Ngizwe Mchunu - Echaza eyokuba yinkosi

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 5 ก.ย. 2024
  • Video provided by SelectedPictures for SelectAfricaTV Content :0713700268

ความคิดเห็น • 311

  • @ayandadlamini7982
    @ayandadlamini7982 4 ปีที่แล้ว +37

    Waze wanamanga uNgizwe masethi uTshatha akaliboni kuye! Uhubhuza elikabhejane. Tshatha usakaza engangingizi ndawo, ngazathi uyacula! Umdlula ngakho konke nje emsakazweni! Okujabulisayo futhi ukuthi uTshatha angeke amphendule njengoba esefuna ukuvuka ngegama laTshatha!

    • @siyabongazulu7446
      @siyabongazulu7446 4 ปีที่แล้ว +3

      iLevel uTshatha akuyona ayimvumeli nokuthi aphendule la, and uTshatha usehambe kakhulu.

    • @nsikozungu9710
      @nsikozungu9710 4 ปีที่แล้ว +3

      Na financial nje uyambona ubaba ungobe ukuthi ayyy uqedile, mina kodwa ngikhathazwa ilo mnfana wakwa Zulu, usemncane angmazi uncikelani ezindongen eziwayo engabe uzijwayeza notshatha abantu asebephumelele ayi imphuphe Lena,

    • @siyabongazulu7446
      @siyabongazulu7446 4 ปีที่แล้ว +4

      Nsiko Zungu lisho uliphinde, and uyambona ukuthi unalo ithalente kodwa uthamele umthunzi wesihlahla esingenazo izimpande and singawela kuye noma yinini 😢

    • @mxolisisifundomthalane7900
      @mxolisisifundomthalane7900 4 ปีที่แล้ว +1

      Usemuva kakhulu kuKhathide. Ukhathide uhamba yedwa. Udle ngokuthobeka

    • @nokuphiwazulu8034
      @nokuphiwazulu8034 4 ปีที่แล้ว

      @@nsikozungu9710 ngeke ukhathazeke njengami yeeeeey... 🤔

  • @mbuyisenimalambule5094
    @mbuyisenimalambule5094 4 ปีที่แล้ว +1

    magida ayishayeleh...ai siyakuzwa Chunu silazi igalelo lakho... ..ewu impakamoh yaz umuntu ivele imenze singabe singasamhloniphi

  • @phumelelethembie1762
    @phumelelethembie1762 4 ปีที่แล้ว +14

    Siyabonga inhlanzeko Mchunu kuhle koda ngeke uqhoshe ngokusakaza wawusakaza uhlelo olulodwa kungenjalo usebusuku kanti uNgobe ugijima yonkindawo angene khaxa wena Zulu ke shuthi awuzifiseli into enhle koda ke hlampe niyadlala

  • @prophetumcebodollar2148
    @prophetumcebodollar2148 4 ปีที่แล้ว +12

    Abany abathule! 😂💃✋ungizwe ingqwele

  • @siphamandlatem5932
    @siphamandlatem5932 4 ปีที่แล้ว +8

    Ngizwe akawuphenduli umbuzo. ubuzwa nge Radio yakhe yena uphendula ngendaba zikaTshatha

  • @mbothwemike4039
    @mbothwemike4039 4 ปีที่แล้ว +5

    Waaaaa umuzi omncane kanje kodwa umsakazi cha kahleni bo sona lesthembu silalaph la

    • @nhlonipholanganhlonipholag6558
      @nhlonipholanganhlonipholag6558 4 ปีที่แล้ว

      Ayi yabona ngiwumlandeli omkhulu katshata yabona lento oyishoyo ngo tshatha cha cha mft angihambisan ngempela nayo udlala umona nje wena

    • @siphosakhemthokozisi1569
      @siphosakhemthokozisi1569 4 ปีที่แล้ว

      Cha ikubo Lana and abakhosinkazi ahlala kowabo

  • @mthokomtetwa4503
    @mthokomtetwa4503 4 ปีที่แล้ว +19

    Inqondo ka ngizwe iphazamisekile 🤞

  • @mcsiemtetua1037
    @mcsiemtetua1037 4 ปีที่แล้ว +5

    Mmmm kushuthi nawe sisi Ngizwe unamanga ngoba phela wamshaya umkakho

  • @vusishelembe3991
    @vusishelembe3991 4 ปีที่แล้ว

    ngiyakuzwa Phakade kanti ngijatshuliswa nawukuzethemba kwakho

  • @wakabombo1924
    @wakabombo1924 4 ปีที่แล้ว

    Nake nalibona ibhinca elingazibizi ngengqwele kodwa. UTshatha ngicabanga ukuthi yinto ayilindele vele futhi mhlawumbe emhlekisayo le. Ukuzethemba nokugadla kuwumongo walempilo. Akahlanyi uNgizwe uyilento abayiyona bonke. Ukuthi nje kuye siyashoda isisoka.

  • @mshozasiyanda6303
    @mshozasiyanda6303 4 ปีที่แล้ว +1

    😭😭😭sakhala mfethu,ukhozi liyizinja,asalaleli u khozi,lokhu wahamba,ziyabhora le ntabane ekhona ziyalalisa Uma ulala ukhz sephelil am wrnng emsebenzn ngendaba zabo

  • @sibusisombatha2805
    @sibusisombatha2805 4 ปีที่แล้ว +2

    Cha kokunye mina ngiyavumelana noNgizwe, ikakhulukazi okokwenza izikhumbuzo zamaqhawe ebesiwathanda kumanje kunabadla ngegama lika Mgqumeni kodwa abanendaba nomndeni wakhe ukuthi uphila kanjani.

  • @nomzamomaseko3291
    @nomzamomaseko3291 4 ปีที่แล้ว +7

    Ungizwe useyagula njalo ngempela madoda
    Utshatha yinkunzi nje finish

  • @mondlimnguni5991
    @mondlimnguni5991 4 ปีที่แล้ว +1

    Mmmmh uNgizwe uphazamisekile ngempela wayengenjena. bheka umsamo baba kuyonakala

  • @davidkhumalo7162
    @davidkhumalo7162 4 ปีที่แล้ว +3

    Yhaa,whe ndlala uyinkinga ngempela uNgizwe usephuphe kanje kant nguban owthakatha lomfoe amsize boh nagu ehlanya boh ..ufuna nje ukwenza imali

    • @khethelolinda7871
      @khethelolinda7871 4 ปีที่แล้ว

      lool im sure sewashona owathakatha uNgizwe

  • @mcsiemtetua1037
    @mcsiemtetua1037 4 ปีที่แล้ว +8

    Engathi uMfoka Ngobe angavele angakuphenduli Slima,uthi waqhatha izinsiswa uyanya waba ixoki

  • @senzogumbi4418
    @senzogumbi4418 4 ปีที่แล้ว +2

    Ngaze ngadineka ngenkulumo yakho Ngizwe,ikhombis ukwehluleke empilweni

  • @mzamosibiya99
    @mzamosibiya99 4 ปีที่แล้ว +14

    Ukuba nje Macingwane uvele wasiyeka nje isiNgisi wagxila kuMageba.

  • @mqondisifakazi7012
    @mqondisifakazi7012 4 ปีที่แล้ว +3

    senimzonda kanjer uNgizwe nina!😂😂ay washintsh'uguluva!

  • @alexbhebhe456
    @alexbhebhe456 4 ปีที่แล้ว +1

    Ayi ngiyamvuma uMchunu ngiyamazi akafuniseli kwakushoyo yithina esimaziyo uyilomuntu ozimelayo ukhona kuyo yonke into bangaphika abangamazi ophikayo akaveze elakhe iciko silibone unzima Mchunu

    • @mzwandileclifford7605
      @mzwandileclifford7605 4 ปีที่แล้ว

      Utshatha uyohlezi ephezukwabobonke abasakazi,ngoba nasokhozini uye nodudu Khoza izinkunzi zokhozi.manje uzozbulala lo ebona imisebenzi yespheshethwa.njengobani babazani haaa angaysukeli,insizwa insizwake leya umfoka Ngobe

    • @mzwandileclifford7605
      @mzwandileclifford7605 4 ปีที่แล้ว

      Wenzanjena nje ungizwe ujaha utshatha ngebhadi ngeke amthole,ukuba wayengekho utshatha ubhodloza wayengeke ayeke kusgiya ngengoma.uTshatha inkosi yabasakazi,futhi uyinkosi yamabhinca,wena uyinkosi yomona nje

  • @nkosinathimhlungu6401
    @nkosinathimhlungu6401 4 ปีที่แล้ว +1

    Ay cha umona udlala ngomfoka mchunu, ufuna udumo nje olungekho!! Gedeee

  • @bonganincube6762
    @bonganincube6762 4 ปีที่แล้ว +4

    Indoda yamafayela🙋‍♂️

  • @simthembilentuli8413
    @simthembilentuli8413 4 ปีที่แล้ว +7

    Macingwane Nyanda yemikhonto🙌🙌😂

  • @khulekanimanqele5257
    @khulekanimanqele5257 3 ปีที่แล้ว

    Wafundiswa uTshatha, ufike muva okhozini FM naku maskandi kuno Makhathakhatha, ungakhohlisa izingane

  • @mesenkosiyeth1695
    @mesenkosiyeth1695 4 ปีที่แล้ว

    Awuyona inkosi yabasakazi khohlwa awazi luth ngokusakaz khohlwa inkosiyabasakazi utshath

  • @simangelegumede3922
    @simangelegumede3922 4 ปีที่แล้ว +3

    Mmmmh uloyiwe bafwethu lomjita yazi udinga imithandazo uNkukunkulu amkhumbule aphile

  • @njabulonzimande4433
    @njabulonzimande4433 4 ปีที่แล้ว +5

    Umona uyahlanyisa 🤞🏽🤞🏽

  • @siyandakhanyile6579
    @siyandakhanyile6579 4 ปีที่แล้ว +8

    I'm very "Innovated" ..."innovative"

    • @khethelolinda7871
      @khethelolinda7871 4 ปีที่แล้ว

      imagine, and he's busy thinking he's better than Tshatha. He's so childish he needs to grow

  • @umgobhozotv
    @umgobhozotv 4 ปีที่แล้ว +5

    Uphundulekile umacingwane akwilo iqiniso ukuthi uBhekumuzi Luthuli wawela ezandleni zakhe uBhekumuzi uvelele emculweni cishe kwaMacingwane ubesafunda isikole .

    • @ndumisotwala5197
      @ndumisotwala5197 4 ปีที่แล้ว

      Leyo nami ngyayazi ,umfokaMolo ngiqale ukumlandela ngo1989 ethi
      Okunyusho mudlala kodwuthangimyekekanjani ngoba ngiyamthanda
      Ngoba mina ngiyamthanda ngoba mina ngiyamfuna

    • @umgobhozotv
      @umgobhozotv 4 ปีที่แล้ว

      @@ndumisotwala5197 umacingwane lapho wayengakaziwa kwakukwaziwa nje endimeni kamaskand, nginesiqiniseko wayefunda ngoba uNgizwe owama80s

  • @philanihlabisa2381
    @philanihlabisa2381 4 ปีที่แล้ว +3

    Angisaqondi noma insangu noma isiqatha esisanganiza lendoda engumahlalela ozenza osebenzayo.

  • @mthokowelza1839
    @mthokowelza1839 4 ปีที่แล้ว +5

    Umkhulu 3 second wamgqilaza ngempela uNgizwe

  • @mlungisimasikane5673
    @mlungisimasikane5673 4 ปีที่แล้ว +1

    uyasazi isimo sami Dankie MACINGWANE

  • @stea4ever489
    @stea4ever489 4 ปีที่แล้ว +1

    Omunyeke uNgizwe lona, usevele waguquka waba umuntu engingamazi nhlobo, uyaziphoxa emphakathini.

  • @mqondisifakazi7012
    @mqondisifakazi7012 4 ปีที่แล้ว +2

    uKhathide mekhulum ebhekise kuNgizwe,nithula nithi nyaaa!make kwakhulum uNgizwe nikhala nonka,ayboooo!anisxolele booo azphendulele uNgizwe

  • @umgosiwasenatal1
    @umgosiwasenatal1 4 ปีที่แล้ว +15

    Ongizwe sebeyasangana

    • @smisombambo2309
      @smisombambo2309 4 ปีที่แล้ว

      Seyagula ngempela

    • @khulekaninene2856
      @khulekaninene2856 4 ปีที่แล้ว

      😂 😂 😂

    • @bonganincube6762
      @bonganincube6762 4 ปีที่แล้ว

      Wath yena uhlanya olugqok isudu alulaphek kfanele lukhumule luhambe nqunu ukuze Luthol usizo,😂🤣

  • @nokuthulasiphesihle491
    @nokuthulasiphesihle491 4 ปีที่แล้ว +11

    Akuve uyiClown weNgizwe...ever since uqalile ukkhuluma ngphelile insini😂😂😂😂😂😂😂😂 uyathandeka kodwa mfokaMchunu

    • @siphiwethabisombhele868
      @siphiwethabisombhele868 4 ปีที่แล้ว +1

      loool simbuka kanyekanye 😂 uyahlekisa

    • @nokuthulasiphesihle491
      @nokuthulasiphesihle491 4 ปีที่แล้ว

      @@siphiwethabisombhele868 😂😂😂😂😂😂 abamyeke uhamba yedwa kwelok'hlekisa

    • @khulethandazani5955
      @khulethandazani5955 4 ปีที่แล้ว

      😂😂😂 useyahlanya lento

    • @jenguthabani6807
      @jenguthabani6807 4 ปีที่แล้ว

      @@khulethandazani5955 nonke nifana naye niyahlanya.same WhatsApp group

    • @ntuthukoprince4996
      @ntuthukoprince4996 4 ปีที่แล้ว

      @@jenguthabani6807 😃

  • @minenhleshozi7275
    @minenhleshozi7275 3 ปีที่แล้ว

    Ayi nkunzi mfoka MCHUNU seningamzonda nje unamagalelo amakhulu esintwini sethu nakumculo kamasikandi

  • @mangamahlemedia2978
    @mangamahlemedia2978 4 ปีที่แล้ว +9

    ngithi Mlume sngisi .. Yaz savele samtalabha isiNgisi

  • @sphamandlasphamandla5042
    @sphamandlasphamandla5042 4 ปีที่แล้ว +1

    Wen uyaykhuluma into engabuziwe lokho sekukudelel isigcwagcwa lokho nja ndin

  • @letschill3259
    @letschill3259 4 ปีที่แล้ว

    u NGIZWE akekho ryt udinga uDOKOTELA

  • @mlamulinxumalo2792
    @mlamulinxumalo2792 3 ปีที่แล้ว

    Baba Mchunu umenje!

  • @drq1323
    @drq1323 4 ปีที่แล้ว +7

    ngithanda ukuzethemba kwalensizwa. ishinga leli

  • @sbusisomanqele1389
    @sbusisomanqele1389 4 ปีที่แล้ว

    Aw aicha ukhona nangumuntu ngokuziphakamisa yaz mawumlalelisisa ugcin esesolisa ukuthi ikhoninkinga kulelikhanda alokh elishintsha izigqoko. Wenamfanuphetheni ngizwangyakudabukela ngoba usondelene neqaqa imsebenzi uyoyizwangendaba ngikutshele uzobona ungasaqashwa emicimbini kant usuthelelwe nguye lo

  • @nsikozungu9710
    @nsikozungu9710 4 ปีที่แล้ว +6

    Lomnfana Kade althanda udumo even nase University wayenjena, kodwa yekanike u kubheda phuman kutshatha, wena zulu Musa ukuba I sdomu don't burn your bridges, u busy uthi ukhozi iskhondlakhondla kodwa ugxeka umuntu ongase umfice esewu mphathi lapha, uzoqashwa kanjan think ahead ungaphiki nabantu asebe moshe iksasa labo

  • @carrasmafashion1412
    @carrasmafashion1412 4 ปีที่แล้ว +6

    Umdlalo omuhle mawqhubeke makwedini😂😂 ingcweka no Khathide lenkabi, ayilwi...

  • @mpumelelonaizah3819
    @mpumelelonaizah3819 4 ปีที่แล้ว +2

    Siyam disown(a) lona koMacingwane, uMr Innovated..

  • @sicelongobese5264
    @sicelongobese5264 3 ปีที่แล้ว

    Ngibona I talent ku mfanaphetheni

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 4 ปีที่แล้ว +1

    Siyawabonga amagalelo akho Macingwane kodwa uthi ufundiswe inhlonipho kodwa dololo kazi bathini abantwana bakho nabafazi bakho uma ulokhu ukhuluma kanje Proverbs 12:18,Proverbs 10:21,Proverbs 16:24,Colossians 4:6,James 3:2-6.

  • @chiefwiimadeit2303
    @chiefwiimadeit2303 4 ปีที่แล้ว

    Uyazincoma kanti kumaskandi ubulanda izindaba mina ngokwami uyakuhlula uTshatha ngkusakaza wena wande ngomlomo njengephiyoyo

  • @mildredwilliams5544
    @mildredwilliams5544 4 ปีที่แล้ว

    Qhubekani zingane zeningizimu Africa.

  • @nratengmotloung7581
    @nratengmotloung7581 4 ปีที่แล้ว

    Thank u Ngizwe uryt angithi utshatha no zimdollar badelela istation sakhe uryt ungizwe ngiyamthanda mina iqiso. Akasiyeke uTshatha ngamabhiybheli lol

  • @khumbulanihopo3858
    @khumbulanihopo3858 4 ปีที่แล้ว

    Cha bakithi ungizwe udinga usizo oluphuthumayo,useyahlanya lona

  • @mfundomagubane6565
    @mfundomagubane6565 4 ปีที่แล้ว

    Mancingwane inkosi yamasikande ngiyabathanda benoTshatha

  • @sinethembamchubulo8717
    @sinethembamchubulo8717 4 ปีที่แล้ว

    Sisidididi esi siwu Ngizwe

  • @musamusa246
    @musamusa246 4 ปีที่แล้ว

    Igiya ishayele ihlombe lendoda baphi abangakubo

  • @khanyisansphiwe637
    @khanyisansphiwe637 4 ปีที่แล้ว +3

    Danki mfoka mchunu ngyathanda kuleyo ndawo

  • @agnesmasondo7995
    @agnesmasondo7995 4 ปีที่แล้ว

    Waze waziphoxa ngizwe kodwa umdala kangaka ngalento yenzayo uzehlisa isthunzi mpela nje usuku Tshathake manje umuntu owaganga ngawe akakakutholi ukuphumula ma upoka kangaka ungakafi kobanjani usufile mchunu yebukela nyanda yemkhonto ukuthi kwaphela ngawe msakazweni ndoda musu kubonda kangaka phuma Ku khathide phumanje uphele mchunu

  • @injebomvubiyela1316
    @injebomvubiyela1316 4 ปีที่แล้ว +8

    Kanti lenkulumo ibheke Ku Tshatha noma bekuxoxwa ngempilo yakhe uNgizwe , hhay madoda akekho umuntu ongafica uTshatha ngokusakaza akangingizi uyiphiwe lento uNgizwe akayeke ukudlela uTshatha umona usekubona nini konke lokhu okubi ngoTshatha ,uTshatha umsakazi okade ehlabana ngeke ulunge Macingwana bhenga nje emswanini kodwa iqiniso uyalazi uyingane wafikela kuye nasemsakazweni

  • @sanelehlongwane8466
    @sanelehlongwane8466 4 ปีที่แล้ว +9

    Kodwa izigqoko ezimbili ngesikhathi asisodwa kwenzakalani 😂😂😂😂😂

  • @glorifygumede7275
    @glorifygumede7275 4 ปีที่แล้ว

    Mchunu is sarcastic and kunzima ukumlandela mawumthatha serious

  • @juniorgcabashe4707
    @juniorgcabashe4707 4 ปีที่แล้ว +1

    lomjita ngyamthanda he knows how to make money

  • @sithethembamathubesizweumg7635
    @sithethembamathubesizweumg7635 4 ปีที่แล้ว +5

    Alikho isoka elingena sici Macingwane qhubeka nemisebenzi emihle unganaki izimfamona. Ngiwuthandile umlayezo wakho ekugcineni mawuthi amadoda awabe neqiniso. Umuntu wesifazane akashaywa ikhona induku ashaywa ngayo ayi indaba yembazo. Phambili ngobubhinca phambili

  • @kwazisphamandla8657
    @kwazisphamandla8657 4 ปีที่แล้ว +1

    Ungicasula esethi wayetolikela utshatha.....ay futh lenja

  • @sbonginkosimalinga3708
    @sbonginkosimalinga3708 4 ปีที่แล้ว +4

    Nice conversation bafwethu

  • @mpunyelaqedinqino7494
    @mpunyelaqedinqino7494 4 ปีที่แล้ว

    Khuphuka phakade wena wasengonyameni inganwa madoda president wabasakazi wena up macingwane

  • @sanelisiwemaphumulo8523
    @sanelisiwemaphumulo8523 4 ปีที่แล้ว

    Wena uzokwenza singakuhloniphi siyisizwe kant umdala mungaka nalezigqoko zakho mhlamp izona ezikukhulumisa kangaka nangendlela ochoma ngayo umhlaba lo uyahlonishwa

  • @mfundomagubane6565
    @mfundomagubane6565 3 ปีที่แล้ว

    Aze amahle amagalelo kaNgizwe Mchunu njengobani osakwazi ukukhumbula izingane zeMbova??

  • @cyrilmsizidlamini6974
    @cyrilmsizidlamini6974 4 ปีที่แล้ว

    Ungenaphi uTshatha lapho, kungani umbula itshe lebhuva kuphela cabangele nesingane zakhe kuphela kwakuqala ngaye yini ukushona emculweni.

  • @sokesibonengubane502
    @sokesibonengubane502 4 ปีที่แล้ว

    Ai ngizwe awuliboni kukhathide nkunzi, wawuhluleka noma usasakaza nayo, n nkinga yakho u compete nabanye awuphili impilo yingakho waphuma nasemsakazweni, ungenzi into ngoba ufuna ukubukekwa

  • @mphorubens9467
    @mphorubens9467 4 ปีที่แล้ว +6

    4th industrial revolution.....washo Ngizwe 😅😅😅

  • @nhlanhlamanana4739
    @nhlanhlamanana4739 4 ปีที่แล้ว +1

    Siyala kodwa isingisi

  • @mhlubulokhumalo4305
    @mhlubulokhumalo4305 3 ปีที่แล้ว

    Awkodwa ngizwe !! Uynsizwa mnewethu

  • @bonganemanyoni1511
    @bonganemanyoni1511 4 ปีที่แล้ว +1

    Suzan mina , Nangu umfana negama e -emerger bo😂😂😂

  • @sbusisolawrence976
    @sbusisolawrence976 4 ปีที่แล้ว +16

    There was no need to put Ngobe enkulumeni yakho ,ngeke vele aphendulane nawe uyasebenza uTshatha kunemigomo okumele aylandele ,asbonge.

    • @Mthomilk
      @Mthomilk 3 ปีที่แล้ว

      I'm sure maybe bavumelene ukuthi uzoncokola ngaye kule interview... coz really uyazi naye uNgizwe ukuthi ukhala ngaphansi ku Ngobe ngokusakaza... don't take it personal.

  • @melusinyathi6494
    @melusinyathi6494 3 ปีที่แล้ว +1

    UYINDODA MACINGWANE ALIKHO ELINGENASICI NOMA ZIKUGWEDLA QINA SOSHA

  • @justicenyandeni7284
    @justicenyandeni7284 4 ปีที่แล้ว

    Mina ngiyakubongela kakhulu Ngizwe ngomsebenzi omuhle owenzayo ezweni lakithi.
    Yekela ukukhuluma ngoKhathide ngoba lokho akuzwakali kahle(uNgobe isihlabani emsakazweni)
    Isilungu masisetshenziswe noma sikhulunywe makufanele,akusilo ulimi lwethu,sizogcina sibheda kumabonakude,bheka nje uma sesithi"solution will be resolved",kulihlazo bafwethu.
    Siyanithanda nonke basakazi,zibhekeni nihloniphane ningahlambalazani!!!!

  • @noziphobule3580
    @noziphobule3580 3 ปีที่แล้ว

    Ikazi ungenaphi uKhathide ebunsiweni bakho🤔 Koda kuning esikufundil kuwe Mchunu

  • @pennymudau4365
    @pennymudau4365 4 ปีที่แล้ว

    Awume wengizwe ngeke nje Ufike kutshatha wena nje inhlonipho ayikho nje lakuwe uyazihlaza shem indoda ekhuluma njengomfazi .wena konke lokhu okubalayo kushokuthi bewufuna kubukwa usakaza kumuphi umsakazo sizokuzama sikubukeleke wena nje unedimoni you need fire Lego radio yakho uyoyibheka nabantwabakho ngubani othe uyabehlula.awuyonciphisa lekhala

  • @lindamkhululi4961
    @lindamkhululi4961 4 ปีที่แล้ว +1

    Injalo nje Nyanda yemkhonto lento🔥

  • @musalindelano343
    @musalindelano343 4 ปีที่แล้ว

    Uyindoda ngizwe 🙌🙌🙌

  • @LOCAL_MB-TV1
    @LOCAL_MB-TV1 4 ปีที่แล้ว +9

    Cha mfokaMchunu amampunge kuthi wakhulisa umfokaMolo nomfokaNumber4 kahle kahle unamanga wena👉

  • @umgungundlovuregion3737
    @umgungundlovuregion3737 4 ปีที่แล้ว

    Udinga umeluleki wengqondo Ngizwe ngingaze ngibize uKhuzane akutshele ezakho

  • @mxolisimxo4334
    @mxolisimxo4334 4 ปีที่แล้ว

    Ungenhla utshatha kuwe. Yeka umsangano baba. Wena wehlulwa nayimpolompolo

  • @nyamelamabuza3671
    @nyamelamabuza3671 4 ปีที่แล้ว +2

    From Maputo kwelika Matfonga nemaShangane
    Khuphuka Mfoka 2×Man

  • @mhlem.g7210
    @mhlem.g7210 4 ปีที่แล้ว +2

    Ey lomuntu unamanga yoooooh!

  • @senzonxumalo8029
    @senzonxumalo8029 4 ปีที่แล้ว

    Uyaludinga usizo Macingwane

  • @senamilehadebe2311
    @senamilehadebe2311 4 ปีที่แล้ว +3

    Isono yaz ngongizwe😥

  • @cindyzulu8711
    @cindyzulu8711 4 ปีที่แล้ว +1

    Manje njengoba uzobhixa uTshatha Lana isono izindondo zakhe cha ubitter

  • @zodwadlamini4213
    @zodwadlamini4213 4 ปีที่แล้ว +3

    Cingwane

  • @niphohmichael3307
    @niphohmichael3307 4 ปีที่แล้ว +14

    Wagqilaza impela uDr 3 sec lana uyagula ekhanda lo

    • @ba-kasbongiseninombalizabayeki
      @ba-kasbongiseninombalizabayeki 4 ปีที่แล้ว

      Kwaaaaaaaaaaaaa😂😂😂😂😂😂😂😫😫😫😭😭😭😭

    • @bonganincube6762
      @bonganincube6762 4 ปีที่แล้ว +1

      @@ba-kasbongiseninombalizabayeki awwuuu Khambule uyaphila bhuti🙋‍♂️🙋‍♂️🤣🤣🤣

    • @ba-kasbongiseninombalizabayeki
      @ba-kasbongiseninombalizabayeki 4 ปีที่แล้ว

      @@bonganincube6762 qhaweee lami mehlo madalaaaa manii ukahle

    • @bonganincube6762
      @bonganincube6762 4 ปีที่แล้ว +1

      @@ba-kasbongiseninombalizabayeki ngkahle kakhulu mfanomdala... 🤣 ithin lendoda yeygqok'eymbili 🤣😂 umqondo usasebenza kahle noma...

    • @ba-kasbongiseninombalizabayeki
      @ba-kasbongiseninombalizabayeki 4 ปีที่แล้ว

      @@bonganincube6762 kwaaaaaaa eyii iyabhibhidlaaa lendoda bat u3 secs wayqgilaz

  • @mpilisosiyabongakhumalo2178
    @mpilisosiyabongakhumalo2178 4 ปีที่แล้ว +1

    Kuyeke lokhu kwe Bhayibhili kkkkk kwaaaaa siyamazi unsukuzokugcina kkkkkk

  • @077mfundongcobo2
    @077mfundongcobo2 4 ปีที่แล้ว +10

    we don't resolve the solution.....we resolve the issue (Ngizwe) 😂😂😂😂 lokh zenz munt owaz sngisi

    • @lindokuhlembutho819
      @lindokuhlembutho819 4 ปีที่แล้ว

      " automatically the solution will be resolved " thatha Ngizwe🤣🤣🙌

  • @africanseventhdayadventist630
    @africanseventhdayadventist630 4 ปีที่แล้ว

    Fusegi Ngizwe labaculi obabalayo bacula wena usadla amafinyila abakhuliswanga uwena

  • @scelombatha2764
    @scelombatha2764 4 ปีที่แล้ว

    Cha u Ngizwe uyena owasukela omunye sengyabona manje.

  • @sphamandlasphamandla5042
    @sphamandlasphamandla5042 4 ปีที่แล้ว

    Ngizw is the jolousy guy

  • @nkululekoshoba4034
    @nkululekoshoba4034 4 ปีที่แล้ว +7

    Yaze yayinhle into yenu bafwethu, konke okuhle

  • @phumzah5755
    @phumzah5755 4 ปีที่แล้ว +2

    Uyagula lo. Sengihleke kubuhlungu isisu🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣

  • @thulanimfana5108
    @thulanimfana5108 4 ปีที่แล้ว +1

    Waphupha dlothovu madoda yeeey

  • @zakhelenkosi2928
    @zakhelenkosi2928 4 ปีที่แล้ว

    Ulungile aziphuphele ubhuti uNgizwe wayeka uNgobe ngoba ngeke alunge lapha

  • @siyabongalushozi4494
    @siyabongalushozi4494 4 ปีที่แล้ว

    Kodwa Ngizwe nkosiyam ai okwehlela wena ai