Ukumbathwa iThongo | Indaba with Alex Mthiyane

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 15 ก.ย. 2020
  • Often times sike sishawe izinto zomhlaba kanti ayi ngoba kwithina esonile kodwa abanye abantu abona, okuyilabo asebadlula emhlabeni.
    Kusihlwa sikhuluma ngokumbathwa umuntu ongasekho emhlabeni.
    #IndabaYesintu

ความคิดเห็น • 35

  • @qaphelenimsomi3713
    @qaphelenimsomi3713 ปีที่แล้ว

    syabonga ngendaba yamawele ukuth iwele alenzelwa lutho if lishonile ngcelkbuza lwenzelwa Kanjan ngyabuza

  • @mildredncube2032
    @mildredncube2032 3 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga ukusichazela ngezinto esbhekane nazo empilweni ikakhulu kungani abangasekhoyo bekhethe wena kodwa libanengi emdenini kodwa kudala indondo kwabanye ngoba basuke bacabange ukuthi uyabathakatha ma bengasaphumeleni kanti awuzikhethelanga

  • @khulumhlongo2176
    @khulumhlongo2176 3 ปีที่แล้ว +4

    Siyabonga ngohlelo olusifundisa ngesintu sethu

  • @siyabongablack9344
    @siyabongablack9344 3 ปีที่แล้ว +2

    Siyakhuleka emakhosini wonke 👏🏾👏🏾ngithi angibeke odabeni, cha kunjalo impela Mina ngembethwe uKhokho ngiyisizukulwane sesihlanu uma uqala kuyena ukubala wathi yimi wamukhetha ozothatha izikhwama zakhe zokwelapha thokoza 👏🏾

    • @ntandokhumalo5730
      @ntandokhumalo5730 3 ปีที่แล้ว +1

      Nam kunjalo mfwethu ngiyisizukukwane sesine wazikhulumela yena ukhokho kumina wathi wangimbatha ngisalihluli okhalweni lukamama wangiphathisa ubukhosi lobubukhosi buhamba nefa okuyiskhwama sokwelapha

  • @philasandehlomendlini2493
    @philasandehlomendlini2493 3 ปีที่แล้ว +4

    I’m here for u- lock-smith mna

  • @noziphombele1351
    @noziphombele1351 3 ปีที่แล้ว +1

    Ow yaaaaa le ngxoxo isusa ulwembu... Powerfl indeed.

  • @sondonzima2792
    @sondonzima2792 3 ปีที่แล้ว +1

    Thokozan bomkhulu abahle,bengicela ukbuza ksuka kwenzenjan masengiphupha ngishawa istroke emva kokubona inyoka ,abanye bathi ngijezela ukziba ithongo elingembethe,ngicela lwenu lapho bantabadala👏

    • @mzwakhethenjwayo3618
      @mzwakhethenjwayo3618 3 ปีที่แล้ว

      Mbulazi sukuma Mntungwa,lephupho lakho linomlayezo ojulile,bakhuluma nawe abantu abadala

  • @lindokuhlemhlongo4148
    @lindokuhlemhlongo4148 3 ปีที่แล้ว +2

    Ngyayithanda indlela ovale ngayo alex❤

  • @teachersikhumbuzomoyo5419
    @teachersikhumbuzomoyo5419 3 ปีที่แล้ว +6

    Mthiyane you smart indeed

  • @mduduziMavundla7242
    @mduduziMavundla7242 3 ปีที่แล้ว +3

    Thanks again Alex with the show but noma iskhathi sifishane manje can you please extend the time

  • @nompulelonompulelo7662
    @nompulelonompulelo7662 3 ปีที่แล้ว

    Siyabonga love. The topic

  • @richmondonlineradiotv942
    @richmondonlineradiotv942 3 ปีที่แล้ว +1

    Sabonga Alex nezihambeli zakho👏👏👏

  • @lindokuhlemhlongo4148
    @lindokuhlemhlongo4148 3 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga ngohlelo ngyafisa ukusizaala la one day with my situation

  • @motaungthatosetjhaba9427
    @motaungthatosetjhaba9427 3 ปีที่แล้ว +4

    Interesting topic...

  • @IKHONOLIVE
    @IKHONOLIVE 3 ปีที่แล้ว +7

    Kade senginikhumbule guys la ku TH-cam 🙏😢

  • @ayeshagrace137
    @ayeshagrace137 3 ปีที่แล้ว

    Hay indaba yesintu inzima kakhulu, no wonder our lives is messed up

  • @slindelomkhize3787
    @slindelomkhize3787 3 ปีที่แล้ว +2

    Hi, please cela nikhulume ngemimoya nokwehlukana kwayo. Thanks

  • @qaphelanicele2657
    @qaphelanicele2657 3 ปีที่แล้ว +1

    I like your intro alex

  • @sandilezondifashion4513
    @sandilezondifashion4513 3 ปีที่แล้ว +1

    Yaz okunye bengakuchaza nje ngoba bethi bayakwazi kodwa uthole ukuthi bachaza into okungeyiyo, sengisholo kulokhu kobutabane, abantu benziwa ukucabanga kancane nokuthanda izinto.

  • @cliffordndaba6360
    @cliffordndaba6360 3 ปีที่แล้ว

    siyabonga bafwethu

  • @tholakelendlovu2989
    @tholakelendlovu2989 3 ปีที่แล้ว

    Ngiyabingelela kumathongo,ngicela ukbuza ngizongenisa ingane zam esbongweni sami inkinga yami zahlukene ngobulili kufanele yini ngithenge ilwane ezimbili kona angikho kahle ephaketheni ngabe ngiyona yini uma ngibahlanganisa cela isaluleko

  • @phumlanidludla9633
    @phumlanidludla9633 3 ปีที่แล้ว

    Ay ngyaphika Mthiya idlozi lehlela ezinganeni ikhona leyonto inkomo izala inkomo kanjalo ke nakbantu into ekbazali bakho nawe uba nayo

  • @mandlamandla9743
    @mandlamandla9743 ปีที่แล้ว

    Kubu hlungu kumina ngoba mna Ndazalwa ndingumntu ombini njani
    1 ... bekufika inyanga ethile ndingakhoni uhamba ngenyawo vele ngihambe okwe 🐍 after 7 days ndibuyele esimeni sam Ngoku into zam azihlangani
    Emphakathini bethwa ngumntu wonke ndingenzanga lutho khula ndibethwaa oko even now ndisabethwa ngenzanga luthoo. Dingenza njani 😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢

  • @siphomthiyane6769
    @siphomthiyane6769 3 ปีที่แล้ว

    Baba Myadu ngiyafisa ukufika ekhaya

  • @cboniseni8480
    @cboniseni8480 3 ปีที่แล้ว +2

    Alex can we have a slot based on twins because the matter is so complex

  • @babalwanonjaba9627
    @babalwanonjaba9627 3 ปีที่แล้ว +1

    I like your question gogo Bathini...nam ndenza leyonto Kane kodwa nginezizathu zam ngiyibize ngesibongo sikayise

  • @familylegacytradingandproj6788
    @familylegacytradingandproj6788 3 ปีที่แล้ว +1

    True GogoMbatha... being a gay is everything that has to do nama hormones!

  • @originalvuvuzela
    @originalvuvuzela 3 ปีที่แล้ว

    Sembi kengok eye morning after 🤣🤣🤣

  • @siyabongamdluli4497
    @siyabongamdluli4497 3 ปีที่แล้ว

    Ngiyabingelela bantabadala ngiyezwa iyaphikiswa indaba yokuthi awukwazi ukubashintsha kodwa kuyenzeka ukuthi bakutshele ukuthi bathathe uye nabo enkonzweni nalaba bebangakholwa ngaso sonke isikhathi mawuya enkonzweni uyacela bese uhamba uyenkonzweni

  • @musatembe4981
    @musatembe4981 3 ปีที่แล้ว

    Elinjani idlozi elinomona?

  • @thandekamdlalose8924
    @thandekamdlalose8924 3 ปีที่แล้ว

    Aibo mina nginenkinga yokuthi abakubo wengane yam bathi ayzogundela khona iynwele zokqala kodwa abakaze bevele sdalo ekhaya ithiwani into enjalo

  • @vuyanitukani6375
    @vuyanitukani6375 3 ปีที่แล้ว

    Long live Josiah Tugwane long live