Imibuzo ngoba iyakubalekela ncono uyibhale ephepheni eceleni. Imibuzo ekhonzwe ukubuzwa kakhulu abantu Ku Social media yamaciko. Uma iciko liveza I information entsha ngena kuyobleyo information and get as much info as possible...
ISCELO BENGINESCELO KENISILETHELE U NJENCANE EHAMBA NO SXHOBO MPUNGOSE FOR AMAGEZA BESE KUTHI NGAPHA FOR IBHOVA KUZE SHOBENI NO DSD OR SHILISI SISAFUNA KWAZI KABANZI NJE NGALOYAMDLALO OWAWUMNANDI WEBHOVA NAMAGEZA
SESINGANIDLELA NJE UMONA BAFANA ABADALA NIYABEHLULA OMASKANDI🔥🔥🔥💯
Itheeeeeeeene Mngani...Ay suka Uyacula Mzukulu🥳🌹💕🎈❤️
Nami ngyayithanda esh
Amaqhawe engiwathanda kakhulu ♥️♥️♥️khuphukani lhawo
Angifuni ukungasho eyiii bazithobile obhuti beminye imizi #umzukulu & GSG abaziphakamise labobhuti njengabanye🤣🤣. Yaze yanhle Interview asbonge
Scebi🙌🙌🙌
This is my favorite podcast
Icala lomjolo....Khuphukani Maqhawe Imnandi lento yenu❤️🎈💕🌹
Mzukulu No Scebi IQuality yabaculi🙌❤️
Nayoooooooke le Keyboard 🎹 bengiyfuna...Iyona nje engsuke ngiyngenele la❤️❤️❤️❤️❤️❤️🔆🥳🥳🌹🥳💕🥳🌹🥳🌹🥳
😂😂😂Nam ngsuke ngfuna yona
AY IYASHO YONA
Khuphuka Scebi nomzukulu ngyanizwa bafana bakity🔥
Li..Clean izwi lika Mzukulu...Khuphuka mfo Zuluu!!!sawubona Scebi ....Mr Heats
Best interview since umbuso wamaciko waqala 🤗
Ngiyavuma
Nicula kahle bafoweth big up Mzukulu neNkosi yamagcokama mina yazidlala ingoma zenu strong futh
Kukhona oselele lapho e studio uzwakala ehonqa uma sekuvalelisa Inkosi Yamagcokama... 😆 🤣 😂
Inkosi yamagcokama aw! Nkabiyami ♥️
Mzukulu & Nkosiyamagcokama nase Phoenix niyathandwa guys🥰🥰
Ayiii niyashayaa bafwethuu ngekee up lapha bafana bakithii 🤝🤝🤝
Aaaah suka iyiquality ivoice yaMzukulu yazi leliphimbo lalensizwa lihamba ngendlela eyodwa alehli alinyuki Lima njeee endaweni eyodwa Up lapho 🤝
Bigup Mzukulu aka Scebi, ngiyawuthanda umoya elinawo nokuhlonipha eniyikho khona niryt vele ukutalabhana kunomthelela omubi nokukhulumana amanga. Siyabonga ngoba nina anikho kuleyogame embi...Igoli lonke liphakeme ngani bafwethu niyibambe kanjalo
Mzukulu uyayishaya ingoma👍
Nkosiyamagcoka uza kahle kakhulu
The quality of these artists is unmatched!!!
Mzukulu, ikhono likhulu. Bengilalele le ye EP "Phendula" ethi Sanibonani.
Muhle umsebenzi ndoda. Ake ungasheshi ukusishiya kuMaskandi
Best interview, labafethu bayahlonipha njalo bazothobile kakhulu.
Mzukulu mfwetu AKEKHO UMUNTU oyokwendlula ngokwami uyinkosi yomaskandi ingoma okuyo iyashisha bhe uyighost mzukulu ngiwukhonzile kakhulu umculo wakho
Umasuku Lona onamathekisi amaningi
Aw kodwa mzukulu ungenza ngizizw ngiwumzul ngokuphele💃💃
Inkosyamagcokama noMzukulu nice interview.... 🔥🙌🙌🤘
Andinguye umZulu kodwa umculo wakwaZulu ndiyawuthanda kakhulu ngenxa yenu bafowethu ningayeki🤞✊
Daaaaaaankie Scebi 😂😂😂😂🤣🤣🤣💕🎈❤️❤️💕💕🎈
Alikho ivila lase Lawini
Base beculiswa kangaka ibingasekho yin imibuzo okanye beningayihlelile le interview
Yayimnandi le interview khuphuka Mzukulu nomkhaya wami Scebi 💕💖
Itheeeeeeeeeene bo!.... Kodwa Mzukulu😍😍♥️❤️🥰
nice interview
Ismilo ku Mzukulu kuyasho ukuthi uphuma ekhaya Qhawe
Khuphuka Nkosi yamagcokama
Ayi cha uyawushaya u live uMzukulu🔥🔥🔥
The reasoning capacity yenu bafana bami👌engathi UNkulunkulu anganikhulisa njalo.
Ngyabonga🙏
Wayshaya Scabi Mfanomncane 🎈❤️🎈💓❤️❤️🎈🎈❤️❤️
Ingathi ningayibamba lapho bafowethu ngihamba nani mina up lapho maqhawe
My last Dec ivula laselawini👌👌uyazibona lezinsizwa zifundisekile🤝🤝🤝
Bawushaya uLiveee uyayizwa iKeyboard sukaaa🔥🔥🔥🔥🙌🙌🙌
Scebi performances 🔥🔥
Mzukulu Umculi Wangampela pure talent.. Futh ke uyakude nomculo Lomfana
Esikhathini esiningi siyagxeka kodwa namuhla ntokazi ngikupha ama flowers akho. Ulubambe kahle uhlelo, kumnandi nje
What a support bafoweth.....niyangigeza💗
Spirit saMzukulu ne Nkosi yamagcokama yasithanda🤞👏👏👏👏👏👏👏👏👏🥰
Gijimani lapho ngiyanizwa🔥🔥🔥🔥
Ngyaniva yeboBhuti bami Niyayenta Lentfo,Mine Ngicela tiNombolo tenu Ngifuna Ningsite ngfuna kuyenta Nami Lentfo yekuhlabela
Khuphuka lapho mnethu, utoya etulu. Utotithola tinombolo tabo🙌🙌💯
Laba abathi udumakahle udlula inkosi yamagcokama ngengoma ababykele le-interview khona bezobona ukuthi inkosiyamagcokama iyayishaya ingoma
Umaphathefika unzima kanjan mfethu akafaniseki naciko elikhona endimeni njengamanje ungamfanisa naloni bhova
@@tshepangmayuyu1861 ngimufanise nebhova njengoba edlulwa amavukani olimiti nomjolisi .inkosi yamagcokama izingoma zayo zihlukile futhi zithumela umyalezo
Imibuzo ngoba iyakubalekela ncono uyibhale ephepheni eceleni. Imibuzo ekhonzwe ukubuzwa kakhulu abantu Ku Social media yamaciko. Uma iciko liveza I information entsha ngena kuyobleyo information and get as much info as possible...
Khuphuka wethu, fusege Mami ungangenzi isilima mina
Wemzukulu!
Khuphuka lapho scebi ft mzukulu 🤩🤩🤩🤩🤩
Dankie mzukulu Mkhaya wami 🙌🙌
Akusanganwa sdalo la
Umbuso wamaciko🔥🔥🙌🙌🙌🙌
The best interview ever
Yewena 🙄
@@mrmabuza1876 uyangilandela
@@kusaselihleproduction 😂😂😂
20:56, 🙌😂😂💯🥇isegazini lento eyakithi KwaZulu
Mzukulu♥️♥️🥰🥰
But sound yenu iyabheda uyaphoxa Gezani lungisani hau, shukuthi nje nina niyizwa ikahle?
Laba abayenzi I sound check before bangene emoyeni. Ne camera yabo ikhipha umuntu ngisho ezinwaya ekopa amafinyila.
Best interview
Sorry can you tell this guys to work together 1 song yoh ndiyawathanda bobini
Nice 1
Mzukulu & Scebi
ucula kahle mzukulu mfana❤❤❤uligagu nkabiyami
big up mfokazulu uyakwazukbhala💪
Easily the best interview thus far🙌🏽🔥
Scebi is one of the best endimeni.
Ngiyakuvuma mfowakithi wena oshayela uMzukulu intambo👌
Uyathinta ay uthinta impela lo mfo
Nabo cameraman abadonsa izikhwehlela ai...
Ay kahle ulwazi awunalo. UCamera man akayifaki njena iMic. Abantu abafake ama mic ilabo obabonayo nje.
UMzukulu upotozwa nawumpathi wohlelo. Still Mele sibuke lekho nathi. Nalomfo odlala I sound akavezwa akethulwa. Uvalelwa ngaphandle. Besekuba ilocc obuza umbuzo owodwa awubuze ngezindlela ezinthathu ezahlukene. Aphinde ahleke iciko lisaphendula. Awsezwa nje iciko lithini uyaphazamisa locc Kanti loluhlelo siyaluthanda
ayi mfokadlamini uyinkunzi ngyavuma👏
Ngsacela uMzukulu asishayele usabaThile
Yaze yamnandi into sicela ingoma yenu nobabili maqhawe🥰
Khuphuka Dlamini lam ndingumntu omdala mntana Dabsy uAunty ngesikini mfanam ndihamba nawe
Ayii uyakhuphuka scebi❤🎉
Dankoh mfana kamshazi ❤
ayi mtwana ❤🔥❤🔥❤🔥❤🔥❤🔥❤🔥
KOMELE NIQASHE UKHAYO NYANDENI EZONIDLALELA I-KEYBOARD LAPHANA EGMZ IZWAKALA KAMNANDI I-KEYBOARD EDLALWA UYENA🙏
Uyabeka mzukulu into yakho izimpendulo zakho zi clean
Kanti umuntu ohleli edlala ikeyboard ubeyephi ngoba lowu ibimhlula njee wenza lengoma zingazwakali scela kudlale abantu abayaziyo into yabo please
Khuphuka VEZIMANZI ELIHLE 🤦♂️🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥♥️♥️♥️
Scebi all the way from EC
Mzukuluuuuu🙌
Very important ker lanto yokkwaz ukudlal isgingci as uMaskandi
Scebi khuphuka ft2 ncela udlale lengoma ethi Home alone🥰ncela uval ngayo nje plzz
sibalukhulu wami 🔥❤️
guys please improve your sound quality...you can do better
kuhlangene ama qhawe Ami🔥
Mzukulwanoo🎉❤
Nongawuthandi umbuso wamaciko uyoze awuthande😎
Inhle lento yethu ❤️❤️❤️
Ngaze nganithanda🥰🥰
Khuphuma mfoka sibalukhulu i love u work bhuti
Scebi💖💖💖💖🤞🔥🔥🥰
Uncishelweni ulive inkosi yamagcokama kwih mpucuzeko
Live ukhethobhululu🤣🤣
And engawudlala u live u NkosiyamaGcomaka nomzukulu engawudlala naye futhi..both are my favorite artists
Ayitshe ingoma Nami ngiyivuma ngiphansi leeeee kwantaba zikhala amanzi kwamthwakazi ezim etsholotsho isgodi
Ay I keyboad yethu namuhla Angyizwa kahle aynayo lento....uphi lo ohlale eyshaya
Mzukulu uyi gost mfana
ISCELO
BENGINESCELO KENISILETHELE U NJENCANE EHAMBA NO SXHOBO MPUNGOSE FOR AMAGEZA BESE KUTHI NGAPHA FOR IBHOVA KUZE SHOBENI NO DSD OR SHILISI SISAFUNA KWAZI KABANZI NJE NGALOYAMDLALO OWAWUMNANDI WEBHOVA NAMAGEZA
Nginithanda nonke nje nkuzie okuhle makwande phambili kokuphila kwenu xhifi 🤝
Knt vel nglandela bona😘😘♥️🤗💯
Up lapho Mzukulu 🔥
Awu kodwa mkhaya wam. Phansi eMsinga kwa kopi... # Inkosiyamagcokama.
I am a very very peaceful person that is why kwafika uscebi ndamlandela unalomoya wam nomazulu ngokunjalo
Bafe2 inhle into yenu nicula kamnandi ngicela nikhiphe ingoma nobathathu .....umzukhulu inkosi yamagcokama ulwah
Ngoba imali yabantwana yaphelela enkonka... ay Mzukulu lengoma wayifaka izbongo kakhulu yayizodla ababhemu
Sibalkhulu uykhohlwa kanjani ingoma yakho khuphuka Malandela
Ndabezitha noSibalikhulu ngithanda ukuthoba kwenu nje bafethu ngyakuthanda niyibambe kanjalo🙏🏼
Mzukulu💪💪💪