Umoses ephila babe ngamfuni no jesu ephila babe ngamfuni abakubo bethi umuntu nalana e Africa kunjalo kunezincwadi eziningi bemphika ujesu no shembe bazomphika vele akuqali
Cha bhuti nami I want clarity angithi ngoba the last time I checked they were fighting in court who should take over manje my question is uma kuthiwa uwunkulunkulu kungani why do they have to fight
Uyingwe Smakade .sicela ubusise umvikele uNxamalala nesizwe sonke ubeke ukukhanya nempumelelo Amen
WOW UBUHLE KODWA LOBU OBUNJENA NKOSI YEZULU NOMHLABA 💘😻💜💛💚🧡💘
Hawuuuu shembe usikhumbule ngemihla yokugcina noma sinje singabakho baba Nyaz lwe Zulu
Olwethu uNyazi lwafaneleka aw suka madoda
Umoses ephila babe ngamfuni no jesu ephila babe ngamfuni abakubo bethi umuntu nalana e Africa kunjalo kunezincwadi eziningi bemphika ujesu no shembe bazomphika vele akuqali
Bantwana bo Nyazi nobayeka if bekhuluma abakuthandayo. ...uNYAZI liwu nklnkl angeke kubangwe lokho Dedelani Jeova enze akuzele, Amehlo ethu ayibonile indaba inkosi inibusise. .......
siyabonga kakhulu!!!
Siyabonga bafethu nisifakale njalo amavideo .
suka uxhumaphi wena ekutheni asifaki cathulo akudoko eligayelwe wena lelo mhlambe nje ucevuza kanje abakini babisha odakeni losizi thina ushembe wethu somkhonza kuze kube phakade futhi uphelele ungunkulunkulu khonzani ujesu wenu eningamazi kunini namlinda thina sihleli naye owethu thixo unyazi...
Nkosi uze ubakhumbule labantu abakhuluma kabi ngathi singamanazareta
Thixo wo thixo khula nyazi lwezulu ukubone wonke umhlaba🙏🏻😭
Sawubona weCphou
Oyigcwele phakama Nkosi yezulu syabonga nyazi lwezulu ntimela skabhombele kamayekisa uskhumbule baba nathi sinhluphekile moyeni nyameni scela uphila shembe
Ukuthi nihlushwa ukungazi anobuza kahle noJesu lo enimkhonzayo wayehamba nabo edla nabo yini nibe yiphukuphuku yekani Amanazaretha bhekani okwenu lokhu eningakwazi
Mmm wabatshela yezwa , sikhathele ama Krestu egxeka inkolo yobuNazaretha .
Yini uma ngibona unyazi kuhlengezela izinyembezi
Kfanele mntakaNKULUNKULU yindaba enkulu kakhulu lena eyafika yaba phakathi kwethu singabantu yisihambeli sasezulwini lesi esafika sakha enyameni sahlala nabantu, even abelungu babanomunyu uma sebephambi kwalo UNYAZI.
Aw kanti lento ayenzeki kmina kphela nakwabanye iyenzeka
Uyaluthanda akukho okunye, njengoba ngiluthanda nami.
uShembe Unyazi lwezulu unkulunkulu wethu🎉
iyacika into yokuth ukhulume kabi ube ungazi lutho, uma umphika ukuthi unguThixo ncono thula wena uqhubeke ukhonze owakho uThixo, kodwa uyeza umhlawokuphela laba bangani bakho baku-utube bobebengasekho uyobe sewuwedwa.
Owakabani Lomuntu othi Ushembe indoda Lezimoto esnazo namabhizinisi Siwathathaphi. Hlukana nathi wena bheka okwakini.
Olwami uNyazi Lwezulu
Amen
Konje muthi sidlala indoda ngabe uchazani konje ukhona yini umuntu olandela ushembe ngoba ephoqiwe ngoba wonke umuntu olandela ushembe kusuke kusothandweni lakhe nonke nizigundise kuzihlonipha ma into ngahambisani nayo iyeke kanjalo uthule ngale uthi kukhona okudlalwa ngaye la siyamthanda ushembe ungunkulunkulu wethu nisilwisa ngaye noma nenzani sofela kuye hlukanani nathi bhekani okwenu inkosi yonibusisa.
Imali vele sithola oNyazini mase syayiphindisela
Mimi Khoba... hlukana nokuthuka anaNazaretha ngba uzonya manje
Nkosi yamaKhosi
Amen 🙏🏻
Mimi ngiyadabuka ngawe kodwa kuthi angithi kuwe inkosi ikubusise ngalokhu okushoyo anginawo amade ngiphela lapho
USHEMBE WETHU WATHI ,.....! UMA BENITHUKA NIBOBABUSISA....! UTHNI UJESU ,; UTHI UMA EKUSHAYA ESIHLATHINI NGEMPAMa UMNIKE ESINYE...😂 Ayisuka madoda INDIDDA , IDIDE ABASEMHLABENI, YADIDA IZIFUNDISWA, ,YADIDA NGISHO AMAKHOLWA....! NKOSI YAMAKHOSI USIKHUMBULE EMBUSWENI WAKHO....!
Kanti kwakhiwa imall la
Ay ngoba nodlala indoda aniygqoki iycathulo yona iyaygqoka nithatha iymali zenu zokugcina niynika lendoda engenamsebenzi vukan emaqanden bantu abamnyama
Ungasho uliphinde yazi kuthiwa uwunkulunkulu kodwa uhamba nabo nokada abaningi manje icaza ukuthini leyo
Uqonde ukth onogada? Yimuph unogada kule video?
Ndumiso Mbona amaphoyisa yini?? Kodwa noma mhlampe amaphoyisa afunani ngoba yena uwunkulunkulu nje. He doesn't need protection he has his own powers.
Amaphoyisa kaGoverment lawa amaTrafic police afika only if unkosi imover from one area to another for itrafic akwona amaBody guard just ask bro
Cha bhuti nami I want clarity angithi ngoba the last time I checked they were fighting in court who should take over manje my question is uma kuthiwa uwunkulunkulu kungani why do they have to fight