ไม่สามารถเล่นวิดีโอนี้
ขออภัยในความไม่สะดวก

Menzi - Ngeke Ungiphathe (Official Music Video)

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 2 ก.ค. 2023

ความคิดเห็น • 105

  • @sbonelomabika
    @sbonelomabika ปีที่แล้ว +8

    Khona le voice esho in the back 🔥

  • @mduduzipraisegod1223
    @mduduzipraisegod1223 ปีที่แล้ว +42

    Imnandi impela le ngoma, kepha angikho happy ngo music video wayo cz umuntu lo kade eyenza ushaywe icontent akakwazanga kuthi agxile kuyona
    Athi ngenz’ umzekelo, yabona ngoba ithi “Njengoba elana lona ubezophuza nobani” bekmele ngab’ iveze at least itarven or club umjita ezophuza while enaye umunt’ amshiy’ endlini. Maskandi ushaywa izinto ezincane when it comes to music videos and directing ngbonge ithuba🙏🏾

    • @thembokwakhembekezeli499
      @thembokwakhembekezeli499 ปีที่แล้ว

      Wayibeka bhuty or Sisi NAM ngyakhala Ngalokho

    • @smisomajola3098
      @smisomajola3098 ปีที่แล้ว +1

      Ay nami ungiphoxile lo music video even idirection ne quality yawo ayigculisi

    • @TheThaminator
      @TheThaminator ปีที่แล้ว

      Well said

    • @siyabongachili94
      @siyabongachili94 ปีที่แล้ว +1

      Uryt bafo 100% and nami ngikhala ngalokho but sometimes imali yokwenza uMusic Video engicabanga ukuthi isuke ingekho kahle

  • @tumayamakhooe
    @tumayamakhooe 9 หลายเดือนก่อน +5

    I'm seriously not a maskandie fan but this song hits hard 🔥 🔥 🔥

  • @sebenzilenkosi2187
    @sebenzilenkosi2187 ปีที่แล้ว +11

    THE BACKGROUND VOICE !!!!

  • @ayandasmonareng9737
    @ayandasmonareng9737 ปีที่แล้ว +24

    This song made me fall in love with maskandi music ♥️♥️

    • @thanduxolomnyaka5359
      @thanduxolomnyaka5359 ปีที่แล้ว

      Can you fall in love with me too😂😂

    • @user-zo4qv9cv5e
      @user-zo4qv9cv5e ปีที่แล้ว

      @@thanduxolomnyaka5359 🤦🏿‍♂️haybo

    • @Musiclab634
      @Musiclab634 ปีที่แล้ว

      Same,,this man is fuckung talented❤️💯

    • @mpumemtebeni979
      @mpumemtebeni979 ปีที่แล้ว

      nami kmane kuthangfune likamaskandi

    • @lwazijay3222
      @lwazijay3222 11 หลายเดือนก่อน

      Haybo ubukade usenzani phi

  • @phumlanixhakaza5077
    @phumlanixhakaza5077 ปีที่แล้ว +4

    Ngkuthanda impela mfoka Mabizela nengoma yakho kdw u Director wakho wehlulekile nawe wahluleka ukumubonisa njengomnikazi wengoma

    • @malusistix5270
      @malusistix5270 ปีที่แล้ว

      Kusale lapho impela ukut belungisane ku music video beno director wakhe nami ngiwuthanda impela u music walombhemu nd uyashaya fut🔥
      Asethembe ukut kohamba kulunge nakuma music videos wakhe azolandela

  • @ThembelaniZwane
    @ThembelaniZwane ปีที่แล้ว +2

    Ishayiwe lengoma bafo. Levideo koda ayisiveki lesithombe enginaso ekhanda. Nginesithombevesikhul esiqamile esipendwa ingoma uwobo. Koda ivideo ayihambisan nokuning kwayo.
    Uma kwenzeka, ake ulilungise leliphutha

  • @sizwemkhize1561
    @sizwemkhize1561 หลายเดือนก่อน

    Imnandi impela kdwak ay inobupabane kdwa kulungile

  • @Jelton-bo2yd
    @Jelton-bo2yd 10 หลายเดือนก่อน +1

    Khuphuka Menzi lase Zimbabwe siyaku thanda🔥🔥🔥🔥

  • @SinothandoKhoza
    @SinothandoKhoza หลายเดือนก่อน

    I love this song so I miss my love yo yo ❤❤❤❤❤❤❤

  • @lubanzizulu6159
    @lubanzizulu6159 ปีที่แล้ว +2

    I love the last part shame🎉❤

  • @MzuveleSikhakhane-wl2qv
    @MzuveleSikhakhane-wl2qv 11 หลายเดือนก่อน +2

    Well done Menzi this album is the best album of the year 🏆🇿🇦✨

  • @bongsmkz7473
    @bongsmkz7473 ปีที่แล้ว +1

    Bengilindele kufane nemovie .siyibone intokaz iya kulababant abafunwa inhliziyo yayo.bengilindele kubona umjita esetarven syacela komusic video directors bafunde kuth ivideo iveze okuculwa ingoma or nani baculi batshelen odirector kuth akwenzeken ungaculi ngenye into kodwa ivideo ingakuvezi lokho

  • @MoeletsiChwane-vy3fm
    @MoeletsiChwane-vy3fm 8 หลายเดือนก่อน +1

    Best song,keep it up my brother

  • @mshiza3433
    @mshiza3433 ปีที่แล้ว +2

    Khuphuka lapho nkabi 🔥🇸🇿🇿🇦

  • @SIYAAA0701
    @SIYAAA0701 ปีที่แล้ว +2

    Yheeeeeeee 🔊 heeeeee ubezophuza nobani 🔥
    What a hit

  • @user-ik9dg7hq4t
    @user-ik9dg7hq4t ปีที่แล้ว +5

    Background voice ❤

  • @user-do3nv4vz7y
    @user-do3nv4vz7y 2 หลายเดือนก่อน

    Bekushutha ama Amisha La😢😢

  • @nhlanhlasylvester443
    @nhlanhlasylvester443 ปีที่แล้ว +2

    mara iphi lendoda ye backgroung voice kodwa bakithi

  • @user-pw7bj5tx7v
    @user-pw7bj5tx7v ปีที่แล้ว +1

    Ngingu msotho kodwa lengoma ingiyeza busy well done Menzi boy.

  • @DjLeeSA_
    @DjLeeSA_ ปีที่แล้ว +3

    Yhoo hayi le ngoma🔥🔥❤❤🥺

  • @BusaniMafu
    @BusaniMafu ปีที่แล้ว +1

    Ivoice yiyo mpela wacula nkabi yami

  • @user-zm6ji9rp3w
    @user-zm6ji9rp3w 11 หลายเดือนก่อน +1

    Background voice yoh 👌👌👌

  • @thalentebmagwaza8641
    @thalentebmagwaza8641 ปีที่แล้ว +3

    Khuphuka Menzi❤

  • @theovutlharhi8396
    @theovutlharhi8396 9 หลายเดือนก่อน +1

    The bassist 🔥🔥🔥💥

  • @LindokuhleMsimango-cx2pj
    @LindokuhleMsimango-cx2pj ปีที่แล้ว +3

    I really love u Menzi he's the reason I love maskandi ❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️

  • @nkosinathikaptein9414
    @nkosinathikaptein9414 ปีที่แล้ว +3

    Inhle ingoma, well done bafo! Ngikhala ngale ndoda ecula kwi background, uboyiveza next time

  • @JonathanShezi
    @JonathanShezi 7 วันที่ผ่านมา

    Menzi awathandi😂😂

  • @smisomajola3098
    @smisomajola3098 ปีที่แล้ว +4

    Ingoma imnandi kakhulu mfo kodwa ay idirection, content ne quality ye Camera ayigculisi nhlobo.. ungaphinde usebenze nale studio ngokulandelayo sikumoshela umsebenzi wakho omuhle

  • @user-tn2xv5ep2j
    @user-tn2xv5ep2j 4 หลายเดือนก่อน

    I LOVE THIS SONG YOH!

  • @vuyanidlamini5053
    @vuyanidlamini5053 7 หลายเดือนก่อน

    Menzi mnakethu noma zingefika izimo zikuzamazamise indimeni yomculo ,ngicela ucine bafo ungayeki umculo...siyaphila ngomculo wakho brou

  • @nkosinathiShozi-jl3hp
    @nkosinathiShozi-jl3hp ปีที่แล้ว

    AMEEN INKOSI INIBUSISE 2023 APPROVE IN DURBAN CLIFFDALE

  • @Isiqophamlando1.647
    @Isiqophamlando1.647 ปีที่แล้ว +3

    It's just that bengilindele ukuthi ngizoyibona ne Imeya kazwelonke but I guess kunezizathu esingazazi thina

    • @bongsmkz7473
      @bongsmkz7473 ปีที่แล้ว +2

      Nento eculwayo asiyibon kuvideo

  • @user-fr3wd7bz4n
    @user-fr3wd7bz4n ปีที่แล้ว +2

    🔥🔥inandi voice yakho my brother ❣️ 1:33

  • @SiyabongamagamandlovuMagada
    @SiyabongamagamandlovuMagada 3 หลายเดือนก่อน

    Nice voice ❤

  • @ThembelihleKhanyi-qf5fh
    @ThembelihleKhanyi-qf5fh ปีที่แล้ว +3

    Beautiful song...

  • @animalslife9714
    @animalslife9714 ปีที่แล้ว

    Ayi Ingoma ingaphezulu, i-video nayo ingaphezulu, Ayi awufikanga ugalelekile Bafoza!!!

  • @mthulisigibson5037
    @mthulisigibson5037 ปีที่แล้ว

    Washo kamnandi mfowethu ayi suka imnandi ingomo umona phansi ibambe lapho .....

  • @SomethingCreativeLockerR-jh6ze
    @SomethingCreativeLockerR-jh6ze ปีที่แล้ว

    AMEEN 2023 APPROVE IN DURBAN CLIFFDALE

  • @mthokozisimabaso4011
    @mthokozisimabaso4011 ปีที่แล้ว

    Menzi lentombi yeskibha esimhlophe ngiyayifun

  • @nompilomadondo9189
    @nompilomadondo9189 ปีที่แล้ว +1

    Khuphuka lapho mkhay ungangenz isilima ❤️‍🔥

  • @Prince_Experience
    @Prince_Experience ปีที่แล้ว +4

    'Well cooked' lengoma🔥 .....as we wait for the next release 🙌

  • @siyabongamaxwellhlela
    @siyabongamaxwellhlela ปีที่แล้ว +1

    Mkhaya I approve njengo syabonga😂

  • @anerstina2347
    @anerstina2347 ปีที่แล้ว +3

    Favorite song at all times 🥺🥺

  • @majola1999
    @majola1999 ปีที่แล้ว +1

    Aproved❤

  • @mirandamalungani1176
    @mirandamalungani1176 ปีที่แล้ว +1

    Khuphuka lapho🥰🥰
    Wethu

  • @NombusoZondi-cw3em
    @NombusoZondi-cw3em 9 หลายเดือนก่อน +1

    Hi 😘😘😘😘😘😘😘😘😘

  • @ThobileAmanda
    @ThobileAmanda ปีที่แล้ว +2

    I approve ❤

  • @zenkosihopewell5921
    @zenkosihopewell5921 ปีที่แล้ว

    Khuphuka lapho ngyakuzwa mina bhuti

  • @ThembekileRomeo-hn2ls
    @ThembekileRomeo-hn2ls ปีที่แล้ว +1

    Kkkkkk bavele badelele osisi emathaveni..ngoba nanku liyabavumela bathathe amadoda enuuu 😂😂😂

  • @Isiqophamlando1.647
    @Isiqophamlando1.647 ปีที่แล้ว +3

    I love this❤❤❤

  • @ndumisoellias4405
    @ndumisoellias4405 ปีที่แล้ว

    Up nkabi yami

  • @gabrielmqondisi9482
    @gabrielmqondisi9482 ปีที่แล้ว

    Dlala Xhimfolo

  • @ZinhleProsperity-ee5hi
    @ZinhleProsperity-ee5hi ปีที่แล้ว

    ❤❤❤💃

  • @TheThaminator
    @TheThaminator ปีที่แล้ว +1

    Beautiful song. But please improve video quality next time

  • @asandaonga4477
    @asandaonga4477 ปีที่แล้ว

    Khuphuka lapho mkhaya 🔥🔥🔥🔥🔥

  • @user-ge9bo2cy5g
    @user-ge9bo2cy5g 10 หลายเดือนก่อน

    ohh I realy love this song😍

  • @nomsamngoma2972
    @nomsamngoma2972 11 หลายเดือนก่อน

    ♥️♥️♥️♥️♥️♥️♥️

  • @thuthukanixaba8334
    @thuthukanixaba8334 ปีที่แล้ว

    Ilapho ingoma mkhaya🔥🔥

  • @ThobaniMlotshwa-1
    @ThobaniMlotshwa-1 ปีที่แล้ว

    Khuphuk mkhaya

  • @LuckilyX-vl8kt
    @LuckilyX-vl8kt ปีที่แล้ว +2

    Where is Meya?

  • @wandilemabele9615
    @wandilemabele9615 ปีที่แล้ว

    Top one mkhaya🤝

  • @tumimaja-is1zz
    @tumimaja-is1zz ปีที่แล้ว

    Ngikthanda strong

  • @usphe.Mbatha
    @usphe.Mbatha ปีที่แล้ว

    Khuphuka lapho 🫡🔥

  • @SiboneloMnqayi-vl1uk
    @SiboneloMnqayi-vl1uk ปีที่แล้ว

    Bovula phela Menzi u download ukuze sibonise nanbanye

  • @PromiseMaphosa-kc3xs
    @PromiseMaphosa-kc3xs ปีที่แล้ว

    Wow menzi

  • @benedictbenny2834
    @benedictbenny2834 ปีที่แล้ว

    ❤❤❤❤❤❤

  • @mpilo7849
    @mpilo7849 ปีที่แล้ว

    Khuphuka lapho 💥🤝🏿

  • @ayandamthimkhulu1264
    @ayandamthimkhulu1264 11 หลายเดือนก่อน +1

    Beautiful song🎶👌🏾

  • @user-sx1be1uc7s
    @user-sx1be1uc7s 10 หลายเดือนก่อน

    🎉🎉🎉🎉

  • @LindokuhlehKhumalo-ts9ti
    @LindokuhlehKhumalo-ts9ti หลายเดือนก่อน

  • @lindinkosinkanyiso136
    @lindinkosinkanyiso136 ปีที่แล้ว

    Up qhawe

  • @user-kd8ql2rt5p
    @user-kd8ql2rt5p ปีที่แล้ว

    Ufunani uthavel

  • @sbekezelodludla7059
    @sbekezelodludla7059 ปีที่แล้ว

    Iphi IMeya😂😂

  • @redpoundredpound3632
    @redpoundredpound3632 ปีที่แล้ว

    The song is dope as always visuals are insane but the dance moves it like ani rehezanga gents especially umenzi uyasala Njalo like u can tell😩

  • @premeirsoccerleague8711
    @premeirsoccerleague8711 ปีที่แล้ว

    🎉

  • @puleletsoalo3592
    @puleletsoalo3592 11 หลายเดือนก่อน

    Can someone just explain what this song mean?

  • @nomthymbatha5427
    @nomthymbatha5427 ปีที่แล้ว

    ❤❤❤❤❤❤❤❤

  • @user-zo4qv9cv5e
    @user-zo4qv9cv5e ปีที่แล้ว

    ❤❤❤

  • @babakalikuwe26
    @babakalikuwe26 ปีที่แล้ว

    🤟

  • @mkhanyisenikhumalo6699
    @mkhanyisenikhumalo6699 11 หลายเดือนก่อน

    wenza u-music video ngama-phone yini mkhuku? quality is very low

  • @sbonelogumede5456
    @sbonelogumede5456 ปีที่แล้ว

    Up

  • @therealkhulekaniginatv7666
    @therealkhulekaniginatv7666 ปีที่แล้ว

    Iphi iMeya mfethu??!😢
    Am not happy ngalo music video mfethu💔

  • @thobanimacu
    @thobanimacu ปีที่แล้ว

    🌼🌼♥️🤝🤝🫡

  • @ZWIDEMEDIA
    @ZWIDEMEDIA ปีที่แล้ว +1

    Nice song poor music video and directing😢😢

  • @user-dd6bq2ec9u
    @user-dd6bq2ec9u 11 หลายเดือนก่อน

  • @user-re5di9ii3g
    @user-re5di9ii3g ปีที่แล้ว

  • @NokbongaShangase-wq2bk
    @NokbongaShangase-wq2bk ปีที่แล้ว +1