Imfundisoze ngoShembe by Ngogi Mahaye

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 22 ม.ค. 2025

ความคิดเห็น • 50

  • @thulanituvalo5599
    @thulanituvalo5599 4 ปีที่แล้ว +3

    Syabonga Dr Mahaye ngibuhlungu ngabefundisi abashumayela bezebekhale "kodwa bengaqondi bephikisa iqiniso akushunyayelwe iqiniso likaJehovah , "bantu bomhlaba awavuleke amahle maAfrika, nemigqondo yethu le eyakolonazwa nanti Ilanga selikhanya ,nanti izwi lomemo elimema bonke abantu Abansundu nabamhlophe,liyophuma Ilanga lakho Afrika noma umhlaba ungathandi noma bengathini abantu bomhlaba siyokulandela, akukho okwabakhona/okuyobakhona ngaphandle kwakho Shembe ongwele. phambili Dr Mahaye, noma kungabahlungu Shembe is the way, cha maAfrika ayikho enye indlela ngaphandle kwaShembe nguye ekuqaleni nasekugcine alibongwe leligama,baphathiswa bevangeli hlolani imibhalo, liyophuma Ilanga lakho Afrika ,press on Dr Mahaye umusa wenkosi yethu unyazilwezulu ukwembathe ubusuku nemini. lezifundo osifundisa zona zithobisa inhliziyo zabaningi phambi komhlengi wethu unyazilwezulu ,sibonge macingwane Bk okhozi fm. Amen.

  • @ezekieldlamini2181
    @ezekieldlamini2181 4 ปีที่แล้ว +6

    Siyabonga Ku DR Mahaye ngokuphendula lombuzo obujivaza igama lenkosi yamanazaretha,inkosi uBabamkhulu .Phaphamani Phaphamani ma Africa,sibonge nasemsakazweni inhle into eniyenzakho.

  • @thokozanilucky1715
    @thokozanilucky1715 4 ปีที่แล้ว

    Baba Dr Mahaye..singabantwana abancane syafisa kuba Uhlale with lomlando owuphethe ukuze sokhumbuza isizukulwana esizayo nath..uphile baba

  • @luckysibiya5244
    @luckysibiya5244 4 ปีที่แล้ว +5

    Siyabonga dokotela inkosi ikubusise mase kungene wena ngivele ngizizwe ngiphakath eBuhleni uyasivuselela mtaka Nhliziyo,

  • @zthonkomo1453
    @zthonkomo1453 4 ปีที่แล้ว +1

    Syabonga kakhulu Dr. Mahaye ngomsebenzi omuhle ovela ezulwini uyazi uma usuwuphethe lo msebenzi kuyezwakala ukuthi kusuke sekukhuluma uSHEMBE uqobo lwakho. UNYAZI likwandisele izinsuku wonke okufisayo kuphumelele. Usifikisela ngezinyembezi Baba syabonga kwinhlokoshane ethela ubusika nehlobo solwazwi wakithi eNazareth🙌 🤝

  • @Phumlani_Mncube
    @Phumlani_Mncube 2 ปีที่แล้ว

    Yingakho Ukhozi Fm lwahlikiza lento enhle ngoba babezwa amaqiniso ngoba phela ayikapheli emqondweni wabantu ukuth u Shembe umuntu.

  • @lungisanihlalekwenza7003
    @lungisanihlalekwenza7003 3 ปีที่แล้ว

    Ai BABA MAHAYE 😢😢😢 izifundiso zakho ziyasilula thina esisemaphuphu sibonga nge kuthi usivule amehlo INKOSI UNYAZI LWEZULU LIKUPHE AMANDLA LIKUBUSISE 🙏🙏🙏

  • @phumlanidludla9633
    @phumlanidludla9633 4 ปีที่แล้ว +2

    Syambonga uShembe ngoba ukube akasthandanga ngabe sihlala eAfrica kodwa inqondo ngabe zise Europe

  • @thokozanintshangase9427
    @thokozanintshangase9427 4 ปีที่แล้ว

    Sybonga baba usukhanyise okuningi kakhulu uNyazi luqhubeke lukubusise ngezinkulumo ezifundisayo

  • @mzwandilekhumalo3038
    @mzwandilekhumalo3038 4 ปีที่แล้ว

    Baba Mahaye ngiyabonga Mina ngokusipha ulwazi

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene2103 4 ปีที่แล้ว +1

    Kodwa DR MAHAYE SENGATHI LUNGAKWEMBATHA UNYAZI ISAZI SAKITHI

  • @thembazwane9562
    @thembazwane9562 4 ปีที่แล้ว

    Siyabonga kakhulu oKhozini, Bheka Mchunu kanjalo nakuwe mtaka Jehova baba uMahaye 🙏 inkosi inibusise. Izitha zobuNazaretha zazithi ziyabuqeda kanti azazi ukuthi zivimba okungasoze kwavimbeka.

  • @bonganimthimkhulu5121
    @bonganimthimkhulu5121 4 ปีที่แล้ว

    Baba Dokotela, siyabonga kwande lokhu uNkulunkulu akuphathise khona ngoba uyasichathekela nathi. Sesiyazi ukuty uma kuyiSabatha sizodla ukudla komphefumulo okuvela ezulwini ngephimbo lakho Baba. UNyazi lukugcine njalo...

  • @sthembisomaphumulo9107
    @sthembisomaphumulo9107 4 ปีที่แล้ว

    Siyabonga baba u mahaye ngezimfundiso ezinhle kangaka inkosi ikubusise siyakhanyiseleka manje ngo baba omkhulu u shembe amen

  • @gamazwane6866
    @gamazwane6866 4 ปีที่แล้ว

    Licishwa abangalithandi abalithandayo lidlenini ....Dr. Mahaye siyabonga ulishumayele ungakhathali uyobongwa uMnikazi walo leli lizwo lomemo

  • @malumebiyela4627
    @malumebiyela4627 4 ปีที่แล้ว

    Siyabonga kwiNdange

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene2103 4 ปีที่แล้ว

    Ngikhumbule Okhokho bami ngababiza nabasekhokhomama ngakhumbula nezingane zakwethu ezedlula kulelizwe kwaphama enye into kimi SYBONGA.

  • @slimngomathobeka6203
    @slimngomathobeka6203 4 ปีที่แล้ว

    Syabonga umsebenzi omuhle kAShembe Dr Mahaye nkosi ibusise izwi layo

  • @mholizubane7002
    @mholizubane7002 4 ปีที่แล้ว

    Wayibeka kamnandi, lelizwi elithi Mzazela lapho uya khona usuyozibiza ngo Shembe liyismangaliso esesabekayo ngoba nakuba sisebenzisa igama Jesu kodwa ikhona into ethi lafika kamumva kodwa oka Mariya owalenga esphambanweni kwakungu Yeshua Ben Yosef. Uma ulibuka leli gama bese ubuka elithi Shembe angaz noma kukhona yini esingakucosha uma sibheka izinhlamvu zawo. Dr

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene2103 4 ปีที่แล้ว

    Kodwa Dr Mahaye namihla iphele inkonzo yasekuseni usuchaza ukuthi uSHEMBE WAKHOTHAMA KANJN WASHO ISIHLABELELO184 BESE NGIKHALA UVELE WATHUTHUMELA WONKE UMZIMBA KWAFIKA ISIZI NGAKHALA

  • @thabilegwamanda3364
    @thabilegwamanda3364 4 ปีที่แล้ว

    Inkosi ikubusise baba Dr Mahaye muhle umsebenzi wakho👏👏👏

  • @mhloniphenicorwen8114
    @mhloniphenicorwen8114 4 ปีที่แล้ว

    Syabonga kakhulu ngokusicathulisa ngeqiniso DR Mahaye ✅👌

  • @zanelebuthelezi8732
    @zanelebuthelezi8732 4 ปีที่แล้ว

    Ameeen

  • @phakamanimanqele1649
    @phakamanimanqele1649 4 ปีที่แล้ว

    Syabonga baba Mahaye ukphathiswa amazwi amnandi kangaka

  • @sikhumbuzomlozini2994
    @sikhumbuzomlozini2994 4 ปีที่แล้ว

    Khona okukhona la enganeni kababamkhulu yesi9 uTutu cela ningibbalansise

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene2103 4 ปีที่แล้ว +1

    LiSABATHA LINGIBUSISE KANTI NOMFU _wami SHOZI NGIJABULILE NGIMUZWA ABASHO BONKE OSHEMBE BASEZULWINI.SYBONGA NAKULO UKHOZI FM