I am Xhosa and have a Tsong friend, we used to bump this song at Wits university. And that goes to show that no matter what language the song is sung in - it can connect to people from other walks of life.
I came across him in his last days at hospital in EDENVALE , I said get well soon mr, n he smiled n said i wil .. cnt believe he didnt make it bt believe me his voice is stil bringing smile in our faces. He s stil wth us❤❤
This track was released in great moments when life was just simple going to school and playing the whole day emakhaya (rural areas)and great now is this corona😭💔🌍
Wonkumunt uthand umculo awuthandayo it not ukuthi uzenza umlung manje kushuthi kumele uhambe ugqokisdwaba noma ungasithand ukuba wumzulu it not about liking umaskandi abantu abanjengawe abasidumisa kabi so fucking stereotypical
Rest In Peace, Mfo kaMbele. You brought nothing but love and happiness in my life. You introduced me to good musid, made me the most loved woman in the world. Gone too soon. Lala ngokthula Mphemba. Until we meet again.

Ubani osalalela letrack in 2021 May? ❤️🙏Bhekumuzi Luthuli, uybekile induku ebandla.
Ndim
Ndim
SEPTEMBER 2021
September 2022
October 2022
Sphe skirts sent me here 🔥🔥🔥🔥🔥🔥
NGIKWETHEMBA NGIKUHLEBELA ZONKE
WUWE LONA HLINZELE ZIBINI
MOYA WAKHO AWULALE NGOKUTHULA
SOHLALA SIKUKHUMBULA
KZN, MPUMALANGA NIKUPHI
HESHE!!
I'm a Native Sotho speaking guy but this Man. My heart was so broken when he departed. Continue resting in Peace
used to listen to his songs being played around noord street taxi rank.... such a tragedy
Same to me .. this guys music wow
What a meaningfully song
I came across him in his last days at hospital in EDENVALE , I said get well soon mr, n he smiled n said i wil .. cnt believe he didnt make it bt believe me his voice is stil bringing smile in our faces. He s stil wth us❤❤
I love his songs l am proud to be a zulu😘😍
Isavithisa kakhulu,ubab Maqhude wayelwa no bass guitar kulengoma
#2023 "Wakhumbul' okubi kodwa. Yin eyashabalalis' ubuhle bami" 😰❤️🔥
#BhekumuziLuthuli #Maskandiwami
Bhekumuzi Luthuli - "Bengikwethemba"
[Pre-Chorus:]
Iqinis' alikh' emhlabeni
Nguwe lon' owenze kanjena kimi?
Iqinis' alikh' emhlabeni
Nguwe lona owenze kanjena kimi?
[Chorus:]
Beng'kwethemba ngikuhlebela zonk' izinto
Beng'kwethemba ngikuxoxela zonke
Beng'kwethemba ngikuhlebela zonk' izinto
Beng'kwethemba ngikuxoxela zonke
[Post-Chorus:]
Ngeke ng'phinde ngenz' iphutha ngethemb' umuntu
Ngeke ng'phinde ngenz' iphutha
Ngeke ng'phinde ngenz' iphutha ngethemb' umuntu
Ngeke ng'phinde ngenz' iphutha
Nguwe lon' ongenze kanjena?
Nguwe lon' ong'hlinzel' ezibini?
[Refrain:]
(Vel' umunt' uyajika)
(Kodwa ngang'ngaz' ukuthi naw' ungang'jikela)
(Vel' umunt' uyajika)
(Kodwa ngang'ngaz' ukuthi naw' ungang'jikela)
(Vel' umunt' uyajika)
(Kodwa ngang'ngaz' ukuthi naw' ungang'jikela)
[Self-Praises:]
Thefeza mhla ubonwe zintombi zamoyizela kancane
Maqede bahlabek' olova
Dlula kanjalo phutha l'yenzeka
Mhlab' ujikel' obaqwe
Yimina mfana
Ng'u mfana kaMolo
Ng'phum' ezansi kwaMaphumulo
Inkomo zakithi ngay'shiya z'phuz' phans' eMaphisa
K'thiw' eziny' z'phuza phans' kwaMbhem'
Zash' ihosha
Kwaze kwasa uMaNzuza engalalele
Eyoxoxela uMaMvelase
Ukuth' akatshel' uMaZung' ukuthi akathath' inyathel'
Lent' ay'kaze yenzek' emzin' wendoda yakhile
Khwibi!
Lelisojana
Ng'ngase ngik'hlanganise ne-Knorrox
Maqede ngik'fak' izinyo
Ngik'bek' endawen' yakho lokhu
Ng'kuphethe ngomdladlav'
Umthwalo kaTholakele
Bath' yi-Abnormal
Mabili amasango
K'khon' elokuya nelok'buya ekhaya kwanina kwaRadebe
Hlikihla Dobson'
[Pre-Chorus:]
Iqinis' alikh' emhlabeni
Nguwe lon' owenze kanjena kimi?
Iqinis'alikh' emhlabeni
Nguwe lon' owenze kanjena kimi?
[Chorus:]
Beng'kwethemba ngikuhlebela zonk' izinto
Beng'kwethemba ngikuxoxela zonke
Beng'kwethemba ngikuhlebela zonk' izinto
Beng'kwethemba ngikuxoxela zonke
[Post-Chorus:]
Ngeke ng'phinde ngenz' iphutha ngethemb' umuntu
Ngeke ng'phinde ngenz' iphutha
Ngeke ng'phinde ngenz' iphutha ngethemb' umuntu
Ngeke ng'phinde ngenz' iphutha
Nguwe lona owenze kanjena kimi?
Nguwe lona ong'hlinzel' ezibini?
[Reprise:]
(Konk' okuhl' ebeng' kwenzela kona)
(Aw'sakwazi)
(Sewukhumbul' okubi kodwa)
(Konk' okuhl' ebeng' kwenzela kona)
Yini eyashabalalisa ubuhle bami?
(Aw'sakwazi)
(Sewukhumbul' okubi kodwa)
(Konk' okuhl' ebeng' kwenzela kona
(Vel' umunt' unjalo)
Nemal' yam' sayidla nawe
(Konk' okuhl' ebeng'kwenzela kona)
(Aw'sakwaz')
(Sewukhumbul' okubi kodwa)
Nemal' yam' sayidla nawe
(Konk' okuhl' ebeng'kwenzela kona)
Yini eyashabalalisa ubuhle bami?
(Aw'sakwaz')
(Sewukhumbul' okubi kodwa)
(Konk' okuhl' ebeng'kwenzela kona)
(Vel' umunt' unjalo)
[Refrain:]
(Vel' umunt' uyajika)
(Kodwa ngang'ngaz' ukuthi naw' ungang'jikela)
Umunt' ulal' ephenduka
(Vel' umunt' uyajika)
Wajik' umuntu
(Kodwa ngang'ngaz' ukuthi naw' ungang'jikela)
Hhaw' umunt' ulal' ephenduka
(Vel' umunt' uyajika)
Wajik' umuntu
(Kodwa ngang'ngaz' ukuthi naw' ungang'jikela)
(Vel' umunt' uyajika)
(Kodwa ngang'ngaz' ukuthi naw' ungang'jike
Asibonge
Who's from skits by Sphe? 🙂
Sisonke... 🤟🤟
Siphe the best advisor 😂😂
😂😂😂☝️
Me too. What a tune. In new Zealand since 2014. Man, this makes me miss home.
I am...i heard it there
😂🎯
This track was released in great moments when life was just simple going to school and playing the whole day emakhaya (rural areas)and great now is this corona😭💔🌍
Ayohamba amaqhawe kosala izinongo lala ngoxolo Mandlanduna
siyakukhumbula Qhawe
Mfoka Molo mabili amasango kukhona elokungena nelokuphuma 🔥
HARDTOGETFIT here. Zofa iynsizwa kosal iybongo. Rest in peace we luthuli
Kuthi ngishiye kwasani ngibheke kwelakithi.. Phoke ngisemazweni
💞💕
Akumele uthembe umuntu ngoba umuntu uyajika; sohlale sikukhumbula qhawe
Skits by Sphe wayidala inkinga emhlabeni! 💯🔥🤣🤣🤣
😂
🤣😂
😂🤣
Bheki mfowethu siyaku khumbula sikhati sonke. Siyakubonga ngokucula kwako. Uhlaluse nhlizweni zethu. RIP
Legends
MADLANDUNA KOF'insizwa KOSALA IBONGO 🙇
I'm not fan of this type of music
But this one bafe2🤗❤
#Relate
#BeenThroughALot
Maybe you don't know your roots anyway you are free to feel white or whatever you want to be.
Wonkumunt uthand umculo awuthandayo it not ukuthi uzenza umlung manje kushuthi kumele uhambe ugqokisdwaba noma ungasithand ukuba wumzulu it not about liking umaskandi abantu abanjengawe abasidumisa kabi so fucking stereotypical
@@lettymelanin5104 maybe wena you have issues..
I love this song
This song reminds me of my late Dad🤍🕊️ Continue to rest Mthiya🙇🏾♀️
Rest In Peace, Mfo kaMbele. You brought nothing but love and happiness in my life. You introduced me to good musid, made me the most loved woman in the world. Gone too soon. Lala ngokthula Mphemba. Until we meet again.
Bengkwethemba ngikuhlebela Zonke izinto
Vele umuntu unjalo.....🤞🤞🤞
Ma Airtime brought me here.. ❤️
Ngizwe mchunu brought me here😊
lengoma laliyibhalile iqhawe impela
Ayohamba amaQhawe kodwa ngomfokaMolo ❤️lengoma🔥
Everytime ngilalela lengoma vele ngibe emotional😭
I am from Botswana,i do not understand anything,but its like the song is speaking to me
2021 m still here ♥️♥️♥️♥️♥️
2020 still here
💪💪💪💪💪inamandla Mbulazi. Iqiniso lodwa leli
Bhekumuzi madoda🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥
my gf got married behind my back than i came across this song in 2014 i started understanding the world how cruel are people.
2024 /03/09..tomorrow its my birthday but ngithe let me play ezamzukwana
Mina umcolo wakhe wonke ungikhumbuza malume wam kdala emakhaya if ku December sonke sibuyile azidlale zonke ingoma zakhe ewuthanda umculo wakhe.
Mina ngawazi ngomalume lomculo kabhekumuzi luthuli.
Nami kunjalo
The legend bo hamba kusale izibongo
Ayawulala machawe kusala tibongi
Bass guitar wow ... umfana ka Molo
Umfoka molo
❤🙏🏽 Ubab'Bhekumuzi wasishiyelani emhlabeni?!
maskandi will never be the same without mfoka luthuli
Iqinisa Alikhomhlabeni
Aww suka madoda lafe elihle kakhulu
AWUFILE KIMI ULELE MFO KA MOLO WAMUHLE MHLABA SESIHAMBA REST IN PEACE QHAWE
Nemali yami sayidla nawe.
Igagu leli , sohlala sikukhumbula mandlanduna
Mthandeni's friendzone
Kyogg
Awu lala qhawe
Washo umshibe madoda lalakahle qhawe lakithi
Nemali yami sayidla nawe😂😂😂
Who’s from Mthandeni Skits
hehehe...
King 👑 of maskndi
Yin eyashabalalisubuhle bami?.umunt lalephenduka. Konk okuhl be ngikwenzel a kon osakwaz sowukhumbulokubi kodwa 🤞
Angeke zaguga lezi
Naliqhawe kumaskandi
Phutha liyenzeka
Awu kodwa maKhumalo wami 💔
This song reminds me of my mother who died with food poison. She was poisoned by her best friend 💔
Jesus
Hope God will heal your heart cause that's the worst pain to experience
Aw suka madoda Maye kodwa umahlaba kawunoni
Why ingekho lengoma kuSpotify 💔😭?
Shikisha Dogzin
Aw umablukwe akamlingani mfoka molo
2022 still here
Whibi lelisojana
😂😂😂😂😂😂
ĹALA QHAWE KULUNGILE
King 👑 of maskndi
Ei nkosi yam