ขนาดวิดีโอ: 1280 X 720853 X 480640 X 360
แสดงแผงควบคุมโปรแกรมเล่น
เล่นอัตโนมัติ
เล่นใหม่
Ukungakhuli wedwa ngikubona kuwe mnewethu ngokukwazi ukusabela ulwazi olunothe kangaka. Ngiyabonga kakhulu kwande kwendlulele nakwabanye!!!
wena wakwethu siyabonga
Ngiyabonga mina 🙏 impendulo zemibuzo anginazo ngisacwaninga kodwa
Khona ekade ngibakhuza nje izolo bebethuka oyise ngoba bethi ababakhulisanga....ngabatshela kuth bangathath sayidi ngob abazi kwenzakalan
Mina ngisafisa mfoka Hlongwane mawuthola ithuba uke udlule nangalena yengane ezaleke yaba yilongwe, nesibongo ekuyisona esuke kufanele isisebenzise.
Kanti kuyimpoqo yini ukuganwa?
Nkosi yensizwa ziphelele
🤝🤝 Ngwane
Syabonga
Eyi lesikolwe ngyasithanda mfwethu sifake kakhulu lesikolwe yabona mina ngyengithi kube ngazalwa insizwa ekwazi kunaka inzalo yayo ngabe mhlambe kuncono akukho engikwaziyo kuphuma kuye njengobaba ayi
🙏Ngwane
Kanti kulokhu kokundlula komuntu emhlabeni akuncishe amehlo, ngakubona kugogo naku babekazi wami, kugogo wayekuqelisa emehlweni ethi uyangisitha indlela yami abakithi sebengilandile, kanti ubabekazi wayekhuluma akuncishe amehlo simvakashele esibhedlela, sathi nje sifika ekhaya sabe silandelwa ucingo lwakhona esibhedlela🤔 ngabona ukuthi wayengafuni simthele ngezinyembezi
Ey labafana ababizwa ngoKhehlaa bayasinika inkinga la ekuhambeni
Umuntu osuke eshaywa ngabantu amehlo uwahlahliswa ukuthi usuke enomuzwa wenkani gazini lakhe. Lomuntu osuke ezodlula emhlabeni ushalaziswa ukuthi ubuhlungu busuke sebe meqa
Ewu! Wazewalukhuni nawu umbuzo 😢
Uyasiphilisa phumlane