USebedlile - 2020 CD Promo (Uyathandwa Lomfana)

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 15 ต.ค. 2024

ความคิดเห็น • 41

  • @halalisanisbusiso1429
    @halalisanisbusiso1429 4 ปีที่แล้ว +3

    Mina ngyakuzwa nkab yami

  • @thobanikhanyile6580
    @thobanikhanyile6580 4 ปีที่แล้ว

    Dlana Sebedlile ungajahi ngoba badla bephuthuma🔥🔥🔥 Nkandla Approves

  • @sinqasetshwelemzizi5057
    @sinqasetshwelemzizi5057 4 ปีที่แล้ว +1

    Awsukanin madoda awyeka boooo stoooop✋manalapho yey asambeke👋. Ngyakuzwa qhawe kwela pmb 👌

  • @xolanimthabela1497
    @xolanimthabela1497 4 ปีที่แล้ว +1

    Bayoze bakuvume nabangakavumi Sotobe
    Inamandla lensizwa, konke kuphuma ezandleni zakho Sotobe uze engapheli amandla lomculo uzowubeka kwibalazwe ngenkani
    Hhayi Mkhatshwa ufikile Sebedlile mnewethu, into yokwesekwa ilena

  • @razzmatazzjr7374
    @razzmatazzjr7374 4 ปีที่แล้ว

    Damn sukanini madoda, ngiyakuzwa mina nkabi yam futhi nje ngizocela into eyodwa nje mfowethu ungishayele labafana abazibiza ngamakhosi. Vele usesgodini lapho inkosi yayizinze khona🙌

  • @Trillybeatz
    @Trillybeatz 4 ปีที่แล้ว

    Khuphuka Qhawe eyami I support uzoythola unganaki ukuth abantu bathin

  • @sithembisongcamu3978
    @sithembisongcamu3978 4 ปีที่แล้ว

    Awnalo ikhono bhuti

  • @brianmloyi9274
    @brianmloyi9274 4 ปีที่แล้ว +1

    Khuphuka wensizwa uyavakala kumnandi lokhu ungazi Mela insizwa khuphuka awuu sebedlile

  • @sakhilesithembiso6182
    @sakhilesithembiso6182 3 ปีที่แล้ว

    Yamnandi ba4 kwaShenge etolo

  • @mpilodladla6188
    @mpilodladla6188 4 ปีที่แล้ว +9

    The first thing we listen kwi Ciko likaMaskandi i leading vocal bese sibheka ama backings. We don't focus much ezinsimbini ngoba lokho kuqondene no Njiniya. No ukhona nkabi ngyakuzwa. Qhubeka likhona ikhono awfosi👌

  • @manikinikimjoli8415
    @manikinikimjoli8415 4 ปีที่แล้ว

    sengithanda ukudideka,bangakhi oSEBEDLILE ngoba akusiyena lo engimaziyo lo

    • @nobuhlexoliswalanga8882
      @nobuhlexoliswalanga8882 4 ปีที่แล้ว

      Ai ndoda ungakhathazeki lokho kuyolungiswa nge29 ufike uzozibonela ukuthi ubani oyogaxwa leligama likaSebedlile........ Kuyohlukaniswa nge29

  • @djscwephemsuthu5306
    @djscwephemsuthu5306 4 ปีที่แล้ว +1

    AI AI AI AI up Ama Backings

  • @lindanibaqedemlondo2042
    @lindanibaqedemlondo2042 4 ปีที่แล้ว +1

    Kanti Bangaki Osebedlile Endimeni?🙆

  • @busaningobamashinga908
    @busaningobamashinga908 4 ปีที่แล้ว

    Khuphuka lapho nkabi yami ngiyakuzwa

  • @zwelimdlalose160
    @zwelimdlalose160 4 ปีที่แล้ว +1

    aw zadlala leyntokazi

  • @yolandazulu3230
    @yolandazulu3230 4 ปีที่แล้ว

    IZwide

  • @juniourvodloza8407
    @juniourvodloza8407 4 ปีที่แล้ว +1

    Uyacula bhudi

  • @simanganyawo6359
    @simanganyawo6359 4 ปีที่แล้ว +1

    Uthandwa ubani?

  • @senzomweli1010
    @senzomweli1010 4 ปีที่แล้ว +1

    Yasho kamnand lenkab

  • @sibongisenikhumalo7563
    @sibongisenikhumalo7563 4 ปีที่แล้ว

    Ingoma zabeculi ezilana shut awukwaz' ukubhala wena

    • @nobuhlexoliswalanga8882
      @nobuhlexoliswalanga8882 4 ปีที่แล้ว

      Izinsimbi ziyabhalwa yini Qhawe.....
      Bengishilo ukuthi isihloko sengoma Ushuni webhova. Bekumele ukulindele ke lokhu akusikho ukuthi ngiyeba mfethu

  • @Umzeks-Omusha
    @Umzeks-Omusha 4 ปีที่แล้ว

    Ufudumeza insimbi wena shlama

    • @nobuhlexoliswalanga8882
      @nobuhlexoliswalanga8882 4 ปีที่แล้ว

      Makuyicala ukuthi sivuselele I zinsimbi zamaqhawe aseNzalabantu ai sivulele icala Qhawe kodwa ai akumgathukwana

    • @Umzeks-Omusha
      @Umzeks-Omusha 4 ปีที่แล้ว

      Langa Nobuhle izinsimbi engikhuluma ngazo ezama Ak47 track 3 lo othi ngazikhethela yena. Lokho ikukopela

    • @sontomahlaba6308
      @sontomahlaba6308 4 ปีที่แล้ว

      😂😂😂😂

  • @mzukulukasuper16langa71
    @mzukulukasuper16langa71 4 ปีที่แล้ว

    😁 Culani bafwe2 asinamona

  • @joshdludla5357
    @joshdludla5357 4 ปีที่แล้ว +1

    Instruments yonke nje ingoma yabafana bakwamlaba

  • @mkhanyiselwamajola8352
    @mkhanyiselwamajola8352 4 ปีที่แล้ว +1

    Alikho ikhono ufika usuntshontsha izinsimbi zabakwa Mlabe

    • @nobuhlexoliswalanga8882
      @nobuhlexoliswalanga8882 4 ปีที่แล้ว

      Lezi zinsimbi zancashunwa kuLucky Dube wembhemu.... Mawungayithandi ingoma ayikho inkinga kodwa ukugxeka umsebenzi wethu asikajabuleli neze lokho. Kuyaziwa ukuthi lezinsimbi zicashunwe abaculi abaningi asebanga Nakhona sazicaphuma engomeni kaMthandeni

  • @thabilentshangase9082
    @thabilentshangase9082 4 ปีที่แล้ว

    Awuh baze babaningi osebendlile eNdimeni tli tli tli tli tli tli sukaaa ayikho lento Nxiiii ngizwa isitayela sikashwi

  • @cabangamusawenkosi2214
    @cabangamusawenkosi2214 4 ปีที่แล้ว +1

    Mona yasibulala thina bantu bamnyama sonke sincome nje siyek kunxek insizwa yashaya nje futh sazodla baningi qhubek nkunzi muhle msebenzi

  • @Umzeks-Omusha
    @Umzeks-Omusha 4 ปีที่แล้ว

    Sekufudunyezwa nezinsimbi zama Ak47

    • @nobuhlexoliswalanga8882
      @nobuhlexoliswalanga8882 4 ปีที่แล้ว

      Yebo lona bekungumfudumezo wezingoma ezishaywe amaqhawe aseNzalabantu ngisho ENqutu.

    • @Umzeks-Omusha
      @Umzeks-Omusha 4 ปีที่แล้ว

      Bengingazike ukuthi nale yokuqala kusengezamaqhawe aseNqutu 🚮🚮🚮

    • @nobuhlexoliswalanga8882
      @nobuhlexoliswalanga8882 4 ปีที่แล้ว +1

      Ai lapho izinsimbi ezikaLucky Dube okungukuthi nama Ak47 azifudumeza ezisusa kwabakwaMlaba....... NoMthandeni wazifudumeza masekuyocala mfethu asicele uxolo simgoSebedlile

    • @Umzeks-Omusha
      @Umzeks-Omusha 4 ปีที่แล้ว

      Langa Nobuhle ngiyabongake uma uvume ukuthi uyafudumeza sekungeziLucky Dube plus kukhona neZabanye abaculi mutshele enze ekwakhe. Kube abanye abantu abakopela kuye ukuze ahluke

  • @vusumuzimanqele6178
    @vusumuzimanqele6178 4 ปีที่แล้ว

    Bro fuseg fuseg fuseg hawu niyanya manje kanti anisakhudumezi senizidla zikuhlaza fuseg hamba uyolusa nxa. Nalaba abakupromothaya nabo futhi. Seriously ingoma yebhova niyibhema nembhoza

  • @BabuNgwenya
    @BabuNgwenya 4 ปีที่แล้ว +1

    Another Sebedlile, lensizwa ishaya kwasani igama lomunye umculi nezinsimbi zebhova, I give up