Ngabuthwala ubunzima ngijola kamakhelwane | | IZIGAMEKO ZEMPILO | S1 - EP53
ฝัง
- เผยแพร่เมื่อ 26 พ.ค. 2024
- We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #izigameko - บันเทิง
stufuza is the best,one of the best episode
Uyadelela lomfana 😂😂😂
Stufuza yazz uyenza into ibemnand , you're the best ❤
Waweyisa kwakufanele akunwenwebule ngemvubu nesibhakela ungakwaz ngisho ukuhamba
You really enjoyed your youth days my brother....🤣🤣🤣
😂😂ngiyaluthanda uhleko lukastufuza .lomfana akafune msebenzi zoshada lengane yonandlela yoxolisa lobaba
stufuza wear a jacket or jessy ,, the baby is cold please,
Kahle boh
Ekabani ingane, maybe ekamalume😂
20:03 20:11 20:12
20:28 20:33 20:49 21:02
20:28 20:33 20:49 21:02 21:42
Lithi dudu leliqashana lomfana ngathi khona oshonile😂😂😂😂😂uyadelela lomfana
😂😂😂
Usilewenamfanakamakhelwane uyadelela ufunaimvubu
I am here for "iza nazo"🤣🤣🤣🤣
😂😂😂
Wena mfana yeka insangu
Awuhloniphi bakushaya kancane hayi suka
Hawuuu waze wakhuluma kabi kumtomdala 💔
😂😂😂😂😂uhluphile lombhemu Jehova saze sahlekisa le story 😊yazi
Eyi Stufuza izanazo😂😂😂
Kumele bashade laba bayathandana
Yhoo uyadelela Lo mfana
NO ubaba kwakumele from the scratch akhuze ingane yakhe not ayovimba ijongo emasangweni eskole. Usaba ingane yakhe uyokhuza ryomunyumuntu.
❤
Lomfana unamanga nje
eyi Stufuza uyandichaza mfazi womuntu
Yeka insangu mntanami. 😅 Dudu baba
Alcohol is not your age hence what you have said. Ubudakiwe nje wena
Eyi ngaze ngamthanda lomfana uyakwaz ukuxoxa
Indaba😂😂
Isoka, ulimi luyashelela😂
Ewu! ukhuluma ngento esidlule kuyo khehla,umasibheka emuva,mmhh!😢
Ngaze ngahleka .lomfana uyangihlekisa.😂😂😂
Stufuza buyela kusikhipha izimfihlo loya sisi uyabhora
Wooow nice one stufuza uluphethe kahluhlelo bakit ❤❤❤
Awuhloniphi wena mfana, ufuna induku
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂, ai nino Stufuza niyahlupha xeim❤❤❤❤❤
Stufuza I replayed your laughter about 5 times, it’s so infectious Yazi bakith 😂
Bro is funny 😂😂😂😂😂😂
😂nxa lomfana ngizomshaya edlala ngobaba
Yazi sengihleke baze bayangibuza endlini ukuthi ngihleka nobani ai ngeke ngathi unamahlaya nje lomfana 😢
Ngaze ngamhalela umfana ngemvubu 😂😂😂
Uyadelela lomfana🙆
OBABA ABALAHLILE ,ABANGAKWAZI UKULUNGISA IZINGANE ZABO 😊
😊😊😊😂😂😂 ayii uhleko lokaStufuza 😊😊 iza nazoo
Kuyeisa lokhu, nami bengizomshaya enganini yami. Buka nje ekugcineni uhlukene nengane yabantu.
Kant ulambile futhi😂😂😂😂
Stufuza mehleka nami ngyahleka yaz😂😂
Mthuli no Luthuli kuyafana yini ngoba uLuthuli uMadlanduna
Lombhemu unamanga nam ngimuzwa kahle
Nice story 😂ke
Luthuli hhayi mthuli
Awu Dlanduna ubafo wami wena❤
UMthuli noLithuli into eyodwa, mina ngihlala eMathulini ngiphethwe inkosi uMthuli bangabaka Luthuli bathakaza ngoMadlanduna ukhokho wabo uMthuli akukho okuphambene lana
Ngicela ungi inboxe
Mshibe
Waze wangilahisa lomfana kodwa bekumele akublekseme strongo uyeyisa lomfana
Izanazo 😂😂😂❤
Labafana bentsangu babalisa kamnandi 😅😂😂
Ayiii square head akamameli tuu 😅😂ulahliwe ngoba bengamajita "bayabona bona"😢
Aii amanga lawa
Stufuza u are the best for the show ❤ iza nazo😂😂😂😂😂
Avengikthanda stufuza izanazo 😂😂😂😂😂
❤uyuphethe kahle i show Stufuza love you big time honey 😂❤
Akusile lokhu lomfana ungabuza ubaba wengane amanyala anje akunamfundiso lokhu 😢
Democracy ,khohlwa nokuthi ungu mtwana ,yoo _hlonipha uYihlo no Nyoko kuze yande imihla yakho emhlabeni _yingakho they dnt grow coz baphila ngaphandle ko mthetho ka Jehova.
Wena mfana awhloniphi
Hayi ngke too much spices, ungatssho kanjan kebabs wengane ukuthi , uzoyibhebha ingane yakhe....ayi ngeke
Lobaba usazokthola mfana wami😂😂😂😂😂😂
Iyayeyisa lengane
dudu baba🤣🤣🤣
Yedelela mfanaaa😢
Uyafa inkantini wena😂😂😂😂
Kunjn stufuza ngathi ngathola amawele mama
Ay uyadelela wakshaya kancane
Hizanazo wemfana
Kwaku mele thayma akuphinde ngezinye ngoba phuze gologo wakhe
Uyadelela kwedini awukabethwa
Kwakumele akushaye ubaba umdelela kwakhe nxaa
Home affairs error most of the time
🤪☺I have been in this exact position, dating ingan yo baba onama bodyguard and we got caught exactly as this guy
Iza nazo 😂😂😂 mfana😂😂😂
Ukube uyayazi impilo lomfana, ngabe uhlala kuyona lentombazane.
Ei ways waysutha unduku Mfana😂😂😂
I love you stufuzi
Ngeke ngibadayise abazali kanje weee
😂😂😂😂Boy Boy!!!
Owangakithi lomfana eMgabs kaMthuli it's one and the same thing noLuthuli
lol ngaze ngahleka nkosi yami, usile kodwa we mfana
Bakushaya kancane uyeyisa Skhotheni
Cha awuhloniphi
Stufuza samama ungahambi ubohamba usuhelelwa siyacela uma usutetile uhlale one week ubuye bo
Maye uhlekakamnandi Stufuza sikamama
Usuzo teta uStuff😮
Wedelela kakhulu mfana I punishment yasejele uyizwile yayikufanele kodwa
Kungashawa umuntu ngensilane aqede aboshwe
Wakushaya kancane mfana, kwakufanele ukuthi akushaye aze akubeke unyawo entanyeni. Wawusithathaphi isibindi sokuphendulana nomuntu omdala emzini wakhe ujike umthuke ngenhlamba engaka?
Ibhola e next door 🙉
We miss you Stufuza wethu😢
Losisi uyenza umuntu angachazi kahle udaba lwakhe scela acela adedele abantu bakhe baxoxe udaba lwabo nkhona sozwisisa
Wavele washo engiqeda ukukusho
Iza nazo 😂😂
Kwaku trap yodwa nje ubuntwana kodwa kumnandi kubuhlungu
Ngabe kungcono ekuba kunamaCamera khona balibambe lelitonqo leli😂😂😂😂
Isigangi leso
Stufuza yin esiswin bakwenzeni ntombi
Ai wakushaya kancane wena mfana kwakufanele akushaye uquleke, wadelela kakhulu mina ayingihlekisi lendaba ngavele nganyanya nje, angiyifuni kabi ingane edelela umuntu omdala😡
eyi bafo sadlula lapho nathi
You enjoy boy your teenager 🤣🤣🤣ngaze ngahleka
what a character😅😅😅😅
Stufuza uyazithandela ndaba 😂
Uluhlaza njw wena mfana
Ubuyi deserva imvubu mfana wami. Umdelelile kakhulu lobaba