uKing Bhaka unqumele u Dr 2+2 ugwayi kaTiki ukuthi bangaphinde badlale amasimba eScetch noMC Gwajo

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 17 ก.ย. 2024

ความคิดเห็น • 231

  • @mpendulogumede-xr4sv
    @mpendulogumede-xr4sv 8 วันที่ผ่านมา +12

    khuzeka Bhaka buza kithi uma ungamazi 2+2 and uyeke ukuphaphela abantu abangakusukelanga, akudlalelwa kuleyandoda siyayazi sikhule nayo is not ukuthi ngichemile

  • @nkosidelisile8565
    @nkosidelisile8565 8 วันที่ผ่านมา +14

    ngaze ngamthanda u2+2 🤣🤣🤣🤣🤣

  • @666illuminsa
    @666illuminsa 8 วันที่ผ่านมา +20

    Cant wait for the respond of Dr 2+2 and MC Gwajooh.😂no malandela

  • @SabeloMthethwa-d5x
    @SabeloMthethwa-d5x 8 วันที่ผ่านมา +16

    Ngoba uthi akakwazi ukulapha wake waya Yini esigodlweni sakhe nxe uyosheshe ufe wena nomona

    • @ZaneleMalongwana
      @ZaneleMalongwana 7 วันที่ผ่านมา

      Mina ngibuya khona kulesosgodlo akazi lutho 2+2 udlala ngabantu masufona umtshel kuthi akulungi akabi saphendula iPhone ngangayile kuyithwala ngangigula kabi ayiko ndaba yakhe 2+2 doti kuthi ngeke ngibhale konke la udlala ngabantu Akuyi ngokukhuluma baningi bayakhala ngaye Nina Anazi ngoba anikayi kuye doti weqola uyabiza enjalo jik ungasizakali uqinsile uking Bhaka baningi baseba ukuphumela Obala abantu

  • @SiphoXaba-n5g
    @SiphoXaba-n5g 8 วันที่ผ่านมา +14

    Kodwa wena udayisa iygubhu eyngasebenzi😢Sakbona ku X Repo abantu bezofun imal yabo

  • @ThembaNkosi-r8d
    @ThembaNkosi-r8d 8 วันที่ผ่านมา +16

    Hhey uyafisa ukuduma njengo Shembe Angeke ufike lapho,usasenenkanyamba eyodwa,nedamu hhayi nomfula,siyasho Thina sithi ayikho lentoyakho mkhulu,Angeke sisakubiza ngeKing hhay uyaphapha mfana

    • @DumsaniNdlovu-v5m
      @DumsaniNdlovu-v5m 8 วันที่ผ่านมา +2

      Ay Cha yena lo bhuti uphapha too much ayikho nje into angayiphawuli wazi yonke into uSopolitiki uyena uyaphawula aibo ngeke King ngathi uwena osudlala isketch la.udlala ngathi kwawena

  • @NathiDimitri
    @NathiDimitri 8 วันที่ผ่านมา +13

    Kodwa u Doctor 2+2 inkalakatha leya futhi ngiyayivuma

    • @lindanizulu833
      @lindanizulu833 8 วันที่ผ่านมา

      Ngivumelana nawe I Kalakaua ye sketch😂

  • @BonakeleKhambule-ru7bx
    @BonakeleKhambule-ru7bx 8 วันที่ผ่านมา +9

    Khula King ngikuthembe kabi phuma endabeni zabantu bhekezakho nawe dlala isikeshi sakho uphume kwezabanye

  • @SabeloMthethwa-d5x
    @SabeloMthethwa-d5x 8 วันที่ผ่านมา +13

    Yazi lobhaka uyanyanyisa BCS akazi ukuthi Yini ayifunayo kumkhulu 2+2 or ufuna kube wuye yedwa inyanga

    • @lwazimaqubela7684
      @lwazimaqubela7684 8 วันที่ผ่านมา +1

      Klk xa ethakatha ngempela 2+2 Maka deale ngo King Bhaka ambonise amandla wakhe vula zidibane inkunzi😅

    • @user-bc4eu8ks6t
      @user-bc4eu8ks6t 8 วันที่ผ่านมา

      Musa ukunyanya umuntu okumele anyanye u2+2 okudicilelwa phansi dignity yakhe . Ubhaka sometimes uyabheda sometimes uright

    • @SabeloMthethwa-d5x
      @SabeloMthethwa-d5x 7 วันที่ผ่านมา +1

      Lalelake Umuntu ohlanyayo wuwe Wenja ayikho lento ekhulunywa ilobhaka Wena nawe msunu if unenkinga no 2+2 hamba kwamhlaba uyalinga uzoyikhotha imbenge yomile

  • @NokuthulaBiyela-k1l
    @NokuthulaBiyela-k1l 7 วันที่ผ่านมา +4

    Sengithule nje ngilinde mpendulo mina angazi kubangwani ngempela kodwa ngilinde mpenduko

  • @FisokwakheEricSithole
    @FisokwakheEricSithole 8 วันที่ผ่านมา +18

    Nami sengilinde yena u Dr 2+2 ukuthi ephendule ngicela ningazise uma esephendulile I can't wait lolo suku 😂😂😂

    • @NkhensaniLindy
      @NkhensaniLindy 2 วันที่ผ่านมา +1

      Yooo kuzo shuba watching at Tzaneen Mamitwa

  • @MzwandileLembethe
    @MzwandileLembethe 8 วันที่ผ่านมา +8

    Bhaka usukela amanye mandodake manje uzofa ngandlalelwe baba Musa khuluma ndaba zabantu

    • @user-uf5sd4oi7r
      @user-uf5sd4oi7r 8 วันที่ผ่านมา

      Engathi angamlandelisa ngeznyosi Ake abhekane nazo athule

  • @mlindos1654
    @mlindos1654 8 วันที่ผ่านมา +4

    Haybo webhaka wena waxakwa ukelly khumalo suzodakelwa u2+ manje, weeee umona usuka esweni ngempela😂😂😂

  • @busiswaagnes5592
    @busiswaagnes5592 8 วันที่ผ่านมา +12

    Mxm yeka u Mona wena

  • @slindilethusi
    @slindilethusi 8 วันที่ผ่านมา +7

    😂😂😂😂ngilinde idr 2+2 mina😂😂😂

    • @user-kb9sm9wj7p
      @user-kb9sm9wj7p 7 วันที่ผ่านมา

      Yabona ngicabanga nokuthi impendulo ingangitholi la eSataflika😢noma ngingenze lutho

  • @XolisaniEzrom
    @XolisaniEzrom 8 วันที่ผ่านมา +4

    Namanje ngiyabuza wenzeni kuwe u2+2 ngiyabuzela nje. Ngoba yithi esiyela kuye ngokuthanda kwethu.

    • @LucyEnnie
      @LucyEnnie 8 วันที่ผ่านมา

      😂

  • @LwazilwethuMathenjwa
    @LwazilwethuMathenjwa 7 วันที่ผ่านมา +3

    Yooooooo phendula 2+2 pls

  • @SizweDlamini-d7x
    @SizweDlamini-d7x 8 วันที่ผ่านมา +2

    Mina Dr 2+2 wangetela timanga sencakekile emhlabeni nginganamali wangsiza. Ngaze ngabuya ngazibongela ngo R5000 angazike kwbanye mina ngasuka la mpumalanga ngayofika kuye.

  • @mphilisimphilisi4445
    @mphilisimphilisi4445 8 วันที่ผ่านมา +9

    Uyabona Bhaka uyanyanyisa ayi kancane ubhizi ugxheka izinyanga ngezigubhu uthi zi rong kodwa yena busy udayisela abantu makhanda oil wakhe uthi iwona number wani .naye bhaka uthwele mani khonani kuledamu lakhe alikhanda yena

  • @theodoraspringbok3273
    @theodoraspringbok3273 8 วันที่ผ่านมา +2

    Mntu uyahlonitshwa
    We king wokunuka🤣🤣🤣

  • @JjMtsweni
    @JjMtsweni 7 วันที่ผ่านมา +1

    Ngabe Kya ngani BHAKA azi Zonke lezinto zabantu asati Mina ngiyamsaba 2+2

  • @SabeloMthethwa-d5x
    @SabeloMthethwa-d5x 8 วันที่ผ่านมา +2

    Waze wafa umona awusiyeke wena mgomakhandakhanda oil plz phuma ku2+2 yenza okwakho uphume nje kuSgadla senyama

  • @MzwandileLembethe
    @MzwandileLembethe 8 วันที่ผ่านมา +4

    Ufuna udumo ngo2+2 lomfana wasethekwini njalo yena landela bantu bandumile akafuni ukuziphakamisa yena njh andume lomfana

  • @LoyisoDyasi
    @LoyisoDyasi 6 วันที่ผ่านมา +1

    Uyakuthanda ukukhuluma Lo Baba u Mfazi Njehhh lona Hlezi esezindabeni Zabantu 😂😂😂😂King Bhaka Yeka indaba Zabantu Sthingithingi

  • @luckymshengu
    @luckymshengu 8 วันที่ผ่านมา +4

    Sgadla senyama sgadlasenya sgadla senyama sgadla senyama sgadla senyama

  • @businzama6939
    @businzama6939 8 วันที่ผ่านมา +1

    Eyyy u Dr 2+2 uzokuphendula kabuhlungu we bafo KHUZEKA NJALO ungasho asikutshelanga yabo njengamanje udlala ngomlilo 🔥🔥🔥🔥

  • @feliciaMchunu-pb6qr
    @feliciaMchunu-pb6qr 7 วันที่ผ่านมา +1

    I think 2+2 kumele aphume nje kutiktok yiyo lento esebevele nje bamthathe kancane kanje

  • @effortndlovu1741
    @effortndlovu1741 8 วันที่ผ่านมา +1

    Gcwala ngiyakufakela nangu 6

  • @user-dn7ok1ht2b
    @user-dn7ok1ht2b 8 วันที่ผ่านมา +2

    Uyafa umona wake walapha bani savuka sabona kwahlè wena Mop ekhanda uzobhosha ke manj uthinta imive ematsheni

  • @CeciliaNkabinde
    @CeciliaNkabinde 8 วันที่ผ่านมา +4

    Hai bengihlezi ngisho i social.media ma ungaya ngayo uyigcina.usangana.nje kphela

  • @ThaboMakgamathe
    @ThaboMakgamathe 6 วันที่ผ่านมา

    Mhhm Mina uKing Bhaka angimsoli ngoba naye uthi uyiNyanga kushukuthi uyayazi into ayenzayo njengoba kuyena eqala impi. Umuthi awumbiwa ndawonye,kungabi sengathi Umuthi ubuzwa kumuntu oyedwa nilokhe nithi uBhaka uzolimala. Uyayazi into ayenzayo ngoba uyazithemba ukuthi naye uyinyanga. Nikhumbule phela ukuthi uGwajo akawazi Umuthi akayona Inyanga ingakho ehlunekile ukuzivikela

  • @user-dl7nf7bu4o
    @user-dl7nf7bu4o 8 วันที่ผ่านมา +2

    I really hate this baka guy,we all know he’s just looking for fame.Kanti what are you famous for?Uyanyanyisa uyiscefe bhaka wenja 2+2 gets better invitations on famous platforms wena usoloko uthetha ngabantu 🤮🤮🤮

  • @JohnMasiagwala
    @JohnMasiagwala 6 วันที่ผ่านมา

    Mxm wena bhaka loba singakwazi awuyona inyanga sengani a ngakuthumela imkhovu ikubulale u 2+2

  • @MzamoGina-sk3zl
    @MzamoGina-sk3zl 7 วันที่ผ่านมา

    King bhaka ukhuluma ngathi umfazi endabeni zabantu uhlezi uzifaka ngikwazi usazenza umculi ugijima emakethe hlukana nendaba zabantu awunake okwakho ukhulumisa okomfazi uyanyanyisa

  • @Mhlaziyi
    @Mhlaziyi 8 วันที่ผ่านมา

    Uyaphapha nalomfana ekthiwa uBhaka

  • @zanynandy6332
    @zanynandy6332 8 วันที่ผ่านมา +1

    2+2 u are the best 👌 .wena stupid king weka umona.

  • @jeremia.motlatsimokoshane428
    @jeremia.motlatsimokoshane428 8 วันที่ผ่านมา +2

    this guy is a psychopath...discrediting someone who has nothing against him...he is desperate for fame

  • @SibongiseniNcanana
    @SibongiseniNcanana 4 วันที่ผ่านมา

    Ngibona kuliphutha kodwa ukubiza indoda yomuzi wayo ngommfana omncane angingeni kokuningi kodwa akukhulunywe ngokwakha Asazike iyozala Nkomoni

  • @MuziButho
    @MuziButho 5 วันที่ผ่านมา

    Sikuthanda ukubhubha Dr 2+2 noma bengathini uyinyanga yangempela dokotela

  • @JenicaNxumalo
    @JenicaNxumalo 8 วันที่ผ่านมา +1

    Kodwa we Bhaka uyabasukela abantu..umbangisani manje u2+2...zolo loku bekunguSgujana😅😅😅😅😅...shame uyadelela ngempela..mthathe dokotela useyajwayela ukuchwensa manje

  • @NokuthulaHazelNgcobo
    @NokuthulaHazelNgcobo 7 วันที่ผ่านมา

    Dr 2+2 plz bhunyela lo Bhaka ngezinyosi ahlukane nawe phansi

  • @MfanufikileKhomo
    @MfanufikileKhomo 8 วันที่ผ่านมา +2

    Ay ay sengathi sudlala noma nje .nawe..

  • @SIPHONovamba
    @SIPHONovamba 7 วันที่ผ่านมา

    2+2 ndiyakundanda nobabangathini❤

  • @Shabalala-w8g
    @Shabalala-w8g 7 วันที่ผ่านมา

    Viva ngesgadla senyama Viva uyindoda siyakuthanda 2+

  • @SifisowelcomeFakude
    @SifisowelcomeFakude 8 วันที่ผ่านมา +1

    Cha umona kodwa nsizwa yakithi , yazi njalo nje makukhona umuntu okuthiwa uyasebenza uvele uthi bayabheda . Ushukuthi iwena nje owazikakhulu nje emhlabeni

  • @CynthiaMthimunye
    @CynthiaMthimunye 4 วันที่ผ่านมา

    😅😅😅😅😅uthi u king asilindeni i Come back 😅😅😂😂😂😂😂 meke basidlala esinye iskesh bazongibona kahle🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣😂

  • @SamkeloZwane-i8m
    @SamkeloZwane-i8m 7 วันที่ผ่านมา

    Bakha asonake wakho umsebenzi uyanyanyisa umsebendzi wakho yini kubuka lezinye inyanga

  • @SithulisiweMpofu
    @SithulisiweMpofu 4 วันที่ผ่านมา

    😅😅😅😅😅😅 kodwa King uthinina kithina? Bangaphinde badlale isikeshi😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @KhethukuthulaNTULI-rf9ut
    @KhethukuthulaNTULI-rf9ut 3 วันที่ผ่านมา

    Umahlulwa umfazi angekhe usitshele ukuthi senzeni owethu u2+2

  • @NikeAir-i8c
    @NikeAir-i8c 6 วันที่ผ่านมา +1

    Ulambile Lona weeeeh

  • @NkosinathiNguse-d5n
    @NkosinathiNguse-d5n 8 วันที่ผ่านมา +2

    😂😂😂😂😂 hay ufuna ukuduma ubhaka udlala umona uqed'amathe mahala

  • @VuminkosiKunene
    @VuminkosiKunene 7 วันที่ผ่านมา

    Noma ningathin ngo 2+2 simthandakabi thina usgadla

  • @NawAwz
    @NawAwz 7 วันที่ผ่านมา

    Uma umuntu esezofa ukhuluma engaqedi njengabo obhaka ulungile abakhuthuze .u 2+2 nawe uyakhuthuza izinto onazo isithwalo

  • @user-bc4eu8ks6t
    @user-bc4eu8ks6t 8 วันที่ผ่านมา

    bhaka kahle ndoda yekela ukuzama ukuwisa marketing yomunye umfana koda eyakho yamafutha ayigxekwa muntu ubhaka akaqhubeke neyakhe marketing ayeke ezabanye uhlanganaphi nje nomsebenzi ka 2+2 uyabhora bafo

  • @JjMtsweni
    @JjMtsweni 7 วันที่ผ่านมา

    YeBAFETHU NINGEZWA UMUNTU ANIYENGA AKADLALI 2+2 YOKUNYISA LEYANDODA KING BHAKA KING BHAKA MFETHU AY ANGISHO LUTHO XEM

    • @CynthiaMthimunye
      @CynthiaMthimunye 4 วันที่ผ่านมา

      😅😅😅😅😅😅😅

  • @user-kj9mi1ev3b
    @user-kj9mi1ev3b 7 วันที่ผ่านมา

    Kaze uzoyimela yin sengaty uthinte umlilo bhaka usake wengena yin kuye

  • @JacobMmekwa
    @JacobMmekwa 7 วันที่ผ่านมา

    King hlukana no sgadla ubuze ugwajo ngo Dr 2+2 udokodela gi sgubhu sika poison

  • @mkontozeblon2262
    @mkontozeblon2262 8 วันที่ผ่านมา

    Uyaz 2+2 ngiyamaz yindoda enamandla lemofi bhaka andiyaz nkinga Yayo yini

  • @TshengisileNdlangamandla
    @TshengisileNdlangamandla 8 วันที่ผ่านมา +1

    Phambili ngo2+2 noma ungathin webhaka wakhon nokukhulumela fut kaz uzama ukuduma 2+2 udume ngemisebenz yakh wena uduma ngokukhulumela fut awaz fokol.

  • @XolohLwamaShenge
    @XolohLwamaShenge 7 วันที่ผ่านมา +1

    Thina esilwaziyo usizo lula 2 +2 siyakuhleka ngoba siyamazi u 2+2 Uyasebenza iwubone umehluko

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 8 วันที่ผ่านมา +2

    Death is the opposite of life like dark is the opposite of light, so nisho kanjani ukuthi umuntu osefile uyaphila kanti usefile? Umshumayeli 9:5-6,10, Isaiah 8:19.

  • @zukiezukiswa5487
    @zukiezukiswa5487 8 วันที่ผ่านมา +1

    Isicefe saBhaka kodwa nkos yam, uhlezi egxeka abantu yena ulapha bani njengoba kuhlez kugcwele abantu abafinga usizo angkaze ngmubone nakakodwa lamandla wakhe amangaka kanti owani

    • @priscillamanatha1021
      @priscillamanatha1021 8 วันที่ผ่านมา +1

      Cha nami ngike ngazibuza kuthi naba bantu be khala ngapha nangapha bahlushwa izilwane nokugula kucelwe usizo enyangeni lutho akaveli 😂😂

  • @NgoniMoyo-l8q
    @NgoniMoyo-l8q 8 วันที่ผ่านมา

    Waze wayihlokoz' inyoka emlindini. silindi impendulo kumkhulu.

  • @SmangeleSizaniGwala-t5u
    @SmangeleSizaniGwala-t5u 7 วันที่ผ่านมา

    Aibandla kanti inyanga sezabanjan bayasidida ngob balwa bodwa akusasizwa abantu

  • @khethiwepatience9462
    @khethiwepatience9462 7 วันที่ผ่านมา

    Nkulunkulu wami Shembe akeningibizeleni u 2+2 azodila nalento ayiqede ukuphapha

  • @mkhulundwandwe2757
    @mkhulundwandwe2757 8 วันที่ผ่านมา +1

    Why kmele azi wena u sgadla wake wamondla na uhlanganaphi nokuth sikholelwaphi
    Umele owaphi u mphakath
    Unomona bhaka n uzehlisa isthunz awuyena u nkulunkul uwumuntu njengabanye abantu uma belahla imali obani abalahla imal wena uhlanganaphi
    Amahlaphahlapha lento oyikhuluma la

  • @decembermnisi4840
    @decembermnisi4840 8 วันที่ผ่านมา +1

    Kahlekahle ubakha ucekela inyoni tv phansi ,the holy south africa the best inyanga uyena u 2+2 inyanga yangempela leya ,yeka lento bakha umakhandakhanda uzofa lapha ku 2+2

  • @user-rh3eo3ln9s
    @user-rh3eo3ln9s 7 วันที่ผ่านมา

    Usgadla senyama safele mazweni u Gogo logo bile usalukwazi se Mpondo 😅😂kodwa Mina ngiyam garanta u Gadla senyama

  • @sindiso4984
    @sindiso4984 7 วันที่ผ่านมา

    Uzokukulungisa umkhulu welizwe udlala ngomlilo uyeza u 2+2

  • @siyabongahlatshwayo4798
    @siyabongahlatshwayo4798 8 วันที่ผ่านมา +1

    uzofa wena bhaka

  • @ThuleeGcugcwa
    @ThuleeGcugcwa 7 วันที่ผ่านมา

    Uzokwaz kodwa ukphum eyndaben zabantu.thina singabantu syakcela uphume eyndaben zabantu

  • @mthokonani
    @mthokonani 8 วันที่ผ่านมา

    Ngati usukela inyoka isemgodini wayo wemnumzane kungcono unake okwako. Umyeke usgadla senyama

  • @NawAwz
    @NawAwz 7 วันที่ผ่านมา

    Uthi insimbi enembobo izobheka ku 2+2 vulicala wena sotobe unyela kuwe ngoba nguye ozothumela abantu

  • @BuziweSikisi
    @BuziweSikisi 8 วันที่ผ่านมา +1

    Sohlezi simthanda u 2+2 noma ungathini bhaka

  • @mziwoxoloxabazi2676
    @mziwoxoloxabazi2676 8 วันที่ผ่านมา +1

    2+2 please respond ngiyakucela 🙏🤣🤣🤣

  • @SonwaboagreementMavimbel-io9gw
    @SonwaboagreementMavimbel-io9gw 7 วันที่ผ่านมา

    uthuleleni manje dr 2+2 ziyakhala lana

  • @user-ob7qi1ru6p
    @user-ob7qi1ru6p 7 วันที่ผ่านมา

    Iheeeee hayi engabe iyozala nkomoni kodwanje phumlani Ku gwajo ningafuni ukuzenzela udumo ngyae ugwajo sisebenzelala inganenezakhe akahlangene nobuthakath benu

  • @nonhlanhlamafokwane2299
    @nonhlanhlamafokwane2299 7 วันที่ผ่านมา

    Vela phela sicela ukukubona 😢😢😢ubuso

  • @sibongisenibikokuhle126
    @sibongisenibikokuhle126 7 วันที่ผ่านมา

    Mina sengilindele Response ka mkhulu dr 2+2

  • @mbaliembalie6034
    @mbaliembalie6034 8 วันที่ผ่านมา +1

    I can't wait 2plus 2 no gwajo 😂

  • @AndileRabi-kl4uu
    @AndileRabi-kl4uu 6 วันที่ผ่านมา

    Hay wena uzozibulala ngokwakho ngumona engekakuphathi uDr 2+2

  • @Tololihle85
    @Tololihle85 7 วันที่ผ่านมา

    Phuma endabeni zabantu
    Nawe wenza ezakho king awubuzwa mntu

  • @SizweNkomo
    @SizweNkomo 8 วันที่ผ่านมา +1

    Unomona webhaka wabantu.

  • @SabeloMthethwa-d5x
    @SabeloMthethwa-d5x 8 วันที่ผ่านมา +1

    Waze wangicasula lomfana okuthiwa ubhaka uwumfazi why Uma enenkinga engagoneli U2+2 akhulume naye or ahambe eye kwamhlaba uyalingana abone ukuthi uyobuya Yini cha ulivaka wemfana awuqhathwanga futhi awudodile

  • @Gcaba-e2o
    @Gcaba-e2o 8 วันที่ผ่านมา +1

    Kahlekahle.lomuntu.udlala.ngo.2+2.

  • @PamelaMagugu
    @PamelaMagugu 7 วันที่ผ่านมา

    Wena uyaydela inkani 😂😂 uzomqonda nje u Dokotela 😂😂uzombona apha kuwe , i can't wait wheeeee

  • @mosesbhebhe2745
    @mosesbhebhe2745 8 วันที่ผ่านมา +1

    Uyamaz u 2+2 ukuthi uwu Poison kanjan 😂😂

  • @foflexxtv327
    @foflexxtv327 7 วันที่ผ่านมา

    Isgadla kungcono sithule loh sefun' udumo...

  • @zamuxoloroloti7137
    @zamuxoloroloti7137 7 วันที่ผ่านมา

    udliwa umona wena ngeke uwathathe amandla omunye muntu ezinye Nyanga bazbiza overseas akho nosuku olulodwa ubizwa wena ndoda enomona

  • @user-gm1bs7nl6f
    @user-gm1bs7nl6f 8 วันที่ผ่านมา +1

    Bhaka wothuvi

  • @MasanzaSanele
    @MasanzaSanele 5 วันที่ผ่านมา

    Mxm wen udlala umona nje uyanyanyisa shame y Wena ungenzi okuncono

  • @NokuthulaHazelNgcobo
    @NokuthulaHazelNgcobo 7 วันที่ผ่านมา

    Uyakuthanda ukukhuluma we Bhaka ay

  • @SidibhanaRoseMashiane
    @SidibhanaRoseMashiane 8 วันที่ผ่านมา

    Bha,Bhaka ngyakukhuza u2+2 uyindoda ephelele nobunyanga bakhe ,uma esekuthakatha ungathi asikukhuzanga ngoba akacalalni wenza umsebezi wakhe ngokweciniso,wena unomona ,usukela inyoka emgodini kodwa uzobona ,ngeke iphele unyanga Le esikuyo ukahle🤞🤞🤞😢

  • @jabulanimsiki1434
    @jabulanimsiki1434 7 วันที่ผ่านมา

    Kanti kuyakhulunywa ngomunye umuntu nawe unowakho umsebenzi okumele ukhulume ngawo

  • @Tvt582
    @Tvt582 8 วันที่ผ่านมา

    Mkhulu Sgadla senyama ngiyawazi amagalelo akho Ake uxoxe nobhaka ngendlela yakho😂

  • @SmangeleSizaniGwala-t5u
    @SmangeleSizaniGwala-t5u 7 วันที่ผ่านมา

    Aibo ungabaval khona sizozwa ukt uneqiniso ngempela umuntu uya la athanda ukuya Khon ngemali yakhe

  • @lindomlindo7588
    @lindomlindo7588 8 วันที่ผ่านมา +1

    Mina ngmbona edalela inkinga ke mnje uyinkinga loyomuntu

  • @TamsanqaTamsanqa
    @TamsanqaTamsanqa 8 วันที่ผ่านมา

    Eish bhaka zozisola ndoda🤞

  • @NomasontoSonto-v3f
    @NomasontoSonto-v3f 7 วันที่ผ่านมา

    aiiibooo mina selinde yena 2+2 ephendulela

  • @ntombozukomalumbazo
    @ntombozukomalumbazo 7 วันที่ผ่านมา

    I cant wat for the respond of Dr 2+2 sekuzoshuba manje lol😂😂