King Zoso Mncane ngane yami kodwa indlela oluphatha ngayo udaba olunzimaaa nathi syafunda sikudabukele big up boy God will give u strength we're with you in prayers 👊👊👊🙏🙌👋
Hay kodwa ulahle umyalo wakini sisi sesingakhuluma kabi ngobaba wakho kodwa hay akanacala ubaba wena dila nesimo sakho udlalili ngabazali bedayisa inkomo for wena bese wenza njena. Hay nami bengingeke ngivume namanje kangivumi. Ngabazali
Parents ngabomakhelwane😢😢😢 why do we have to live for what other people....izinto ziyenzakala shuwa.....Maybe this child will give them peace and happiness hawu bantu kwabuhlungu shuwa😢😢😢😢😢
Ukuhlonipheka endaweni akusho ukuthi kumele silahle abantwana King Zoso d way u conduct your show is ayoba bekumele uqale ushiye ingane emontweni uqale ukhulume nabazali
Eish kodwa this is sad, we can preach protection but it seem as if lezingane azizwa, the boys family should have been the one bringing this to the family.
Eish kubuhlungu coz this happened to me kodwa owam utata zange andibeke Sandra but zange aphinde andithande kwabanzima kum kakhulu was 19yrs ndiyintombi nje ezithandayo and my case umfana force himself to me and kwabe kuphelile apho and ndakhulelwa kulomjikelo omnye after a hard fight ndohluleka ndanikezela,but today kunjalo ndangakwazanga kugqiba kufunda ngenxa yokuba utata wayrngasandiboneli ntweni,but kunamhlanjenje ndim uvule umzi katata and ndenza sho ukuba ndiyabajabulisa abazali bam and sazoqhubeka kanjalo ngk bengekho,kwakubuhlungu ngathi kumithe umntwana kamfundisi ndiyintlrkisa elalini yonke ngoba ndandiziphethe kakuhle,umntwana wam ndimchazele like 3yrs back coz oko yandidla ndodwa lento how did it happened,but umamam wandamkela ngkuba endazi ndinjani but zange ndimxelele ba kwenzeka njani,coz ndandinayo boyfriend yam eyayindilindile and umfana xa ndisiwa kokwabo watsho vele uba ayinguye coz ndineboyfriend yam kwaphela kanjalo.but my life is better than his life.
Kodwa zoso my king,uyazibona izimanga ,uThixo akuphe amandla uphumelele❤❤
@@ThembekileMahlangu-ku1fc amuphe amandla neSbindi sokubhekana nalezizimo
Ei kunzima ingane azicabangeli ikusasa@@NduduzoMthethwa-nd6zb
Hay King Zoso ubhekene nezimo ezibucayi yoh war after war God be with u shame
Uyindoda King Zoso you growing stronger and stronger mfethu keep up the good work and your Team ❤❤❤❤❤❤
Parents lets have room for disappointment, lets forgive our children,
Kanjani nje kodwa sisuke sikendele okuhle kodwa ezinganeni zethu... Ikakhulukazi nje uma waziwa ukuthi umzali onomthetho nohlonishwayo emphakathini kuba nzima ukwamukela lesisimo😢😢😢
Zingane zethu nabashana bethu niyasiqonda yn isimo sethu Uma sizama imal yomunifundisa okungenani why ningacondomise ngoban niyazaz kweziny izinto ukuth ninamalungelo liphike ilungelo lecondom
Hhayi ziyasiphoxa kodwa lezingane zethu,njengabazali sisuke sinamaphupho amahle ngezingane zethu,kodwa zona zibukise ngathi.
I LIKE YOU COMMENT ❤
Exactly user, coz ezinye izimo mese zenzekile ngeke uzibalekele.. Umntwana mese elenzile iphutha bonisa ukudinwa as umzali then mese nifuna solution. Yes ukphoxile then ilungiswa njani going forward..
Akekho umuntu operfect amaphutha ayenzeka kodwa umuntu akalahlwa.. Gqi full stop..
Khohlwa omakhelwane mama nezabo iingane zinamaphutha.
Yobe Yobe Yobe KwaNjomane 😭😭😭🙌🏿🙌🏿🙌🏿🙌🏿 akusikhona egcineni kuzolunga usazofunda anijabulise futhi. Sonke sawenza amaphutha savuka sathatha.Yebo kunzima Kodwa kuzodlula
Awuuuu Shembe ngenelela baba,,,, shwele nkosi yami yuuu Jehova kwaze kwanzima baba 🙆🙆🙆🙆
Ingane ziyaphoxa bafwethu ingane ziyakhohlwa imuva kodwa if sekwenzekile baba yehlisa Moya kabuhlungu impela
❤Yiya lapho ekhonza khona yibo abazokhona ngba ngbona ngathi i Nazareth
Uphi umudle wekhekhe ngoba bese kulithuba lakhe aye esephethe zonke izimfanelo,beluyoba nzima sakuba lula lodaba.Bebeyophakama babuye nganeno uma bezibona izimfanelo zabo nomgili wezimanga bembona naye.
Isintu asivumi. Maybe bèkuyoba ngcono ethumele abantu abadala.
Zoso ndodana ikhambi elizosiza la ukuthi abakamfana okhulelisile baziveze bahlawule bageze umuzi womnumzane bangacashi bona angabi yedwa untombazane kulenkinga mhlambe kuyobangozimakhaza nabazali baduduzeke ,dankie
Yiqiniso lelo mfe2
Koda Zoso Mfwethu Muhle Umsebenzi Wakho Ngikhala Nokuthi Bekumele Ingane Uyishiye Emontweni Ningene Kuqala Nina Nixoxe Nabo Kuqala
Uxolo andivumelani nawe ngoba ngoku ibimithiswa ibingekho motweni...she need to face her parents same way she faced she face ummithisi.
Zoso, wathi ufuna iincebiso kuthi as singabalandeli. Ingabe ushiye usis emotweni kungene nina. Eish .
Exactly strategy is needed. Uqale uze uzokhuluma nabo uvikele umntwana
🎉Uyindoda King Zoso God bless you.....
MfokaNtombela hayi lomsebenzi wakho wakukhetha wona wena wase uyavuma ibambe kanjalo kukude lapho usaya khona ❤❤❤❤
😢kwaze kwabuhlungu nkosyami sengathi ungabeletha kahle cc abazali bexole ngoba awumkhiphanga umntwana 🫂
Mhlampe bekumele ningamngenisi endlini,kodwa niqale nibeke udaba kuqala,emva kokuzwa ukuthi uthini umama emva kwalokho nimngenise
Cc mmmmmmm ubhekene nenkinga koda kuzodlula noma kunzima am sr cc ngyasazi isimo sakho sike sangifica ngenhlanhla wangilamulela mama kanti uzoshona ngina 8months koda akekho owanglwisa mfana wam ungumngani omkhulu nomkhulu wakhe kuzodlula cc kudingeka ubestrong sengathi nomfana angangakulahli ame nawe
NAMI bengicabanga kanjalo
Exatly bahlulekile king zoso not kukhulunywe kumiwe ngezinyawo
Kuyafana cc
I body guard yakho mayingabinye Zoso please uyambona lotata uphuncuka ngapha nalomama uphuncuka ngapha naye bebetha umntana, qina ngama body guard bhuti ngenye imini uyofika insizwa zihlangene src. Please take my advice 🙏💔
Kkkkkkkkk
Yes but we will need to support the show financial through subscribtiin so that they can secure more bodyguards
Yhey bekumele babe nezigansonso zibeyi 3.. yhooo yanolaka indoda😢
Qina zoso uNkulunkulu ukunike loluhambo lokusisiza singu Mzansi Africa kunzima akulula ,sbonga nokuthi awpheli amandla uzama ngxazonke ukuxazulula syabonga😢😊❤
Masekhona umzukulu uyoba iqanda kumkhulu nogogo abamnike elinye ithuba akuqali ngaye
Akulula ukwamukela😥😥
Ei mna ngisabela ukuchitheka kwesisu💔.. Sekwenzekile bazali.....Nomakhelwane masekunje ngek banenzele lutho mukelani isimo
Nkosi yamiesekhala kanje ugirl😭
Mfana wami Zoso lomsebenzi owazikhethela wona ngothando lobunye nokuthi abantu babe nokubuyisana kodwa unzima ubonisa ubudoda bunzima mntanam kakhulu kubuhlungu okwehlele lomkhaya emathembeni abebewabekile kumntwana😢kunjalo sphila ezweni elibi elibuswa udeveli ufulathelise zonke izinto ezimbi wazenza zaba zinhle 😢😢😢kubuhlungu singabazali khona kodwa awukho umgodi wokubafaka abantwana bethu awseyena uKing Zoso unguMxazululi uzongenelela fty uJehovah wakusekela nakwaNdlovu iOwner nodriver namanje kzolunga khula Mahlobo Dlukula singemshiye umsizi wakho indoda kodwa ngathi bangaba babili kodwa mntanam
King Zoso hhayi uthwele kanzima umncane nakangaka kodwa uxazulula izinkinga uNkulunkulu Abe nawe akukhulise akuphe ubuhlakani njalo nje
Awufune o aunty bengane bahambe bayokhuluma nobhuti wabo idaba lokukhulelwa ludinga abafazi so better ufune o Aunty
Iqiniso leli lokhuthi o anti yibo abazobhula lomlilo.Ngiyawuncoma umbono wakho
Nqobile Ntuli ukhulile ngokomqondo sis ungumzali amazwi akho makhulu
Nomama ngathi uyayazi imvubu kababa Mhlongo, akadlaleli ngakuye
😂😂😂😂😂
😂😂😂😂
Ay nami sengyasola ngeke 😂😂😂😂😂😂
😂😂😂hhay uyazi kahle
Yazingyafisa sengathu màmà angakhohlwa omakhelwane ngobanobi ngane ingangakhulelwa kuyafana bazothi uyazikhiphizisu nobungenzakàhle phambkobuso bomakhelwane kuyafana umakhelwane akayifunentenhle bahlezibekukhuluma KING Zoso muhlumsebenzi owenzelabantu syabonga baba qhubeka usizabantu❤❤
King Zoso Unkulunkulu ekuvikele bhuti akuphumelelise
Hawu bantu xola mama and stop thinking about what people are going to say.
Jyoooo waze wangdabukisa cc wamie kwaze kwanzim ukulingeka nje usuhluphek nesisu 😢
Ay naye locc usekhala ngathi kushoniwe isdina
Ayi ayi
Isdina ekhala ebanga amashwa ekhaya. Nx.
Usenzela khona ukuthi bangamnenebuli 😂😂😂
@@thandiwekubheka8471 Haibo Indlela akhala kabi ngayo yenza worse, Nami sekuthi angimbhaxe. Kodwa ngiyadabuka sengifisa ukumphelezela ngiyomxolisela.
Unescefe nje ngoba angazi umitheleni ubaba adayisa inkomo yonke emfundisa nxxx yanginyanyisa nje ebanga umsindo.
Yes zoso syabonga beslindile uyasiza nkosyami thixo
Yho Bhuti Zoso. Ai Ncono ucele muntu wesifazane ohloniphayo akuphelezele. Angene azithobe aguqe ancenge umah kuqala njengoba muntu wesifazane obezinseka.. Baxoxe bese ecela umama ayomshwelezela Kubaba. Bese niyakubaba. Niphethe noma imbuzi niyomxolisela umntwana. Nifike ningami nje ngezinyawo. Niguqe or nigobe. Umuzi wendoda loya eningena kuwe... Ezinye izinto zoniwa or zilungiswa I "Approach" qha. Thina bantu besifazane abanye bethu siyakwazi ukuncenga noma indoda iyibhubesi.. Siyi ncenge si thobe ngezithakazelo zayo ithambe kwehle ulaka.. Bese wena uhlala phezu kodaba ke. So zama muntu okhuliswe kahle akulekelele.
Mmmmm kwaze kwanzima kuba umzali kunzima nokuba ingane asthembe Zoso uzoluthola usizo nesixazululo ❤
Lomfana Zoso mina ngyamsola, bekufanele aye kubo kwalengane ayokhokha amademeshe ngaphambi kokuba ingane iyoziceba, ngyamsola umfana akenzanga ubulungiswa kuleli tshitshi aseligqekezile
King Zoso
Mncane ngane yami kodwa indlela oluphatha ngayo udaba olunzimaaa nathi syafunda sikudabukele big up boy God will give u strength we're with you in prayers 👊👊👊🙏🙌👋
Mmnh ngimfisela inhlanhla ngoba sonke siyawenza amaphutha
Uyayikhutgaza into engekho nxaa
Angikaze ngikholwe ukuthi ukumitha kuyiphutha!!!!!!
Ngizolinda isonto elizayo Ngihlangane no Mfwethu ukuthi kube ngoye ozoyobika isisu
Ngyabonga nga Comments iwona akhomba indlela
Uma isoka lakhe lingayokhokha ngokushesha.lungehla ulaka
King zoso ubaba wengane akakhiphe okuthize ukuze kwehle ulaka ku baba 😢😢 belethe ingeza muzi nokuthize
Kanti wena Zoso yini ungaxhumani nabamithise lengane uye nabo kulomndeni mina ngingalwa nanikabi nizongibhedela
Umntwana udinga I support ngoba okoworse ukuthi umntwana azibulale
Eish King Zoso uzofela kule mizi, lamadoda akujonga akudele, usemncinci nawe kodwa ke lubizo lwakho lusabele mfana, uThixo akukhusele
King Zoso plc Landa abakwa mfana bezogeza umuzi kababa plc bafo,siza ingane .
CC NGIBONGA KUTHI NJEE AWUSIKHIPHANGA WAQHUBEKA NOKUZENZA INTOMBI ONGESEYONA KUBAZALI Bakho All the best MY KING ZOSO WE LV U ❤
King Zoso ngikwethulela isigqoko my son, sengathi unklnkl angakwethwesa umqhele, uyasebenza 🎉❤
Iyakhahlela Zoso 😂😂😂😂😂
King Zoso mntanami ayi ngoba uhlulekile kodwa singabazali akulula ukwamukela kufanele lokhu okwenzakalayo kubantwana bethu kodwa zama naseNkonzweni kubaphathi babazali bomntwana ,babazali abehlise umoya kubuhlungu kunjalo ngoba ekugcineni kudingeka ukuba aphile umntwana undodakazi abuyele eskoleni kunjalo nje
Kunjalo kufanele abuyele untombazane eskolweni bantu ngicabanga ukuthi lokhu kuzoba yisfundo nakwabanye abasacabanga ukuzimbandakanya nezindaba zocansi olungavikelekile😢
Ubese university usazi is isimo sakowenu ungacwangcisi ntombi hayi nawe uyaliqika itye elinembovane
King Zoso ngifisa inkosi ikukhulise mf2 uzinqobe zonke lezinkinga ngiyazi ukuthi unamamndla 💪ungumnqobi wena
😮😮 okunye bakithi abadala bayabe bekhanģelele okukhulu kungane yabo kodwa yena abesebuya lesisu
Ngemali yokugcina bethembile ithembise nayo ifike yenze nje mase kubengathi abazali bayabheda ay kodwa Ingane zethu wona amaphutha ayenzeka kodwa eishh
@@SandileKhoza-i2i kunjalo kunzima
Eunivesi ingane isuke isindala bandla kanti iningi kulapho elihlangana khona njalo bagcine beshadelene ngempela
Kuyakhuyakhuya! Uyakhula King Zoso kodwa Thomas umuntu ozokucebisa kulomsebenzi wakho omuhle kodwa unzima using a ubuhlakani. Kodwa ke uyakhula.
King zoso uyakhula buti omncame ,wenza umsebenz wobaba ,qina ndoda u nkulunkul akwandisele ubuhlakani🎉🎉
King Zoso ngcono mhlamp ukube uqale wangena wen ngaphakath ubeke udaba yena umshiye emontwen umlande ekugcineni sebeluzwile udaba
Siyabonga zozo nakuba kusashoda ubusoka.zibangaphezukwamandla akho lezi ft musa ukuhamba nobody elilodwa.
Uyavelelwa zoso ngathi uqale kokunzima kakhulu , mungathola mhlampe obaba akhonzanabo mhlampe bona bazomehlisa ,usadiniwe unjomane bakithi ,
Kunzima bhutiza kodwa nginethemba kuzogcina kulungile uma ungaxoxisana nabakhonza naye uNjomane nabafowabo
❤All the best Bhuti
Umama usebhokela ukweseka umyeni wakhe and siyabaphoxa abazali bethu lobaba ubeyethemba ingane yakhe😊😊😊
King zozo bhudi xhumana lalobhudi owuyena u mnikazi we sisu ukhulume naye akwaz ukutshele abazali bakhe, mhlambe naye bhudi uyesaba ukutshela abazali bakhe, mhlambe sungamsiza bhudi uyebika ku bazali bakhe ukuthi sekhulelisile bathume abantu abadala kubo Ka cc🙏
Yeah ne amaphutha part of life Mahlobo cc kube ucabange b4 kuth lenhlalisuthu bavumelane ngokuya oncansini even inkonzo ayivumi nilalane b4 umshado
Ayobo wemphathi wohlelo wahlukumezeka kangaka lesincholi somfana.asiyozibikela Sona isisu Maye bantu
Ngane yami kwaze kwanzima lomsebenzi yakhala nkosi undodakazi engathi bengamxolela abazali umfana akahambe ayiziceba yena Kubo kwalengane pls abangenelele umndeni wakwamfana beze nenkomo kuzobapholisa o Njomane
Kubuhlungu ma ungumzali ubhekele impilo engcono enganeni yakho besubona ngesisu yooooo iqiniso bukufanele ulitsho zisuka
Hay kodwa ulahle umyalo wakini sisi sesingakhuluma kabi ngobaba wakho kodwa hay akanacala ubaba wena dila nesimo sakho udlalili ngabazali bedayisa inkomo for wena bese wenza njena. Hay nami bengingeke ngivume namanje kangivumi. Ngabazali
Yho lo mama ngathi uya actor
Xola mama syabaz lobobuhlungu,,ngambulali kuzodlula,,, zokhula MZUKULU akusize,,yobesewuzisola ngokulwa,,,, THIXO UZOZESULA LEZONYEMBEZI,,ZOBONA ISIWUSIZO LEYONGANE,,,, XOLA MHLONGO
Oh akusebuhlungu Sphiwo mntanam abantwana bethu abasicingeli yhini eyazi ingxaki yakowabo qina ndoda uzame ulungisa akwazi ubuyela kowabo axolelwe kubuhlungu kona
Parents ngabomakhelwane😢😢😢 why do we have to live for what other people....izinto ziyenzakala shuwa.....Maybe this child will give them peace and happiness hawu bantu kwabuhlungu shuwa😢😢😢😢😢
Udakiwe wena. Happiness ngevezandlebe?????
Ujehova akuqinise mfana wami unesibindi akuphe impilo
Eyyy nkosyam kunzima khona noma kubhlungu kunjalo Njomane yehlisa umoya ngyazwelana nawe
Mina ngamuxosha owami until loyo abamithisana naye bathumela abazali. Namhlanje bashadile.
Ey abantwana bethu Nkosi yam, siyazingca ngabo, kodwa basiphilisa kabuhlungu. Ndiyamv ela lomntana ebetheni angacwangcisi, kodwa masinyamezeleni ngabethu
Sithemba JESU indodana,kaNKULUNkulu we zoso not unkulunkulu ka jesu
Makazi ukhalelani ngoba uyalazi ikini...ukuthi kungani wenzekanje ekbeni yabazi abazali bakho ...ayy Cha zyaphoxa izingane kodwa....uphumela ukuyofunda ubuya nesisu
Umfana okhulelisile akeze azokhokha kuzoba ncono bese umama womfana ayithathe ingane aqhubeke nokufunda
Zoso uyiqhawe ngiyaziqhenya ngawe mkhulu msebenz owenzayo❤
Ngaze 😂😂😂😂othandiswa ukuyekhaya uyakugolozela ukuyekhaya
😂😂😂😂😂
Cc ubaphoxile abazali bakho, kodwa bazogcina bexolile kodwa mara Bona baphoxekile, kuzolunga ayikho into engendluli
Yaze yabuhlungu baba iphutha selenzakele awasabutheki amazing Salala sewuxola inkomo zakho 😢
Yhooo onkinga lena sis ngabe nawe waya emtholampilo wayo dla mapilisi no nawe
Exactly
Ukuhlonipheka endaweni akusho ukuthi kumele silahle abantwana King Zoso d way u conduct your show is ayoba bekumele uqale ushiye ingane emontweni uqale ukhulume nabazali
Esentswininiza 😂😂😂. Ayidle izibekele bazali bakhe kubuhlungu kakhulu besenethembile.
Uvele wangicika nje mina lendllela abesekhala ngayo kwangathi kufiwe,ekubeni bekumnandi ethatha isisu
Uthi uyababingelela bavele bathi uyabhora,bukake manj. Kuthi hambofunda wabuya nengane
Aike nengane isikhala ngty kushoniwe
Mft 😢😢
Mxolele mama igama lomntwana kube uZibusiso usazonenzela lowo mntwana baba angeke nikholwe buza kimi kubuhlungu ngiyazi kodwa ningamdikile nibuyisele eskoleni ayoqedela izifundo zakhe okunye kuza kabi kanti kuyoniphumelelisa ekugcineni😢 yobe kwa Njomane
Sthandwa sam sekwenzekile and you took a great desertion buy taking Zoso with you ekugcineni bazokuxolela abazali bakho🤔🤗
umama useyeshay manj ngoba ubona baba elwa ebengalwi ngan b4
Ubengajovingani u gl lezingane ziyaz kuth zinawowonke amalungelo bengajovi ngani
Wenze ngamabomu nje nathi salalwa emanyuvesi sajova sazala ngoba nakhu sesithanda, kuyezwakala mawudlwenguliwe manje lo uyivulele yena ikiwi akasiyeke thina
@@sbahlembalimbathambalenhle238 akamuse kloku ebanga scefela eloku ehayiza as kushoniwe esenzela idram Engasile la ubeneskhath sonke sokyojova
@@Phindilemaphumulo-rf8kq usesifaka sonke manje emanyaleni akhe kwakumnandi la ehamba amahhotela ephindelela, usefuna ukuphelezelwa manje ufuna simdabukele ezenze yena nxxx
Kodwa nabo abantwana must be careful besengeke azibambe angsyi ocansini emazi uyise ukuthi induku yakhe solves all problems
King zoso into okumele uyeze thola induna ye ndawo or ingane ukutshele obaba base sontweni labo uhambe uyocela obaba ababili base nkozweni kuzolunga
Yebo kunzima guys kodwa asifunde ukuxolela iyingane ngibonga ukuthi akasikhokhanga isisu ❤
Nishuthelani uma singeke sibone abantu abashuthwayo.
ay nam iyangicika lento coz abanye bayaveza
Bekungasafanele kuye yena ekhaya,bekufanele kuze abammoshile bephethe inhlawulo kamama nengezamagceke
True Nami bengicabanga kanjalo....
nje bezilokwehla ulaka kubona
Yhooo Nombulelo
Ndsezihlangwini zalo mama kodwa 😢
Ingane ize ibe no 8 month
Aphi lamasimba omfana ngoba kumele engabe kade athumela abakhongi ingane isena 1_2 months
Maybe akashongo even nakubo lodoti
Akwaziwa nokuthi usemithisile
Eish kodwa this is sad, we can preach protection but it seem as if lezingane azizwa, the boys family should have been the one bringing this to the family.
Zozo uyakubona okukhulu ngiyamxolisela baba 👏👏👏
Masebexolile yibona abayobe bengasafun unombulelo ashaye ingane bayothi yeyyvawuzele wena abazali nobuxoki😂😂😂😂😂😂
Nakimi kwenzeka kanje ngathi sengimtholile abafuni lutho ngaye ngisho uthetha basho ukukuqeda😅
@@BonganiMakhoba-t1w amaxoki kabi laba ngikhuluma nj eyam ingane angiyazi ngoswazi ngingaxoshwa kulomuzi🤣🤣🤣🤣
Awu Shame My King Zoso ❤❤
Ngamane Ngimdabukele Usamncane Mfo KaMahlobo😢
Mama kahle aqali ngawe ngane zyafana zyawenza maphutha
Awuthandiswa ukuya ekhaya, hhayi Zoso!!
Ayii bhuty mkkulu umsebenzi owenzayo,izinto ohlangana nazo unkulunkulu akukhusele yhooo
Awuuu !!! Nombulelo 😂😂😅😅😅😅 walehlisa ipanty
Yooh lobaba wenzisa okomyeni wami wayshsya wayxisha instep daughter Sami.. ngasiqashela saqhubeka safunda..kuyimanje siyasebenza konke sekukuhle..Mama akame nendidakazi ubaba uyoxola
Uzame ukuzethula umthwalo, umuntu akulethele omunye, shooo iingane ziyaphoxa Jeso😢
Sekufunena uxolo manje, King tshela Injomane ayikhohle omakhelwane ngeke bamusize ngalutho.
Kodwa yamukele ivezandlebe???? Akahambe aye kuloyo abamithisana naye.
Good luck hlena ow Jehovah ngenelela
I respect you zoso
Zoso is the name I trust
Eish kubuhlungu coz this happened to me kodwa owam utata zange andibeke Sandra but zange aphinde andithande kwabanzima kum kakhulu was 19yrs ndiyintombi nje ezithandayo and my case umfana force himself to me and kwabe kuphelile apho and ndakhulelwa kulomjikelo omnye after a hard fight ndohluleka ndanikezela,but today kunjalo ndangakwazanga kugqiba kufunda ngenxa yokuba utata wayrngasandiboneli ntweni,but kunamhlanjenje ndim uvule umzi katata and ndenza sho ukuba ndiyabajabulisa abazali bam and sazoqhubeka kanjalo ngk bengekho,kwakubuhlungu ngathi kumithe umntwana kamfundisi ndiyintlrkisa elalini yonke ngoba ndandiziphethe kakuhle,umntwana wam ndimchazele like 3yrs back coz oko yandidla ndodwa lento how did it happened,but umamam wandamkela ngkuba endazi ndinjani but zange ndimxelele ba kwenzeka njani,coz ndandinayo boyfriend yam eyayindilindile and umfana xa ndisiwa kokwabo watsho vele uba ayinguye coz ndineboyfriend yam kwaphela kanjalo.but my life is better than his life.
Nkosiyam waze wangikhalisa mntanam ow 🤦♀️🙆♀️ Jehovah ngenelela thobisa intliziyo kababa hle.