Igama elithi SMAKADE liyazwela kakhulu kimi, (KING MISUZULU KA ZWELITHINI) SPEECH.

แชร์
ฝัง

ความคิดเห็น • 63

  • @njabulogiba664
    @njabulogiba664 6 หลายเดือนก่อน +3

    Babethi ontaba kayikhonjwa iSilo asisazi isiZulu😂😂😂😂 ngoba njalo mangingamfuni umuntu nenza Sure

  • @user-ct6ht6px5c
    @user-ct6ht6px5c 5 หลายเดือนก่อน +1

    Wena Ndlovu! Wena Ndlovu! Bayede.
    Mana njalo Silo esinamandla,
    Hola ibutho lakho nihambe kahle.
    Impi yaseSandlwane, sayinqoba ngomkhonto kuphela.
    Wena weNdlovu! Wena weNdlovu! Bayede!!!

  • @banjani3732
    @banjani3732 6 หลายเดือนก่อน +1

    Bayede Hlanga lomhlabathi,Ngonyama yesizwe. Busa Nkosi siyavuma.Ùbuyise inhlonipho sibukele kuwe Sizwe.Noma sibhaĺa sihloniphe. Sonke singabeSilo.

  • @XolileMpalala-ko4ml
    @XolileMpalala-ko4ml 6 หลายเดือนก่อน +12

    Kuhle ukuku bona kwakho ndlulamithi ka ndaba

  • @SMMY2355
    @SMMY2355 3 หลายเดือนก่อน

    Awwww madoda. King Misizulu ka Zwelithini The direct descendant of Ingonyama UCETSHWAYO, uJininda omnyama. He even bears a striking resemblance to iNgonyama UCETSHWAYO

  • @ThokozaniGoodwillMtolo
    @ThokozaniGoodwillMtolo 6 หลายเดือนก่อน +7

    Hlangalamakhosi
    Yakhuluma imbongi Mdletsheni yakhuluma ngezinto ezibalulekile

  • @wandilemaphosa-mx8ud
    @wandilemaphosa-mx8ud 6 หลายเดือนก่อน +5

    Bayede Nkosi Yami. Isandla sidluli Kanda nomabengathini uyinkosi yetha Hlangalezwe.
    Bayede❤

  • @Nonoologbonorie2111
    @Nonoologbonorie2111 6 หลายเดือนก่อน +2

    Bayede wen uyinkosi yesizwe esikhilu samazulu, my king, ayikho enye inkosi esiyaziyo but our king misuzulu, Bayede Hlanga lomhlabathi

  • @Nonoologbonorie2111
    @Nonoologbonorie2111 6 หลายเดือนก่อน +3

    Bayede my king, Hlanga lwezwe

  • @bongekilekhanyile1523
    @bongekilekhanyile1523 6 หลายเดือนก่อน +1

    Syakuthanda💪💪❤️ uyi Nkosi yethu

  • @sbongaavela9767
    @sbongaavela9767 6 หลายเดือนก่อน +6

    Bayeeeeede

  • @shayezakhebethuel5242
    @shayezakhebethuel5242 6 หลายเดือนก่อน +1

    Bayede Hlangalomhlabathi uyiNkosi noma umuntu ekubheka nje

  • @sibongilebiyela2784
    @sibongilebiyela2784 6 หลายเดือนก่อน +3

    Bayede Silo eskhulu siya bonga u Nkulunkulu abe nawe 🙏

  • @user-ov2ll2lr8t
    @user-ov2ll2lr8t 6 หลายเดือนก่อน +2

    Kanti ukuncokola kuchazani isilo siyancokola asihlekisi ngegama. Uma ningabandawonye kuyaye kube nesikhathi sokuncokola.Yehheni

  • @user-cs3qy5we4t
    @user-cs3qy5we4t 6 หลายเดือนก่อน +5

    Sengathi inkosi ingamlonda ubaba uMdletshe okaSombathabuhlalu obubomvu Hha uBuzetsheni madoda!

  • @user-vf6rc3gc5u
    @user-vf6rc3gc5u 6 หลายเดือนก่อน +3

    Bayende🇸🇿

  • @hlengiwembambo3572
    @hlengiwembambo3572 6 หลายเดือนก่อน +3

    Ubayede uzenzela ngako ihlaya loku okusmakade 😂. Akabazondi nhlobo bandla.

  • @nkululekomasilonkululeko4426
    @nkululekomasilonkululeko4426 6 หลายเดือนก่อน +4

    bayede Inkosi eNkulu yethu kwabulawayo koMthwakazi

  • @dumisanimhlongo5695
    @dumisanimhlongo5695 5 หลายเดือนก่อน

    Bayede uyi Nkosi yethu izolo uyinkosi yethu mhlanje futhi uzobe uyinkosi yethu kusasa ama Zulu avumile Mtanenkosi Bayede

  • @fikilemagwaza6231
    @fikilemagwaza6231 6 หลายเดือนก่อน

    Manje lesisitabane sobe safike lapho sifika khona sihleba ngosi Makade

  • @user-cs3qy5we4t
    @user-cs3qy5we4t 6 หลายเดือนก่อน +3

    Eyethu inkosi Bayede wenaweNdlovu

  • @user-cs3qy5we4t
    @user-cs3qy5we4t 6 หลายเดือนก่อน +4

    Iqiniso iqiniso babuMdletshe walibeka lacaca

  • @theeh_
    @theeh_ 6 หลายเดือนก่อน +1

    Bayede

  • @khulekanimanqele5257
    @khulekanimanqele5257 6 หลายเดือนก่อน +3

    BAYEEEEEEEEEEEEEEEDE

  • @user-pj3hu9sy9m
    @user-pj3hu9sy9m 6 หลายเดือนก่อน

  • @MthuthuzeliQina-hw1ey
    @MthuthuzeliQina-hw1ey 2 หลายเดือนก่อน

    Halahalazulu

  • @user-qm6sp2qz2h
    @user-qm6sp2qz2h 6 หลายเดือนก่อน +1

    Govender wabhala isiZulu esiphelele, kungenzeka ukuthi usufuna ukuba i-advisor kaJZ?

  • @ayandambatha7887
    @ayandambatha7887 6 หลายเดือนก่อน +2

    😂

  • @banzimakiva5847
    @banzimakiva5847 6 หลายเดือนก่อน +3

    Buzetsheni must get paid what is doing for the kings its lekker chep and its knows his clans and history of this guys i like him but I don't like where its staying and see his house no guys you need to take this guy serious

    • @njabulogiba664
      @njabulogiba664 6 หลายเดือนก่อน +2

      Babu Mdletshe is getting paid for being iNyosi😊

    • @SibusisoSimakade-ti4gg
      @SibusisoSimakade-ti4gg 6 หลายเดือนก่อน +1

      Phela umuntu Kuya ngaye ukuthi uma exoshiswa wenzani ngalokho axoshiswa ngakho.Angeke phela inkosi ize imakhele umuzi.Usho ukuthi kusuka kuMdlokombane akabhekelwa ngalutho??

    • @banzimakiva5847
      @banzimakiva5847 6 หลายเดือนก่อน

      @@SibusisoSimakade-ti4gg ebaba vuka Patrice Motsepe bought him a Car research Loko bazokutshela abantu ukuthi yayiyimoto yokuthini le wayemthengela ube wena sele uthi umuntu amthakazelelayo embonga emxhumanisa noshaka king cetywayo yhoooo ithi yadlala Ndoda that guy must benefit to ingonyama trust

    • @bhekanimanana9179
      @bhekanimanana9179 5 หลายเดือนก่อน

      Kodwa sengaze umbize ngegama umuntu omdala

  • @vishigovender5967
    @vishigovender5967 6 หลายเดือนก่อน +6

    Let's vote for mk party konke lokho kyokwenzeka.sikhuluma khona lokho siyiMK PARTY AMANDLA MKHONTO WESIZWE 💪💪👇👇💪

    • @SibusisoMyaka
      @SibusisoMyaka 6 หลายเดือนก่อน

      Aniyazi pilitiki nima nixhashazwa MK lena efuna uku saver i ANC

  • @sicobelelanangolwazi9151
    @sicobelelanangolwazi9151 6 หลายเดือนก่อน +4

    Hhayi uZonda amagwala inkosi yethu ilapho nje😊

    • @thobelanimasinga6523
      @thobelanimasinga6523 6 หลายเดือนก่อน

      Uwubiza nini owakhe umkhosi niye nani niyomotha njengenkosi yenu?

    • @hlengiwemuntwungwa3952
      @hlengiwemuntwungwa3952 6 หลายเดือนก่อน

      ​@thobelanimasinga6523 😂😂😂wamuhle umbuzo

  • @mbenhle1
    @mbenhle1 6 หลายเดือนก่อน

    😂😂😭💖💖💖

  • @ndumndum1000
    @ndumndum1000 6 หลายเดือนก่อน +1

    mxm

  • @ndumndum1000
    @ndumndum1000 6 หลายเดือนก่อน +1

    smakade inkosi yamaZulu ngokusho kwabakwa Zulu nje ,hahahahha

    • @sphamandlantetha1733
      @sphamandlantetha1733 6 หลายเดือนก่อน

      😮Inhlamba le oyisho kwabakwaZulu. Yithi wena amambuka athi inkosi usmakade

  • @user-iu7ob1jw2h
    @user-iu7ob1jw2h 6 หลายเดือนก่อน

    WAMUHLE KAPHEZUKONKE WENA MATHAMBO AMADALA OKHOKHO BETHU MPANDE YETHU MNINIWABANTU. BAYEDE NGONYAMA. THE KING IS BORN. ANGIKAZE NGIBE NONGABAZANE NGOKUQOKWA KWESULO SAMABANDLA. WAMUHLE MVELIKQALA SYZITHOBA KINI THONGA ELIKHANYAYO. INKOSIE YINYE, NOMA KUNGABANGWA KODWA INKOSI IBEKWA INGEKABONWA UMHLABA. INKOSIE NOBUKHOSI KUYAHLONISHW NGOBA UBUKHOSI OBUKA NKULUNKULU NETHONGA. PHAMBILI SILO ESIKHULU NEMISEBENZI EMIHLE YOMLILO OQOTHULAYO NETHONGA WLIPHILAYO LOBUKHOSI BUKA ZULU. MANANJALO NGONYAMA YEZULU,. UNWELE OLUDE WENA WOHLANGA. INKOSIE NETHONGA BAKUPHASE BAKWESEKE BAKUHLENGE BAKUHOLE. SILO ESIKHULU SIYACANAGUTSHISA.............

  • @Khulaubone9702
    @Khulaubone9702 6 หลายเดือนก่อน +3

    Yabona lo bhuti lo okuthiwa umisuzulu ingathi into ethi ubuholi ayikho kuye kungani ehlekisa ngegama umfowabo aliqanjwa uyise bese yena enza ihlaye ngalo, lo angisamthathi njengesilo unenkinga uhlulwe ukubumbanisa umuzi

    • @siphesihlendlovu6692
      @siphesihlendlovu6692 6 หลายเดือนก่อน +8

      Uyathanda awuthandi uyisilo

    • @Khulaubone9702
      @Khulaubone9702 6 หลายเดือนก่อน

      @@siphesihlendlovu6692 sakho hayi sami lomfana uthi malume kimi , buza izwe konke ukuthi amaNgwane tribe ngobani uzozwa and uyokwazi ukuhlonipha mina naye mangimtshela ukuthi ngingubani uyehla 🤣 futhi wazi kahle

    • @siphesihlendlovu6692
      @siphesihlendlovu6692 6 หลายเดือนก่อน +3

      @@Khulaubone9702 😂😂😂😂kodwa ke mnewethu inkosi kayibekwa nawuyazi kanjalo nangendlela owazalwangayo ezalwa inkosazane yobuzwe bamaswati kumfanele abesesihlalweni abadala abadala bawenza umlando wama manjekunzima ukushintsha lokho

    • @Khulaubone9702
      @Khulaubone9702 6 หลายเดือนก่อน +1

      @@siphesihlendlovu6692 mangabe kwakhwatshaniswa ke uboni oyositshela ngoba umnini muzi akasekho ,,, ifa lendoda alabiwa umfazi

    • @siphesihlendlovu6692
      @siphesihlendlovu6692 6 หลายเดือนก่อน +2

      @@Khulaubone9702 nkosiyami hhayikabi akungikhanyisele ubani umame ozala usmakade?

  • @ernest9605
    @ernest9605 6 หลายเดือนก่อน +2

    Ihlathi ngempela leli

  • @kabzelolorenz8927
    @kabzelolorenz8927 6 หลายเดือนก่อน +6

    USimakade kaZwelithini yingonyama

  • @lwazisibiya2680
    @lwazisibiya2680 6 หลายเดือนก่อน

    Ihlathi leli. 😢

  • @wandilemaphosa-mx8ud
    @wandilemaphosa-mx8ud 6 หลายเดือนก่อน +6

    Bayede Nkosi Yami. Isandla sidluli Kanda nomabengathini uyinkosi yetha Hlangalezwe.
    Bayede❤

  • @giftmtshali2046
    @giftmtshali2046 6 หลายเดือนก่อน +6

    Uyindoda Zondamagwala 🙌🏿

  • @wandilemaphosa-mx8ud
    @wandilemaphosa-mx8ud 6 หลายเดือนก่อน +7

    Bayede Nkosi Yami. Isandla sidluli Kanda nomabengathini uyinkosi yetha Hlangalezwe.
    Bayede❤