Ai lo live best best aibo sound perfect...POSTO ai uyashisa ndoda.... backing vocalist ai nenza umhlola.....band ai umlilo wodwa!!!!! Awukho u live oyofika lana phambili Posto
Potso ulomuthi hayii uyenza ngan kat sengyasola mna kkkkkk. .wat kind of live is this Ngyalithanda Mageza mutle umsebenzi wenu up up bafana bendidanoooooooooooo
Sesingakhohlisana nje ngoba sekwabakhona oqhawelami...uPotso unethalente elisabekayo bafwethu..kahle kahle akukazukubakhona umuntu oshaya uLive ngalendlela...iNdidane yayifihle induku emqubeni ngalomfana struuuuuu😚
Ngivumelana nawe
Kunjalo mfe2 yabona nawe kwi album yakhe yokugcina washuta naye
Ai lo live best best aibo sound perfect...POSTO ai uyashisa ndoda.... backing vocalist ai nenza umhlola.....band ai umlilo wodwa!!!!! Awukho u live oyofika lana phambili Posto
Lead vocal 👌🔥💯 Backing vocals👌🔥💯 Dancers performance👌🔥💯 Overall performance 💯 Outstanding. Ngeneyntweni 💯 from Red🔴Nation approve 👍
Angipolitiki angisuye futhi umlamdeli wamageza kodwa upotso ungenhla ngo live 🙌🏽Njengogcabashe mfokangobese
Ihambe kakhulu iCommander webafe2🔥🔥 from kwezakaguqa
Am from Victoria falls in Zimbabwe ngiyavuma mageza ngiyalithanda since 2009 love uu guyz
Thanks for watching, please download our App to listen to Dr. Khehlelezi Live :play.google.com/store/apps/details?id=com.radio.mce3f2ba09
Khemani mani 🔥🔥Ayisuka kwibi mani bafana bami 🔥🔥Best live ever 😭😭😭
ayyyy upotso uhamba yedwa ngo live. simbeke ecaleni ubaba u hhashielimhlophe
This is amazing, Amalangabi wooodwa
Aish bafana bami...commander🔥🔥🔥🔥...ayi suka umnandi umaskandi
Ilapho bafana nangikhumbuza kwaDlulujeqeze. Dankie nimenjaloooooh.
Potsoh the most complete live performer this country has ever seen 👌👌👌👌
maybe you should watch uDlubheke that guy is a machine him self
USgwebo?
Postooooooooooooooooooooo ayeyeyeyyeyeyyeyyeyeyeeyeye ukuba usakhona uMtshengiseni Koda😪🤤😪 ukufa yinuku ngiyakuzonda
Syabonga Blaqlife TV for the best quality and sound 😘👌
ayy bafana kazi nichathe ngani AYY NIYAYENZA LENTO ESPECIALLY LO MJITA OWAQALA ESEMNCANE EJIJE IKHANDA KUGCWENSA
Kodwa uPotso somkhumbula emagezeni ,uwagcine ekwizinga eliphezulu amageza ❤❤❤❤❤🔥🔥🔥
Wemaloooooo khuphuka commander nezakho💃💃💃💃💞
Muhle umsebenzi wenu haiy niyawushaya u live 🙌
This performance reminded me of iqhawe RIP Ndidane we will always love and celebrate the time you spent with us
Kufa kulinuku we still miss this man
Keep it up blaqlife tv👌👌👌
Nangikhumbuza indidane kodwa nadlala kamnandi 💪
Ku lime ku lime bafana be Ndindane Thisha ka live (Potso) niwuphethe kahle umsebenzi we Qhawe
Hhay potso ngobese muhle umsebenzi wakho hhy best live in the world
Hhay ngdelile namhlanje uyinkinga lomfo ngo live udlubheke mncane kakhulu akekho ongamelana nopotso ngo live ngoba ngisho nasebashona impela angimboni ngaphandle kwa mfazomnyama omunye owayeyinkinga ngo live
Representing mnambithi❤️ne uitval
2021 manje....... Angikambon oyivala lo mgodi kaPosto kaLive
Khuphukani njalo bafana baMageza angeke nisavinjwa muntu kuLive
Syabonga bleq tv niyivakashele yonke imicimbi
Kodwa Potso awusoze uphele lumuthi oyenza ngayo uLive haaaaaa uligagu kaNgobese siyabonga
Makhathoni kwi Lead guitar ngyakuzwa mina👏
Aiy maani ngithi maani ngiyakuzw laph mfan wamageza eiy ama backings enza one uligagu Potso mfan
Bulawayo Zimbabwe approved 🔥🔥🔥🔥🔥 Yesss Yesss Yesss
ayy bayangchaza abafana bakaPonso, indlela abagqoza ngayo especially ekugcinen kuvele kuth angihlanye
Maskand usuzihambela wodwa manje good job
Backings ay ay ay ay ay suka sukaaaa💯
"#KwezeMinister"
UMgqumeni unkulunkulu womaskandi... ophikayo akayozikhunga suuuka!!!! up khomanda
Kkkkkk IKhansela yalazi kahle kkkkkkkkkkkkk
@@siyandakhumalo4587 loool ngilazi kahle mfo kodwa ke asikhulume iqiniso.. ukube ibhova lalingekho ngabe uyini nje umaskandi manje?
Aze asho kamnandi amabackings madoda💯🧔🏻
Ivuthiwe lensizwa yakwaNgobese impela uGcwensa washiya esiphekile isitshulu sabondwa nephini sayekwa,yingakho sesiphaka kumanje.
eish ukwenzek kwakh kukhomb ukuth uchoma ngento oyaziyo kuhl kuyajabulis
Ei ukuthi phela iqiniso alikho emhlabeni loMbhem unzima ngo LIVE n HE does perform fakhi 🔥🔥🔥🔥
Ay lomfana unzima kakhulu bafwethu vumani bo!
amageza Mahle ayinkinga awahlukanga no Ronaldo dlubheke uyeza mfana kodwa awubhuquzise ukhuzani kuqala bese udlula ku potso yize ungeke ulunge
Yayinhle into yeThu yesiZulu madoda ...ngingemZulu ngingaba yin?!...
Postooo❤️danki lapho
Futhi muntu osaphika Live walendoda hhayi iyawuxebula
Sakhala kamnandi🔥🔥kwahlokoma inkundla #RIP Bhova😍🐕
Uyathandwa ke nase MUT wePotso mfana weNdidane....kanti ke akekho kumaskandi ongakuvimba ngolive
#kulate
Commander😍😍😍!!!!!!!!!!
Abakuyeke mfokaNgobese mfwethu ❤🔥
SIPHAMANDLA S MKHIZE Nami ngivele nganela weMfokaMkhize Ncwasmende nkabiyami
uhlanya lomjita yeeeeey
ushaya into ecokeme
Potso ulomuthi hayii uyenza ngan kat sengyasola mna kkkkkk. .wat kind of live is this Ngyalithanda Mageza mutle umsebenzi wenu up up bafana bendidanoooooooooooo
Mtindi kwamele umbize nawe Ustezie kumageza ngoba nicula kahle ey
Ai yayivuma Commander Salute bhuti Pontso
Akekho osazolunga Lihle iqiniso
Whe bafana bami ushuni wami lo ,uyaphuphisa #Lithini igama lalengoma enaloLine ??
Ay bagana bamageza ngyavuma mina niyayenza lento Potsooo
Yaze yayinhle lento
Bashaye , kubaleka izinja ziyoncasha yasha induku kwabenekani I NKOSI ka live ushaya bona lapho zinsizwa.
Bayokmangaz abanye balandeli balomculo. Ikuphi inkinga uPotso umecula ingoma yeBhova eznandisela? Sebekhohliwe yini ukuthi kwayonaNdidane yavezwa yiliBhova lelo beculandawonye. Abant abayekiPolitik engenasdingo. Masiwathandeni nje amaqhawe ethu siwathandel ukshayingom enomlayezo not ukuthi ungcofa bani nom uyakwaz ukngcofa kunobani ngob umbhedo lowo uzofa lomculo ubulawa nje idlanzana menu Nina bontabakaykhonjwa...
Bayoze bakuvume mntakamangobese
King of live
This is high performance ngesilungu
Yoooooooo Potso bathung, King of life.
Siyabonga blaq live tv 👏
ay ebeshuke kahle lomfana kamangobese ayi
looool
Usungaphika. Nje umnomona iyikinga lomfana
kuvele kuthi angihlanye if ngizwa ingoma yebhova
UKZN Westville approves
Wangikhumbuza inkosi yamakhosi indidane
😂😂😂ai ziyenzeka amageza asacula izigoma zebhova,gabe indidane yayigakuthokozela lokhu!
Yebo kuhle kakhulu lokhu
Yebo ngoba kwayona indidane kwi interviews zao okhozini yayiloko ikhuluma nge bhova kakhulu ize ity seyikhothoza nje ngku akuseko mntu oma phambi kwao, nditsho no lusanda ingane ye bhova wayeshutile nao
UPotso ubhayiziswa uNgizwe Mchunu lo owayengayifuni iNdidane waze wangicasula uPotso ndini
@@Umzeks-Omusha njani wena umlandeli kabani vele thina amageza sinjabule
Kojabula abangazi lutho
King ka live
ICommander phela le
The Energy🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥👌
Inkunz yethuu madoda
these guys are the truth
🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥 Ayih sukani madoda
this guy he is talented
Awsu suka madoda yadl' eyam🔥🔥
Awu shame bandla 😂 amageza enkosi
Up mageza
Uyawubusisa umoya wami Potso
khuphuka lapho command
Ngiyagcwala wemfana kaMaNgobese.
Muhle kakhulu umsebenzi lento ikhombisa nekhono nj...konke ukubone kwenzek phambi kwamehlo akho bengalokhu bethinta iziginci sakuzishaya ngisho ingoma ingakhali lol but sibonge neblaqlife muhle kakhulu umsebenzi I quality iyona esiyifunayo zingane zakwethu ay niyayshaya lento qhubekan nisivezel amaqhawe ethu
Nangikhumbuza indidanooh
🔥🔥🔥👌🤝
Up king Ka Live
Namanje usahamba yedwa uPotso 2024
15:00 i love that song where can i find it?
2022 sisakhona ezendidane madoda yizo ke lezi bongo kuhlala kuthiwa kosala zona kusele izibongo zendidane
best live
Bayok'vuma k'dala 🙌🏾
Ziyadlala lezinsizwa
2022 ngisabuka lendoda aiii u1 wodwa ngiyavuma Commander mft
Ngimthanda mayedlala iGame over hayi amagagu labafana umona phansi madoda
Hai,Commander halalaaah,Mageza
ai nikani ilasta intoyalo bafethu
Akusiyena losisi wamaYellow bone (OSUKASAMBE) lona oyisdudla lana ???
Uyena mfwethu uSmonyo...ilona olida amaYellow bones
@@bonganihadebe6485 Alright ngyambona nje ukthi ngathi uyena......Yinhle collaboration yabo shem and siyayikhuthaza intwenjena kulomculo nje uyephambili!!
Nguyena nomntwana wakubo lona omelamayo
@@emmanuelndlovu4401 ohryt bengimfanisa impela
Kanti y bacula izingoma zebhova ai bayadumaza
Awusukanini Madoda❤❤❤
Yeyi nina niyadlala ingane kudlubheke lona udkubheke akaphaphile estage
wothi uyadlala iCommander phela le Angifuni kulimaza abantu mina