ไม่สามารถเล่นวิดีโอนี้
ขออภัยในความไม่สะดวก

Baba Biyase second episode elandisa ngoHambo lwakhe "Shembe ingceke lakini liyamdinga"

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 28 ก.พ. 2021
  • baba biyas usilandisa ngohambo lwakhe umbuzo ekufuneka sizi buze wona uma uShembe ebasiza abanye angahlulwa yin ukusiza igceke lakin
    background track by Mfundo phungula
    camera man : Mondli Mazibiko
    Produce by Sphesihle Dlamini
    ubuhlebonyazitv@gmail.com
    #ubuhlebonyazitv
    #Olwethu_uNyazi

ความคิดเห็น • 17

  • @muzihlongwane3240
    @muzihlongwane3240 3 ปีที่แล้ว +2

    Sibonge ukubakhanyisela abantu nkosana uBiyase

  • @lizwenxumalo8350
    @lizwenxumalo8350 3 ปีที่แล้ว +5

    Mkhulu uShembe nongamboni uyoze ambone

  • @duduzileduduzileduma8240
    @duduzileduduzileduma8240 3 ปีที่แล้ว +3

    Wayibeka indaba mtaka Shembe

  • @duduzileduduzileduma8240
    @duduzileduduzileduma8240 3 ปีที่แล้ว +3

    Intshumayelo yakho iyasikhuthaza ukuthi masihlale kuShembe ngeqiniso

  • @nkosiyokulungandawonde6258
    @nkosiyokulungandawonde6258 3 ปีที่แล้ว +2

    Lapha ke kunzima, uze usikhumbule nkosi.

  • @duduzileduduzileduma8240
    @duduzileduduzileduma8240 3 ปีที่แล้ว +2

    Amnandi amazwi ayasakha

  • @mogalelegae8526
    @mogalelegae8526 2 ปีที่แล้ว

    Igama eingathengwa ngagolide, injalo indaba

  • @sibonisowisyrorkesdriftesh4641
    @sibonisowisyrorkesdriftesh4641 3 ปีที่แล้ว +2

    Syabonga amazwi amnandi Baba

  • @celiwemlanngeni7303
    @celiwemlanngeni7303 3 ปีที่แล้ว +1

    Syabonga iyakhuthaza

  • @prettymthembu5399
    @prettymthembu5399 ปีที่แล้ว

    Amen

  • @sifisomndlovu8519
    @sifisomndlovu8519 3 ปีที่แล้ว +1

    Amen mntaneNkosi

  • @njabulodlalangaye6774
    @njabulodlalangaye6774 3 ปีที่แล้ว +1

    🙏 Amen

  • @mthokozisibgumede3703
    @mthokozisibgumede3703 3 ปีที่แล้ว

    Amen cha onolwazi lalensizwa ayingasishiyi ehlathini lendaba nensizwa eyayinezimbobo phela ayiyiqedele sizwe ukuthi kwakwenzenjani ize imile izimbobo

    • @ubuhlebonyazitv6403
      @ubuhlebonyazitv6403  3 ปีที่แล้ว +1

      Manazaretha amahle ayingcwele sizozama ukuthatha lensizwa yakwa Biyase iyiqedele lendaba yayo

  • @sibonisogumede7874
    @sibonisogumede7874 3 ปีที่แล้ว +4

    Ngithanda ukuncoma ubunono nokuhlambuluka kolimi lwalensizwa yakwa Biyase.
    Angisiye umhlaziyi, kodwa uma ngimlalele ngizwa kubuya isthombe sabantu ebebekhona kuleli Bandla phambilini.
    Kuvuka amazwi ENyangayezulu mhla ibuza imi phambili kwe Bandla lapho khona yakhuluma lamazwi alandelayo..
    "NGIYE NGIHLUPHEKE KAKHULU UMA NGICABANGA UKUTHI LAPHO NIHAMBA KHONA NITHI NIYASHUMAYELA, KUNGABE NIYE NITHINI EBANTWINI? NIKHULUMA KANJANI NABANTU? LOKHU NGOBA MINA UMA NGIKHULUMA NANI, NGIKHULUMA NJENGOMUNTU OFUNDISAYO UKUZE NIZOFUNDA UKUKHULUMA KAHLE NABANTU"
    Syabonga zingane zakwethu 🙏

    • @drsammahlaba5532
      @drsammahlaba5532 3 ปีที่แล้ว

      Lusokekile ulwimi lwale nhlalisuthi 👏

  • @drsammahlaba5532
    @drsammahlaba5532 3 ปีที่แล้ว

    Kazi wayebhotshozwe yini lo bhuti ukuze umzimba uphume izimpethu?🤔