Umuntu Ovaliwe | How to Unlock Inhlanhla | Dr Msimango

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 18 ต.ค. 2024
  • Umuntu Ovaliwe | How to Unlock Inhlanhla | Dr Msimango
    Please Subscribe

ความคิดเห็น • 40

  • @KalgaroEstate
    @KalgaroEstate ปีที่แล้ว

    Siyabonga mfundisi nobaba umsimanga ave nangithita boo

  • @CatchUps_SongsLyrics
    @CatchUps_SongsLyrics ปีที่แล้ว +1

    Sawubona Pastor, ngabe umkhulu usatholakala khona yini lana eTembisa futhi kuseyiyona yini inamba yakhe lena..?

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  ปีที่แล้ว

      sewahlala e-Kempton park,
      angazi ke odabeni lwenamba.

  • @sifisombonani7511
    @sifisombonani7511 3 ปีที่แล้ว +3

    Kuzwakele Dr Msimango.... ngifisa ukufika kuwe ngizothola usizo

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 ปีที่แล้ว +2

      UNGAFIKA uzosizakala
      Uma kungukuthi uhlala eduze kepha uma uhlala kude zama ukuhlela kuzolunga
      UNKulunkulu uzokusiza ukuze ube mnamandla okufika.
      INKOSI Ikusikelele.

    • @sifisombonani7511
      @sifisombonani7511 3 ปีที่แล้ว +1

      @@NufliqOnline ngihlala e Silverton Pretoria

  • @NomadloziRadebe
    @NomadloziRadebe ปีที่แล้ว

    Morning mkl ngiyagiya ngiycashabana ngawe ngiyeta laptop kuwe

  • @umcebiseni6474
    @umcebiseni6474 3 ปีที่แล้ว +2

    Siyabonga izinhlelo zenu ziyakha.
    Ngicela ukubuza ukuthi ubona kanjani umangabe ugobela ekubhulela okungesiyikho.
    🙏🙏🙏🙏🙏

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 ปีที่แล้ว +1

      Mcebiseni
      Ithongo noma idlozi elikwembe uma linamandla futhi lingavalwa lizokubonisa ngamaphupha noma likutshele ngqo ukuthi kukhona okungahanjiswa ngendlela noma uma usugangwa.
      Inkinga abantu abaningi bavaliwe okwenza bangakwazi ukuphupha ito eqondile noma ithongo lingakwazi ukubalethela imilayezo ebalulekile.
      Uma ungumuntu ophila futhi ongavaliwe noma ongatetisiwe izilwane namathunzi amnyama uyabikelwa - kunento ekutshelayo uma kukhona okungalungile.
      Uma kunagboni lutho kusho y=ukuthi kumele ubonane nabantu bamakhambi bakusize.

    • @MbaliNxumalo-z1v
      @MbaliNxumalo-z1v ปีที่แล้ว

      Ngicelukubuza ukuthi if bekucaba kuvumelekileyini bakucabe iprivatpart

  • @deencube1762
    @deencube1762 3 ปีที่แล้ว +3

    Siyabonga Pasta lo baba Umsimango kuwezwakala kunzima phandle la uyabe ungasazi ukuti ubambeni 🙏🙏

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 ปีที่แล้ว +2

      THANKS Dee
      Kunzimam Indeed
      But zikhona izixazululo zabo bonke ubunzima it's a matter of meeting right people with solutions.
      Be blessed

    • @nompumelelovilakazi124
      @nompumelelovilakazi124 ปีที่แล้ว

      Ngiyabonga ngicelubuza n
      Giyakhona ukuhlolelabantabami

  • @nkanyeziradebe3978
    @nkanyeziradebe3978 ปีที่แล้ว +1

    Thokoza mkhulu ngicelukubuza kuthi uhlola ngamalini

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  ปีที่แล้ว

      Angazi manje, but wayehlola ngo-200 kudala, angazi manje.

  • @jacquelinejacky3269
    @jacquelinejacky3269 3 ปีที่แล้ว +4

    Msimango is very good but i still want more answers

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 ปีที่แล้ว

      I get you
      so what exactly do you want to know, what are your questions?

  • @slindokuhlehope2194
    @slindokuhlehope2194 3 ปีที่แล้ว +2

    Ngicela ukwazi ukuthi u DR Msimango uyahlola yini efonini?

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 ปีที่แล้ว +1

      Yeah, Indeed. uyahlola

    • @pmambongwe8640
      @pmambongwe8640 3 ปีที่แล้ว +1

      @@NufliqOnline Kuba imalini bhuti?

    • @janemaredi2554
      @janemaredi2554 3 ปีที่แล้ว

      Thokoza Mkhulu🙏, Ngise Egoli, ngicela uguhlolwa Baba, procedure please 🙏

  • @SiyabongaThabiso-wj2go
    @SiyabongaThabiso-wj2go ปีที่แล้ว

    Sawbona baba mina bengjdayjsa ngjnestolo kòdwà manj aksekho lutĥo

  • @eleanorbaloyi1587
    @eleanorbaloyi1587 3 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga Dr Msimanga Lo Pasta .Ngicela ukubuza isifungo sabadala selapheka yini

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 ปีที่แล้ว +2

      ISIFUNGO/ISIQALEKISO
      Ngokwesintu uma kungukuthi kwabanabantu abashone ningathelelene amanzi noma abashona bekuthukuthelele noma bashona bekufungele ngenxa yentukuthele ababenayo ngoba wenze amaphutha edlulele - uyakwazi ukuthi uyoshweleza kubo ukhombise ukuzisola kepha kunemidanti yakhona elandelwayo.
      Ngokwenkolo uyaphenduka, uvume amacala akho, phambi kukaNkulunkulum ungathola abantu abazokukhulekisa ukuze ukhululelwe noma ukhululeke.
      INKOSI ithel'umusa

    • @eleanorbaloyi1587
      @eleanorbaloyi1587 3 ปีที่แล้ว +1

      @@NufliqOnline Ngiyabonga Pasta inkosi ikubheke

  • @pmambongwe8640
    @pmambongwe8640 3 ปีที่แล้ว +1

    I'm so lost. On the other vid abanye bathing ukuqhina ikhanda ukunikwa Amandla since izinwele kuyamandla just like in the Bible. La kuthiwa into embi uyathakathwa. Ay

    • @nokumira
      @nokumira 2 ปีที่แล้ว

      Thokoza, it's best to have your hair braided by a close relative or yourself. Omunye wanga phandle awumazi ukuthi izandla zakhe zigcotshweni or uhlebeza siloyo sini ngalenkathi wena ubheke ngale.
      Angiphati ke abanxiba 100% HUMAN hair from INDIA Bawo. India is literally Thwala Central. Stick to synthetic wigs.

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 3 ปีที่แล้ว +1

    Ngiyabingelela pastor no Dokotela

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 ปีที่แล้ว +1

      Hey Vanitha
      Ihope uyaphila Mntase,
      INKOSI ikulonde

  • @khanyisilebaleni3867
    @khanyisilebaleni3867 2 ปีที่แล้ว

    Can I get numbers

  • @sandilezondinonkululeko6531
    @sandilezondinonkululeko6531 3 ปีที่แล้ว +1

    Muntu wenkosi ungamkhohlwa osebenzayo Korea ovaliwe ukuthi angayi ndawo imali angayboni or imali iphele kwizikweleti

  • @vukanidlamini7693
    @vukanidlamini7693 3 ปีที่แล้ว +1

    Asibonge Yithi Yithi..

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 ปีที่แล้ว

      THanks Mr Dlamini
      INKOSI ithel'umusa

  • @buyiswalugayeni306
    @buyiswalugayeni306 3 ปีที่แล้ว +1

    Baba thokoza if use thekwini ngenza kanjani kusizakala

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 ปีที่แล้ว +1

      uyakwazi ukumfonela
      nihlele ukuthi uze ngapha eTembisa noma eze ngapho EThekwini,
      kuyangezinhlelo zenu. angeza kuwe noma wena uze kuye

  • @preciousmashile6765
    @preciousmashile6765 3 ปีที่แล้ว +1

    May I have numbers

  • @thembimncube4065
    @thembimncube4065 3 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga kakhulu

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 ปีที่แล้ว

      Thanks to as well, Thembi.
      INKOSI ikulonde

  • @lorramokoka7778
    @lorramokoka7778 3 ปีที่แล้ว +2

    Where is Mkhulu based

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 ปีที่แล้ว +1

      Dr MSimango
      Is based in Thembisa,
      230, Jiyane Section
      You contact him on
      082 364 5616