ไม่สามารถเล่นวิดีโอนี้
ขออภัยในความไม่สะดวก
Xa ebizwa amagama by
ฝัง
- เผยแพร่เมื่อ 20 ส.ค. 2023
- No.240 Xa ebizwa amagama (Icilongo leVangeli)
1 Nxa ebizwa amagama elizweni laphaya
Ekuseni okungayikuhlwa qha;
Bephelele abeNkosi khona lapho ekhaya
Ngothi: yebo, Nkosi, nangu mina la
'
Nxa ebizwa amagama
Nxa ebizwa amagama
Nxa ebizwa amagama
Elizwen’ elikhanyayo laphaya
.
2 Ngalo lona lolusuku bevukile abeNkosi
Behlotshiswe ubukhosi bayo le;
Sebebuthwa abakhethwa bengeniswa ekhaya
Ngothi: yebo, Nkosi, nangu mina la
.
3 E, mawushe umsebenzi yonk’ imihla ngise la
Mangishumayele zona ezeNkos’!
Khona kothi nxa ngiqede, sengilizw’ igama lam’
Ngothi: yebo, Nkosi, nangu mina la (F.S)