Siyini Isichitho? | Indaba Yesintu With Alex Mthiyane.

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 23 ส.ค. 2024
  • Sike sizwe umuntu ethi abantu bayamzonda, omunye athi ebenephunga elesabekayo kodwa yena engalizwa kanti ushawe ngesichitho.
    Sithini isintu ngesichitho? and wenzenjani uma uthola ukuthi unaso?

ความคิดเห็น • 20

  • @sibusisovilakazi1306
    @sibusisovilakazi1306 2 ปีที่แล้ว +20

    Ibuhlungu kabi lento yesichitho namanje moya wami awupholi ilento ungazi ukuthi umuntu ufunani empilweni yomunye muntu

    • @sontovilakazi891
      @sontovilakazi891 2 ปีที่แล้ว +1

      Eish mfethu nayisho uyiphinde leyo 💔

    • @siyabongamngomezulu9743
      @siyabongamngomezulu9743 2 ปีที่แล้ว +2

      Emhlabeni kulawula umvelingqangi mphephethwa , ngikufisela okuhle.

    • @siyabongamngomezulu9743
      @siyabongamngomezulu9743 2 ปีที่แล้ว +1

      Emhlabeni kulawula umvelingqangi mphephethwa , ngikufisela okuhle.

    • @ayandakaingana8538
      @ayandakaingana8538 2 หลายเดือนก่อน

      Me and you my brother, the worse part aumaz nalomntu.

  • @SandileButhelezi-ir7wk
    @SandileButhelezi-ir7wk 11 หลายเดือนก่อน +1

    Very insightful bafethu traditionally, Queen well explained. Please come futhi👊

  • @papas28mjoli
    @papas28mjoli 2 ปีที่แล้ว +2

    Nami bengisadidekile ukuthi ubani uMahlobo ngoba phela sazi uMkhulu uMabalengwe. Ngizwe ngezwi ukuthi uyena umkhulu

  • @NomasontoMthembu-mg9px
    @NomasontoMthembu-mg9px 3 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga ngolwazi egagasini kube kuthiwa igagasi fm hilona abelaphi esibanika imali sidinga usizi kube asikhali ngezichitho nangezilwane ngoba abanye abelaphi abanalo iqiniso😢 kungani bangasisizi ngokuphelele kungani?

  • @zintlemncube3891
    @zintlemncube3891 4 หลายเดือนก่อน

    ngibingelele mina kunomuntu ongimele ngeschitho since 2020 up until now ngilashwe angiphinde futhi akakhathali...

  • @DingiNqaba
    @DingiNqaba 2 ปีที่แล้ว +4

    I spoke about this on my whatsapp statuses on Monday & Tuesday....I am glad you're talking about it now

  • @mandlamthembu924
    @mandlamthembu924 2 ปีที่แล้ว +1

    Kwenziwa yin kut uma umunt elala nomunt lona omunye ezwe ubuhlungu kube ngat uhlatshwa zinalithi noma usikwa amareza ngibonge🙏

  • @nkanyisozondi6103
    @nkanyisozondi6103 10 หลายเดือนก่อน

    Mina nginombuzo isichitho yini uma abantu bengakufuni njengoba kuchazwa ngisho uthule kodwa umuntu oboniswayo akutshela ukuthi kubonakala ukukhanya

  • @ntomfuthngubo845
    @ntomfuthngubo845 2 ปีที่แล้ว

    Ngibingelela kunini nonke ohlelweni likamthiyani ngicela ukubuza Uma unendoda eloku ikubonela Abantu ojola nabo ube ungajoli ithi njalo meniye kamelweni ithi unuka isdoda uphuma endodeni sehambe abathandazi UCC wam bethi uneslwane bathi bayaskhipha kuzifanele yini le ischitho Noma isilwane ngoba umfana uvele athi ngikubonile uqabula ubani esho into engekho

  • @mildredncube2032
    @mildredncube2032 2 ปีที่แล้ว

    Ngibingelele egagasini syabonga ngeshloko senu inzima lendaba futhi iyadida phakathi kwedlozi leschitha sokwenziwa kimi kwenzeke ngeskhathi esizodwa so ngididekile lapho ngiqale ngezwa umnuko wenyamazana omubi kumusk yami jiki ubuso baluma suke ngalahlekelwa ngumsebenzi kumele ngiyeyenza umsebenzi wedlozi

  • @mqadithobela6655
    @mqadithobela6655 5 หลายเดือนก่อน

    Isichitho sesilwane sona sibonakala kannjani ngabe syalapheka yini?

  • @solomzisiko626
    @solomzisiko626 2 ปีที่แล้ว +1

    Enkosi kakhulu

  • @itsdailygaming6089
    @itsdailygaming6089 2 ปีที่แล้ว

    Sound!!!

  • @pearln2308
    @pearln2308 2 ปีที่แล้ว

    Isichitho siyafakwa yini eMsamo. Therfore when you try help yourself kanti kusekhaya. And then you and all your siblings are experiencing the same bad luck and body itching, and smelling or amasimba

    • @syam7213
      @syam7213 2 ปีที่แล้ว +1

      Kuyenzeka yes but i doubt isimo lapho. I suspect isinyama noma nivaliwo or kuphehlwe amanzi amnyama. Basically its a level above isichitho. Isukumele🤝🏾

  • @ntwenhlembanjwa6201
    @ntwenhlembanjwa6201 2 ปีที่แล้ว

    EISH KHONA KUNZIMA EZICHITHWENI 😳😳😳