IMPOPHOMA /ULWANDLE/NESIZIBA NOMA ENTABENI ---KUYUMUNTU ONJANI BY MKHULU MLABA

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 24 ก.ย. 2024

ความคิดเห็น • 59

  • @Bld-skr
    @Bld-skr หลายเดือนก่อน

    Enkosi makhulu wayibeka lendaba❤

  • @dorismsimango6137
    @dorismsimango6137 ปีที่แล้ว +1

    Ngiyabonga mkhulu yaze yangikhanyisela kakhulu lenkulumo umbuzo engangikade nginawo ngezindaba zamanzi God bless you ❤🙏🙏

  • @mbongenicyril9631
    @mbongenicyril9631 ปีที่แล้ว +1

    MKHULU MLABA ngyabonga kakhulu ngokufaka abantu endleleni eyiyo ngoba bayadlala ngabantu nami ngingumuntu ophofethayo

  • @siyabongazulu6231
    @siyabongazulu6231 2 ปีที่แล้ว +2

    Thokoza mkhulu Mlaba wayichaza kahle lendaba yezigubhu syabonga bakithi

  • @portiaroye4410
    @portiaroye4410 2 ปีที่แล้ว +3

    Hayi mkhulu uyinikiwe lento lithongo futhi wayinikelwa mina ukuthi ngifunde kuwena ndiyakholelwa kuwe nakwi Mpunga
    Ndiyabonga kakhulu from Eastern cape

  • @tandiwekeswa9798
    @tandiwekeswa9798 2 ปีที่แล้ว +3

    Amen mkhulu mlaba cel kubuz mkhulu uma ufik empophomeni ufik uphalaz ngaw amanz empophoma?

  • @petrusmnguni6737
    @petrusmnguni6737 ปีที่แล้ว +1

    Uma izithunywa zihlambulukile uzibona kanjani mkhulu syabonga ngolwazi inkosi ibusise 🙏🙏

  • @foursibandze7776
    @foursibandze7776 10 หลายเดือนก่อน

    Ngiseswatini Mkhulu ngabe ngingakutfola njani, ngiyayiva loloyishoko Mkhulu

  • @kanyisozweni7392
    @kanyisozweni7392 2 ปีที่แล้ว +3

    Molo mkhulu umlaba, wandiphilisa mkhulu ngedlela ocacisa ngayo izinto, sotsho siphile isizwe sakithi sahlukane nokuqhathwa ngabantu abazenza inyangi bengezizo.

  • @vanithandlovuvanitha8404
    @vanithandlovuvanitha8404 2 ปีที่แล้ว +3

    Hayi siyabonga mkhulu uyayibeka

  • @tandiwekeswa9798
    @tandiwekeswa9798 2 ปีที่แล้ว +2

    Mkhulu kunzim ukubon umunt ukuth uhlambulukil noma cha

  • @SharonrirhandzuNkuzana
    @SharonrirhandzuNkuzana 7 หลายเดือนก่อน

    Ngiyabonga kakhulu ngemfundiso mkhulu,wayibeka yaqaqa.

  • @MatshidisoMoloi-gr7dz
    @MatshidisoMoloi-gr7dz 7 หลายเดือนก่อน

    Saubona mkhulu ngine nginga wamaphopho wamanzi isiziba nempopozi ngiphupha into ngiibone so ekhaya abangithathili ekhanda namanje evekini lokhodlola ngi phophe ijazi ilimhlophe nesepheka eseyellow😢

  • @slivosmlaba1779
    @slivosmlaba1779 2 ปีที่แล้ว +3

    Sawubona Mkhulu. Waze wachaza kahle, nezizathu zokuya emanzini.

  • @nthabelengmatabane5814
    @nthabelengmatabane5814 2 ปีที่แล้ว +1

    Ngyabonga mina mkhulu wangicacisela kahle ngendaba yempophoma ,ulwandle kuyabongeka mkhulu

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 ปีที่แล้ว +1

    Syabonga Mkhulu Ximba! Makwande Khehla🙏

  • @aneletshezi7098
    @aneletshezi7098 2 ปีที่แล้ว +1

    Ngiyabonga mkhulu ukukhanyise ngolwazi onalo, kuyiqiniso amanzi kunye nentaba kunamandla futhi kuyakwenza ukuthi ukhanyelwe hizinto zakho Mina nje ngiphila ngawo umfula nentaba hikhona impilo laphaya🙏🙏

  • @MkBasini-gw4ph
    @MkBasini-gw4ph ปีที่แล้ว

    Amen Mkhulu, ungikhulisile ngale topic

  • @debonairzee4642
    @debonairzee4642 2 ปีที่แล้ว +4

    Eish mawukhuluma ngesithunywa wangikhumbuza into ndizo fly a long distance but ngajikwa airport ngilibele passport kanti plane ayizofila ya crash kwashona wonke umuntu ngisabonga ithongo nesithunywa namanje and I’m still stuck here ngiyoyika fly

  • @thulaniemmanuel9827
    @thulaniemmanuel9827 ปีที่แล้ว

    Thokoza mkhulu ngifisa ukuhlolwa ngesibuko ngifisa ukwa ukuty uyofika Nini ngapha ethekwin.

  • @siphesihlecaweni8188
    @siphesihlecaweni8188 ปีที่แล้ว

    Siyabonga 🙏 khehla lami

  • @KhombisileHlophe
    @KhombisileHlophe ปีที่แล้ว

    Mkhulu Mina angzwa kuthiwa angiye olwandle

  • @thobilemfusi9871
    @thobilemfusi9871 2 ปีที่แล้ว

    Thokoza mkhulu mina nginophupha ngiphahlwe yiziziba lezi ezinamanzi mawubheka lamanzi ahlaza kuthiwa angingene phakathi manje mina ngiyawasaba izikhathi ziningi ngiphupha iziziba

  • @AfricanDuchess
    @AfricanDuchess 6 หลายเดือนก่อน

    Amen ngaphenduleka

  • @siphophilangenkosigumede7234
    @siphophilangenkosigumede7234 ปีที่แล้ว

    Wamuhle mkhulu nguzengafikukubona uzongigezela langakhekhona cishe kungashayumoya kazubizakangakanani

  • @thangithinindlovu1078
    @thangithinindlovu1078 ปีที่แล้ว

    Amen mntomdala 🙌

  • @roselinemahlangu8449
    @roselinemahlangu8449 ปีที่แล้ว

    Thokoza mkhulu 👏, ngyabonga kakhulu ngemfundiso yakho,uNkulunkulu akukhanyisele mkhulu 🙏🙏

  • @vuselelanene3736
    @vuselelanene3736 2 ปีที่แล้ว +2

    KUYEZWakala ximba

  • @bulelanimxolisi2210
    @bulelanimxolisi2210 ปีที่แล้ว

    thokoza khehla uzohambela nini ezweni lakithi emnambithi?

  • @xolanisibonakaliso4049
    @xolanisibonakaliso4049 ปีที่แล้ว

    Ai iyakhahlela lensizwa👌

  • @zandilezandi6283
    @zandilezandi6283 2 ปีที่แล้ว

    Baba uyibubusiso esalethelwasona ukuthi sisizakale

  • @sboneloshelembe3667
    @sboneloshelembe3667 2 ปีที่แล้ว +1

    Ameni mkhulu

  • @nhlanhlazaca4058
    @nhlanhlazaca4058 ปีที่แล้ว

    Aammeennnn

  • @msawenkosinyuswa3161
    @msawenkosinyuswa3161 2 ปีที่แล้ว

    Umoya wakho mkhulu uhlezi uphezulu ngaso sonke iskhathi uma ngilalela/ ngibuka ama video akho.
    Thokoza mkhulu, sibonga kakhulu 👏

  • @duduzileradebe3135
    @duduzileradebe3135 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga mkhulu...kwande

  • @busizweephraimmagalela5385
    @busizweephraimmagalela5385 2 ปีที่แล้ว

    Ey uyayibeka mkhulu, 🙏 syabonga

  • @NtombenhleMkhize-rz9hu
    @NtombenhleMkhize-rz9hu ปีที่แล้ว

    Ngiyakuzw mina

  • @KhombisileHlophe
    @KhombisileHlophe ปีที่แล้ว

    Sawubona mkhulu cela buza utholakalaphi or no

  • @nalenienzo8795
    @nalenienzo8795 2 ปีที่แล้ว

    Mkhulu cela ukwazi ukuthi singakuphi isotopic wakho eMtuba

  • @mncedisiabelwenovukela3584
    @mncedisiabelwenovukela3584 ปีที่แล้ว

    Kusho ukuthini ukuphupha ulwandle lifuna ukuthatha kodwa linganalo ulaka kodwa lifuna ukuthatha ungene ukulo?

  • @poppykhanyile5492
    @poppykhanyile5492 2 ปีที่แล้ว +1

    Mkhulu yini 21??

  • @maggiemathenjwa
    @maggiemathenjwa ปีที่แล้ว

    Sanibonani mkhulu, bengicela ukubuza ukuthi uyimalini u21?

  • @nomkhosichiliza2222
    @nomkhosichiliza2222 2 ปีที่แล้ว

    Ubuyela nini eDurban Mkhulu Mlaba

  • @nomangesinthala8948
    @nomangesinthala8948 2 ปีที่แล้ว +2

    Iyathusa indaba eyase manzini.
    Thokoza Mkhulu ngabe yiqiniso ukuthi abanye bagwinya amazi baphinde babuye after 3days bagaqwe yinqoka ebaphiwe abantu abadala ekumele basebenze ngayo?
    Ngabe ikhona isangoma ekumele lisebenze nenyoka yedlozi angathwalanga. Noma usuke athwele?

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 2 ปีที่แล้ว +1

      Yinto ekhona leyo,usuke unikwa amandla yiThonga lakho.awuthwali emanzini kepha uthwala kumuntu

    • @nomangesinthala8948
      @nomangesinthala8948 2 ปีที่แล้ว +1

      @@sybongawiseman7565 ngiyabonga Wiseman. Kodwa lenyoka izohlala esigodlweni for wonke umuntu ozohlola ayibone?

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 2 ปีที่แล้ว

      @@nomangesinthala8948 Cha inyoka ophuma nayo emanzini usuke uzoyibulala ngokosiko lokuThwasa ngoba akuyona eyokuthwala.umuntu osebenza ngenyoka iphila Cha uthwele lowomuntu.uma uthwasile ngokweqiniso inyoka uhlangana nayo esimwen samanzi.

    • @nomangesinthala8948
      @nomangesinthala8948 2 ปีที่แล้ว +1

      @@sybongawiseman7565 Thanks Wiseman. Ngibuza ngoba ngibona izangoma ezivela kumabona kude(eTV) zine zinyoka besezithi yisipho esivela kumadlozi wabo.

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 2 ปีที่แล้ว +1

      @@nomangesinthala8948 Bathwele labo Nkosazane,izangoma esihlambulukile ngokomsebenzi waso asisebenzi nje ngenyoka.uboke ulalele iGagasi FM njalo ngoLwesthathu ngo7pm uzohlangana nenkulumo ezinje but uzothola ukuthi Uma uksebenza kwesangima sekufaka nenyoka phakathi sekukhona nokuthwala lapho

  • @sabelomngoma6659
    @sabelomngoma6659 2 ปีที่แล้ว

    injalo

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 2 ปีที่แล้ว

    Ukuphupha uzobona uya empophomeni uzibone ufika bese uzigcina umi phezu kwayo ungangenile emanzi kodwa kungaveli ukuthi yini oyoyenza, uze uzibone sewuphimda emuva ngabe kuchazani?

  • @lungelomajola7522
    @lungelomajola7522 2 ปีที่แล้ว

    Just subscribe🤗 Mkhulu

  • @mapuleeunicemotaung5627
    @mapuleeunicemotaung5627 2 ปีที่แล้ว +1

    I need mkhulu mlaba phone nomber