King Bhaka. I have been following you in the past few weeks and I have so much respect for you and your views and opinions. You have such insight,and an analytic mind,I can't describe in words. Your critical analytic mind is at another level.Your reasoning is always rational and unbiased. You are young with so much wisdom, I wish we could have more young people with intellect like you.Thank God for such a gift.
Yoo yoo The King yeah ngiyavuma you are on another level when it comes to spirituality. The way you explain dark forces out side SA nobugebengu obuphezulu sengicabanga iBhokoHaram that is running Nigeria.
ANC=Multi Party Coalition so ukuya Kuma appointment was a waste of time, why? The time kufika I MK Party already bese behlelile bonke, remember we still standing ukuthi Le ANC kaRamaphosa and iyona Lena esihlangene noDA. Kwamina bengegiye lapho especially kusafakwe aba objections awu 579 efakwe 26 wanaQembu😮bese kuthiwa fair election? No! Angivumi that's was good decision taken by our Honorable Mr JG Zuma our President of Mkhonto Wesizwe 💚🖤💚💪 Jikijela Mkhonto Wesizwe Jikijela ✊ Viva Mkhonto Wesizwe Viva 💚🖤💚 Mayibuye iAfrica Mayibuye ✊✊✊✊
Afundiswe nge long term goals and short term goals if he could manage that week points angaya phambili king continue to advance for better United Africa ❤
Owami nomndeni wami lo King 👑 angingabazi ngawe ave ungincedile kwasho kwavela nengoma zami ezindala engazenza no Sizwe Namatshitshi ku Vala Ndimande Wesibaya Esikhulu mangibuya kuwena ngizohamba kahle kakhulu mind you awukangiboni ngilalela kuma Videos akho ngenze waaaaau akekho ofana nawe shame manje ngise England ngawe kuma Video akho my King 👑 Shisa Bhaka Queen 👑 Sasa e England ❤❤❤
I don't think it's about isgodlo or anything but you are blessed with wisdom, we have different beliefs hence i don't like some things you advocates for but I must confess we see things eye to eye, I HAVE BEEN THINKING OF HLOPHE TOO😮
Hayikhona King akho spirit apha umshikashika wakhe waba ispirit kuphi while MK won ngemajority esgodini sayo ndiyavuma kwenzekile kodwa hayi ngespirit.... ispirit sisebenza mangabe kusokhelwa wena kube uNkulunkulu esekhombe wena mnje in this case kokhelwe iMK lana
Ai kona uyakhiluma bhuti lokho okushoyo kuyiqiniso langempela. Lento eshiwo noma efiswa uMalema iyiphutha ngoba u.a labantu bangaphandle o ce bangena kulelizwe kungonakala izi to exinimgi si gagcinwa sesilawulwa Ilona ezwen lethu. Akungabi njalo it's a bad idea thnk u King Bhaka
King of kings uyakwazi ukukhuluma uzwakale ngiyawathanda amandla onawo. Uma ungaqhubeka kanje kukude lapho oya khona🤞, uyichaza kahle leyamaSpirit ukuthi how it works.
Malema never said ppl must come here without papers borderless akusho ukuthi ppl must come here illegal, but it means the must be a free movement of goods ndlozi explained this matter clearly
Ngekhe akunampi yeMK naEFF apha impi isaqhubeka between the ANCDA and MK +EFF and kusezoshuba phakathi kwamabhulu nabantu abamnyama and kuzophalala igazi ukuze kukhululeke izwelobawomkhulu ngekhe sinqobe thina bantu abamnyama ngePen nephepha kulapho kuzongena khona iBRICKS wait and see kushomina King
Mr King bhaka , u understand politics very well, u are really spiritual
Eish... I wish South Africans can have spiritual eyes and ears to be able to understand you❤🎉
Thank you King Bhaka❤
Judge Hlophe will be the leader of MKP nami ngibona kanjalo 🤞
King Bhaka. I have been following you in the past few weeks and I have so much respect for you and your views and opinions. You have such insight,and an analytic mind,I can't describe in words. Your critical analytic mind is at another level.Your reasoning is always rational and unbiased. You are young with so much wisdom, I wish we could have more young people with intellect like you.Thank God for such a gift.
Mk is in good condition now it’s time to unite, I’m disappointed with ANC and DA coalition
Yes the truth will set you free. You are very high spirited mntakaNzama. I still say it,YOU WERE BLESSED FROM YOUR MOTHER,S WOMB. AMEN.
Yoo yoo The King yeah ngiyavuma you are on another level when it comes to spirituality. The way you explain dark forces out side SA nobugebengu obuphezulu sengicabanga iBhokoHaram that is running Nigeria.
KING BHAKA UMOYQ WAKHO UYAPHILA MINA UNGIVULE AMEHLO UYIPHIWE LENTO ❤ GOD BLESS YOU 🙌
Ngiku thande mawuthi ukhulekela nalabo abasaziba nomakhandakhanda ,siyoze sifike lapho edamini 🙏🙏
Waze wahlaziya MY KING ongazwanga angeke aphinde akuzwe🤞...
Brilliant analysis,not labantu abalandwa o SABC & others.
Great analysis. I agree with you.
Uqinisile I would rather support Malema than ANC
Malema is from the ANC
Bayethe king bhaka ndiyakuvuma ndilapha eastern cape ndithi uyinkunzi👏🤞
ngiyakuvuma King Bhaka awukaze washaya eceleni
That's my king powerful 🎉
My king ngikuthandela iqiniso bhuti wami
King Bhaka ake I define I power ukuze abantu bakuqonde
Uyibekile king umalema undinga e mentor ship ekwazi ukum adivazwa ngento eyiningi ngoba ustarborn ne respect incane Sindinga amalida amancame alalelayo aneqiniso❤🎉
King uMsholozi ushonelwe ubhuti wakhe last week izolo kthiwa ingane yakhe ishonile angazi ke ukuthi fanele azihlephule kaningi yini ubaba Msholozi 😢
Eyiphi ingane
King Bhaka,hayi uyibekile indaba yakho,futhi iyacaca yonke into oyishoyo. Asbonge kuleyondawo.❤
He is so sure yet blubbing 😂😂😂
My king zanele lezi izwilane ezabuya nabaholi bezilanda ngaphandle linjena nje izwelethu yingenxa kwalemithi nezilwane abazilanda.
Seyikhona lento yokuthi ngiku believe manje okwenzekayo kuningi owakusho washo wathi izo win ANC wathi noma robber or lu clean ngakuzwa ngilahla ngalelolanga ithemba 😊
That's very true, Judge Hlophe can be the MKP President.
ANC=Multi Party Coalition so ukuya Kuma appointment was a waste of time, why? The time kufika I MK Party already bese behlelile bonke, remember we still standing ukuthi Le ANC kaRamaphosa and iyona Lena esihlangene noDA. Kwamina bengegiye lapho especially kusafakwe aba objections awu 579 efakwe 26 wanaQembu😮bese kuthiwa fair election? No! Angivumi that's was good decision taken by our Honorable Mr JG Zuma our President of Mkhonto Wesizwe 💚🖤💚💪 Jikijela Mkhonto Wesizwe Jikijela ✊ Viva Mkhonto Wesizwe Viva 💚🖤💚 Mayibuye iAfrica Mayibuye ✊✊✊✊
Afundiswe nge long term goals and short term goals if he could manage that week points angaya phambili king continue to advance for better United Africa ❤
Syabonga King. Kuyafana Nalesi spirit se homosexuality. Una upresident eshaya umthetho ovumayo, siyabhebhetheka leso spirit sibe free ku Leyo country singabe sisalawuleka
Yes kwakuncono bona kuno Khumalo
Wathi kuqala akabeke Duduzile Noma Dlamini zuma
Hhayi wakabha my king though iqiniso libaba salute
Ngiyakuzwa mina King Bhaka
Owami nomndeni wami lo King 👑 angingabazi ngawe ave ungincedile kwasho kwavela nengoma zami ezindala engazenza no Sizwe Namatshitshi ku Vala Ndimande Wesibaya Esikhulu mangibuya kuwena ngizohamba kahle kakhulu mind you awukangiboni ngilalela kuma Videos akho ngenze waaaaau akekho ofana nawe shame manje ngise England ngawe kuma Video akho my King 👑 Shisa Bhaka
Queen 👑 Sasa e England ❤❤❤
My King 👑
I don't think it's about isgodlo or anything but you are blessed with wisdom, we have different beliefs hence i don't like some things you advocates for but I must confess we see things eye to eye, I HAVE BEEN THINKING OF HLOPHE TOO😮
King Yami ❤❤❤
Inyoni ezingazi iPOWER kaKING BHAKA uzizwa ngamaComments agxekayo ngoba zisebumnyameni, kodwa kuyoze kukhanye kuzo ngoba iPOWER kaKING BHAKA it's not a FAKE. Thank you My King ukusivula amehlo sibone..I salute you mfoka NZAMA❤❤❤❤❤
My king i dont regret voting MK, they won KZN kodwa lets wait n see
Uma u Malema efuna abantu bakhe back akayeke lento yokumela amaforeigner or else...!
My King I salute you
Aicha king ujulile kakhul ngokwesigodlo🎉
Ay anginawo amaningi🙌🙌
Well said KING
Hay no King Shaka uyibekile izwakele exp kaMalema nabantu bangaphandle kuzwakele
My King unyanisile wawuahilo🎉🎉🎉🎉
Syabonga king ngokusipha emgodlen wakho obanzi
Unamqnga Ifp ayiwinanga suka si campaigna kuphi amanga lawa
Bhaka iqili,wathi nje ANC izowina bese Mk ITHATHE Inatal iwine
Hayikhona King akho spirit apha umshikashika wakhe waba ispirit kuphi while MK won ngemajority esgodini sayo ndiyavuma kwenzekile kodwa hayi ngespirit.... ispirit sisebenza mangabe kusokhelwa wena kube uNkulunkulu esekhombe wena mnje in this case kokhelwe iMK lana
King votes were rigged so we don't know exactly kuthi ubani obewu number bani we can't confirm that 😢😢😢😢
We know I MK got outright majority in KZN
Abangakuvubi king 👑🤝 banomona Mina ngiyakubuma winkosi emhlabeni widodana emazulwini 👑🔥🔥🙏🏾🙏🏾
Ai kona uyakhiluma bhuti lokho okushoyo kuyiqiniso langempela. Lento eshiwo noma efiswa uMalema iyiphutha ngoba u.a labantu bangaphandle o ce bangena kulelizwe kungonakala izi to exinimgi si gagcinwa sesilawulwa Ilona ezwen lethu. Akungabi njalo it's a bad idea thnk u King Bhaka
Uyabona ke la kuHlophe ngivumelana nawe100 ngiqala nqah ukivumelana nawe King.ngqa
Good morning my King Bhaka can you please please help us to send the messaged to Mkhulu wethu please My King I trusted you 😮😮😊👏👏👏🤦🤦
Mina ngyakuzwa ngempela King
Wathi ANC izowina ngaphandle kokukhwabanisa (fair) kodwa MK izothatha KZN kodwa namuhla kuhlukile
Lona unamanga siyamazi iqili elidala ucheme ne anc lona muphi ustayela wena bhaka yeyi wena ngikwazi kahle uyiqili kabi wena
Akengithi ushaye celeni into ekumele uyazi nge MK ukuthi irojiwe ibingeke attend izinto eziqhubekela phambili ekubeni isafuna ubulungoswa ngamavoti ayo antshontshwa.
Wena udlala umona, ulwa noKhehlelezi, uzosifaka ezimpini zezinyanga, uzositshela ngezipiriti ezingekho
Ngiyakuzwa Mina Nkosiyam ngikuzwa kahle futhi
Uyabheda ngoku bhaka, bendikuthembile.
King of kings uyakwazi ukukhuluma uzwakale ngiyawathanda amandla onawo. Uma ungaqhubeka kanje kukude lapho oya khona🤞, uyichaza kahle leyamaSpirit ukuthi how it works.
Tell us about the Levels of spirituality and their meaning
Level 1 up to Level 7
Mr King, Mara why the spiritual leaders of anc allowed this gnu?
King my King ngikuvumile
Yazi kunemfihlo la ekhona inkinga kayibonwa muntu ngoba sonke siyazi kodwa la ushembe usengenile futhi kuzogcina yena mhla egeza amasosha yena wase azi kuthi kuzobanje.Namhlanje ubhabhadise isilo ekwisona esemelwe kubusa izwe uZuma uma nimuzwe kahle uthi uzobuyisela iZwe kumninilo kodwake ngeke ningizwe ngoba kunje.
Ey wen😂😂😂UYAPHUPHA HAMBA YOLALA😂😂
King awuzwakali I sound ivalekile🙏
Usho ukuthi abaze nezilwane zabo Kanye nama drugs eyinganeni zethu, bazosithakatha bagcine besiphethe cha
dakiwe wena shlama
u Shenge uzilalele akazi lutho musa ukudlala ngomuntu omdala
Yhoo hay khawugene nakwenye platform King yhini SABC gakuniki airtime ezinyani ziyafuna viwa sisizwe jikelele
Mina ngifuna uNathi Nhleko
Eish nathi he is smart.... But to be a leader of political party is not a good person
Amen King Bhaka
Malema never said ppl must come here without papers borderless akusho ukuthi ppl must come here illegal, but it means the must be a free movement of goods ndlozi explained this matter clearly
Yes iyeza ingozi🤞🏽🤞🏽🤞🏽
Kodwa kusazoshuba ngoba imk iwinile usazozwa ubufakazi thula nje uhlabisa unikwe 20million ukudayisa imk
Wena unamanga 2mch vele opresident abasiqhedi isikhundla bephethe inkinga yakho uzenza uclevar wena madamu iliphi iqembu elake lalwela inkululeko lehla esikhundleni buka umhlaba wonke ungitshene ukuthi iliphi
uKhumalo washo ukuthi uBaba ugugile nje 😅
Mr King wayibeka kwacaca bha ndiyakuvuma King
Ngicasuke ngiyafa ngoRama mk for kzn
Washo ngakuzwa,washo impela konke.
My king bathi ngihambile bathi ngibonile
Ngekhe akunampi yeMK naEFF apha impi isaqhubeka between the ANCDA and MK +EFF and kusezoshuba phakathi kwamabhulu nabantu abamnyama and kuzophalala igazi ukuze kukhululeke izwelobawomkhulu ngekhe sinqobe thina bantu abamnyama ngePen nephepha kulapho kuzongena khona iBRICKS wait and see kushomina King
Yiqiniso lelo ❤
Wazin wena ngepolitiki ngoba nawe khuluma into engekho
Wayengafisa kodwa hhay ngobugebengu. Ngaphandle ke makuwukuth uShenge asimazi njengoba simazi and ipolitik enhle ukwenza ubugebengu bakho ungabanjwa ukwaz ukufihla kodwa wabanjwa wen uqhubeka uthatha ngenkani sekukuqola lokho.
Up my King
Ngithi angizinike lelithuba ngivumelane nawe nami option yesibili eff
Nisazo hlupheka sizwe sakithi manisacabanga kanje. Esikhundleni sokubumbana silwe nalesihlava nikhetha ukukhombana. Anisoze nabusa manihamba nijika endleleni
Nzama uqinisile izolo ngishilo bonke abantwana bakhona abazali babo kodwa MKP dololo😢😢they let their voters down
Okunye ke baqambe Amanda bathi bamfune yonke indawo beqamba Amanda kuyezwakalake manje
Inkinga akekho oyowina Uma kusekhona u IEC, ne stellenbotch
King wathi icoalition ephasile emazulwini eye ANC neMK kunjani makunje? Awchaze King
ngyakuzwa mina king baka but eii angkwazi ukungayhleki leyokithiwa akuvulwe imncele kthiwe elethu weee uyothi uthi ulele uzwe sekvulek iscabha ... ibe siyophuma lol
King My king Bhaka 💯💯💯
Yinyani mfo uziqonde bahleli beyixelela nge grant uba izophela Xa uvotela omnye umbutho , bafakana bodwa ko maspala
Malema has been spitting the truth
My king 👑
Our King ,for how long are we gonna suffer as South African? Bcs we r suffering spiritual as human beings
Thina sizolalela wena King
Unamanga uyayithanda nje EFF
Sawubona. King. Baka. Ukhuluma. Iqiniso. Iqiniso. Leya. Kukhulula Mina. Ngiya. Kuthemba