AYIPHIWA INTOMBI IMALI

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 9 ม.ค. 2025

ความคิดเห็น • 83

  • @nomangesinthala8948
    @nomangesinthala8948 2 ปีที่แล้ว +6

    Kwathi ngithi kunina benkantsana kaMenzi. . . Nina belembe . . .
    Batshele Mpunga👏👏👏

  • @siphokuhle
    @siphokuhle 2 ปีที่แล้ว +15

    Eyam ngeke ngisazoyipha😅
    Hlampe lent oyshoyo Mpunga yayiryt ngezkhathi zomkhulu.. Mina nje ayding nokuthi ngize ngiycabange.. Ngizoqhubeka nje ngimuphe.
    Labazali othi intombi kumele yenzelwe yibo izinto, namhlanje yibona abakhala kulezintombi zethu. Asamukele nje ukuthi Izinto azisafani nakqala

    • @Squmama_NKR
      @Squmama_NKR 2 ปีที่แล้ว +2

      Mfowethu angboni ngasolinye. Umuntu kungakhishwana naye kudliwe kahle nani nani kodwa hayi njalo. Inkinga ibakhona la uma esekushiya seniyamshaya usubalisa uthi wadla izimali zakho. Angisho ungakwenzi kodwa akusuke enhlizweni, kodwa ngokwami angyenzi leyonto. Ngamane ehambe impela ngoba mhla yaphela lemali into ebesizwanisa ngayo isiyaphela.

  • @noman2yeyeye618
    @noman2yeyeye618 2 ปีที่แล้ว +4

    Mengipha ngingayicelanga mkhulu ngenzenjani nginqabe😂😂😂😂

  • @ntuthukomthethwa2526
    @ntuthukomthethwa2526 2 ปีที่แล้ว +5

    Siyabonga ngeziyalo,ngoba phela sewephenduka umuntu ofana nomkhulu okukanye umzali kimi ngoba ngikhulele ekhaya elingenaye umuntu omdala obezosichushisa ngempilo yethu thina kanye namasiko wayo.

    • @nombusoevelynmdakane8184
      @nombusoevelynmdakane8184 2 ปีที่แล้ว

      Mpunga yesintu isikhathi esiphila kuso sinzima amantombazane afuna imali uthando alusekho kufuneka imali bayibiza ngegama bafuna amathousand not amahundred

  • @sbohmeyiwa2873
    @sbohmeyiwa2873 2 ปีที่แล้ว +8

    Impunga isikhulumile 😃Sizwile 💪🏾

  • @hambakinimgodoyi8614
    @hambakinimgodoyi8614 2 ปีที่แล้ว +2

    Umfana noma indoda ingalali nentombi okanye uMama ingatshatanga naye.Ukwenzela umfana angazonikisa ngemali yasemathongweni akubo. Kubalulekile ukumtshata umntu omthandayo,ndiyaphinda ungalali naye ungatshatanga naye.

  • @chumilemlenzana387
    @chumilemlenzana387 2 ปีที่แล้ว +2

    Impuuuuuuunga ❤️❤️❤️✨️✨️✨️✨️✨️✨️✨️✨️✨️ I'm posting on my status 🤟

  • @mapulamamabolo3602
    @mapulamamabolo3602 2 ปีที่แล้ว +5

    👏🏽👏🏽👏🏽Lesedi kehla

  • @pngaka1416
    @pngaka1416 2 ปีที่แล้ว +3

    Injalo Mpunga ye Sintu. Angigole ngiyavolunteer nje. 💖

  • @mduduzimkhize1653
    @mduduzimkhize1653 2 ปีที่แล้ว +2

    🙌🏾🙌🏾 Iningi lizokuzwa Indaba yemali, lishiye amaqala owabalile angalungiswa izingane zibe nezinkinga...Sibonge Fuze🙌🏾🙌🏾

  • @bongumusaeric9562
    @bongumusaeric9562 2 ปีที่แล้ว +2

    Syabonga Mpunga yesintu ugalelile kwezwakala .

  • @AEHKMWZ
    @AEHKMWZ 2 ปีที่แล้ว +2

    Wayibeka indaba muntu omdala siyabonga khehla 🤝🏿

  • @melusigcabashe6379
    @melusigcabashe6379 2 ปีที่แล้ว +6

    Yes siyakuzwa kodw bakhona abakwenzayo lokho kodw still bayaphumelela ithonga liyabapha imali khona kunjalo uthole ukuth umuntu onjalo namabhizinisi so impilo kahle kahle Akekho umuntu oyaziyo naw okushoyo not ukuth 100% kuyangokuthi idlozi lakho linjani

  • @siphiwemagubane9554
    @siphiwemagubane9554 2 ปีที่แล้ว +4

    Awu washaya Mpunga yesuntu 👏👏

  • @sbusisombatha5899
    @sbusisombatha5899 ปีที่แล้ว

    Oooow😂😂😂😂 basay'hlaba namanje leyo nkulumo😅

  • @mlondolozindlovu6348
    @mlondolozindlovu6348 2 ปีที่แล้ว +1

    Usuyibekile mpunga injalo nje
    Ake sithi njeeee impungaaaa

  • @nkululekomkhwanazi8678
    @nkululekomkhwanazi8678 2 ปีที่แล้ว +1

    Awu Mpunga😅😅...kufanele zijabule phela

  • @mlumthoko8100
    @mlumthoko8100 2 ปีที่แล้ว +2

    Mpunga yesintu siyabonga kakhulu ngolwazi osipha lona lubalulekile

  • @xolanimtambo7532
    @xolanimtambo7532 2 ปีที่แล้ว +4

    Wasishaya Mpunga.

  • @minenhlekhumalo433
    @minenhlekhumalo433 2 ปีที่แล้ว +1

    Cha, Impunga ishaye kwezwakala la.🤝

  • @stanfordwood8365
    @stanfordwood8365 2 ปีที่แล้ว +1

    Baba iqiniso elimsulwa lelo

  • @siyabongamyekeni1461
    @siyabongamyekeni1461 2 ปีที่แล้ว +3

    Mpunga Yesintu nginombuzo nakhu sekuvele ingane esimeni esinjalo akufanele ngimnike imali ukuze zembathe ngibe ngihlanganisa imali yamalobolo.

  • @buhlembatha7344
    @buhlembatha7344 2 ปีที่แล้ว +2

    Aybooo kanjani

  • @andilemabida143
    @andilemabida143 2 ปีที่แล้ว

    Amen Mhlonishwa

  • @INkosi_Sandile
    @INkosi_Sandile 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga mpunga.....ngakengalenza leli phutha 🥴

  • @siyabongamyekeni1461
    @siyabongamyekeni1461 2 ปีที่แล้ว +3

    Washaya Mkhulu Mpunga

  • @mnguniwasondini7760
    @mnguniwasondini7760 2 ปีที่แล้ว

    Impuuungaaaa🙌🙌🙌🙌🙌

  • @i_trjnclimax
    @i_trjnclimax 2 ปีที่แล้ว +2

    Nazo💯

  • @siphosgwili7686
    @siphosgwili7686 2 ปีที่แล้ว +1

    Kuyezwakala mpunga kodwa kumele izwakale kahle leyengane nokuyondlela ekhaya bonina ukuthi imiswa kanjani yona

  • @sfisogumedeh660
    @sfisogumedeh660 2 ปีที่แล้ว +1

    Ngiykuzw mpel Baba inking ezob sekuthen Uma ngingayiniki ezobe isihamb isifun abazoyinik imali

    • @buildingourlegacytothenext4966
      @buildingourlegacytothenext4966 2 ปีที่แล้ว

      Kathi usuka ikuqomele imali yini Noma isuka ufuna ukuzovusa ikhaya lakini nekhaya nalabantwana bayo kungani lisenza sengathi kumele Umfazi ebanjwe ngemali ukuze engakuyeki . Intombi ekhuliswe ngenhlinipi Kubo ngeke ihambe ifuna imali ebafaneni

  • @wandilemelusi1967
    @wandilemelusi1967 ปีที่แล้ว

    Kuyezwakala Mkhulu

  • @philemonmngomezulu4673
    @philemonmngomezulu4673 2 ปีที่แล้ว +5

    Siyofunda size siyofa amaqniso mawabekwe obala , injalo lento ngoba phela lomsebenzi siwuphiwa yiwo amathongo.

    • @clasinajafta4467
      @clasinajafta4467 2 ปีที่แล้ว

      Ay mkhulu injalo umfana wami dont give mama wakhe imali ngincede mkhulu

  • @J1991-u6t
    @J1991-u6t 2 ปีที่แล้ว +2

    Awu mnewethu uthini manje 😌

  • @Vv-fl2rm
    @Vv-fl2rm 2 ปีที่แล้ว +2

    Kodwa intombi yona fanele ivume ukulala nawe loko akulona icala kokhokho benu 😂🤣😂🤷🏽‍♀️

    • @ericanonjaba206
      @ericanonjaba206 2 ปีที่แล้ว +2

      Ngumbuzo wam lowo. Hayi andivumelani neMpunga

    • @Vv-fl2rm
      @Vv-fl2rm 2 ปีที่แล้ว +1

      @@ericanonjaba206 hayi impela nami ngimi nawe lapho 😂

  • @mxobhungane143
    @mxobhungane143 2 ปีที่แล้ว +2

    Ayiphiwa intombi imali. Umfazi kuphela ophiwayo oganiwe

    • @thandodada7068
      @thandodada7068 2 ปีที่แล้ว +1

      wumsangano lowo , intombi nje iyaphiwa imali finish & klaar.

    • @Vv-fl2rm
      @Vv-fl2rm 2 ปีที่แล้ว

      Akuyiwa futhi ocansini ne NTOMBI, kuyiwa nomfazi wakho omlobolile

  • @mariantimane8578
    @mariantimane8578 2 ปีที่แล้ว

    Like u

  • @siphombili6739
    @siphombili6739 2 ปีที่แล้ว

    yashaya impunga lihlaba liphukele kwezinye insizwa kunjalo kodwa

  • @mogalekganya
    @mogalekganya 2 ปีที่แล้ว +2

    Impunga kwacaca kwathi bha!

  • @Sakhil.e
    @Sakhil.e 2 ปีที่แล้ว +3

    Mpunga ngathi kuzodingakala upart 2

    • @sfisogumedeh660
      @sfisogumedeh660 2 ปีที่แล้ว +1

      Nginawe lapho b4

    • @buildingourlegacytothenext4966
      @buildingourlegacytothenext4966 2 ปีที่แล้ว +1

      Impunga ukhuluma iqiniso kulokho kodwa kusadingeka yenabe ukuze abantu bacaciseleke ukuthi kungani kumele ingapiwa imali kumele kupiwe Umfazi 🤣🤣🤣🤣

  • @davidmathenjwa2293
    @davidmathenjwa2293 2 ปีที่แล้ว +3

    Volume apho Tatomkhulu💯💯👊👊✔✔

  • @katlehonglibrary3606
    @katlehonglibrary3606 2 ปีที่แล้ว +3

    I no wonder you have so many subscribers "Nothing but the truth..." Isintu qha

  • @qinisomkhize2234
    @qinisomkhize2234 2 ปีที่แล้ว +4

    Ay ngiyakuhlonipha impela but ayisekho lento osuyisho Mpunga

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  2 ปีที่แล้ว +6

      Ubobuza ubaba noma umama okuzalayo uma benalo iqiniso bayokutshela,
      AYONDLIWA INTOMBI NESOKA ALONDLIWA UMA UYINTOMBAZANE.
      UMA KUNGEZWAKALI KAHLE KUWE NGUNEZI UNGIXOLELE WENA UBALEKELANA NEQINISO QHA

    • @buildingourlegacytothenext4966
      @buildingourlegacytothenext4966 2 ปีที่แล้ว

      Iqiniso kalingaqanjelwa amanga Vele indoda eneqiniso ngeke ubamukele ubukhazi khazi obuzanengane yayo kuma boyfriend sikhula thina sasazi ukuthi intombi ngeke ingene isiphethe izinto ezithengwe ngumuntu ongazi yayingashaywa kabuhlungu ngoba kwakungakhuthazwa ubufebe . Kodwa manje ngenxayokuthi amadoda asengamavila uthola ubaba esidla isishebo esizenentombi esokeni manje loyo mfana Noma leyingane yakho uyoyikhuza Kanjan mangabe silala ingekho ekhaya usudlile ukudla kweboyfriend yayo engalobolanga

    • @INkosi_Sandile
      @INkosi_Sandile 2 ปีที่แล้ว

      @@impungayesintutv kade sasishayisa 🤫 ngiyabonga ngokungiphaphamisa Mpunga. Ngicela ubhale incwadi ekhuluma indaba ozikhuluma kuNjula lwazi

    • @hambakinimgodoyi8614
      @hambakinimgodoyi8614 2 ปีที่แล้ว +1

      @@impungayesintutv Nomfana angalali nentombi ,if uyithanda ngempela makayitshate then alale nayo.Xa ulululeka,luleka macala onke.

  • @mthokozisisiphiwe7655
    @mthokozisisiphiwe7655 2 ปีที่แล้ว +2

    Mphunga uthini manje 😣

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 2 ปีที่แล้ว

    Kunjalo Mpunga nebhayibheli liyasho ukuthi ucansi olwasemshadweni kuphela Genesis 2:20-24,1Corinthians 7:2-5,Hebrews 13:4.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 2 ปีที่แล้ว

      Nebhayibheli lithi indoda yiyo eyondlayo ekhaya 1thimoty 5:8.

  • @nhlakaniphohlelakazulu5763
    @nhlakaniphohlelakazulu5763 2 ปีที่แล้ว +1

    yinileyenza kuthiwe ithina ekumele sibondle

  • @wellingtonmabona8846
    @wellingtonmabona8846 2 ปีที่แล้ว

    impunga izwakele

  • @gugumakhaye6101
    @gugumakhaye6101 2 ปีที่แล้ว

    💯🙌

  • @sibusisosehlabela1419
    @sibusisosehlabela1419 2 ปีที่แล้ว +5

    Sicela sihloko Mkhulu esithi Intombi iyayipha isoka layo imali!

  • @buhlembatha7344
    @buhlembatha7344 2 ปีที่แล้ว

    Angithi mkhulu usuke engipha imali yokuthenga izinto zokugcoba

    • @buildingourlegacytothenext4966
      @buildingourlegacytothenext4966 2 ปีที่แล้ว

      Kayikho lento intozokugcoba uzithengelwa nguyihlo nxa ungaganile ngoba usaseyingane Kubo abazali bakho awukabi ngumfazi

  • @TheOG_Podcast
    @TheOG_Podcast 2 ปีที่แล้ว

    Kuzwakele mfowethu

  • @nomasontogumedegumede849
    @nomasontogumedegumede849 2 ปีที่แล้ว +1

    Awu kahle bo 🙄

  • @snayenothando924
    @snayenothando924 2 ปีที่แล้ว +2

    Zimnandi iziyalo zakho bhuti,ukube sinezindlebe ngabe siyakuzwa pho ke sinamadlebe mntakaGogo,kungena ngapha kuphume ngapha siyehluleka ukulalela,
    Sengiyacela ngane kaGogo ke ungicacisele nasi isizulu siyangidida,ngifisa ukwazi umehluko phakathi komuntu obizwa ngoKhulu kanye nomuntu obizwa ngoGogo nokuthi uyena muphi obizwa ngalamagama ebizwa ubani??

    • @IqhaweLemveloOfficial
      @IqhaweLemveloOfficial 2 ปีที่แล้ว

      Ngane yakwethu ingakaphenduli iMpunga nje ake ngikucaphunele nami emgodleni wami.
      Ukhulu unina kamama wakho noma kababa ubizwa uwena kanjalo, kanti ugogo unina kaKhulu wakho noma kamkhulu akukhathalekile ukuthi uzala uyihlo noma unyoko kepha noma ubani phakathi kwabo. Ugogo usesizukulwaneni sesine ugana ukhokho kanti ukhulu usesizukulwaneni sesithathu ugana umkhulu.

    • @buhlembatha7344
      @buhlembatha7344 2 ปีที่แล้ว

      Umuntu obizwa ngoKhulu umama kababa wakho..kanti ugogo umama kamama wakho

    • @snayenothando924
      @snayenothando924 2 ปีที่แล้ว

      @@buhlembatha7344 ngyabonga mntakaMama cha iyangdida le,abanye bathi isalukazi esizala ubaba yisona esibizwa ngoGogo,siyanglahla isiZulu

  • @musasarendermshayisa3021
    @musasarendermshayisa3021 2 ปีที่แล้ว

    kunjalo nje

  • @cheletemali6457
    @cheletemali6457 2 ปีที่แล้ว +1

    phaxx

  • @moodolivinghousenest7032
    @moodolivinghousenest7032 2 ปีที่แล้ว +1

    Sibusiso Sehlabela
    3 days ago
    Sicela sihloko Mkhulu esithi Intombi iyayipha isoka