Yah uqinisile mele liyisukumele lento iqhawe ngoba izovala iso nami benginayo lento since from 2017 ngize ngayisukumela ngoba beyilokhu ikhula kancane kancane , bese ifuna ukuvala ihlo baye bayisika kulonyaka 01 October e charlotte maxeke Johannesburg hospital
Inamandla lengoma esekuqaleni.... Ngiyavuma Mkhaya Ucula kahle🔥🔥🔥
Nabaka abnt bokwehla ngabo.december😎😎😎
Wadlala Dlubhele wadlala Minister ayi ukuphuke kakhulu mina ngikhumbule udali nyc track 👌👌👌👏👐
MfokaNondindwa hhay kubukeka engazuthi uphinde wakhuphula... Up mdlwane Up
Up Minister Up,yoo konakele kulomculo kamasikandi kulo December kuzokhetha ukhethi ishuuu sasazi kunjalo emculweni ngiyathanda la.Volume Cebekhulu eMpangeni kwesakwaCebekhulu kwaHlaza approves
Khuphuka mfoka Nondindwa #ishayzule driver ngifun ukfika ngshaye izinqa zakhe💪💪💪
Ngkhumbula udali wam ❤❤❤❤❤❤
yishaye bhut.... lots of love frm eSwatini
yey bo......ai akekho okhipha into embi this yr
Ukudla kwendlebe kukhulunywa ngento ekanjena! up Minister ngiyayilanda noma ikanjani i ulbum yakho
Khuphuka dlubheke mani
Mina ngkhumbule udali wamiiii ey imnandi kakhulu ke le kimi 😍
Ngathi abakuyeke....Mina ngilalele wena ngisuka ekapa ngiyikhomba emzimkhulu
Aiiy Minister mfanakithi, ngeke besakukhona impelanke Manjeet, sewehlule.... Ibambe njalo nje mfanakithi
Into engithanda ngodlubhek akaziphindi ingom unyak nonyak sidla ukudla okusha Up Minister Minister umdala klomdlalo awudlalayo
Ashuuuuu Asbonge Mkhaya....inamandla ingoma yakho
ngikhumbul udaliwami ai ai ilapho ingoma
ishaye izule...ngavele ngakhumbula uMuhle Khuzwayo
Ahh koda mfanwam Dlu....uyangbusisa
Minister makungenjalo kuyanyiwa🔥🔥🔥🔥🔥
Awuu.. uyinkinga kodwa minister🙌
Uze nomshubo wephathaphatha njengento yentombazane🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥👌
Benglele ngigula mfana kodwa ngvukile ngluleme manje asamben!!!!!
Yakhalaaaaaaaaaaaaaaaaaaa loyontoooooooooo
Ishayizule driver ng'funa k'sheshe ngfike khaya
aiboi bafwethu ngathi insumpa kadlubheke ikhula kakhulu manj kwenzakalani kanti manj jeso
Kodwa dlubheke masikhuluma ngomasikandi sikhuluma ngalento oyiculayo
Sebajwayela lamacd promo esixoxelwa kuwo imilando inamndl le up minister
Minister 🔥🔥🔥🔥🔥👌👌👌uyiphiwe lento maaan
Minister yabo bonke bephelele khuphuka 💯💯♫♫✔
Nang'uZodwa engambona eyadini##suka up Minister
imnand Minister ✌ yaz ngzoyithenga le 💪
Kunjalo dlubheke ilapho ingoma
Sehlangawe mfoka qwabe ishaye izule driver up Minister
Zay’shuka Madoda, ngakhumbul u N2 ngiyikhuphula ngo160km/hr. Mxm Up Minister
Mtimande
Engani nguuuyee!!! Lungelo 😍
Ministeeeeeeeeeeeeeeeeeeeeeeeeerrrrrrrrrrrrrrrrrrrrrrrrrrrr yabo bonke omaskandi sukaaaaaaaaaaaaaaaaaa
UP UP UP UP UP NGITHI UP, UMNANDI LOSHUNI, AI ILAPHO INGOMA MFOKA KHUZWAYO QEEEEH SEHLA NGAWE KULO DECEMBER "ISHAYE IZULE MSHAYELI"
Yaqoma bani🤗🎶🎶🎶🎶🎶🎶minister
Min ngkhumbul uDally wami 💞...
🔥🔥🔥up Minister yabo bonke sebephelele
Ngathi konakele ke manje woza minister
Kwasa Bhova nje nsizwa uwuzange ulahle ushuni wale ngakithi
Mina ngkhumbule udaliwam
Khuphuka Minister!
Baphieeeeee
Dlala ingoma weDlubheke ngabanaki abantu imnandi lento
Ayi cha ngathi kuhanjiwe lana
Khuphuka Minister
Nans into benglindile mna minister yabo bonke
Minister 💯✅awumadoda😋🔥🔥
Khuphuka Dlubheke ngiyakuzwa mina
Minister🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌
Minister ayy suka unzima kakhululu
Buya. Umnandi. Uculo. Wakho. Angabanaki. Abanomona. Yakhala. Lontoooo
Yakhala leyonto phezukwabo
Lamnandi iphimbo kodwa ke minister yami le ntsumpa ayimile awuboni mhlampe ukut mele uye kadokotela?
ungenaphi wena lapho?
@@gugupumpkin976 angiqondile ukuthuka iqhawe dadwethu
Yah uqinisile mele liyisukumele lento iqhawe ngoba izovala iso nami benginayo lento since from 2017 ngize ngayisukumela ngoba beyilokhu ikhula kancane kancane , bese ifuna ukuvala ihlo baye bayisika kulonyaka 01 October e charlotte maxeke Johannesburg hospital
Ngath kudlaliwe keh lah bafabana bami...
Wawuthini mowuthi umfaniswano ubulala umculo....uzolamba boi
Usho kamnandi Minister
✊✊✊ngeke besalunga lapha
Siyakuthanda dlubheka kwabhaca sicela usiphathele izikimpa phela wuwe kuphela esigoduka ngawe kwabhaca khuphuka dlubheka 😘
Kuyaculwa kuculwa kulendoda yaz unyaka nonyak izinga liyenyuka
Ubamba ukhiye wakubo kaMuhle Khuzwayo
Kodwa le nsumpa kwakwenzenjan
Ay Dlubheke Mininster aphelel'emqaleni amazwi tjoooo
sika lensumpa naye isiyoze ingene ehlweni
Ngampela iyoze ivale ihlo. Iyangsabisa yazi
@@nomaswazikamathe3047 bengingazi ukuthi iqhawe linje ebusweni. Ngavele ngathuka. Ibuhlungu inhliziyo yami.
Iphimboooooooo🔥🔥🔥🔥🎤🎤🎤
Minister👍👍👍👍👍👍👍
Iyasho lensizwa eyyy
Yqkhala leyonto khuphuka mfoka qwqbe uyinkinga khuzwayo
Up lapho
Backings 🔥🔥🔥
Khuphuka dlubheke up
Zodw ngambon eYADIN
khuphuuuuka minister
up✊✊✊
Khuphuka Nondindwa
Aw khuphuka dlubheke
Kaze iyiphi eyogoba uphondo kulonyaka
Track 1, 2, 5 ziyangikhahlela
Up minister
Yakhala leyonto !!!!
AYI NGEKE IPHIWE LENKUNZI
Umlilo
Yakhala leyontoooooo
Kusakude la siyakhona
Minister up
🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥
Number one bafo
Kodwa abamsizee begundee lento eswenii ngoba phelaa izovalaa iso
Lindokuhle mfowethu, nami seyingiphatha kabi manje lento. Hhayi khona, sengathi kungaba necebo thizeni bayisuse lento.
Lento iyasuka lula nje mami benginayo futhi beyinzima kakhulu kwadwa bayisika esibhedlela lula nje
Kodwa ke ngengomaa imnandi
Kunin umuntu elindile
Nkabyam
UYINKINGA KODWA MFANA UP MINISTER
Khulumela phansi
Up up up✊✊✊
yaze yabanda CD promo
Kudluliswa umlayezo qha ko minister ,mhlawumbe ufuna lezi ezixoxa imilando wena
Yaphinda yahlaba inkunzi kanondindwa madoda khuphuka minister
Shiya phansi umona Shenge
Vele umculo ungowakwaKhuzwayo. Shaya ingoma mfana bayoze bakuzwe nabangenandlebe
Umlilo