ขนาดวิดีโอ: 1280 X 720853 X 480640 X 360
แสดงแผงควบคุมโปรแกรมเล่น
เล่นอัตโนมัติ
เล่นใหม่
Mntekhala uyangichaza indlela azithobe ngayo sukaaaa 🔥
Siyabonga mahlanganani,besisacela album ethi wezinsizwa kanye neValentine please please 🙏
Ngiize ngimazi ubaba olida kwiHlanganani😊🙌🏻🙌🏻
Sicela nisfakele icd ethi "mama muphi ubaba"kuma digital platform
Siyabonga mahalinyana...niqinise bafowethu ku bass ubhalanse kahle kwelandelayo
Iyakhuphuka ngempela ke le ethi Kule minyaka engaka👌🏾🔥
Manqele ngcela uye eNkandla ustholele ubaba uMbambo weMpangeni hometigers
Ngisithanda kakhulu isicathamiya ngisiculile futhi, kodwa kukhona lana amaqembu amemezayo avele aluqede nya uthando lomculo, phambili ngani madoda ingoma yiyo leyo
Wooo, kanti umncane uMshebelezi kuMtekhala.
Syabonga manqele ukusilandela ama legend .cha mft luhle uhlelo lwakho duyaza 👌
Ewu lezinsizwa zangbuyisela emumva ngsafund isikole zazivutha bhe🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥
Ibhesi ka bab'u Jamludi 😯💨🔥
🎶🎵Pure talent & clear vocals
Ngikhumbula iHlanganani ithi, Ayaymemeza.
Yayifikile lapho nkb yami ❤❤❤❤
Kakhulu!
Hhaw kanti u Swii akukho akuzwakali
Shephadi ngyacela bhuti usibhekele ubaba u Mbhayiza we Zamanani🙏🙏🙏
Awuze part 2, kodwake kumele bazichaze kahle igama isibongo nendawo umuntu nomuntu.....🙏🙏🙏🙏
Awuzwe nje hlanganani yami madoda
Muhle umsebenzi 🔥👌
SIBIPHE NJE ASIKHALI😂😂😂 LEGENDARY 🙌🙏🙏🙏
UMsinga wagqilaza kdala ngengoma amaqembu akhona ashisa izkhotha BM Stars, Pomeroy stars, Amagodins, Khalabhayi, Nf brothers, Thembelihle, Hlanganani maningi kakhulu
Douglas lover boys
Aii Suka Madoda iHlanganani iyayishaya ingoma kacothoza. 😊
Ubhuti uMtekhala kahle hle ungumuntu ozithobile
Yebo❤❤
Siyabonga bobhuti cha isizulu kasitolikwa nikubeke kwa caca njengezinqe zesele okuhle kodwa ba4wethu 🎉
Syabonga SingamaNtungwa weMthonga
P2 plz MfokaManqele
Siyabonga Manqele🙌🙌🙌🙌🙌🙌
My favorite Scathamiya group, I like to place a pre order a bulk of CDs once available
iHlanganani ingukuphela kweqembu engingacula noma iyiphi indlela kulona , kuzo zonke izingoma eyake yazikhipha nje.Iqembu elinezingoma engizazi ngaphezu kwam
Sawubona, Sawubona wesoka lami.Woooo sawubona!
Ibambeni madoda noma kunzim kodwak muhle umsebenzi wenu awuze upart 2 plz 🙏
Kunzima lapho Mahlobo
Ngiswele amandla I'd sponsor this channel. Ngikufisela okuhle nsizwa yakwethu
Bafo Ngyabonga kakhulu 🙏
Khuphukani zinsizwa zakithi
Kodwa Nkosi yami ngajabula ukubona iqembu engalithanda ngisewumfanyana
Ayize I album please kwaze kwahlangana kamnandi ukuzwakali kuthi kukhona bangekho kuma vocals
Danko Melusi
Ngafikelwa zinyembezi, kodwa baculi aniscabangeli Thina bathandi bomculo wenu ,makuthi hlukanani niyahlukana 😢😢😢
Mfowami 😢
Iqhawe lami uMshebelezi lapho!!!
MfokaManqele siyabonga kakhulu ngokusilethela lezinsizwa kade sasizifuna... Cha awuze uPart2
Uyakhuphuka kodwa ubaba umtekhala ku ma backing uyayizwa le ethi baba uyangithengisa
Woza Jamludi!!
Muhle umdlalo awuqhubeke zinsizwa zakithi
Woza nkunzebomvu neshoba layo
Sisanithanda namanje maHlanganani
Ay baba Jamludi ngyakuzwa lapho
Awuze part 2
Kusenzima lapho bafo
@Xolani s Mcineka bhuti 🙏🏾 cela nifake isandla Gwazela bhuti omdala
Umpishi akahleki sdalo
Mkhaya kunalentombie osebenza nayo engyifunayo MaNjomane
Khunbula wethu
Ibuhlungu kodwa into eyenziwa ama company kumaciko 😢😢😢😢
Part 2 fast
Ayi iyadabukisa indaba yalomculo isikhathi eside kangaka kodwa ungafunga ukuthi bafike izolo ngendlela yezinga lempilo abasekuyona😢😢
abeze obhuti abadala
UNtuli ubaqedile abaculi
Futhi lowo!!!
Part2 plz
Kunzima lapho okwamnje bafo
Ey yaz uShwi kodwa udlala ubuxoki nje
Shebeleza Mshebelezi, engabe uboneni enganeni kwathi angizithanqaze!!!🎉
Baba wami Ngudla Mahlathi umfoka Mhlongo wayehamba no Baba ntuli ewela eya phesheya becula nje kodwa naye wayeziculelela ubumnandi nje
Mahlanganani nisekhona kodwa umlandu kababa lona owayehamba pambili nisafika ankhulumi ngaye kwakumfoka "Thusi mangingaphazami"
Shange
Mina ngokwam nje angikaze ngabona Scathamiya festival.kushukuth abahleli bemcimbi basayibukele ekudeni lento kant nawo umaskandi uzalwa yiso iscathamiya
Mmmhmhmm
Part 2
Qhude yazi akahleki sdalo
awuhlele indawo yokuhlala ndoda ai indlela enihlala ngayo nimpintshane akubukeki
😢😢😢😢😢mhlabaaa
😂😂😂 Ixoki sengilibonile mina. Mntekhala akakhulumi kabi ngoShwi kodwa yena weeee
Indaba ka Shwi ayikho. Unenhliziyo embi
Seconded
❤
Siyacela nifake naku tiktok...yiwo ohambisa umculo uye ebantwini
Hlanganani isazobakhona with or without UShwi noDludla mina ngsezwa isnanqa lesi engangsizwa bese khona nabo
🤝🤝🤝
Lomculu wescathamiya mina ngyawuthanda kakhulu yikho nje kuth ke uthandwa umuntu ofana nam ongenalutho
Wawukuphi mhla sithi, kuye kwaqhum AK47, kuye kwaqhum bhazuka.....
Kodwa akekho ongabon kuth umthwalo usobhokweni uyamhlpmekisa uShwi naye uyahlomeka nje emdala uyakhohlwa umlando
Kodwa uMte akashongo ukuthi uShwi noDludla abasekho eqinjini.Uthe basathathe I break.
😂wamuhle mlando
Uyabuya kodwa uShwi?🤧🥺
Asiqiniseni😂
Kodwa ishoshozela lento wuDludla
Ibhova lathatha eye Black Mambazo le ethi usemayedwa kw' iDlamlenze
NeyehlangananiOlalela amalanda amhlophe ikhona
Ubani omdala Mshebelezi noMtekhala?
uMtekhala bafo
Mudala kakhulu umteh😅
@@PhelelaniMagubane , yazi bengingazi.
Part two uyafuneka kulamadoda engathi ungathola namanye ama mike . Noma ngaba 3nje duyaza
Anginawo bafo and no part 2 kunzima ezimalini
IDINWE YINI I- MAN U
Ibukeka njengo muntu ophansi sdalo mfowami
😂 😂 😂 😂 😂 😂
😂😂😂
Akadiniwe yena ulijoyine a year before kushone uShange owayeleader onke amaheats owaziyo
Part2
Mntekhala uyangichaza indlela azithobe ngayo sukaaaa 🔥
Siyabonga mahlanganani,besisacela album ethi wezinsizwa kanye neValentine please please 🙏
Ngiize ngimazi ubaba olida kwiHlanganani😊🙌🏻🙌🏻
Sicela nisfakele icd ethi "mama muphi ubaba"kuma digital platform
Siyabonga mahalinyana...niqinise bafowethu ku bass ubhalanse kahle kwelandelayo
Iyakhuphuka ngempela ke le ethi Kule minyaka engaka👌🏾🔥
Manqele ngcela uye eNkandla ustholele ubaba uMbambo weMpangeni hometigers
Ngisithanda kakhulu isicathamiya ngisiculile futhi, kodwa kukhona lana amaqembu amemezayo avele aluqede nya uthando lomculo, phambili ngani madoda ingoma yiyo leyo
Wooo, kanti umncane uMshebelezi kuMtekhala.
Syabonga manqele ukusilandela ama legend .cha mft luhle uhlelo lwakho duyaza 👌
Ewu lezinsizwa zangbuyisela emumva ngsafund isikole zazivutha bhe🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥
Ibhesi ka bab'u Jamludi 😯💨🔥
🎶🎵Pure talent & clear vocals
Ngikhumbula iHlanganani ithi, Ayaymemeza.
Yayifikile lapho nkb yami ❤❤❤❤
Kakhulu!
Hhaw kanti u Swii akukho akuzwakali
Shephadi ngyacela bhuti usibhekele ubaba u Mbhayiza we Zamanani🙏🙏🙏
Awuze part 2, kodwake kumele bazichaze kahle igama isibongo nendawo umuntu nomuntu.....🙏🙏🙏🙏
Awuzwe nje hlanganani yami madoda
Muhle umsebenzi 🔥👌
SIBIPHE NJE ASIKHALI😂😂😂 LEGENDARY 🙌🙏🙏🙏
UMsinga wagqilaza kdala ngengoma amaqembu akhona ashisa izkhotha BM Stars, Pomeroy stars, Amagodins, Khalabhayi, Nf brothers, Thembelihle, Hlanganani maningi kakhulu
Douglas lover boys
Aii Suka Madoda iHlanganani iyayishaya ingoma kacothoza. 😊
Ubhuti uMtekhala kahle hle ungumuntu ozithobile
Yebo❤❤
Siyabonga bobhuti cha isizulu kasitolikwa nikubeke kwa caca njengezinqe zesele okuhle kodwa ba4wethu 🎉
Syabonga SingamaNtungwa weMthonga
P2 plz MfokaManqele
Siyabonga Manqele🙌🙌🙌🙌🙌🙌
My favorite Scathamiya group, I like to place a pre order a bulk of CDs once available
iHlanganani ingukuphela kweqembu engingacula noma iyiphi indlela kulona , kuzo zonke izingoma eyake yazikhipha nje.
Iqembu elinezingoma engizazi ngaphezu kwam
Sawubona, Sawubona wesoka lami.
Woooo sawubona!
Ibambeni madoda noma kunzim kodwak muhle umsebenzi wenu awuze upart 2 plz 🙏
Kunzima lapho Mahlobo
Ngiswele amandla I'd sponsor this channel. Ngikufisela okuhle nsizwa yakwethu
Bafo Ngyabonga kakhulu 🙏
Khuphukani zinsizwa zakithi
Kodwa Nkosi yami ngajabula ukubona iqembu engalithanda ngisewumfanyana
Ayize I album please kwaze kwahlangana kamnandi ukuzwakali kuthi kukhona bangekho kuma vocals
Danko Melusi
Ngafikelwa zinyembezi, kodwa baculi aniscabangeli Thina bathandi bomculo wenu ,makuthi hlukanani niyahlukana 😢😢😢
Mfowami 😢
Iqhawe lami uMshebelezi lapho!!!
MfokaManqele siyabonga kakhulu ngokusilethela lezinsizwa kade sasizifuna... Cha awuze uPart2
Uyakhuphuka kodwa ubaba umtekhala ku ma backing uyayizwa le ethi baba uyangithengisa
Woza Jamludi!!
Muhle umdlalo awuqhubeke zinsizwa zakithi
Woza nkunzebomvu neshoba layo
Sisanithanda namanje maHlanganani
Ay baba Jamludi ngyakuzwa lapho
Awuze part 2
Kusenzima lapho bafo
@Xolani s Mcineka bhuti 🙏🏾 cela nifake isandla Gwazela bhuti omdala
Umpishi akahleki sdalo
Mkhaya kunalentombie osebenza nayo engyifunayo MaNjomane
Khunbula wethu
Ibuhlungu kodwa into eyenziwa ama company kumaciko 😢😢😢😢
Part 2 fast
Ayi iyadabukisa indaba yalomculo isikhathi eside kangaka kodwa ungafunga ukuthi bafike izolo ngendlela yezinga lempilo abasekuyona😢😢
abeze obhuti abadala
UNtuli ubaqedile abaculi
Futhi lowo!!!
Part2 plz
Kunzima lapho okwamnje bafo
Ey yaz uShwi kodwa udlala ubuxoki nje
Shebeleza Mshebelezi, engabe uboneni enganeni kwathi angizithanqaze!!!🎉
Baba wami Ngudla Mahlathi umfoka Mhlongo wayehamba no Baba ntuli ewela eya phesheya becula nje kodwa naye wayeziculelela ubumnandi nje
Mahlanganani nisekhona kodwa umlandu kababa lona owayehamba pambili nisafika ankhulumi ngaye kwakumfoka "Thusi mangingaphazami"
Shange
Mina ngokwam nje angikaze ngabona Scathamiya festival.kushukuth abahleli bemcimbi basayibukele ekudeni lento kant nawo umaskandi uzalwa yiso iscathamiya
Mmmhmhmm
Part 2
Qhude yazi akahleki sdalo
awuhlele indawo yokuhlala ndoda ai indlela enihlala ngayo nimpintshane akubukeki
😢😢😢😢😢mhlabaaa
😂😂😂 Ixoki sengilibonile mina. Mntekhala akakhulumi kabi ngoShwi kodwa yena weeee
Indaba ka Shwi ayikho. Unenhliziyo embi
Seconded
❤
Siyacela nifake naku tiktok...yiwo ohambisa umculo uye ebantwini
Hlanganani isazobakhona with or without UShwi noDludla mina ngsezwa isnanqa lesi engangsizwa bese khona nabo
🤝🤝🤝
Lomculu wescathamiya mina ngyawuthanda kakhulu yikho nje kuth ke uthandwa umuntu ofana nam ongenalutho
Wawukuphi mhla sithi, kuye kwaqhum AK47, kuye kwaqhum bhazuka.....
Kodwa akekho ongabon kuth umthwalo usobhokweni uyamhlpmekisa uShwi naye uyahlomeka nje emdala uyakhohlwa umlando
Kodwa uMte akashongo ukuthi uShwi noDludla abasekho eqinjini.
Uthe basathathe I break.
😂wamuhle mlando
Uyabuya kodwa uShwi?🤧🥺
Asiqiniseni😂
Kodwa ishoshozela lento wuDludla
Ibhova lathatha eye Black Mambazo le ethi usemayedwa kw' iDlamlenze
Neyehlanganani
Olalela amalanda amhlophe ikhona