GOD'S ARMY @ UMTATA 2018-bishop S B Zikhali and GAMBUSHE NDLOVU prt 2

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 25 ต.ค. 2024

ความคิดเห็น • 29

  • @janeottasiemanyisa7978
    @janeottasiemanyisa7978 5 ปีที่แล้ว

    Baba ngyabonga ngyabonga ngyabonga moyongcwele ngyabonga for your present in my life continue to use your son in Jesus name

  • @kgotsofaloalphis7411
    @kgotsofaloalphis7411 10 หลายเดือนก่อน

    Kule yezishumi uyigejile Bishop futhi asingenwanga ngamadimoni wena ulambele imali nje qha ayikho lonto uyishoyo mayelana nesishumi

  • @zanelemahlangu7590
    @zanelemahlangu7590 6 ปีที่แล้ว +1

    OOOH MY GOD IS LIKE IS FOR THE FIRST TIME I HEAR THIS STORY OF ABRAHAM, POWERFUL REVELATION IN HEAR, HELP US LORD TO WAIT UPON YOUR PROMISES

  • @hlengiwesanelisiwencwane6991
    @hlengiwesanelisiwencwane6991 6 ปีที่แล้ว

    Jesus we thank you Ukuth noma bekhona abaphambanisa ivangeli kodwa basa khona abakhuluma iqiniso. God bless you all in Jesus name

  • @hlengiwesanelisiwencwane6991
    @hlengiwesanelisiwencwane6991 6 ปีที่แล้ว +1

    power, powerful to what you are saying my brother musawenkosi Ngcobo .

  • @gladysnomasontoxaba7901
    @gladysnomasontoxaba7901 5 ปีที่แล้ว +1

    Jesusss khuphuka Mgcotshwa uNkulunkulu othatha okweshumi eeei ngizwa clean okudinga wena ukuthi yingenise eeei ngilalele ngokukholwa Yessss

  • @Siya-Mkhize-Prayer-Strings
    @Siya-Mkhize-Prayer-Strings 6 ปีที่แล้ว

    POWER!!!!!!POWER!!!!!POWER!!!!

  • @sewelafrancinah3097
    @sewelafrancinah3097 6 ปีที่แล้ว

    Amen

  • @thobekileqhinebe7561
    @thobekileqhinebe7561 6 ปีที่แล้ว

    Powerful

  • @hlengiwesanelisiwencwane6991
    @hlengiwesanelisiwencwane6991 6 ปีที่แล้ว

    power

  • @sifisomdletshe9745
    @sifisomdletshe9745 6 ปีที่แล้ว +1

    Eternal salvation is a teaching from hell? are you serious? This is really sad, ingakho abazalwane bangakhuli ekufanisweni noKrestu ngoba kushunyayelwa against the the Bible. What is biblical is call biblical and biblical called biblical. This is really disappointing by from pastors who are called, "Giants of faith."
    John 10:28, - "and I give eternal life to them, and they will never perish; and no one will snatch them out of My hand."
    John 10:29 - "My Father, who has given them to Me, is greater than all; and no one is able to snatch them out of the Father's hand."
    1 John 5:13 - "These things I have written to you who believe in the name of the Son of God, so that you may know that you have eternal life."
    Romans 5:1 - "Therefore, having been justified by faith, we have peace with God through our Lord Jesus Christ,"
    Therefore, having been justified by faith, we have peace with God through our Lord Jesus Christ,"
    Romans 8:31-39 - "What then shall we say to these things? If God is for us, who is against us? He who did not spare His own Son, but delivered Him over for us all, how will He not also with Him freely give us all things? Who will bring a charge against God's elect? God is the one who justifies; who is the one who condemns? Christ Jesus is He who died, yes, rather who was raised, who is at the right hand of God, who also intercedes for us. Who will separate us from the love of Christ? Will tribulation, or distress, or persecution, or famine, or nakedness, or peril, or sword? Just as it is written, "FOR YOUR SAKE WE ARE BEING PUT TO DEATH ALL DAY LONG; WE WERE CONSIDERED AS SHEEP TO BE SLAUGHTERED." But in all these things we overwhelmingly conquer through Him who loved us. For I am convinced that neither death, nor life, nor angels, nor principalities, nor things present, nor things to come, nor powers, nor height, nor depth, nor any other created thing, will be able to separate us from the love of God, which is in Christ Jesus our Lord."
    Ephesians 1:13-14 - "In Him, you also, after listening to the message of truth, the gospel of your salvation--having also believed, you were sealed in Him with the Holy Spirit of promise, who is given as a pledge of our inheritance, with a view to the redemption of God's own possession, to the praise of His glory."
    1 Peter 1:5 - "who are protected by the power of God through faith for a salvation ready to be revealed in the last time."
    Psalm 97:10 - "Hate evil, you who love the LORD, Who preserves the souls of His godly ones; He delivers them from the hand of the wicked."

    • @skhulumahaye6571
      @skhulumahaye6571 6 ปีที่แล้ว +1

      Lool ey broo he never done any study lobaba he knew nothing about Grace

    • @sifisomdletshe9745
      @sifisomdletshe9745 6 ปีที่แล้ว

      @@skhulumahaye6571 really sad brother. He actually studied theology back then in Union Bible Institute. It is very disturbing how he arrives on such statements. I understand when someone says they don't believe 8n doctrine that we are saved by God eternally (eternal security), but to reject the such clear doctrine even to say it comes from hell, is quiet another thing!

    • @MusawenkosiincekuNgcobo
      @MusawenkosiincekuNgcobo 6 ปีที่แล้ว

      ake siyibeke icace lento ukuthi kukhona umehluko phakathi kokuhlwithwa nokuphuma esandleni. uJesu uthi akekho ongazihlwitha esandleni kodwa akasho ukuthi akekho ongaphuma esandleni futhi ake sikhumbule indodana yolahleko ukuthi yona yaphuma esandleni lokhu kusikhombisa ukuthi umuntu uyakwazi ukuphuma esandleni alahlekelwe ukuphila okuphakade nokuthi futhi uJesu uma ebuza abafundi bakhe ukuthi nawe petru usufuna ukungishiya impendulo kaPetru ayithi nkosi singasuka kuwe siyephi ngoba akukho ukusuka kuwe kodwa uPetru uthi singasuka siyephi ngoba amazwi okuphila afumaneka kuJesu. okwesibili ukuthi uPawuli kwabaseRoma 8 uthi ayikho into eyakusahlukanisa nothando lukaNkulunku nalokhu ke kusobala ngoba nakhona kukhona umehluko phakathi kokuhlukaniswa nokuhlukani ibhayibheli alikaze lathi akukho ukwahlukana nothando lukaNkulunkulu futhi alikaze lathi akukho ukuphuma esandleni. ingakho noJesu ethi obekezela kuze kube sekupheleni uyena ozakusindiswa. Ingakho lamaversi alandelayo esivezela ukuthi umuntu uyalahlekelwa insindiso uma ezohamba ngokungaqapheli
      ROMANS 11 VERSE 22
      Bheka-ke ububele nobukhali bukaNkulunkulu; ubukhali kulabo abawayo kepha kuwe ububele bukaNkulunkulu, uma uhlala ebubeleni; uma kungenjalo, uzakunqunywa nawe.
      1 KWABASEKORINTE 9 VERSE 27
      Kodwa ngiyawutuba umzimba wami, ngiwenza isigqila, ukuba mina engishumayeza abanye ngingaliwa mina uqobo.
      AMAHEBERU 6 VERSE 4 - 6
      Ngokuba akunakwenzeka ukuba labo asebake bakhanyiswa banambitha isiphiwo sasezulwini, benziwa abahlanganyeli kuMoya oNgcwele, 5banambitha izwi elihle likaNkulunkulu namandla ezwe elizayo, 6babuye bahlubuka -- akunakwenzeka ukuba babuye bavuswe, baphenduke, lokhu sebezibethelela iNdodana kaNkulunkulu, bayithela ngehlazo obala.
      AMAHEBERU 10 VERSE 26 - 29
      Ngokuba uma sona ngamabomu emva kokuba sesamukele ukwazi kweqiniso, akusekho umnikelo ngezono, 27kepha kuphela ukulindela okwesabekayo ukwahlulelwa nomlilo oshisayo ozakuqeda amaphikankani. 28Odelele umthetho kaMose uyakufa engahawukelwa ngezwi lawofakazi ababili noma bebathathu; 29pho, nithi ufanele ukushaywa kangakanani kunalokho lowo onyathele phansi iNdodana kaNkulunkulu, wadelela igazi lesivumelwano angcweliswa ngalo, wahlambalaza uMoya womusa, na?
      2 PETRU 2 VERSE 20 - 22
      Ngokuba uma bebuye bahilelwe, bahlulwe yikho, sebebalekele ukungcola kwezwe ngokuyazi iNkosi noMsindisi uJesu Kristu, khona ukugcina kwabo kubi kunokuqala. 21Ngokuba ngabe kwaba ngcono kubo ukuba babengayazanga indlela yokulunga kunokuba kuthi sebayazile bafulathele umyalo ongcwele ababewunikeziwe. 22Kubehlele njengokwesaga esiqinisileyo esithi: “Inja yabuyela ebuhlanzweni bayo,” nokuthi: “Ingulube igezwe qede yaphindela ukuzibhixa odakeni.”
      NGOKUKAMATHEWU 10 VERSE 22
      Niyakuzondwa ngabantu bonke ngenxa yegama lami; kodwa okhuthazelayo kuze kube sekupheleni lowo uyakusindiswa.
      ISAMBULO 3 VERSE 5
      Onqobayo uyakwembathiswa kanjalo izingubo ezimhlophe, negama lakhe angisoze ngalesula encwadini yokuphila, negama lakhe ngiyakulivuma phambi kukaBaba naphambi kwezingelosi zakhe.
      NGOKUKAJOHANI 15 VERSE 2
      Yilelo nalelo gatsha elikimi, elingatheli izithelo, uyalisusa. Yilelo nalelo elithela izithelo uyalihlunga ukuba lithele kakhulu.
      ISAMBULO 2 VERSE 5
      ngakho khumbula lapho uwe khona, uphenduke, wenze imisebenzi yakuqala; uma kungenjalo, ngiyeza kuwe, ngilususe uthi lwesibani sakho endaweni yalo, uma ungaphenduki.
      AMAHEBERU 10 VERSE 36
      Ngokuba nidinga ukubekezela, ukuze seniyenzile intando kaNkulunkulu namukele isithembiso. 37Ngokuba kuse yisikhashana nje, ozayo uyeza, akayikulibala; 38kepha olungileyo wami uyakuphila ngokukholwa; kepha uma ehlehla nyovane, umphefumulo wami awunakuthokoza ngaye.
      HEZEKIYA 18 VERSE 24
      “Kepha lapho olungileyo ephenduka ekulungeni kwakhe, enze okubi, enze zonke izinengiso azenzayo omubi, uyakuphila na? Izenzo zakhe ezilungileyo, nesisodwa asenzileyo asiyikukhunjulwa, afele ezeqweni eqe ngazo nasezonweni one ngazo.
      1 KWABASEKORINTE 10 VERSE 12
      Ngakho-ke osuka ethi umi, akaqaphele ukuba angawi.
      KWABASEFESU 6 VERSE 13
      Ngakho hlomani izikhali zonke zikaNkulunkulu ukuba nibe namandla okuzabalaza ngosuku olubi, nalapho senifeze konke, nime.
      2 KWABASEKORINTE 11 VERSE 3 - 4
      Kepha nginovalo lokuthi njengalokho inyoka yamkhohlisa u-Eva ngobuqili bayo, kanjalo izingqondo zenu mhlawumbe zingadukiswa, ziyeke ubuqotho nobumhlophe ngakuKristu. 4Ngokuba uma kufika umuntu eshumayela omunye uJesu esingamshumayelanga, noma namukela omunye umoya eningawamukelanga, noma elinye ivangeli eningalamukelanga, nikubekezelela kakhulu.
      1 THIMOTHEWU 1 VERSE 18 - 20
      Lo myalo ngiwuthwesa wena mntanami Thimothewu njengeziprofetho ezandulelayo ngawe, ukuze ulwe ukulwa okuhle ngazo, 19unokukholwa nonembeza omuhle, okuthe abanye bekulahlile, bafelwa umkhumbi wokukholwa, 20abakubona oHimenewu no-Aleksandru engibanikele kuSathane, ukuze balaywe ukuba bangahlambalazi
      NGAKHO KE BAFWETHU IZWI LITHI UMUNTU UYALAHLEKELWA INSINDISO UMA EHAMBA ENGAQAPHELE INGAKHO KWENYE INDAWO UTHOLE IZWI LITHI QINANI ENKOSINI NASEMANDLENI AYO AMAKHULU
      Ukube ukulahlekelwa insindiso akukho ngabe asikho isidingo sokuthi sihlangane sibekezele noma sihlome ingali zamaKristu ngoba ngabe sisafe kodwa izwi lisixwayisile ukuba senze kanjani ngoba uma sidebesela sizolahlekelwa insindiso. ngakho ke ayikho iONCE ASAVED ALWAYS ASAVED ezwini lika Nkulunkulu kodwa kukhona ukuthi obekezele kwaze kwaba sekupheleni uyena oyakusindiswa.
      Ngibonga Unkulunkulu ukuthi lama verse engiwabhale la ngasenhla angizange ngiwathathe OUT OF CONTEXT kodwa ngiwathathe enjongoba enjalo nawe thatha ibhayibheli lakho ulifunde uzowatho la esho lokhu engikushoyo ngoba nami ngiwathathe enjengoba enjalo . ngicabanga ukuthi akhona namanye ama versi akhuluma ngokuwa noma ngokulahlekelwa insindiso engingazange ngiwabhale kodwa lawa engiwabhallile ahlaba eskhonkosini sekungaba kuyena umuntu ukuthi uyawakholwa noma ufuna ukukholwa imibono yabantu engekho ezwini. zikhethele wena ukuthi ufuna ukukholwa i ONCE ASAVED ALWAYS A SAVED engekho ezwini noma ufuna ukukholwa ukuthi umuntu uyalahlekelwa insindiso njengalokhu kusho izwi. zikhethele wena

    • @sifisomdletshe9745
      @sifisomdletshe9745 6 ปีที่แล้ว

      @@MusawenkosiincekuNgcobo which verse says being saved by God eternally is doctrine from hell?

    • @MusawenkosiincekuNgcobo
      @MusawenkosiincekuNgcobo 6 ปีที่แล้ว

      okay qhawe into evelayo ebhayibhelini ukuthi umuntu ozosindiswa umuntu obekezele kuze kube sekupheleni MATTHEW 10 VERSE 22 lokhu kukodwa kuyasivezela ukuthi ukusindiswa esisindiswe ngakho manje kuyisibambiso noma ithemba kodwa umasihluleka endleleni kuzosilahlekela ROMANS 11 VERSE 22 & ROMANS 13 VERSE 11. ngicabanga ukuthi lama versi engiwabhalile aveza ngokusobala ukuthi ukusindiswa kuyithemba kodwa kuzofezeka kahle uma sikwazile ukubekezela kwazekwabasekupheleni.
      okwesibili uma uthi sisindiswa eternal as if noma singenzani ngeke kusilahlekele ngisacela ukubuza ukuthi u ROMANS11 VERSE 22 uthini kanye no 1 KWABASEKONTE 9 VERSE 27 lapho upawuli ethi mina ngiyawutuba umzimba wami ukuze ngingaliwa kanti usuke ethini?

  • @skhulumahaye6571
    @skhulumahaye6571 6 ปีที่แล้ว

    This bishop where is coming from how he read Bible he never read Romans 5:17 yey south Africa is full of law preachers Paul say who doesn't preach the gospel of Grace let him be cursed

    • @MusawenkosiincekuNgcobo
      @MusawenkosiincekuNgcobo 6 ปีที่แล้ว

      uma sifunda ibhayibheli kumele silifunde lonke singafundi ingxenye siyeke ingxenye ngoba lokho kuzosenza ukuthi sifundise into ephikisa izwi. u Romans 5:17 ugxile kubantu abakholwayo uJesu noma abazokholwa uJesu bahambe naye kuze kube sekupheleni awukhulumi ngabahlubukayo ngoba abahlubukayo sibathola kuRomans 11 verse 22 ukuthi uma behlubuka bazolahlekelwa insindiso kungagcini lapho kuphela siphinde sibathole nakumaHeberu 6 verse 4 - 6 ukuthi bazolahlekelwa insindiso. kanye nakumaHeberu 10 verse 26 - 29. uma nje ngingabala amavesi akhuluma ngokulahlekelwa insindiso eTastimentini elisha kungaze kuse ekuseni maningi kakhulu ngoba naku 1 KWABASEKORINTE 9 verse 27 uPawuli ukhuluma ngokuthi yena uyazithiba ukuze angalahlekelwa insindiso . impela ilanga lingashona uma ngingabala amaversi akhuluma ngokulahlekelwa insindiso ezwini ngoba noJesu ukhulumile ngalokho ku Matthewu 10 verse 22 ukuthi umuntu ozosindiswa umuntu obekezele kwaze kwabasekupheleni kanjalo nesambulo sikhulumile ngalokho ISAMBULO 3 Verse 5

  • @MusawenkosiincekuNgcobo
    @MusawenkosiincekuNgcobo 6 ปีที่แล้ว

    ake siyibeke icace lento ukuthi kukhona umehluko phakathi kokuhlwithwa nokuphuma esandleni. uJesu uthi akekho ongazihlwitha esandleni kodwa akasho ukuthi akekho ongaphuma esandleni futhi ake sikhumbule indodana yolahleko ukuthi yona yaphuma esandleni lokhu kusikhombisa ukuthi umuntu uyakwazi ukuphuma esandleni alahlekelwe ukuphila okuphakade nokuthi futhi uJesu uma ebuza abafundi bakhe ukuthi nawe petru usufuna ukungishiya impendulo kaPetru ayithi nkosi singasuka kuwe siyephi ngoba akukho ukusuka kuwe kodwa uPetru uthi singasuka siyephi ngoba amazwi okuphila afumaneka kuJesu. okwesibili ukuthi uPawuli kwabaseRoma 8 uthi ayikho into eyakusahlukanisa nothando lukaNkulunku nalokhu ke kusobala ngoba nakhona kukhona umehluko phakathi kokuhlukaniswa nokuhlukani ibhayibheli alikaze lathi akukho ukwahlukana nothando lukaNkulunkulu futhi alikaze lathi akukho ukuphuma esandleni. ingakho noJesu ethi obekezela kuze kube sekupheleni uyena ozakusindiswa. Ingakho lamaversi alandelayo esivezela ukuthi umuntu uyalahlekelwa insindiso uma ezohamba ngokungaqapheli
    ROMANS 11 VERSE 22
    Bheka-ke ububele nobukhali bukaNkulunkulu; ubukhali kulabo abawayo kepha kuwe ububele bukaNkulunkulu, uma uhlala ebubeleni; uma kungenjalo, uzakunqunywa nawe.
    1 KWABASEKORINTE 9 VERSE 27
    Kodwa ngiyawutuba umzimba wami, ngiwenza isigqila, ukuba mina engishumayeza abanye ngingaliwa mina uqobo.
    AMAHEBERU 6 VERSE 4 - 6
    Ngokuba akunakwenzeka ukuba labo asebake bakhanyiswa banambitha isiphiwo sasezulwini, benziwa abahlanganyeli kuMoya oNgcwele, 5banambitha izwi elihle likaNkulunkulu namandla ezwe elizayo, 6babuye bahlubuka -- akunakwenzeka ukuba babuye bavuswe, baphenduke, lokhu sebezibethelela iNdodana kaNkulunkulu, bayithela ngehlazo obala.
    AMAHEBERU 10 VERSE 26 - 29
    Ngokuba uma sona ngamabomu emva kokuba sesamukele ukwazi kweqiniso, akusekho umnikelo ngezono, 27kepha kuphela ukulindela okwesabekayo ukwahlulelwa nomlilo oshisayo ozakuqeda amaphikankani. 28Odelele umthetho kaMose uyakufa engahawukelwa ngezwi lawofakazi ababili noma bebathathu; 29pho, nithi ufanele ukushaywa kangakanani kunalokho lowo onyathele phansi iNdodana kaNkulunkulu, wadelela igazi lesivumelwano angcweliswa ngalo, wahlambalaza uMoya womusa, na?
    2 PETRU 2 VERSE 20 - 22
    Ngokuba uma bebuye bahilelwe, bahlulwe yikho, sebebalekele ukungcola kwezwe ngokuyazi iNkosi noMsindisi uJesu Kristu, khona ukugcina kwabo kubi kunokuqala. 21Ngokuba ngabe kwaba ngcono kubo ukuba babengayazanga indlela yokulunga kunokuba kuthi sebayazile bafulathele umyalo ongcwele ababewunikeziwe. 22Kubehlele njengokwesaga esiqinisileyo esithi: “Inja yabuyela ebuhlanzweni bayo,” nokuthi: “Ingulube igezwe qede yaphindela ukuzibhixa odakeni.”
    NGOKUKAMATHEWU 10 VERSE 22
    Niyakuzondwa ngabantu bonke ngenxa yegama lami; kodwa okhuthazelayo kuze kube sekupheleni lowo uyakusindiswa.
    ISAMBULO 3 VERSE 5
    Onqobayo uyakwembathiswa kanjalo izingubo ezimhlophe, negama lakhe angisoze ngalesula encwadini yokuphila, negama lakhe ngiyakulivuma phambi kukaBaba naphambi kwezingelosi zakhe.
    NGOKUKAJOHANI 15 VERSE 2
    Yilelo nalelo gatsha elikimi, elingatheli izithelo, uyalisusa. Yilelo nalelo elithela izithelo uyalihlunga ukuba lithele kakhulu.
    ISAMBULO 2 VERSE 5
    ngakho khumbula lapho uwe khona, uphenduke, wenze imisebenzi yakuqala; uma kungenjalo, ngiyeza kuwe, ngilususe uthi lwesibani sakho endaweni yalo, uma ungaphenduki.
    AMAHEBERU 10 VERSE 36
    Ngokuba nidinga ukubekezela, ukuze seniyenzile intando kaNkulunkulu namukele isithembiso. 37Ngokuba kuse yisikhashana nje, ozayo uyeza, akayikulibala; 38kepha olungileyo wami uyakuphila ngokukholwa; kepha uma ehlehla nyovane, umphefumulo wami awunakuthokoza ngaye.
    HEZEKIYA 18 VERSE 24
    “Kepha lapho olungileyo ephenduka ekulungeni kwakhe, enze okubi, enze zonke izinengiso azenzayo omubi, uyakuphila na? Izenzo zakhe ezilungileyo, nesisodwa asenzileyo asiyikukhunjulwa, afele ezeqweni eqe ngazo nasezonweni one ngazo.
    1 KWABASEKORINTE 10 VERSE 12
    Ngakho-ke osuka ethi umi, akaqaphele ukuba angawi.
    KWABASEFESU 6 VERSE 13
    Ngakho hlomani izikhali zonke zikaNkulunkulu ukuba nibe namandla okuzabalaza ngosuku olubi, nalapho senifeze konke, nime.
    2 KWABASEKORINTE 11 VERSE 3 - 4
    Kepha nginovalo lokuthi njengalokho inyoka yamkhohlisa u-Eva ngobuqili bayo, kanjalo izingqondo zenu mhlawumbe zingadukiswa, ziyeke ubuqotho nobumhlophe ngakuKristu. 4Ngokuba uma kufika umuntu eshumayela omunye uJesu esingamshumayelanga, noma namukela omunye umoya eningawamukelanga, noma elinye ivangeli eningalamukelanga, nikubekezelela kakhulu.
    1 THIMOTHEWU 1 VERSE 18 - 20
    Lo myalo ngiwuthwesa wena mntanami Thimothewu njengeziprofetho ezandulelayo ngawe, ukuze ulwe ukulwa okuhle ngazo, 19unokukholwa nonembeza omuhle, okuthe abanye bekulahlile, bafelwa umkhumbi wokukholwa, 20abakubona oHimenewu no-Aleksandru engibanikele kuSathane, ukuze balaywe ukuba bangahlambalazi
    NGAKHO KE BAFWETHU IZWI LITHI UMUNTU UYALAHLEKELWA INSINDISO UMA EHAMBA ENGAQAPHELE INGAKHO KWENYE INDAWO UTHOLE IZWI LITHI QINANI ENKOSINI NASEMANDLENI AYO AMAKHULU
    Ukube ukulahlekelwa insindiso akukho ngabe asikho isidingo sokuthi sihlangane sibekezele noma sihlome ingali zamaKristu ngoba ngabe sisafe kodwa izwi lisixwayisile ukuba senze kanjani ngoba uma sidebesela sizolahlekelwa insindiso. ngakho ke ayikho iONCE ASAVED ALWAYS ASAVED ezwini lika Nkulunkulu kodwa kukhona ukuthi obekezele kwaze kwaba sekupheleni uyena oyakusindiswa.
    Ngibonga Unkulunkulu ukuthi lama verse engiwabhale la ngasenhla angizange ngiwathathe OUT OF CONTEXT kodwa ngiwathathe enjongoba enjalo nawe thatha ibhayibheli lakho ulifunde uzowatho la esho lokhu engikushoyo ngoba nami ngiwathathe enjengoba enjalo . ngicabanga ukuthi akhona namanye ama versi akhuluma ngokuwa noma ngokulahlekelwa insindiso engingazange ngiwabhale kodwa lawa engiwabhallile ahlaba eskhonkosini sekungaba kuyena umuntu ukuthi uyawakholwa noma ufuna ukukholwa imibono yabantu engekho ezwini. zikhethele wena ukuthi ufuna ukukholwa i ONCE ASAVED ALWAYS A SAVED engekho ezwini noma ufuna ukukholwa ukuthi umuntu uyalahlekelwa insindiso njengalokhu kusho izwi. zikhethele wena

    • @sifisomdletshe9745
      @sifisomdletshe9745 6 ปีที่แล้ว

      There's is no verse that says being saved by God eternally is from hell, that the verse i am looking for.

    • @MusawenkosiincekuNgcobo
      @MusawenkosiincekuNgcobo 6 ปีที่แล้ว

      uma wena uthi once asaved is always asaved usuke usho into engekho ezwini futhi esifundisa into eyahlukile kunale esiyithola ezwini ngoba ezwini sithola ukuthi umuntu kumele abekezele kuze kube sekupheleni ukuze asindiswe Matthewu 10 verse 22 & kwabaseRoma 11 verse 22. lama versi omabili ayasikhanyisela ukuthi umuntu uma ehluleka ukubekezela uzolahlekelwa ukuphila okuphakade. ngicabanga ukuthi uPawuli umphostoli uyibeke kahle uma ethi uyawutuba umzimba wakhe ukuze yena angalahlekelwa ukuphila okuphakade 1 KWABASEKORINTE 9 VERSE 27. ngiwabhala ngamasbomu lama verse ukuze uwabheke kahle mase uwaqhathanisa ne ONCE ASAVED ALWAYS ASAVED uzobona ukuthi ayayiphikisa, okusho ukuthi uma into iphikisa ibhayibheli leyonto ayiveli kuNkulunkulu kodwa ivela kwisitha ngoba uthi uJesu uma umbuso umelene awukwazi ukuma . ngakho ke njengoba i once asaved always a saved iphikisa izwi okusho ukuthi sinelungelo lonke lokuthi siyibize ngesifundiso sikaSathane ngoba isishumayeza ivangeli elahlukile kunaleli elisezwini ingakho uPawuli ethi noma kungeza ingelosi ivela ezulwini inishumayeza elinye ivangeli uthi anoyiqalekisa

    • @sifisomdletshe9745
      @sifisomdletshe9745 6 ปีที่แล้ว

      @@MusawenkosiincekuNgcobo so you are saying God is not able to save you and keep you saved if you don't want to be saved?

    • @sifisomdletshe9745
      @sifisomdletshe9745 6 ปีที่แล้ว

      @@MusawenkosiincekuNgcobo basically you are saying God is unable to save us and keep us saved? Then Jude must have been lying when he said, "Now to Him who is able to keep you from stumbling, and to make you stand in the presence of His glory blameless with great joy," (Jude 1:24).
      Or Paul was lying and not confident that , "For I am confident of this very thing, that He who began a good work in you will perfect it until the day of Christ Jesus." (Philippians 1:6).?
      And did you imply that Jesus could say, "and I give eternal life to them, and they will never perish; and no one will snatch them out of My hand." (John 10:28) except themselves?
      And Paul could say "For I am convinced that neither death, nor life, nor angels, nor principalities, nor things present, nor things to come, nor powers, nor height, nor depth, nor any other created thing, will be able to separate us from the love of God, which is in Christ Jesus our Lord." (Romans 8:38‭-‬39) except ourselves? None of these can separate us from God's except ourselves?

    • @sifisomdletshe9745
      @sifisomdletshe9745 6 ปีที่แล้ว

      @@MusawenkosiincekuNgcobo If we can make ourselves to unsaved, then Paul was lying when he said, "For those whom He foreknew, He also predestined to become conformed to the image of His Son, so that He would be the firstborn among many brethren; and these whom He predestined, He also called; and these whom He called, He also justified; and these whom He justified, He also glorified." (Romans 8:29-30) since some whom he foreknew can decide not to follow Christ anymore.

  • @makosidube6880
    @makosidube6880 6 ปีที่แล้ว

    Amen