This is true, they all want a piece of a pie in an expense of MKP growing... Mele siyiqembu sihlehle kulolukhetho lwama khansela coz iqembu lizolimala crc ilabantu abafuna izikhundla.
Kubuhlungu impela commander kodwa iqiniso lizovela and kumele i leadership ye province ike ivakashe ewadini izolungisa udaba ngoba siyabadinga abantu abanjengawe
Lento yalabantu abeza ku Mk ukuzoyicekela phansi ibuhlungu mina angazi ukuthi yini esingayenza ukulungisa lesimo ukuze kungabulawa umkhonto 😭😭
This is true, they all want a piece of a pie in an expense of MKP growing...
Mele siyiqembu sihlehle kulolukhetho lwama khansela coz iqembu lizolimala crc ilabantu abafuna izikhundla.
Kunjalo nje; into enhle ayifunwa. Umuntu uyafa efela izenzo ezinhle. 😊😅
Sanitshela nasithuka😂😂😂😂
Bhuti mtungwa siyabonga kakhulu kodwa awukho uMuzi omgenazo inkinga zawo ngicela nibambisane nixazulule inkinga ezikhona siyawuthanda kakhulu MKP.
Kubuhlungu impela commander kodwa iqiniso lizovela and kumele i leadership ye province ike ivakashe ewadini izolungisa udaba ngoba siyabadinga abantu abanjengawe
Syabonga mfowethu amazwi obuhlakani ,awugxeki muntu kodwa ukhuluma nje iqiniso,sibonga futhi usekhona emkhontweni ,sibonga nangokusiluleka nokusikhuthaza ngokuthi siwuvotele umkhonto,nomsebenzi okwenzile kumkhont sikuthulela isigqoko.
NgiseGauteng ngizwe nami ngidabuka kakhulu ngoba siyabadinga abanje ngawe abane calling me passion lento abayenzayo,ewu ongoma uyayona bohlezi bekhona angazi I solution ingavelaphi ,siphume kwagogo sesa kumk kusobala ukuthi kukhona abeze ngomqondo wakwagogo.
Okwe transport kwaba inkinga enkulu Nathi lapha egauteng kumele ngempela kulungiswa Kahle singabukeki ngathi we are unprofessional kodwa uJehova emuhle uzosisiza wabasiza abantwana bakes Israel ezweni lobugqila Viva mkhonto Viva
Siyalidinga ikhancela elinjengawe bhuti siyakudinga MK njengomphakathi
Commander umholi akabi yigwala,,,,
Awuuu kwaze kwakubi, uyadingeka umuntu ofana nawe mmmm ngyabesaba ubuxoki ngoba bonakalisa izinto ezinhle
ukhuluma kahle lomjita, iyazwakala into ayishoyo, is he a Councillor in ward 4, is he resigning as a leader but will remain as a Councillor?
Abantu abayifuni intwenhle unkulunkulu uzokuvikela baba
Mina ngimazi njengenyanga lomjita
Abaphathi mabalungise guyz this iyasebenza yaz
kodwa phela vele asoze uthandwe ngabantu bonke. Uzojabula yini mawusubabona behlukumezekile ngenxa yabantu aba selfish???
Uyadayisa uthengwe hi ANC
😂 njalo nje bathengiwe ake nizinuke amakhwapha😂😂
Uthengiwe?😂😂😂 ingani u Baba wenu usafuna I membership card yakhe ku ANC kwa gogo
Awuuu bakithi kwabuhlungu
Qabani yabuhlungu lento oyishoyo