Thwala Abakini Banawe Sisekuqaleni Kwe Julles Street Uma Ungena EJulles Undlula Ama Flat Ase Oval Aphethwe Yi Jhc angaka Left Emvakwalokho uzodlula Ama Shop I Robot Lokuqala Singaphambi Kwalo Ngala Left..Ngibakhona Emini Unkulunkulu Wokhokhobakho akukhumbule.
Nami ngingowakho Nkosi yasekuphakameni uze ungikhumbule (Zikalala)
Zikalala Ngiyabongo U Shembe. Aze. Akukhumbule.
ngicela ukubuza ithempeli enisabatha kulona ukuthi likuphi nendawo ngisegoli?
Thwala Abakini Banawe Sisekuqaleni Kwe Julles Street Uma Ungena EJulles Undlula Ama Flat Ase Oval Aphethwe Yi Jhc angaka Left Emvakwalokho uzodlula Ama Shop I Robot Lokuqala Singaphambi Kwalo Ngala Left..Ngibakhona Emini Unkulunkulu Wokhokhobakho akukhumbule.
LoBaba udlala ngabantu uShembe uyedwa unyazi lwezulu akukho omunye ningadukiswa Sizwe sakithi lona uphethwe yindlala ayikho lento yakhe,iyeke lento Bhuti uzoya esihogweni uyaganga wena udlala ngabantu bakaBhombela,hamba uyofuna umsebenzi emine please.
Langa Lokukhanya Angabe Wawazi Kubazukulu Bakho Kuyovuka. O chwepheshe Abanje Ngibuka ngoba angizange ngithathe Lutho Lamuntu ngazakhela Ibandla ngishumayela ezitimeleni abaningi nje Bahamba noxaba ngoba ne Sandanezwe ngokuphelele Yabunjwa yimi ih😀bangazisholo nje Bathi ILanga Alizalanga Thina Sibuka Ubuciko And Isencane angabe Mayidonsa Ko 50 koba Kunjani Shembe. Uze Usigcinele Leliqhabanga Lonhliziyo No Mayekisa.
Ayihlelekile into yakho kuwa izimbali aykhon,hamba ebuhleni uzobona into enoThixo.
Sengiyikhethile iNkosi P Shembe
Ndlovu Nami Ngiyayikhetha. Inkosi yasekuphakameni Angikaze ngiwazwe Amazwi Anje Empilweni Yami U Shembe Akukhumbule.
ngingowakho nkosi
Philan Thwala Akadunyiswe Ophezulu Ziphele Izifo Buqaleliswe Ububha Uphile Inkosi Ikubusise.🙏
ngicela ukubuza ithempeli enisabatha kulona ukuthi likuphi nendawo ngisegoli?