Shembe uNYAZI ukungena kwenkos eNtabazwe

แชร์
ฝัง

ความคิดเห็น • 72

  • @IgezaLensizwa
    @IgezaLensizwa ปีที่แล้ว +5

    Kwaze kwakuhle
    Siyabonga Dlakadla, kodwa bes'cela nje nokulizwa izwi lababa. Iy'nsimbi ziyaphazamisa 🙏🏾🙏🏾🙏🏾🙏🏾🙏🏾🙏🏾🙏🏾

  • @FikileMasondo-wg9ud
    @FikileMasondo-wg9ud ปีที่แล้ว +1

    Nkosi yamakhosi nyazi lwezulu baba ube nami baba ngisithole isibusiso ngisemsebenzini ziphume. Nemali zami engazibhalisa baba

  • @gugumazibuko6275
    @gugumazibuko6275 ปีที่แล้ว +3

    Umuzi oyigugu!! Nkosi uze ungikhumbule nami ngikwazi ukuba khona njengoba ngisemazweni.

  • @masesimchunu-ff9xj
    @masesimchunu-ff9xj 3 หลายเดือนก่อน

    Kuhamba phambili unyazi❤ siyalithanda lesonto ngoba lisifu disa okuningi ngokhokho bethu❤❤❤🙏

  • @thandiwenene5667
    @thandiwenene5667 ปีที่แล้ว +6

    Dlaladla siyathanda ama vedio kodwa sound noma insimbi lezi ezikhala ngemuva uma umuntu ekhuluma ubozehlisa kancane ujike angezwakali umshumayeli ukuthi uthini siyacela

  • @njabulomakhaye4405
    @njabulomakhaye4405 ปีที่แล้ว +4

    ♥️♥️♥️♥️♥️♥️♥️♥️♥️Nkosi Yamakhosi Nyazilwezulu♥️

  • @AntonZwane
    @AntonZwane ปีที่แล้ว +3

    Hallelujah Amen Shembe oyi Ncwele.. Nyazi LweZulu.

  • @SihleZungu-wg2dg
    @SihleZungu-wg2dg ปีที่แล้ว

    Nkosi yamakhosi khula NYAZILWEZULU usikhumbulele OBABA mkhulu singenamandla okubahlawulela ngokungabikho kwemisebenzi😭😭Aameeeen

  • @Isaackwenzokwakhebiyela
    @Isaackwenzokwakhebiyela ปีที่แล้ว +2

    siyabonga Dlakadla ukusipha uthando lukaSHEMBE phambili ngoNYAZI LWEZULU AMEEEN

  • @londyreginah9195
    @londyreginah9195 ปีที่แล้ว

    Uyesabeka🙌🏼🙌🏼🙌🏼🙌🏼🙌🏼🙌🏼 Syabunga kusithwebulela kwangaty naty besikhona Nkosi 👏🏼

  • @senzesihlesphugneryhphungu7497
    @senzesihlesphugneryhphungu7497 ปีที่แล้ว

    Syabonga Dlakadla ...mina angazi noma ngyaphambuka yini mangicela izinsimbi zithi ukunxipha kancane Inkosi mayincokola

  • @mthandeningubane7301
    @mthandeningubane7301 ปีที่แล้ว +2

    Syabonga kakhulu ngokusthatha nisbeke🙌

  • @sihlelilx200
    @sihlelilx200 ปีที่แล้ว +2

    Aw noma ubaba ekhuluma mfoo udlala insimb asisezwa lutho njee ayii

  • @buhlemhlongo7481
    @buhlemhlongo7481 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga Ntabazwe wasikhulisela uMesiya wethu ❤❤

  • @thabisomathe120
    @thabisomathe120 10 หลายเดือนก่อน

    Sengibuke kathousand time levideo❤UNkulunkulu uNyazi Lwezulu

  • @masesimchunu-ff9xj
    @masesimchunu-ff9xj 3 หลายเดือนก่อน

    Kwaze kwakuhle emzini wonyazi🙏🙏❤❤❤

  • @SibonisiweMajola-xi8gq
    @SibonisiweMajola-xi8gq ปีที่แล้ว

    Amen Nkosiyamakhosi sicela izinhlanhla nezibusiso Kanye nokhokho bethu inkosi ikubusise

  • @MuziwamandlaSithole-i7u
    @MuziwamandlaSithole-i7u ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga dlakadla awukhule umsebenzi

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline ปีที่แล้ว +2

    Kwaba Injabulo ukuphumelela komsebenzi kababa , phambili ngokusebenzela ubaba.

  • @siphesihlesomani234
    @siphesihlesomani234 ปีที่แล้ว

    uBaba Wethu Sonke uNyaziLwezulu uThixo Wethu 🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏💯💯💯💯💯💯💯Muhle Umuzi Ka Baba eNtabazwe Muhle Kakhulu Siyabonga Dlakadla Nge Video Baba uNkulunkulu Akubusise🙏💯🙏💯🙏💯

  • @olgambambo4252
    @olgambambo4252 7 วันที่ผ่านมา

    Amen oyingcwele amen 🙏

  • @welcomezulu3290
    @welcomezulu3290 ปีที่แล้ว +2

    Olwethu Unyazi Amen

  • @masesimchunu-ff9xj
    @masesimchunu-ff9xj 3 หลายเดือนก่อน

    Retladula reo rata nyazi🙏

  • @VusumuziEricMngomezulu-jk8dc
    @VusumuziEricMngomezulu-jk8dc ปีที่แล้ว

    Mngometulu wena KalLubelo mbikita , Syabonga Nkabayenkosi....! ungawakithi wena , iNkosi ikwandisele

  • @Mjabuliseni-i7q
    @Mjabuliseni-i7q 10 หลายเดือนก่อน

    Kwaze kwakuhle emzini kaJehova, ubumbano emakholweni

  • @ZandileKhwela
    @ZandileKhwela ปีที่แล้ว +2

    ei bengifisa kodwa manje ngisesibhedlela ngabe ngoke ngibe khona yini eNtabezwe ngelinye ianga😭

    • @nomazuluconfidence8049
      @nomazuluconfidence8049 ปีที่แล้ว

      Get well soon uNyazilwezulu lukuphilise😰

    • @ZandileKhwela
      @ZandileKhwela ปีที่แล้ว

      ngiyabonga mntane nkosi@@nomazuluconfidence8049

  • @CabangaNkwanyana
    @CabangaNkwanyana ปีที่แล้ว

    ❤❤❤❤❤ amen Nkosi yezulu nomhlaba

  • @Phumlani_Mncube
    @Phumlani_Mncube ปีที่แล้ว

    Quality of the camera 💯 🔥🔥

  • @VusumuziEricMngomezulu-jk8dc
    @VusumuziEricMngomezulu-jk8dc ปีที่แล้ว

    Asibongele lawaMadoda ka Nkulunkulu ngokubambisana, nokuzwana, ngokwakha umuzi ka SHEMBE ewuuu nkosi , kazi ngakithi kwakhala Nyonini ..! Shembe eZulwini uzusikhumbule kwa MPUKUNYONI, .. SHEMBE ONCWELE SICELA UMOYA OWODWA ONJENGALAWAMADODA .. ! AGUQE PHAMBI KWAKHO..😢😢😢😢😢

  • @MandisaMdlalose-s2y
    @MandisaMdlalose-s2y ปีที่แล้ว +1

    Kuhle kwethu ❤❤😅😅

  • @prettymawodzeka9918
    @prettymawodzeka9918 ปีที่แล้ว

    Cela Ukhumbule okhokho bethu Shembe...ubathethelele amacala abawona😢

  • @hloniphilekhethiwefakude7684
    @hloniphilekhethiwefakude7684 ปีที่แล้ว

    Zulu Khayalami! Amen.

  • @NompiloButhelezi-q3r
    @NompiloButhelezi-q3r ปีที่แล้ว

    Amen 🙏🙏

  • @kwanelekennethzulu3225
    @kwanelekennethzulu3225 ปีที่แล้ว

    Amen Uyingcwele❤

  • @sibusisobiyela3062
    @sibusisobiyela3062 ปีที่แล้ว +3

    Sometimes too much pride blinds oneself not to see if oneself is wrong. In life one need to listen to be corrected.

  • @maroxmysta
    @maroxmysta ปีที่แล้ว

    Ameni uyingcwele🙏🏼

  • @MondliQwabe-j7f
    @MondliQwabe-j7f ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga Dlakadla ukusethulela 🙏🙏

  • @MrMthethwa86
    @MrMthethwa86 ปีที่แล้ว

    Syabonga NkuluNkulu wethu

  • @MondliQwabe-j7f
    @MondliQwabe-j7f ปีที่แล้ว

    Halala sasiyobonga bani na!!!!

  • @njabuloalbert1745
    @njabuloalbert1745 ปีที่แล้ว

    Muhle kakhulu syabonga🙏

  • @tgssshakes4294
    @tgssshakes4294 ปีที่แล้ว

    Ungaluthinti ulaka ongalwaz uyolucima ngani ,uyingcweeeeeeele,smakade,nkosi yezidalwa zonke Aaaaaaaaaaameeeeeen,

  • @nzuzart3971
    @nzuzart3971 ปีที่แล้ว

    Aaah Shembe❤

  • @NonhlanhlaNonhlanhla-xv4tb
    @NonhlanhlaNonhlanhla-xv4tb ปีที่แล้ว

    Amen baba🙏

  • @boy-againluthuli4837
    @boy-againluthuli4837 ปีที่แล้ว

    Ngicela igama leyinsimbi eyidlala kulokhu kuqoshwa🙏🏾

    • @shozibashaye8444
      @shozibashaye8444 ปีที่แล้ว

      "Ngiphe baba" by the legend Morgan Khuzwayo

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline ปีที่แล้ว +1

    Uyothi wabonani!!!

  • @MlindeliMazibuko-ip3of
    @MlindeliMazibuko-ip3of ปีที่แล้ว

    Nkosi yomusa Shembe oyincwele

  • @sanelesibiya3056
    @sanelesibiya3056 ปีที่แล้ว

    Baba Dlakadla🎉🎉🎉

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 ปีที่แล้ว

    Yiliphi ibandla leqiniso kulomhlaba ngokwebhayibheli? Ngoba amabandla amaningi awawona aweqiniso ngokwebhayibheli, Mathew 7;21-23,1jonh 4:1,Roman's 10:1-3.

  • @SuperLungani
    @SuperLungani ปีที่แล้ว

    Kodwa sinenqaba eBuhleni madoda!!

  • @NcamisileNgcobo-x9y
    @NcamisileNgcobo-x9y ปีที่แล้ว

    💞💞💞💞

  • @thobelaniraymond7465
    @thobelaniraymond7465 ปีที่แล้ว

    🎉🎉🎉amen🙏

  • @Matthew6thirty3
    @Matthew6thirty3 ปีที่แล้ว

    UJesu kuphela inkosi

    • @Mjabuliseni-i7q
      @Mjabuliseni-i7q 10 หลายเดือนก่อน

      INkosi sengathi ingakusiza ikuphe umqondo wokuthi uzazi futhi uziqonde ukuthi ungubani uvela kuphi

    • @Matthew6thirty3
      @Matthew6thirty3 10 หลายเดือนก่อน

      @@Mjabuliseni-i7q lol.ngizazi.wena are u aware of d snakes okuthwelwe ngazo kwashembe lol

  • @stationmkhize2758
    @stationmkhize2758 ปีที่แล้ว

    Uyingcwele nkosiyamakhosi

  • @thokobuthelezi6696
    @thokobuthelezi6696 ปีที่แล้ว

    Akuvumelekile lokhu okwenzayo ayifakwa inkosi kuSocial media kodwa uyahlupha

  • @mfanafuthigumede3781
    @mfanafuthigumede3781 ปีที่แล้ว

    Siyacela enkosini eyingcwele ukuba isimeme nathi

  • @khanyisaningubane7409
    @khanyisaningubane7409 ปีที่แล้ว

    ❤❤❤❤❤❤

  • @SibusisoDube-v5p
    @SibusisoDube-v5p ปีที่แล้ว

    Wamhle umzi KaBhombela suka

  • @MuziBomberMajola-cz2id
    @MuziBomberMajola-cz2id ปีที่แล้ว

    😢😢😢😢😢😢😢

  • @DecemberinocentMoloi
    @DecemberinocentMoloi ปีที่แล้ว

    Amen ❤❤❤

  • @sbongilekhanyile6392
    @sbongilekhanyile6392 ปีที่แล้ว

    Amen 🙏🙏🙏