Wow this generous friend can donate R1k to your account on monthly basis to assist in her studies very impressive ucabanga iziyalo zo gogo emakhaya 🙇♂️!.
She just wants to finish the conversation and leave,but tnx for trying to call your friend to order it's to her at the end of the day,you are true friend 💖
Mngani I salute you; you were honest with your friendship. Akhona is still enjoying Durban lifestyle & she's not here for that...Abafana bama POLO will finish Akhona she will return home with a Certificate that has 2 legs & 2 hands.
😢😢😢What a friend I pray our kids meet such people or become such friends to their friends because wow... As for ukuhlafuna ushingamu it's so appalling bakithi u Akhona senakele ngeke asalungiseka into eyoze imlungise ukuthi limshaye lona lelo theku laphe uzamile sthandwa sami kodwa u friend wakho kusho ukuthi akakoboni ukuthi kwenzakalani in this life but one day she will remember this young lady 😢
What a friend you have umngani weqiniso lizokushaya iTheku gal uzobuyela ekhaya unga phethe lutho uzobuyela kini usugula wena or isitifiketi ozobe usiphethe iswane nje vo nalo elingenababa phuma kumngani omubi yenza owakuzela eThekwini ukufundaaaaaaa okunye khohlwa yiko
Shintsha cc ngyakucela impilo yakho le and uzomkhumbula umngani wakho so pls ungasebenzisi amandla ulwe nomngani naye wenziwa ukukuthanda pls cc shintsha cc pls 🙏
Siphuma ekhaya mngani,kuyahluphekwa emakhaya mmmmmmmm what a friend❤One day uzomkhumbula
❤
👏👏👏
❤❤❤❤❤😢
❤❤❤❤❤❤😢
Iyangithinta le yokuthi ekhaya kuyahlushekwa. Aw kodwa. Nkosi😭😭😭😭😭😭😭
SIHLEZI SITHI AKEKHO UMUNGANI WEQINISO BUT TODAY NGYBONA KUTHI BASEKHONA ABANGANI BEQINISO ❤❤
AYYY NAMI NGIYAYIQALA INTO ENJE WAZE WANOMNGANI U AKHONA
Siya bonga umngani we qiniso phambili girl
Kodwa umngane akakuboni loku esikubona futhi sikungcona kumngani wakhe.
Waze walahla ithuba weAkhona. Ingabe uskolo uzosiqeda yini
Yaz yaphilla ingane thina sesibona abazali ukuth uphuma ekhaya elinjani ukhuliswe kanjan. Ngithi nje salute to the parents ❤
Wow this generous friend can donate R1k to your account on monthly basis to assist in her studies very impressive ucabanga iziyalo zo gogo emakhaya 🙇♂️!.
I salute you girl by love and caring
She just wants to finish the conversation and leave,but tnx for trying to call your friend to order it's to her at the end of the day,you are true friend 💖
She’s a true friend indeed ❤
Mhhh!!! the way udlangayo i chappies shows your true clours sisi usu ngu nonkiloyi iseqamgwaqo soqobo😂😂😂😂❤❤
😅😅😅😅,nonkiloyi🙈
Eyiii uyayinyathela I chappies 😂😂😂
Kkkkkjj😂😂😂😂😂😂
Iyamchaza eyoboy bamaPolo yhooo abantwana bethu siyabonga mngani uzamile ukumbonisa sekukuye😢
Yes girl ungumngani weqiniso 🎉 unkulunkulu ebe nawe ukthi uthanda iqindi ungakudingi wena qubeka ufaka endleleni ekhumbule imilayo ka gogo kuyisibusiso esikhulu ukulalela izilayo zomzali kdwa ngithi phuma ku zinhle lowu uyakusebenzisa silima nguwu yazi nginga jabula manginga thola umngane onje onakenkela omunye wakhe lowu usesalelwe yikumitha kuphela omunye uzohamba ephethe i certificate wena uphethe ingane thank you friend ukubonisa umngane wakho inkosi ikubusise❤❤❤
my Mother loves you so much, your a good presenter keep up. the good good job
Mhh ngaphuthelwa ngithanda umoya wayo intombazane ayikhohlwanga imiyalo ngyafisa unkulunkulu angiphe muntu onjengaye ozaziyo all the best nkosazane
Into engeke isalungiseka lena yomngani wakho bt uzamile sisi wami siyabonga 🙌
Si yabonga mgane we iqiniso baya balwa aba njengawe
Lenyongo abakubizele yona one day uzoyikhumbula
Yazi usazoyikhumbula nyhani le nyongo.shame Maan u girl yi friend nyhani
Lisazomshaya leli Theku alizela ngobuso
Usazomshaya umhlaba lo uzomkhumbula lomngani uziphulile iziyalo zabazali
Amahle syabonga sis into oyenzile inkulu kakhulu ingaphezu kwakho sthandwa Sami. Ukhule ulalele izeluleko zabadala
Ooh ❤❤umntwana osabambe iziyalo azinikwe ekhaya kwelixesha langk ndibonga abazali bakhe ngomsebenzi omhle siwubona emntwaneni wabo bamqeqeshile futhi unentliziyo entle u Nkulunkulu ambusise❤❤❤❤🙏
Akhona nguMngan ngempela 🤞🏽🙏🏽
God bless her 👼🏽 and Pass all her Modules 🙏🏽👏🏽💐
Uphumile esandleni Akhona kodwa ngelinye ilanga uzowakhumbula amazwi omngani wakho
Umngani weqiniso unjena ke Ntombi I wish you a good luck uphase, utholw umsebenzi ubabheke nasekhaya njengoba ungakawakhohlwa namazwi kagogo❤🎉❤😊
Hhmm yaze yaphila lengane,akuvamile izingane zibonisane kanje,ngyakvuma ntombi bakukhulise kahle abazali uNkulunkulu akubusise weMaMbonambi...
❤Mmh unenhlahla umlisa ozoganwa uZinhle
What a true friend bakithi..syabonga cc uluvezile uthando lobungane..
What a loving and honest friend she is ❤❤
Umshana uyophaphama sekonakele and kungasalungiseka, uzothola izifo noma adlwengulwe, alimale alahlekelwe maybe iso okanye noma yini. Kwenze alahlekelwe impilo yahle
Akaphume aphele kuZinhle nje, aphume nezimpande zakhe
Baby girl you are so brave, caring, worse part she is thinking of her friend future. God bless you baby girl. More blessings to you ❤️❤️❤️🙏🙏🙏
Ngaze ngakuthanda mzukulu wami, ibambe kanjalo ungaphiki nalomngani wakho ofuna ukubulala ikusasa lakhe
Mngani I salute you; you were honest with your friendship. Akhona is still enjoying Durban lifestyle & she's not here for that...Abafana bama POLO will finish Akhona she will return home with a Certificate that has 2 legs & 2 hands.
Uyakuthanda umngaan wakho Akhona ,uma.ukhuzwa uyathandwa
Ngaze ngaythanda ingane nkosi yami yaze yakhuluma kahle, ukumbonisa umngani wakhe❤
Ngaze ngayithanda lentombazane ezama ukubuyisa omunye kokubi❤😊
😢😢😢What a friend I pray our kids meet such people or become such friends to their friends because wow... As for ukuhlafuna ushingamu it's so appalling bakithi u Akhona senakele ngeke asalungiseka into eyoze imlungise ukuthi limshaye lona lelo theku laphe uzamile sthandwa sami kodwa u friend wakho kusho ukuthi akakoboni ukuthi kwenzakalani in this life but one day she will remember this young lady 😢
Khetha abangani Akhona ,.uyakuthanda umngani wakho ,,cabangela ikhaya ophuma kulo
Uzobe esezonda umngane wakhe mase esephumelele itheku lidlala ngaye😢
Ebese efuna ukumbulala njalo...
Lizomgwinya leloTheku🤞🏽🤞🏽
@@Dez_Sphokay uzobe esenenhliziyo embi esenomona ngomngane wakhe udlala nangokuhlakanipha kwakhe engabe uya focus
@@lindimahlanze very true bese ethi usezenza ncono ngoba uyaphumelela,akazicabangeli yazi...kanti ngabe ufocus'a kulento ayizele lana uyobuyela ekhaya sebuya ne certificate esiqoka ipampers even worse umfana anyamalale
@@Dez_Sphokay lapho abanye abantu abazimisele bayakufisa ikuhlakanipha lokhu kwakhe Adlala ngako yena
Ncoow ❤waze waryt umngani ekthenini afun ksize mngani wakhe
UAkhona uzowakhumbula amazwi ka mngn wakhe mase impilo imshayile
Uqedile Mpongo
And uzowakhumbula..umngani uyamzama ukumkhumbuza but uyathatheka yena..
Indlela ibizwa kabaphambili
SiseThekwini lana, kungcono ngoba uyakwazi lokho. Uyobuyela ekhaya ephashile edlala uZinhle.
Part 2...please.
Good ipresenter yakhula bo...iziyalo kuAkhona.
Good friend weqiniso cc .
UZinhle naye usemncane kanti imali yakubo imdide ingqondo.
UAkhona ngeke ashintshe kuphela besefuna kuphela ishow kodwa uzamile umngani wakhe she is a real friend❤
Sbwl Zee ingase ndibenemali ndkuphe imali uthenge lokho okudingayo God bless you Nana focus kumsebenzi wesikolo uThixo uzokupumelelisa akazotshintsha
Uwumngani weqiniso siyabonga uzokukhumbula lo mngani wakho kusasa
Akhona uyomhkumbula lo mnngani wakho oryt mhla umhlaba Ukubonisisa kahle ukukhohlakala kwawo. That time Zintle uyobe ebaleke wayoshona.... Okubi ke amanzi achithekile akabuthwa
Ncooo lomngani yooo nkosi imbusise shaim leshawundane sizomkhumbula
❤❤❤wow ngyamthand umngane ka Akhona xem she's genuine ngyafisa kuba nomunt onjena
Ngeke lo ayekeeeee sebuzwile ubumnandi be Theku....kwamawishiiiii . Zinhle u did a good job for taking care of your friend 🎉
Kodwa ngangi ngamtholi ngani umngan oryt kanj bakithi
Umngane onobuqotho
Vele sonke thina esiphuma emakhaya liyasishintsha itheku 😮...lo sisi uzosisola seku late...umngani wakhe uya mcabangela ngoku mbonisa😊
Moy'oyingcwele sybonga mnganakhe ❤🎉
Ngaze ngamthanda lomngani wenzekahle sisi, maqhubeka uyokwazii nokuzivulela i le episode after years azibona ukuthi ukusa kwenzanani
You are the best friend, uzamile. Lona utokukhumbula imphilo seyitjekile
The first Zinhle(,from home with Akhona,) has gone an extra mile from being a friend to be a guardian. I SALUTE HER
Hmmm kodwa ngingamthathaphi umngani okanjena
Awuyislima nje akhona... Umngani wakho uyakhuthanda wena ubiza izinyongo. If u dnt change 1day ull be her maid blive u me.... 😊
Ncooooh mngani ungafiki ke ungshaye endlini zinhle uwumngani wangampela keep it up cc❤️🌹
I respect you ntombazane yami🙏🏾Ungu Mngani weqiniso😊
Uzomkhumbula ungani, shem on you girl
ayi angimboni uAkhona eshintsha iAkhona usahehwa nje ubumnandi abuthola kuZinhle ngeke angiboni eshintsha siyabonga kubangani abafana nalomtwana ongumkhaya wakhethanks gel
Isono 😢 ungamshayi ngane yami. Uyakusiza. Akafuni ukuba muhle yedwa uma esefika ekhaya ufuna nibe bahle nobabili nijatshulelwe ekhaya. Ungamshayi ngane yani
Umhlaba wonakele ama 2k awuqedile wow😮uze usho nge confidence,yho ngaze ngamzwela lomntana she'll learn life the hard way,wamitha nje its tshai🤞🏽😔
Best friend show u the way of life always thanks girl
What a friend you have umngani weqiniso lizokushaya iTheku gal uzobuyela ekhaya unga phethe lutho uzobuyela kini usugula wena or isitifiketi ozobe usiphethe iswane nje vo nalo elingenababa phuma kumngani omubi yenza owakuzela eThekwini ukufundaaaaaaa okunye khohlwa yiko
Ncooh bakithi ngaze ngajabula kubona umngane onjena ❤❤❤
Urt amubonise ziyashluphalez ngane yoo❤
Yey uzozisola ntombi and sithulile syabuka yezwani
Kunoba usekhulelwe lona angimboni kahle.
Abandile abangani Abanje
Never blame ama-2k guys 😂😂Bathi bafike umhlaba usuvele wonakele😂😂
Uwumngani weqiniso sisi keep it up I wish you were my friend ❤❤❤❤
Ngicela ushintshe mntanam siyakuthanda ungayukodlala lapho Thekwini ,funda ngoba uhlakaniphile uphase usize abazali❤
Nkosiyam 😢 bemka nolwandle abangane abanje uvelaphi sisi ndiye uyavuya uAkhona shem kodwa ngathi yena akaboni njalo kodwa uzozikhalela
We all need these kinds of best friends abasibonisayo masiphuma esandleni and silalele sihloniphe
Wamuhle sandile ❤ as always.. Kodwa ke lo pink wa today uyanquma
Hmmmm uzomkhumbula lomngani uyakuthanda futhi uneqiniso but cc muyeke uyokukhumbula esesenkingeni engasakwazi ukuphuma kuyo qhubeka nemfundo cc ❤
Shintsha cc ngyakucela impilo yakho le and uzomkhumbula umngani wakho so pls ungasebenzisi amandla ulwe nomngani naye wenziwa ukukuthanda pls cc shintsha cc pls 🙏
Ngathi lestory angasbona ugogo emakhaya,lezngane ziwothathekile
Wena Akhona sintsha izindlela zakho sis .Into engifuna uyazi ile uyakuthanda Amahle kakhulu futhi ngicela ukhumbule la uphuma khona sis lalela ukuze ungazisoli
What a good friend..nowadays are fewer..🤞🫡🫡
Kaze wengane yami wawumfunani loAkhona njengoba enjena nje wonakele !!!! Zwana nje uyayifusha inqindi😢😢wangibhora Akhona uzozisola umhlaba lo uhlaba owuchwenselayo doti ndini anisaphumi emakhaya ndawonye? Senihlangene eskoleni???? Ungamanyala doti
Siyabonga ntombazane enhle sengthi ungkhula bakith Akhona cc lalela fth nje siykubongela ukuba nomngni onjengo Amahle ngba omunye ubengkuyeka ube yihlaya wedwa emakhaya
Shame cc syabonga yaz baningi sibezwaa bezokhala ngezinto othi weeeeeh mawuzizwa but today yuuuuuuh ntombiyam syabonga
How i so need such a friend in my life❤
Good friend,Akhona uzomkhumbula lomngani wakho,sohleli wedwa e toilet.
Ngathi u high nje umngani wakho akanasineke seqiniso omvezela lona. Uwenzile owakho umsebenzi sisi, umengashintshi umyeke ngaze akufake inqindi.
Lona angimuthembi kahle uzomushaya kanti bayamusiza Futhi ngathi bamubolekile ibhulukwe 😂😂😂😂😂
Yooo Akhona usezamcinga mgan wakho,uThixo ukuphe umngane Akhona
Akhona!!..Itheku leli musa ukuza ngo buso ngoba uzozisola esemncane cc.
Yaz Akhona uzomkhumbula lomngani ai uyaphila ngane ngibongela abazali bakho khula mtanam ekhaya babheke wena
Mhimmmmm basekhona abangani beqiniso unenhlahla u Akhona shem kuwukuthike akaboni yena 😢😢😢😢😢😢
Wow what a friend ❤❤❤
Cc wami unenhlanla ukthola umngani okukhathalalelayo sintsha kse early uzolimaa uzolima uzolahlekelwa iksasa lakho focus kowaksukela emakhaya,ekhaya lakho bathembelekuwe course kungenzeka nonayini pls phuma kuzinhle ukuze uzophumephumelela ubeneksasa eliqhakazile you are loved❤❤❤
This is very lucky to have a friend like this if I was you Akhona girl? I was going to do whatever it takes to make a change..
Akhona uphaphiswa yitheku uzozisola one day uzokhumbula umngani
😂😂ungafike ungshayeke endlini xerm.isono
I'm impressed about the attitude of the presenter
Uyakhula naye
Ayi impela yaqala nami ukmbona emela iqiniso
Wazewakwenza okuhle Sisi ucabangele abazali benu uma benginenumber yakho bezoke nikele ngo R50 ukubonisa kuthinteka ngendlela enze into entle ngakhona
Usanenhlanhla kuthol mnt okvusay abangan banamhlnje bafakan eweni bebe benz sength kuhle bt sthmb uzoshintsh we Khona😊
Akhona wangenwa yimoya idukisayo kunedakamizwa,nongaphathi angeke ayeke lempilo until asizakale kwimoya..
Akhona itheku lizakudla cc, ngiyabonga mngane wakhe ufundisiwe impela kodwa uAkhona akaboniseki
Abangani abafana no Amahle abandele bani.
Akhona shame ubumnandi abupheli😢😢😢 ufunani etshwaleni ngomqondo wakho okhaliphile kwezomfundo,uZintle uyakuzonda ngoba uma ekubona ubona impatha yasemakhaya ezogcwalisa zonke izinjongo zayo,ukhohlwe ngabazali abakuhluphekela emhlabeni ukuze ube nekusasa elihle😢😢😢 buyela ku Jehova ngoba ukufa okanye ukukhulelwa kukulindile emnyango,khona lo Zintle wakho unaqiniso liphi lokuthi lemali anayo uyithola ngaziphi izindlela😢😢😢 vuka emaqandeni sisi wabantu usenaso isikhathi impilo eyakho hayi yama 2000 amoshe umhlaba kwangathi ngumhlaba wakho loyo, kwangathi abazali bakho nomdeni wakho bangabuka lehlazo lempilo oziqhatsha ngayo kule loThekwi lakho lodumo eliku phambanise umqondo ngezimoto ongazazi ukuthi zivelaphi, mhlawumbe abaninizo basazikhalela😢😢😢 uzalwa naloZintle omlwela kangaka😢😢😢 Kukhona okungasile ekucabangeni nasekwenzeni kwakho,kwangathi ukhalela ukubonwa yiTheku njengomfudi ophethe i style😢😢😢
Umngane weqiniso wenza kanje ngiyayithanda lengane ebhalele le show
Uyazi nokuth ekhaya ikati lilele eziko koda wena uzozenz ugloumer la ethekwini. Akaqhubeke koda uyolukhumbula lolusuku. Uyogcina emaz umngani okuwuyena nokungeyena.