ความคิดเห็น •

  • @SiyabongaZulu-m6y
    @SiyabongaZulu-m6y 9 หลายเดือนก่อน +8

    Awu! Ngabe kwenzakaleni ngoSangoma ugulile noma...?

  • @jackiephilasandemgegeba
    @jackiephilasandemgegeba 9 หลายเดือนก่อน +2

    Lala uphumule sangoma qhawe asikho isgodi ebesingakvumi ngobuqhawe bakh

  • @simphiwesphamandla3973
    @simphiwesphamandla3973 9 หลายเดือนก่อน +2

    😢😢😢zahamba ngokudutshulwa zonke insizwa kanti kwenzakalani Sizwe sikaMageba shwele syashweleza nkosi

  • @MakhandaMchunu
    @MakhandaMchunu 9 หลายเดือนก่อน +1

    Ngyafisa kodwa siyizinsizwa ke syovela kubo BAFWETHU as besingazi kuthi AKASEKHO if zikhona izinsizwa please asihleleni syovela kubo maqhawe kodwa ke angisho kabi futh angisho ngenkani

  • @jackiephilasandemgegeba
    @jackiephilasandemgegeba 9 หลายเดือนก่อน

    Kanti ubesamncane usangoma 1994bengiztshela ukuthi owam80s

  • @ThandoNzimandeMancama
    @ThandoNzimandeMancama 9 หลายเดือนก่อน +3

    Haw !!! Ubenani uSangoma bakithi 😢😢😢

  • @LifaPhyllis-iq3hm
    @LifaPhyllis-iq3hm หลายเดือนก่อน

    Yini kodwa kwenzekani ? ❤❤

  • @thabopescure4826
    @thabopescure4826 9 หลายเดือนก่อน +4

    Eish ja alale ngokuthula

  • @AnnoyedBubbleTea-br7qi
    @AnnoyedBubbleTea-br7qi 17 วันที่ผ่านมา

    Since sangoma nobhejane bengasekho babhemu ai ngiyayeka ukbuka induku ...bye bye...kwaze kwabuhlungu

  • @musazuma9609
    @musazuma9609 20 วันที่ผ่านมา

    Yahamba insizwa madoda, iNkosi iphile iNkosi ithathile

  • @enestee5371
    @enestee5371 9 หลายเดือนก่อน +3

    Lala qhawe lakithi uwdlalile umdlalo omuhle.

  • @wandilemkhize9150
    @wandilemkhize9150 9 หลายเดือนก่อน +1

    Haw madoda yin kodwa lasala iqhawe ngempela..Alale ngoxolo 🙌🏼

  • @footballfreaks3043
    @footballfreaks3043 9 หลายเดือนก่อน

    Ubablulile ngenduku lamagwala lawa nxn sies man, kwakuyi qhawe engilithanda futhi wngililandela kakhulu lala ngoxolo sosha ❤. Uyinsizwa sangoma ebeyisatshwa futhi 😂✊🏾!.

  • @ZintoMkhize
    @ZintoMkhize 8 หลายเดือนก่อน

    Hi bafowethu ake nichaze kwenzekani ngoSangoma bakithi ngeke ngiphinde ngiwabuke ama highlite kaSangoma ngoba bengihamba naye ma zìhĺangene

  • @mthobisimzelemu65
    @mthobisimzelemu65 9 หลายเดือนก่อน +3

    RIP SANGOMA😢😢

  • @SifundoMakhoba
    @SifundoMakhoba 4 หลายเดือนก่อน +1

    Hau madoda iqhawe bengisafisa kulibona ngeso lenyama Cha intsizwa Lena ebengiyithanda kakhulu ngomdlalo omuhle Cha mhlaba uyadla Mani akekho umuntu obengidlalela njengalentsizwa ngise matatiele kwamzongwana nangapha e Durban bayayivuma lentsizw

  • @mjakadash1159
    @mjakadash1159 9 หลายเดือนก่อน +3

    Awu kodwa LIDLIWA yini iqhawe

  • @AyabongaMadadase
    @AyabongaMadadase 2 หลายเดือนก่อน

    Zohamba intsizwa kosala izibonga hamba kahle mfowethu

  • @SiphamandlaMsomi-wv6ne
    @SiphamandlaMsomi-wv6ne 9 หลายเดือนก่อน +3

    Aibo kwenzekeni

  • @magwazakheswa254
    @magwazakheswa254 9 หลายเดือนก่อน +1

    Umhlaba kawunoni ziyaphel zinsizwa

  • @msawakhembhele4681
    @msawakhembhele4681 9 หลายเดือนก่อน

    Ulale ngoxolo Bhayilesangoma mfeth'ubuyiqhawe ndoda😢siyohlale sinikhumbula ninentibane

  • @nkosikhonadlamini7499
    @nkosikhonadlamini7499 9 หลายเดือนก่อน

    Hambakahle Qhawe lakithi uwudalile umdlalo omuhle igama lakho alisoze laphela emhlabeni

  • @wisemanthabethe1269
    @wisemanthabethe1269 9 หลายเดือนก่อน +4

    Kodwa kwenzekeni kuSangoma Bafowethu.Kwaze keabuhlungu

  • @KhethaniNkabani-eh1mq
    @KhethaniNkabani-eh1mq 7 หลายเดือนก่อน +1

    How ngaze ngathuka kuth akasekho lombhemu bengingeve ngikhonzile ukumbuka yena noma seven bengisafisa bake basivakashele nje ngakith

  • @sibongisenihadebe787
    @sibongisenihadebe787 9 หลายเดือนก่อน

    Hwww kahlen bafwethu senidlala kabike manje

  • @SyahMthembu-b1q
    @SyahMthembu-b1q 6 หลายเดือนก่อน +1

    RIP sangoma

  • @saluteemza8376
    @saluteemza8376 9 หลายเดือนก่อน

    What happened??????????????

  • @MfanafuthiSabelo-yr8zo
    @MfanafuthiSabelo-yr8zo 2 หลายเดือนก่อน

    Aiw ngampell 😢😢😢

  • @mzwandilenzuza608
    @mzwandilenzuza608 2 หลายเดือนก่อน

    Kwenzakalan nge bhungu madoda😢

  • @zekhayantanzi4482
    @zekhayantanzi4482 9 หลายเดือนก่อน

    Lala uphumule qhawe...

  • @mluzulu
    @mluzulu 9 หลายเดือนก่อน

    Aw Qhawe lami lala uphumule uyibekile induku ebandla.

  • @MsawenkosiGumede-i2g
    @MsawenkosiGumede-i2g 7 หลายเดือนก่อน

    Yazi njalo mangibuki midlalo yalensizwa kufikizinyembezi, ukukhonzu muntu ungamazi yebo homeline bt ngibuhlungu ngalento avingadluli nakalulinto lakimi, lezinsizwa sihlezi sizibukile kuma video's azo so nje kubuhlungu lentengachazeli

  • @NhlakaniphoMngonyama
    @NhlakaniphoMngonyama 9 หลายเดือนก่อน +1

    😢lala uphumule sangoma

  • @zakhelembhele7046
    @zakhelembhele7046 9 หลายเดือนก่อน

    Kwenzeni Bafethu???

  • @monwabisispikiri7510
    @monwabisispikiri7510 9 หลายเดือนก่อน +1

    Hawu ngezwa kabuhlungu ngalentsizwa 😢lalakahle BHAYI😮

    • @StickFight
      @StickFight 9 หลายเดือนก่อน

      Kubuhlungu impela ngalensizwa

    • @siphelelemkhize8341
      @siphelelemkhize8341 9 หลายเดือนก่อน

      Idliwa yin kodwa lensizwa?

  • @sthembisokhawula5343
    @sthembisokhawula5343 7 หลายเดือนก่อน

    Ngaze ngabuhlungu ke kodwa... 😢.

  • @jabulaniernest2761
    @jabulaniernest2761 9 หลายเดือนก่อน +1

    Haaa kodwa madoda Sabhul'isangoma💔

  • @NtokozoNkonzo
    @NtokozoNkonzo 9 หลายเดือนก่อน +2

    Bafethu ubenani kwenzakalani 😢😢😢😢😢😢😢😢

  • @dumisanidumisani3274
    @dumisanidumisani3274 9 หลายเดือนก่อน

    Ayilale ngoxolo insizwa

  • @Shezmi21
    @Shezmi21 9 หลายเดือนก่อน

    Zolala insizwa kosala izibongo zona ezosala zibadalule, awu madoda sabhula isangoma ayi mani mhlaba kawunoni kaze kwenzakaleni

  • @SfanisoTenza-pn2xw
    @SfanisoTenza-pn2xw 9 หลายเดือนก่อน

    Awu kanti kwenzekani zalala zalandelana lezintsizwa yini kodwa mhlaba walwa kangaka namaqhawe yini kodwa lala uphumule Bhayilezangoma niwuphakamisile umdlalo wezintsizwa kubuhlungu kodwa ngeke sishintshe lutho uMdali Nguyen ophethe iyimpilo zethu,💔💔🙏

  • @amewalawo8003
    @amewalawo8003 9 หลายเดือนก่อน

    OHHH Noooo!!! 😢 🙏🏽🕯️🙏🏽 How did this Happen???

  • @MayorNdlovu
    @MayorNdlovu 9 หลายเดือนก่อน

    Awu besezilandelana kanjena lensizwa Sangoma nenNtibane

  • @muzijaca600
    @muzijaca600 9 หลายเดือนก่อน

    Awu zazimbi lezondaba, ilale ngoxolo insizwa, kodwa aksekho noyedwa nje ostshena ukuthi idliwe yini insizwa hlezi izinhliziyo zyoxola nakthina ebeslandela imdlalo yakho, anisale senisho udliwe yini ngempela?

    • @wonderqman5594
      @wonderqman5594 9 หลายเดือนก่อน

      Wadutshulwa mfethu 😢

    • @SbusisoMpungose
      @SbusisoMpungose 9 หลายเดือนก่อน

      Bathi njena udutshuliwe kumacomments.

  • @Bongani-s7t
    @Bongani-s7t 9 หลายเดือนก่อน

    Kwabuhlunguke kuzwa lezindaba lala nkunzi uwusebenzel umhlaba Sabhulisangoma😭😭😭

  • @mjabulisenizulu8190
    @mjabulisenizulu8190 9 หลายเดือนก่อน +3

    Udliwa yini isangom

  • @sabelonxosi7336
    @sabelonxosi7336 9 หลายเดือนก่อน +2

    Kwenzekeni manje ngale ntsizwa?

    • @sibonelohashtag
      @sibonelohashtag 9 หลายเดือนก่อน

      Bamdubulile

    • @sabelonxosi7336
      @sabelonxosi7336 9 หลายเดือนก่อน

      @@sibonelohashtag 🙍🙆 kwakubi ukuzwa lokho,yhooo

    • @sibonelohashtag
      @sibonelohashtag 9 หลายเดือนก่อน

      @@sabelonxosi7336 eish mfo 💔

    • @ayandazulu8014
      @ayandazulu8014 9 หลายเดือนก่อน

      @@sibonelohashtaghawu

    • @NhlakaniphoMbele-yu6th
      @NhlakaniphoMbele-yu6th 9 หลายเดือนก่อน +1

      ​@@sibonelohashtagizolo besikhala ngo Pietermaritzburg namuhla sekungu Bhaylezangoma kanti isibhamu sokwenzani lesi lilale kahle iqhawe 😢

  • @HlelaniKhuba
    @HlelaniKhuba 9 หลายเดือนก่อน

    Inkosi iphile inkosi ithathile masilale ngenxeba zohamba insizwa kosala izibongo ndlelandle bhayi

  • @xolilexoli
    @xolilexoli 9 หลายเดือนก่อน

    Ngabuhlungu yaz

  • @JusticeMsomi
    @JusticeMsomi 9 หลายเดือนก่อน

    Lala nsizwa usuphumile manje

  • @ThandoNzimandeMancama
    @ThandoNzimandeMancama 9 หลายเดือนก่อน +2

    Haw

  • @xolilexoli
    @xolilexoli 9 หลายเดือนก่อน

    Bekwenzenjani ngosangoma

  • @MthandeniTembe
    @MthandeniTembe หลายเดือนก่อน

    😢

  • @thamsanqaclarence9360
    @thamsanqaclarence9360 8 หลายเดือนก่อน

    Ngangsafisa adedelwe noPhakel’umthakathi zishayane umgangela emini kwa bha

  • @agentmkhize1542
    @agentmkhize1542 9 หลายเดือนก่อน

    Ngangifisa kanje ukuhlangana nalenkunzi, alale ngokuphumula eyi madoda😢

  • @oleNemama
    @oleNemama 9 หลายเดือนก่อน

    My God!

  • @zweledingaisambasemalisond1120
    @zweledingaisambasemalisond1120 9 หลายเดือนก่อน

    Ihambile insizwa South coast uhanjelwe la

  • @SimthembileDzamile-qs4pb
    @SimthembileDzamile-qs4pb 9 หลายเดือนก่อน

    Ayii Kubuhlungu Manii Ayii😭😭

  • @Mathimlisa
    @Mathimlisa 9 หลายเดือนก่อน +1

    Lala qhawe

  • @LindokuhleNgubane-dq8yw
    @LindokuhleNgubane-dq8yw 7 หลายเดือนก่อน

    Awuuuu😂😂😂 nkosiyamu nge qawelamu

  • @andilezwane5307
    @andilezwane5307 9 หลายเดือนก่อน

    Aw kodwa ngeqhawe lami sengizobuka u Bhejane kuphela manje...

  • @andileshezi7494
    @andileshezi7494 9 หลายเดือนก่อน

    besalindele lukhulu kuyena.... Kant ukufa kunjan🥺🥺🥺

  • @MahlengieDlamini
    @MahlengieDlamini 3 หลายเดือนก่อน

    😢😢hauu

  • @mbuyiselwambele4422
    @mbuyiselwambele4422 9 หลายเดือนก่อน

    Kodwa bafw2 nezibhamu zenu niyasilimaza akasekhoke usangoma nizotholani

  • @umhlalischool5342
    @umhlalischool5342 9 หลายเดือนก่อน

    Kahlen babhemu kwenzenjan

  • @sakhisenimkhize8162
    @sakhisenimkhize8162 9 หลายเดือนก่อน

    Hau suka madoda alisekho leliqhaw ebelidlal induku enenkosi phakaty eish lala uphumul bafooo

  • @zwendlela91
    @zwendlela91 9 หลายเดือนก่อน

    Mhlaba awnoni ibidlala kamnandi lensizwa

  • @SiphoselbyNgubo
    @SiphoselbyNgubo 9 หลายเดือนก่อน

    Koba kancane bengammbulele lomfo phela ubelishaya ikhanda manje abanye abantu bayazonda Uma insizwa ibaginqa bese bekhokhoba basebenzise isbhamu.Hawu Lala Kahle mfethu Sangoma Sendoda sokuKhumbula Hawu kodwa Zinsizwa Cha manimmbulele nineSono.Phela umgangela sisuke siDlala lamaVaka Lana.Mawuahayekile musubamba iGqubu ndoda

    • @gwazelankomo377
      @gwazelankomo377 9 หลายเดือนก่อน +1

      Thola ukuthi uthahwe yini musa ukudlinza sibuhlungi sizinsizwa ungakhulumi into ongayazi please

  • @lusandamanluu6780
    @lusandamanluu6780 9 หลายเดือนก่อน

    Hawu kwenzakalani ngalensizwa

  • @samkelomadondo5922
    @samkelomadondo5922 9 หลายเดือนก่อน

    😮

  • @zamakwandamemela6790
    @zamakwandamemela6790 9 หลายเดือนก่อน

    Zohamba iyinsizwa madoda kosala iyibongo,sabhul'isangoma mfoka Ngcobo ulale ngokuthula.yindlela yethu sonke mfwethu,ithuna lensizwa lisendlelen vele yimbi lento kufa kuyinuku,wemuntu ozonda insizwa uyinja

    • @ayandazulu8014
      @ayandazulu8014 9 หลายเดือนก่อน

      Kwenzakaleni kuye?

    • @Skhobaner
      @Skhobaner 9 หลายเดือนก่อน

      I lale ngokuthula insizwa yakwethu kodwa Bhayi lezangoma😢😢😢😢

  • @andileshezi7494
    @andileshezi7494 9 หลายเดือนก่อน +1

    haw bafethu what happened 😢

    • @skhumbuzomakhoba8822
      @skhumbuzomakhoba8822 9 หลายเดือนก่อน +1

      Labhakuzi bhayi madoda kwavevezela madolo emadodeni ubuyiqhawe wena.

  • @NtokozoNkonzo
    @NtokozoNkonzo 9 หลายเดือนก่อน

    Bafethu ningadllali ngalonto 😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭

  • @etheltshandu857
    @etheltshandu857 8 หลายเดือนก่อน

    It's jealousy 😢😭😭😭

  • @sibonelohashtag
    @sibonelohashtag 9 หลายเดือนก่อน +3

    Eyii yaze yabuhlungi lendaba kaSangoma ewuu kodwa uyabona lezibhamu impela 🚮🚮

    • @SiyabongaZulu-m6y
      @SiyabongaZulu-m6y 9 หลายเดือนก่อน +2

      Badubulile yini bhuti?

    • @thabanizulu3402
      @thabanizulu3402 9 หลายเดือนก่อน

      ​@@SiyabongaZulu-m6y👂👂👂👂

    • @wandilemkhize9150
      @wandilemkhize9150 9 หลายเดือนก่อน

      Bamdubulile kanti?

  • @zamahadebe8733
    @zamahadebe8733 9 หลายเดือนก่อน +1

    Is this true???😮

    • @StickFight
      @StickFight 9 หลายเดือนก่อน

      Impela

    • @musadlamini2196
      @musadlamini2196 9 หลายเดือนก่อน

      kwenzenjan sicela ukwazi ubegula noma bengiyilandela kakhulu lendoda

  • @nkosikhonadlamini7499
    @nkosikhonadlamini7499 9 หลายเดือนก่อน

    Hambakahle Qhawe lakithi uwudalile umdlalo omuhle igama lakho alisoze laphela emhlabeni

  • @BhekiMabhiza-r6k
    @BhekiMabhiza-r6k 9 หลายเดือนก่อน

    😢