekelweni sabazali la abazali abaqala khona ukuze kube khona ugandanganda ne veni, nidinga ukubuyela kulokhu abazali benu banifundisa khona ngoba ungathola ukuthi u cc wakho akukho akwenza kodwa ulaka lukankulunkulu phezu kwenu ngeke nikhule ngo Jesu bese uma senikhulile bese niyakhohlwa nguye buyelani emkhulekweni, kuqale ngawe nje mama ngoba uyazi la kwaqala khona izinto and uyazibona qala manje buyele ku Jehova khuleke cele uxolo ku Jehova uthulule konke onakho ngaphakathi kuwe even nokungazwani kwakho nom cc wakho mtshele Jehova ungayeki kube ukudla kwakho ufunde izwi usho asikho isikhali esibekelwe mina isizophumelela khulume izwi ukhulume nayo lemimoya ukuthi ayihambe uyishise nge gazi lika Jesu buyele wena esbayeni uyokhipha ukhamba owalifaka wena khulume nayo lemimoya bese okunye Jehovah zozenzela umsebenzi ukuze umndeni ubuye
Buyelani enkosini ngeke anilahlele izandla unawo amacebo ngani amahle Futhi.
So much love ❤for the King
Imibuzo yakho king 👑 😂😂😂
Wafaka isthwalo phezu kwesikayise and esikayise sasiqondile singesomkhuleko wena wafaka esezinto ezidla igazi
Khipha ukhamba esbayeni ululahle kude
happ new king schaka❤
Uwe ai yithi ai wena mama umdali
😂😂😂 amagundane ashaya izandla😂😂
Sithule silalele woza nazo mamzo😅
Imiphumela yokunganeliseki izinhliziyo zingaphandle
😂😂😂😂😂😂😂😂😂 ayyyy uwubulele umndeni gogo
Khipha mama ukhamba esbayeni kuzophuphalemithiyakhe lomuntu sthandwa sam please
King 🎉
Wadlala umngani wakho ne Nyanga mama.wakhuthengisa ngama bomu
Please assist the whole country with English, we like this show
😂😂😂😂😂 learn isizulu please
Usufuna akhulume isingisi
I think he or she meant subtitles, remember we are different nations in south africa, some zulus also watch sesotho podcast ,they also need subtitles let try to accommodate one another
Asifuni isingisi thina batshele babhale phansi ngesigisi sizwa kahle ngesizulu
English man ohh woman.dis is kzn show yenzani okwenu nani hau
Uthanda izinto😂😂😂😂😂😂😂
Weeeee impilo esheshayo
Asibuyele. KuJehova
😂😂😂😂hayi ke wena bakuquthe izinhlanhla zonke
Angcono amagondane ase Alex😂😂😂😂 tjooo. Lento eyakho cc wedwa
Kaze lezipokwe niyozikhipha ngani egcekeni ngoba senabakhipha abantu abadala abebegade ikhaya!!! Lento yokuthwala inkinga bakithi!!!
Ngase ngihlupheke ngeke ngize ngiyothwala never
😂awifuni imali nempumelelo lol
Emhlabeni ziyabuya
Happy new year my king❤❤
🤣🤣🤣🤣🤣amagundwana ashayzandla yhoo
😂😂😂😂😂 Amagundane ashaya izandla. Niyalunga!
Uyahleka king.😂😂😂amagundane ayahleka ashayizandla.agijima eyiketini.😂😂😂
Kodwa eyamagundane iyangiqeda shem😂😂😂
Haibo kant nenzan lapho eKZN niyathwala nje😮😮😮
Ngilunge nginje ngo R6000 wami uwunabungozi
King 🎉Happy 2025
Amkela Jesu uyeke inyanga cz zyehluleka nenze uxolo no sis wakho
King ave eyi good presenter❤
Akanabhiznisi udadewenu ubezosthathelani isthwalo yiloku kwakho okuqoba umndeni khipha loluyakhamba esbayeni ngeke uhluleke ngoba kusekhaya nawe uhlala khona
King Scaka ❤❤🎉
😂😂😂😂imikhuba yemali jesu
2+2 is the solution
Mama ngeke ukwazi ukulungisa izinto nodade wenu coz namanje usamksola uyamkhulumela which is uyamsukela speak for your self and let her speak for herself. If uthwala kuvele usuke ugcindezela igazi lakho so wenah bewulindele ukuthi isthwalo sakho sizodla ngaphandle yin
Iyingozi indlela enqamulelayo 😢
Lol ayamhleka amagundwane, ashay'izandla! 😂😅😂😅
KZN nehlule xem
Wemama uma usakhuluma kanje ngodadewenu awukakabi nazwi lenkosi
Hayibo isithwalo😮
Amagudwane wase-Alex uwazelaphi King cos wena use Durban😂😂😂
Love y'all lots BLAQLIFE❤❤
Ake niyeke ukuthanda izinto yoooooh!
Ungamsukeli usisi wakho uwe oqeda umndeni .Usisi wakho uzolimala ngoba niyigazi elilodwa
😂😂😂 hayi Bo
😂😂 Kuhlekwa ngisho kufiwe magundane shaya zindla😢😂😅
Hayi ngyahleka mina amagundwane akushayela izandla😂😂😂😂😂😂
Isiyadida ke uma nabeSiMame sebengena kulezinto 😢eish
From Millionaire to Centenaire 😂😂😂ngiqala nokuyizwa ke le
As 4 amagundwane ashaya izandla. Thwalani hayi hhayi.
😂😂😂😂
Thatha lento ayinabungozi😂😂😂😂
Amangudwane ashaya izandla ai ai ai sotrenda😂😂😂😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂kodwa gogo wawenzani,kwakfanele abazali baniphe nobabili,zyagadlana zyakhala
Why nihluleka ukwamukela luku unkulunkulu aniphe nkhona nisazofa yithwalo xem niyazithatha futhi nibuya senikhala yoh buya Jesu pretoria Lizzy
Happy New Year King❤❤
Haibo ziyakuhleka futhi😂😂😂 hayi kunzima