Weenzani uZuma?

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 9 ก.พ. 2024
  • Uthanda noma ungathandi, uMsholozi ungokhethiweyo. Uphila nabantu abansundu nakuba wayeqhwakele iskhundla esphezulu eMzansi. Akukho noma ubani owayembukela phansi esaphethe namanje esesempeshenini.

ความคิดเห็น • 50

  • @user-gs9ye8gx4u
    @user-gs9ye8gx4u 4 หลายเดือนก่อน +5

    Injalo nje Bhebhe abantu bakithi bafakwa ubthongo balele, vukani mzonsundu liyaduma izulu la phandle

  • @MthokohMtshali-mb4dq
    @MthokohMtshali-mb4dq 4 หลายเดือนก่อน +7

    And ababatsheli abantu iqiniso badayisa ngezwe lethu bavikela umdayisi owuramaphosa

  • @siyandamthembu980
    @siyandamthembu980 5 หลายเดือนก่อน +5

    Kunjalo nje Makhedama... I'm so proud of you Bhebhe

  • @sanelemkhize9176
    @sanelemkhize9176 5 หลายเดือนก่อน +8

    Eyi Mk ingeyabantu and sebakhuluma nje libuyile ithemba

  • @MapholobaMaps-rh6db
    @MapholobaMaps-rh6db 4 หลายเดือนก่อน +3

    Iqinisile lensizwa amazwi ayo ngiyawaseka and futhi uZuma uyayazi ngempela ipolitiki. And into engichaza kuye akazwani nodlame onyukelwa igazi uyamkhuza athi ipolitiki ayisebenzi kanjalo, welcome MK and Msholozi

  • @khumbulanimbanjwa5350
    @khumbulanimbanjwa5350 3 หลายเดือนก่อน +1

    Our national anthem Mr JG Zuma viva MK❤

  • @thnymhlaba179
    @thnymhlaba179 5 หลายเดือนก่อน +5

    Siyabonga Mr Bhebhe

  • @henrynyembe3668
    @henrynyembe3668 4 หลายเดือนก่อน +4

    Siyabonga ngocwaningo lwakho Makhedama. Amaqembu ombangazwe asenziwa amafenu okufunela abantu imisebenzi.

  • @S_25752
    @S_25752 4 หลายเดือนก่อน +1

    Siyabonga kakhulu ukusicacisela kunjalo siyezwa izinto abazishoyo kunjalo impela ikhohlakele yona kakhulu

  • @sizuyisemngadi9559
    @sizuyisemngadi9559 4 หลายเดือนก่อน +1

    Syabonga Makhedama vele awukaze washaya eceleni ubuhlakani bakho abungatshazwa

  • @khethamkhize5970
    @khethamkhize5970 4 หลายเดือนก่อน +6

    Viva MK viva🙏

  • @user-jb1jh4on3c
    @user-jb1jh4on3c 4 หลายเดือนก่อน +3

    U chonchile i mali ye ntela. Corruption. O yazi naye nawe o yazi. Never save South Africa.

  • @nokubongalungelonzondo2355
    @nokubongalungelonzondo2355 4 หลายเดือนก่อน +1

    Awu Njomane Siyabonga lamazwi 🙏

  • @beelovilakazi3291
    @beelovilakazi3291 4 หลายเดือนก่อน +3

    Cha uqinsile impela brazo mina ngikuzwile inkulumo yakho enohlonze

  • @user-fm9eb4xq8m
    @user-fm9eb4xq8m 4 หลายเดือนก่อน +1

    Basebenzi bahulumeni bayigcina nini imali esile emholweni,nagcina ngoZuma pho nisangcengeni kwabazizwe uJ.Z esevukile bethi bazama ukumngcwaba.

  • @NsindisoMchunu
    @NsindisoMchunu 5 หลายเดือนก่อน +6

    Kunjalo nje Qhawe lakithi 🙌 🙌 🙌

  • @RejoiceMasuku
    @RejoiceMasuku 3 หลายเดือนก่อน +1

    UZuma uma elwela abantu konj kwenzekani eDunlope ethekwini bekuyena njalo namaGupta nezimoto ezimnyama wathi uyabuza uVavi kwasekulate yavalwa baphelekwa msebenzi abantu hambani naye nosthola la

    • @Mkadebona
      @Mkadebona 2 หลายเดือนก่อน

      Mr Bhebe uyihlabeskhonkosini nalithuba lokuqalakahle inkululeko ndibengowokugcina ukubhalisela ukuvota ngabuyelwa yithemba viva Mk

  • @user-xn4hk5dt1q
    @user-xn4hk5dt1q 4 หลายเดือนก่อน +5

    Ngiyakuzwa bhuti , viva Msholozi , Mamelodi

  • @mgodoyikzn
    @mgodoyikzn 4 หลายเดือนก่อน +3

    Njomane siyabonga ukhuluma amaqiniso wodwa,asi mdingi U Zuma kwi anc,manje i anc ihlanzekili nga phandle ko Zuma makaphume,ahambe avule noma ama qembu amangaki ,asimfuni ku anc ,khulum Uba tshele,Ramaphosa is our savior, is our hero, wawina kam namnandi eNasret,Vele sizo hlangana no Ffplus,Da,rise mzansi,ku prevent this country kuma Crocodile, Crocodile is more than hungry now,Viva Harry Gwala viva,viva,chief Albert Luthuli viva,viva Langa libalele Dube ,thatha anc thatha,batshele Njomane ahambe we don't need him here

    • @zandingubane9146
      @zandingubane9146 4 หลายเดือนก่อน +1

      As if Anc is yours shame ihlanzeke kuphi ucabanga ngehatred wena mzalwane. Uzothini ima IAnc yakho imdinga uMsholozi. Umsila uyotshopela

    • @funokwakhemagwaza6278
      @funokwakhemagwaza6278 4 หลายเดือนก่อน

      Kulele kunye lakinina ukube kubili ngabe kuyavusana viva MK viva✊

  • @user-ks9zb1ml6f
    @user-ks9zb1ml6f 4 หลายเดือนก่อน

    Mina amagalelo kazuma ngiyawazi uzwe umuntu ezikhulumela engazi lutho,la esouth africa kwase kuthiwe kuzongena ,amarobhothi ,elalizosebenza 24 hour njesecurity uzuma wathi lento izoqeda amathuba omsebenzi ,no cashei,zuma abantu namhlanje abamfuni,ugesi wawungahambi,siyabonga msholozi

  • @user-ch2ty2ic2f
    @user-ch2ty2ic2f 4 หลายเดือนก่อน +1

    Naye futhi akasanifuni uZuma nani muyekeni tshelani oMbalula bahlukane noZuma owethu siyamthanda kakhuuuuulu okmnandi abantu bayazizela Kazuma akababizi nhlobo

  • @amafanisa2446
    @amafanisa2446 4 หลายเดือนก่อน +3

    Siyabonga mfowethu.

  • @user-wv9ts8co3x
    @user-wv9ts8co3x 4 หลายเดือนก่อน +1

    Mnxm

  • @ntombikhonamseleku643
    @ntombikhonamseleku643 2 หลายเดือนก่อน +1

    Jean u😊😅😂

  • @angiemsomi7332
    @angiemsomi7332 4 หลายเดือนก่อน +1

    Sybonga baba ukusicacisela phambili nge mk

  • @lorrainemdakane326
    @lorrainemdakane326 4 หลายเดือนก่อน +3

    He is chosen and anointed one, a father of a nation and the only leader looking out for the interest of the black man🎉🎉

    • @warares6222
      @warares6222 4 หลายเดือนก่อน

      This is the same man who arrested the King of the Abathembu nation disrespecting a BLACK nation using the white man's law's, he's not fit to lead the black nation🖤🙏🏿

  • @NjinjiMagwaza-ku5hg
    @NjinjiMagwaza-ku5hg 5 หลายเดือนก่อน +3

    NJOMANE MGABHI BHEBHE Kunjalo qhawe lakithi ❤❤❤

  • @motabolemaake5690
    @motabolemaake5690 4 หลายเดือนก่อน +1

    O utswitse tjelete. Looted the nation's purse😢

    • @elsiemazibuko2465
      @elsiemazibuko2465 3 หลายเดือนก่อน

      What about Ramaphoso s an angel what about that money under bed

    • @motabolemaake5690
      @motabolemaake5690 3 หลายเดือนก่อน

      @elsiemazibuko2465 Well, I thought that was his?

  • @khanyisilegumede4611
    @khanyisilegumede4611 5 หลายเดือนก่อน +8

    Njomane ngiyakuzwa mina

    • @normanmkhulisi680
      @normanmkhulisi680 5 หลายเดือนก่อน +1

      Owu Siyabonga kakhulu Njomane kaMgabhi, okukhulu ukuthi kukhohliswa abantu bakithi ngenxa yokuthi Abayazi ipolitki, belokhu beth, kuyasha kuyacima, kuyasha kuyacima.
      Sihamba nabashokobezi.

    • @normanmkhulisi680
      @normanmkhulisi680 5 หลายเดือนก่อน +4

      UMsholozi uNkulunkulu kukhona asifundisa khona ngaye, imane asisheshi ukubona, God is busy communicating a certain lecture to us, but we not seeing, this Man when he ascended Office people were forbidding say he can't make it to Presidency, just watch and learn in his Character.
      Salute

    • @sanelemkhize9176
      @sanelemkhize9176 5 หลายเดือนก่อน +2

      Libuyile ithemba safa amakhamandepa kaRamaphosa

    • @user-sx1we3ts4m
      @user-sx1we3ts4m 4 หลายเดือนก่อน +1

      Syabonga kakulu ukusicobelela inkinga ye2 asbon ukut sicindezelwe kangakanani nosizi esiluthwele into siyitata ngenzondo nokut kuning esatshelwa kona ngaye oti uma usulandela utole ukut imfundisoze.. kyasiza uksabalala ngokomqondo izinto uzlandele ungatati lok okuzwayo bese uhlala kukona uti kuyiko ..Syabonga baba Bhebhe 👏

  • @thobanityhaliti3976
    @thobanityhaliti3976 4 หลายเดือนก่อน +3

    Lisela uZuma

    • @triston9618
      @triston9618 4 หลายเดือนก่อน +1

      Domkop, there is no hope for u shame.

    • @ThobileMkhize-kf7cy
      @ThobileMkhize-kf7cy 3 หลายเดือนก่อน

      NoRamaphosa isela ,udlimali neStellenboch mafias

  • @busizweephraimmagalela5385
    @busizweephraimmagalela5385 4 หลายเดือนก่อน +1

    🙏🙏🙏

  • @user-ch2ty2ic2f
    @user-ch2ty2ic2f 4 หลายเดือนก่อน +1

    Viva MK Bhebhe

  • @warares6222
    @warares6222 4 หลายเดือนก่อน +1

    Definition of stupidity is doing the same thing over and over again and expecting a different result, Utatu Zuma was president and he was unable to outsmart the system, he left the same way he got in...at he's age it's impossible for him to be a visionary leader, unogazi Utata his people like but that doesn't mean his fit to be a leader... unfortunately.

  • @user-ob4ie6wl4j
    @user-ob4ie6wl4j 3 หลายเดือนก่อน +1

    Mnx mvoteleni ,uzophinda kuma guptas nisale ningenalutho,isela leli lifuna kubuya lizokweba bese liganwa icrowd yabafazi,mhla wawina nje zoganwa we hay ihlathi nje leli

  • @sinethembambongwa6663
    @sinethembambongwa6663 4 หลายเดือนก่อน +1

    Umbhedo ke kodwa ukuhlaziya kwakho uZuma has been I boy lamaGupta waqonywa ngemali yesizwe. UZuma uhluleke wancama ukuphatha izwe wabulala no ANC not solong ubezama kusifunza uX wife wakhe Bhebhe ayikho into yakho

  • @user-ix4mq9fe6j
    @user-ix4mq9fe6j 4 หลายเดือนก่อน +1

    😂😂😂😂😂😂 propagandist this one

  • @spha4589
    @spha4589 4 หลายเดือนก่อน +1

    Lo baba used us esaphethe ethekwini fet college😭💔😢