ขนาดวิดีโอ: 1280 X 720853 X 480640 X 360
แสดงแผงควบคุมโปรแกรมเล่น
เล่นอัตโนมัติ
เล่นใหม่
Niyathanda ukuzisikela la kunone ngakhona ukuze niphikise abanye. Uma INkosi iLanga ithi yiyo eyayithume uBhombela ukuba ayoyigeza emfuleni iqeda ukubelethwa. Ngabe umuntu wasemhlabeni angamthuma yini uYise lokho na.UShembe uyaziwa ngikuzifihla kodwa kuyaye kube khona izikhathi la ake azibize khona ngonkulunkuluNgiyaye ngithande ukulalela uma nikhuluma kodwa ngathi senigxile ekuphikiseni.UShembe phela unguMoya uBhombela wazalwa wathunywa nguShembe. UShembe wayekhona engakazalwa uBhombela ngokwenyama.
Niyathanda ukuzisikela la kunone ngakhona ukuze niphikise abanye. Uma INkosi iLanga ithi yiyo eyayithume uBhombela ukuba ayoyigeza emfuleni iqeda ukubelethwa. Ngabe umuntu wasemhlabeni angamthuma yini uYise lokho na.
UShembe uyaziwa ngikuzifihla kodwa kuyaye kube khona izikhathi la ake azibize khona ngonkulunkulu
Ngiyaye ngithande ukulalela uma nikhuluma kodwa ngathi senigxile ekuphikiseni.
UShembe phela unguMoya uBhombela wazalwa wathunywa nguShembe. UShembe wayekhona engakazalwa uBhombela ngokwenyama.