Ubanjwe ebambeke embhedeni nomfazi womuntu | | IZINKINGA ZOMNDENI | S2-EP11
ฝัง
- เผยแพร่เมื่อ 10 ก.พ. 2025
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#familyproblemsolution #familymatters #izinkingazomndeni
What a lesson 😂😂😂 kubuhlungu ukulobola umntu kanti uzakutyiwa ngo clever 😅😅😅I love this😂😂😂
part 2 please i use to hear pleople talking about this now i know its true and thanks to you guys for the good job
Akekho umuntu ongahlisa umoya kanje kudliwe umfazi wakhe 😂, niya actor nina 😂
Okanye yindalo yakhe
Iqiniso mfwethu.
Bakhona abantu beslisa abangawo nje nhlobo umsindo🤞
His not the boy friend, he is a friend of ndoda le febayo kudala emkhuza.
ushilo ukuthi ubesefuna I proof
Ok I'm watching this clip after 4 months kwenzeka , ingabe sebashona ngempela
Uqinisile mfethu
Im from kwamhlanga kwandebele at mpumalanga province 😮yoh i just want to know kwamhlaba uyalingana weeeeh😅😅😅😅😢
Uma ungeneliseki ngomuntu onaye mshiye ufune omunye kunokuthi umjolele uhlala naye weeeee ayi
Fuseki wenze kahle ub4 iryt leyanto niyasangana nina
If umshiya evele ekufake ilumbo besekwenzekani...
🤞
Uyaneliseka engikubonayo umakoti unohlanga ingcabo embi yokubhabhalala.wakubonaphi yena lento yokulala ulingise isikhukhukazi.naye olala nabafazi udume kabi yena uthi uvekuza ukwedlula bonke emhlabeni.
Sihle ISIZULU ASITOLIKWA.KUYALUNGA EZWENI.
Don't desire another man's wife,
Hawu Ma Afrika Amahle Asibonge impilo Dankoo,❤
😂😂😂😂😅
😂😂😂
😂😂😂😂😂
Yoooh 🙆 KZN ngiyayesaba kodwa nami ngizifakile khona😢
Happy New Year 2025.
Bafoe,
Sbonge impilo Dankoo nkabi yam'...
Iqiniso ukuthi ozele makangahleki ikusasa alaziwa, akuqali ngabo,.asibakhulekele basinde bengafi 😊
I’m so sorry for this 😊 ingene ngephutha 🙏
@@SindiswaSurnamemina bakith angibazweli nakancane nje ibambe ngakho
Uqinisile mfowethu sizele asazi kusasa lisiphetheleni
I agree with you
💔💔💔💔💔
Most Wemen cant appreciate imagine how her man feels I do t blame him☝️
People struggle with relationships out there most play with them☝️
Whatever you have appreciate it bcs someone wants it bad appreciate and save it☝️
Exactly 💯
Uhulumeni wafaka amalungelo okusijolela live masilwa syaboshwa. Siya upgrade now ngeke abambe la😂😂😂 danki mkhwenyana
Khulula inhliziyo ubayeke bahambe ngoba awusamfuni umkakho.
Kodwa makangababulali
Izinto esizenzayo thiza wam
😂😂😂😂😂besekushesha neh 😂😂
Haaaw,uvala lo.Kungavulwa liphi nje icala bese ke liquwa kanjani?
Dankie lindo windoda mfethu akumnandi uthi uphumile uyosebenzela umuzi wakho isale inja ikudle ithende uyabuya late uhlekiswa yona inja le ekudla ithende dankie lindo uyifundise isfundo lenja
Cool staff my bro
Umfazi wezi Nkomo big up bafo bengithi intombi nje ziyafeba lezinto kodwa bakhumule ngoba vele sebefile ngiyabaxolisela
Kuyenzeka yini kuthi bafe masekunje 😮
@@nobuhlebuhle2009if owenzile engafuni kubaqaqa sekuphoqa kuthi odokotela bazame kwenza ngenye indlela mhlampe basike i private party
@@nkosingphilelindokuhle7888 😳😳 bazofa nje
😂😂😂ngoba vele sebefile
Yebo kodwa bakhona okhokho Vula abangayimisa eyokufa Phelan ukwenza kuyashiyana unkulunkulu ukhona ufana angafeli esibunjini nenja iyakhumuleka esibunjini enkosi bye
Isebenzile lendonda💃💃💃💃bafeba kabi labo cc abashadile kuncono ngoba angifune mshado
Yindaba ungawufuni umshado
kanti nawe ingakucupha indoda yakho ningashadile
Akekho umuntu wesfazane ongafun umshado
Am a married Woman... I pray okhe amadoda enze njeeena asicuphe ... Sesafa ukushelwa sishadile snama ring sinifun snama doda ethu cuphani madoda ...kolayeka ishimane.😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂 Kunganyiwa nyi
Sikhathele bakwethu akusithi sonke esithanda ukushelwq
❤kubuhlungu ukudleliwa intombi kangakanani ngomfazi omlobolile . Mabangafi kepha bafunde nabanye.😢
Haaaaa
Lo bhuti ufuna ubethwa because xa uzeke isifebe kutweni
Abayiswe esibhedlela, ubhuti bamnqume umphambili, usisi bamhlinze ilokhungana 😢
@@JesusChristToday-JCT ....axactly bangafi......mabasjollela ubani obenza kanje
Ayi kubi makunje
Siyawucela part 2 please
Serious part 2
Ey nonakele ngokuThakatha, ngeNquza nje yeNgane yabantu
Please please please part 2
😂😂😂😂😂😂@@MafikaMaxwell
Part 2 kaloku
Good ngiyayifuna le Nyanga kuze uzibambele mathupha
Hheyi mhlawumbe nawe kukhona lapho oyobanjwa khona ngelinye ilanga.
@@MakhosazaneKhosi-fh2ks 😂🤣🤣mkhuze
🤣🤣🤣Ayiboo
🎶wenzaaaaaani ngabafazi babantu, uzolimala wemanyonyoba🎶
Ungambheki nokubheka umfazi ogane omunye umuntu kuyisono khona lokho ukuphatha umuthi ngesandla sakho uyikholwa
Shwele ngelozi yobufebe kodwa cc nawe bhuti ihlazo eseningene kulo Jesu😮
NoJesu Ngeke alunge lapha. Thina Ndlu emnyama siyazenza izinto bo.. Hayi Ngeke, ngeke ngisababaza njalo nje 😮
Part 2 please 😮😮
Part 2 kuningi ngimcinga ukhona kodwa
Kodwa lomfo ongalungile kumele ngempele makaboshwe, noma kubuhlungu ukudlelwa but not this kind of punishment it's so evil more than evilness 😢😢😢😢
Mina nje umuntu akangyeke ngfebe ngengquza yam fuzeg
@@LuloNciya Ewu! I wonder which one is not evil here. Its amazing that men SHOULD "leave her" but she never left him in the first place! Okubonwa amadoda emhlabeni! but then baboons understand baboons language.
@@noziphozwane4794 usho ukuthi😁😁
Windoda Mfwethu ngyayithanda lento oyenzile☺️👏
👍
Syabonga Bafo Ngokubula Izfebe😂😂😂
Sekumele kwenzeke nakumaSoka amnyala.
Yohhhhh kunzima lobhudi uyathakatha lets say afe amtshiye mhlabeni umfazi umfakulumbo uyakwenzanjani yohhhhhh😢😢😢😢😢😢
Very good isosha lifela emsebenzin walo kuba bonke abantu besilisa babacupha kanjena abafaz babo ngabe ilungile le county big up Bafo 😂😂😂😂😂
Benizobacupha Nina niqhubeke nijole kwenzakalani mawufa umcuphile ukukhohlakala nje lokhu okwenziwa nezinyanga zawo
Makucushwe both sides
Zibanjwa kweziwugawulayo amen Nakhuyaaa
Ibambhengakho min bengzobabhayel ngomlilo nje ngiphume kibo ngingambona ngamaphi amehlo umuntu owenzekanje
Ayihambhe inja yomfazi
Ey zibanjwa kweziwudlayo ngempela madoda🤔🤔
Impela😂😂
😂😂😂Yhooo buzophela bufebe so oko beyifakile aysapumi oooohh jesu😂😂😂
Ey isokhekile
Wow! Ihlazo elingaka bakithi
😂😂😂 bengizobayeka baze bafe mina bobabili
Yah I right lento abantu besifazan bayakhohlwa ukuth ukulobola umunt kunzim kanjan .
Eyi mfowethu kunzima lobola
Sezyakhalake manje abadla abantu babantu love you mkhwenyana
Zikhala ngempela ke manje
Ngyathanda lana ungazi why if unomuntu uyomfebela ,unomuntu but usayolalana nabantu babantu
Isosha lifela emsebenzini walo izifebe azife.
Ubufebe yoooh
Bufebeerr
Bufebe doti
Isfebe asife yha
Seconded😂😂😂
Ubethi udla umfazi wenyoni ubani inyo manjena😂😂
Ok ngyezwa ucuphe umkakhe fine..uma kungathiwa uyafa kucala lobabe asale make...conde kuthi umfazi uzohlala njeee ngaphandle kwendonda let's say usemcane makoti 😪yazi no guyz sibothi uma senza izinto ngicange futhi simcabangele nomunye muntu....yena nje ubaba manje angeke afe uzosaka aphila aphinde achubeke nempilo, mine nje into enginga yisho lapha kutsi ubaba abesangasa mthandisisi umama
😂😂😂😂😂😂😂iqiniso ukut sifuna amadoda asebenzayo bese siwatholile asebenzayo sisala silala nalawa angasebenzi😅😅😅
Welcome to kwaZulu Natal🙆♂️🙆♂️🙆♂️🙆♂️🙆♂️
Yhooo speech less🤣🤣
😂😢😅
Ay ngyakuvuma bhuti 😢😢 Kona ngyaz ibuhlungu
Yekanini ngezingane zethu zabafana Jesu😢😢Ngenelela bangahambi befaka nje nomikuphi kwaze kwabuhlungu maye babo!!!
Ungasasho nkosiyami
Nkosi jesu abo boy bethu kusazoba nzima kubo...
Nisazofa weyinkabi most especial muntu okhokhelwe uyingozi .Mina ngowakhona kwamhlabuyalingana lenduku ihlukene lomfo uthathe wrong kakhulu.okap lona ukhona nje endlini yakhe lomfo akawuvule bahlukane
They both desev what they get let them stay bee onest guys ningamahlazo whaaw
Azolala nenye indoda emzini Wenye indoda ,yo abafazi sinezibindi😢
Mamelo sisi ngizwa sengathi uyababulala (ubalahlisa ngethemba) uma ubabuza ukuthi bazwile yini ukuthi sebezophila isikhathi esincane.Ake uwathathe uwabuyisele kuwe lawomazwi owashoyo.Kuzwakala sengathi ubakhanda ngamatshe sisi.
inqondo incane koda benza amashow😡ususa nengubo ubukeka ejabule koda ubizelwe ukuzosiza🤔
Impela ulimi lwakhe aluluhle kahle,Nanokuthi umuntu angayibukeli kude lento ngoba uma ingamenzanga lena kodwa ingehlela ezinganeni zakhe noma kubazukulu bakhe akekho oyothanda uma sekwenzeka ezinganeni zakhe noma kubazukulu bakhe@@snehnenez6284
Nako nje ukuthi ahayize mengena emnyango shows how immature she is. Even the sense of questioning, imibuzo ababuza yona nezinto ayshoyo, qha akusho ukuthi usisi ukhulile ngokomcondo
Locc uwrong nje indlela akhuluma ngayo nabo akmele kube wuye okhuluma kanje.
Uyedwa u thixo manje mungasamfuni Mele afe? Ushimile Wena isfebe syayekwa myeke mbulali
Besekushesha buka ke manje indaba yokushesha😂😂
👐😂Aiybandla
Yes, indoda kumele kubekhona ekwenzayo emzini wayo mangabe ingatholi ukthi kwenzakalani.
Yoooo ngeke lendoda iyaloya mpela nje😢😢😢😢😢Nd akahlukile nombulali ayyi suka 😢😢😢😢sishimane
Nanoma yin engenzeka kule show scela kodwa mazondi engayeki kuba umphathi wohlelo 😂😂😂😂”ima ke manje nawe ubuye umthethise phinde umzwele futy “😂😂
Ufanele xeim umfakenkingeni umntana😂😂uyacaphuka aphinde acinge uba ligazi lakhe🤣🤣
Sesingamgxeka nje umuntu ocuphe umkakhe owamkhokhela izinkomo, it's difficult ukulobola especially kwi Zulu nation, just imagine usemsebenzin kinomuntu olala nomfazi wakho umlobolile, kubuhlungu khona, and it's good lesson at the other hand
Kungcono mabebophene bobabili
Eheeeni wenkosi kuzophela.nya ukuziphatha budedengu wenkosi Bantu besifazane fundani ukuthi anibashebi abafana ngiyaqala bengike ngizwe ngiseyingane🤣🤣🤣🤣
Kwaze Kwanzima we kosy
I LIKE IT >not for the Pirates this time around'🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Mmmm kdwa ngoba ubhut wakhuzwa ukuth akahlukane nabafaz babantu waqhubeka walala nabo ukuhamba ukubona ngiyakubongela bhut ukugada umuz wakho ungekho kdwa umama unaz izngane sengifisa ukwaz...😢mina lobhut ocuphe umfaz wakhe ngithi akathathe u5 ngiyamxhawula ubhut abantu bezoyeka ubufebe ngoba namadoda aweak naye locc uyazi kahle uwumfaz womuntu wamqoma kodwa akakubambanga ngenkani
Awu kodwa,,umjolo beshadile ,,niyabona ma married woman ,,ziyakhala😂😂
Ave uloya mkhwenyane akobakuhle ukuth wena awujoli masimbakho nobubi😂😂😂😂😂
😂😂😂😂
Kodwa umkhwenyana wazilandela umakoti wakhe weza Naye emqashweni ngoba enqena ukuba nentombi ebe enomfazi engafuni kuthi amoshe imali iya entombini .Umkhwenyana ngiyamthethelela mina
Wena ogxeka lendoda ugqugquzela ubufebe kubantu abashadile, mina ngith ubalayile
😂😂😂😂😂😂Wena Wawungenzenjani
Pain yakho iyakhuluma
Kwanzima Jehova ngihlale ngizwa ngendaba kulezizinto kwabuhlungu nkulunklu wami Mamelo akusikho ke lkhu okukhulumayo nawe ukuthi ngth abantu besekingeni ubatshele ukuthi sebezofa nemibuzo ykho nje, yebo into abayenzile imbi fthi iyanyanyisa kakhulu kulo wesifazane .mkhwenyana siyabaxolisela sibonge nakubhut omncane lesi sekuyisfundo sethu sonke eyabo nje angsayikhulumi vele
Kwawena ukhulumiswa ubufebe uMamelo bekumela angabuzi Kanti ubezokwenzan cz umsebenzi wakhe ukubuza, ukhulumiswa ubufebe wena
@@NontobekoS-cd9bg manifebelani okwani ukunganeliseki ufuna ukuzenza uclever kulona osuke uzwana naye, yini ungamyeki uyekwanhlisiyo ngise lwabishi
Yhoo sololo ndisiva kuthiwa intwe ezinje ziyenzeka and noba uncedakele uthi umyeni abazo laster eish...
Hayibo bhuti siyabacolisela,nkosiyami cola bhutiwami.@@KhetheloKhethelo-q8y
Ohh lichoshwa libhekile bafondini kodwa kubi mnje baxoleleni bangabisabuzwa mbuzo hle bantu.noThixo uyasixolela simona nsukuzonke@@mthobelisigwadi8054
Isala kutshelwa sibona ngomophu usebenzile ndoda🤝❤🤝
Yeah ey umfazi womuntu uyahlonishwa 🤦🤦🤦🤦🤦🥰😔😔😔🥰
Izinsuku zokugcina sibona izinto ezingabonwa
Haaaa maar
Uyagoqwa umhlaba ke manje
@@judithzungu lutho aikho intwetsha kulento kuphela masingahloniphana nanokuthi wazi masunomunto phila naye umhloniphe ngeke sifike kulento never ngiyala
Lena angiyazi inkiyankiya yooh
Sasikuzwa ngendaba namuhlanje sikubona ngamehlo😂
Umfazi womuntu uyahlonishwa.🤣🤣
Iqiniso umfazi womuntu uyahlonishwa
Ulala nomfazi womuntu endlini yomuntu wakhe😂😂😂
Aicha ubhedile shame
Umjwayela kabi ulayekile. Bobabili
Izinyanga zase KZN ziyathakatha 😮😮😮
Besingekho isdingo sokubatshela ukuthi bazoshona kuyimfihlo ukufa
Ulahlile ngokukhuluma
I love you COMMENT ❤
Exactly
Ngiyayithanda ke le khona nezoyeka ukukhohlakala abafe banciphise izifebe
Khona beyongcina ngci ukonalala kwaze kwakuhle emhlabeni😂😂😂😂😂😂😂😂
Mina ngingajabula makubanjwa umuntu engimaziyo khona ngomhleka bukhoma😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Awu Bafo
Siza give us more information about the master man. We need more of this to fix SA
If till death do us part was a person😅
😂🤣I swear
@@PurityN459 😂😂😂
Say that again 😂
By the moon and the stars in the sky 💫🤞🤞🤞@@PurityN459
Yhooo😅
That's a great idea because they are not loyal.... If you suspect that they are cheating they want you to bring proof so that's the proof..... Good!!!!!!!!??? ❤
True period
Ayiiiiiii cha angeke aMazulu ayaloya😢😢😅😅
Jesu mina ngifeba kanjena nkosi ngaze ngasaba 😢😢😢
😂😂😂
😂😂😂😂😂😂
😂😂😂
This makes two of us😢😢
😅😅😅😅😅😅 Vala uzofa
I want to visit lobaba wase Mhlaba uyalingana ngathi he's a good deal 😂😂😂😂😂😂
Ikhohlakele lenyanga,,akadayiselwa umuntu umuthi wokucupha engasivezanga isitifiketi somshado awushade nalomuntu afuna ukumcupha,,uyalunga webhuti wabantu,,uyogcina ngci ukuhamba ulala nabafazi babantu,,uzofunda ukunamathela kokwakho uzofunda nokuthembeka kumuntu wakho
Kwenzekaninif ucuphabthen uyashona .kyshoblonmama ngeke aphinde athole umuntu.iskhwele siyadina why wenze into embi kufanele aboshwe lobaba um befa labantu for premeditated murder😮
😂😂 anginandaba nalutho as log ngizibonele wena mamaz ku ryt
Nawe phela angikuthathe ungaze uzithole usema...
😅😅
😮😮😮yooo yilokungabakhona angizange jesu angati nekutsingitsin smakandze semazulu
Ngisacela ningilayela kungakuphi nomhlabuyalingana indoda emadodeni le ubufebe buzophela la kwabanempene.
😂😂😂😂😅😅
Ngiyayazi Mina lenyanga
😂😂😂
Manje abakwazi ukuzibhonqula kulento, abantu abazame ukubahlukanisa abanye badonse abanye babambe ugal bamcindazele
😂😂😂😂😂
😂😂😂😂 phela okunye kuzo qhamukela phakathi
Ngekhe kwenzeke
Ja uryt izinja ziye zizizamele ukuhlukana ize ikhululeke lock leyo. May be nabo bangahlukaniseka. Or paramedics zizobakhulula nge first aid yazo.
Wee ayike kanti futhi, ningahleki nami ngizama isxazululo la🤣🤣ngiyaqala nokuybona intenjeee... Ube phezu komuntu noma ungasafuni🤣🤣
Waze wafa usisi umthwalo wendoda Jesu ukusindwa
Abalale ngecele 😥
Izodonseka itotolosi😂😂@@Sihlekhumalo-s9u
😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂😂😂
😂😂😂
Akangahambi umakoti uzothola imali yama funeral cover😂😂😂
😂😂😂😂
Kodwa Kade ubhuti ekhuzwa umfazi wenye indoda uya hlonisha especially lowesilsa akhiphile alobolile uku lobola umfazi asiyinto yokudlala baya nganga bayehlise isithunzi saka lobaba futhi endlini yakhe. 😮
Mine ngake ngezwa ukuthi kuyenzeka.ngokungazi nokungahlahlambi bengithi INGANEKWANE.NGIYATHEMBA YISIFUNDO LESI ngiyathemba kuzolunga ezweni
Uhlapha ngokungafaka sonke istori/ like full video once, sizocengana nawe ngo part 2 aay iyicika lento yenu✋
Masichubeke sibheke,ngiyafisa nami ukwazi nanamuhla ukuthi banjani kwagcina ngani manengi lamalanga.
Give this man 🍺🥃
Yekelani ukudla abafazi Babantu nizonya 😅😢😂
Kodwa lenkabi eyaphi isiphe lomuthi sakhathala abantu abangamhloniphi umfazi womuntu
Heeey,lingalunga izwe
Sonke isifebe masenziwe Kanje 😃😃😃😃😃😃
This episode is giving us ideas. I love this guy. Plug please 🔌🔌🔌
@@nonkanyisomofokeng7470 yeeey, ingathi ingalungisa the main ngxaki...!!!!😅😅😅
Cela ungbuzela kulenyanga yaka mhlabuyalingana angasenzela yin nathi as woman sikhathele ukukhaliswa ubufebe benu akvele kunyiwe once
Woza ngikwenzele
😂😂😂😂😂
Yes true. Abanye naboo
Cha....cha...cha ngiyabonga nje
Le..... hhay no no no
Ayi baya actor labantu even ekhuluma nje ubaba lo skazwakali njengomuntu ocasukile😮
Ay laba bayaboza nje
Usho lento engiyshoyo
Angeke afune imali kanti futhi uyazi bazofa vele ngisho ngabe bangaqaqeka
Nam ndithi yi acting ucc uyahleka kodwa isimo sinjee🤔🤔
Kungancono uba acting ibuhlungu akekho umntu ungena phutha@@LulamaFossie
@@LulamaFossieuzokhalelani cz izinto zakhe ziyasebenza
Nice act😂
Mammelo please don't bring us this episode again 😅 rather have turns with Stufuza on Izimfihlo because some of us can see when something is not right. 😅😅😅 please please. FAKE EPISODE!!🤧🤧😠😡
Blaq lives got there B4 police and ambulance.
Eish idata lami😢
You call it a act?
Kahleni bo nithatha is into light.
Yiqiniso futhi ayiqali ukwenzeka lento 😢
If bekuyimi bengizo zothi inyanga iqeda kusihlukanisa ngivela ngiqede ngeya indoda ngomuthi wamagudane ngingakafi .lendoda ejolelwayo ayilayo ipipi if benayo umfazi bengeke ajole.
Yoh m very shocked nkosyam ngalowomzuzu nghlala khona kwamhlabuyalingana manguzi ayi yimbi lento bakity iyanyantisa why f uma umuntu ubona ukuty uyakujolela ungamshiyi 😮😮part 2 please
Well done my brother 👏 akadliwa amandla wenye indoda isaphila 🤞
Angikwazi ukwakha umuzi wam wena ungene wenze umathanda akashelwa umfazi womuntu anizwa nina
👍
Yoh KZN is a country and movie own it's own🫢🫢🫣😱
Liyabhubha e south africa ngyathutha😂
kzn zykhala
Kzn bathakhathi
Repentance and renounce accept Jesus he is above witchcraft. You will live and not die
kuncono ngoba ubhuti ushadile umfazi wakhe kunomuntu ocupha intombi
Cupha kwasani mfazi ntombi kuzophela ubufebe nyaaa
@@ntomboxolojabe2064 yebo sizokwazi ukuhloniphana singabantu sakhile zweni
😂😂😂😂😂@@thulanidlamini618
Manje umenzi yena ucushwa wubani?
Hai kunzima ngoba noma sebehlukeni basazofa?
Weee yekani ubufebe guys.
Vele kucushwa umfazi hayi intombi
Ukhohlakele nawe imali yani sebefile vele mos khulula abantu wena ufe unembeza mthakathi😢😢
The wages of sin is death, you reap what you sow. Ayii ngeke
Ngifisa ukwazi ukuthi uyophinde athandane nobani yena
@@LindiweMugondokunjalo nje
Ayisekho intombi ezomfuna kuphelile nje sokuphelile ngaye angeke aqonywe umuntu.
Ibuhlungu kakhulu lento Kube yena lobuti akafebi yini ukuba selfish 😢uyosala necala Naye ngekhe age yena
❗️❗️❗️❗️Please like the Video Guys
Nazo sobe sizitshelile ukuthi akugangwa
Ulayekile ncono ngoba sebazofa maduze izinja azife zombili futhi kungasali nowodwa umgodoyi😅😅😅😅😅
😂😂😂isfundo ikakhulukaz kulabo onondindwa besifazane
😂😂😂Ngeke kungcono bafe benjena ngoba kusazolungiselwa nomngcwabo nj😮😮😮😢😢
Joo this is very scary 😢😢😢
Hai akhlekisi😢😮😮
Mina ngiyahleka ngoba uthi kumuntu hhayi bo hlukana nabafazi babantu bazokucupha abone uhlanya ngiyathanda mina ngiyahleka khona abantu bazoyeka ukuba oDoti
Yibuthakathi ke lobu
@@SnethembaNtombela😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Yoh ngihlez ngizwa ngalento jehova kant iyenzeka ngempela yoooh😢😢😢
It stage
Me too angikholwa shame it pain full gaz
Kubantu besifazane, plz guys choose one, if usazimisele ngomqomo, musa phela ukwamkela izinkomo zakwelinye ikhaya. Phansi ngobufebe. Buka manje losisi ufake abazali nomndeni wakhe kolukhulu ubishi.
Kwaze kwanzima
❤❤ Nakhoke sithi sisebenza kubekhona abadla abafazi bethu ziyakha manj🎉😂
But ngezwa kuthiwa uma ifika indoda bebambeke kanje kufanele ibashaye ngo swazi bese beya hlukana......mhmmm Jesu wami sesikubone konke emhlabeni
💔😭
Usikhumbule Nkosi
Brazo uyindoda Uyibambe kanjalo qinisa sosha umuzi
Good job odla umfazi womutu akafe
Odliwa yindoda yomuntu yena?
👍
Nalona odla indoda yonyntu akafefiiii......
😮yhoo yakani abafazi babantu madoda nizakufa ,nishiye abantwana bezinkedama, nani bofazi yekani ukujolela amadoda anilobolile nizakufa ,
Dankie bhuti amanye amadoda ayadelela akubona nje ngeslima mawuya emsebenzini uyosebenza usebenzela abantwana bakho.Mina ngiyabonga mfethu ngisa cela ama number walo baba oyekuye
Ma Africa seniveza izinto ezinjena akusibo Ubuntu lokhu 😊
ngihlale ngiva ngendzaba yooo KZN nginetfulela sigcoko funa usicobelele lentfo yakho bhuty wami
sowonile phela bhuti ngekusho kutsi sebatakufa bayekele nje
ngubuphi bountfu ngulokuganga?
Ikhona okuhle lokhu ngoba kudelelwa Abantu ngoba kuthiwa bayizimpatha
Ngithi kubona bobabili niyalunga.. Angimusoli hubby mekucuphile vele wakukhokhela if bunezinkinga naye bekumele umutshele b4 qale lomtshotsho wakho.... Nawe bhuti ubuyi ghost udla emzini yabantu unaye Uma wengane yakho ukunganeli nje noma sukhuzwa.. Awufuni msebenzi lapho bzy nabafazi babantu ei niyadika shame..... Buka nje 10k zowunyaphi after that uyecebo lethu.. Mamello sweetheart❤ syabonga ngale show izovula nabanye amehlo. Slinde part 2
Part 2😮
😅😢😂Yhoo ibuhlungu lento ibavelele bawo yhoo ,mhlawumbi ukuba i condom ibikhona ngekungenje jesu 😮
Ibuhlungu lendaba nkosi yami no Mamellow akakhulumi kahle nabo 💔