Well done Sisi for your confession everybody makes mistakes please forgive yourself take care of yourself and your family all will be alright don't be hard on yourself.
@blaqlife. Is it possible to keep Lungstar only as a presenter of this show because she is the only presenter aligned and making sense in this program. Her presenting skills👌
That's why l always do ama hiv test when I meet a new partner before we do anything. So abafazi ababeshadwA bekungaqalwa kwenziwe i hiv test ukuze babone ukuthi balethani empilweni zabo?
Sicela i feedback kuma show enu siyabonga
Thanks mama uku confensa kubaba wekhaya,kodwake aniguli awuguli ngokuba negciwane,thatha itreatment yakho udle,uzobaryt sthandwa sami, okuhle kodwa ❤❤
Yoooooh ay ezinye izimfihlo ziRight zifihlakele. There's nothing good that will ever come from this😮
Kazi Waze ngani ukuthi igciwane lize nawe ngoba umakhwapheni azange asho ngicabanga ukuthi njengoba nibaningi nabanye bangeza nalo ubheke ungaziqambeli amanga ngokudliwa unembeza
Uyahlanya wena wazinganiukuthi ufike nawe
Engani ishilo indoda ukuth batest nabanye abafazi batholukuthi baNegetive meaning upositive yedwa lo ofeba ngengquza akavune aktshalileke nayingculaza
Ukhuluma into nje angenaso isiqiniseko sayo ngoba vele baningi nase endodeni ukuphapha nje qha cc
Yena usuke waphapha kuphela wethuswa yisithembo se3 shame yena ngenxa yobuhlungu alabo ubeziyahela ukuthi usebathelile bonke ngenxa yokuthi kafuni sithembo sibuhlimgu isithembo badala shame
Niyaseka zifebe uyasho nje uyagula lo afeba naye😮
Ay kshuth mina ngiyingane embi yabona le bengeke nkosyam ngiyisho bengongena nayo eCebolethu
Bendiyongena nayo kwa Avbob
😂😂😂😂me too
😂😂😂yin vek uxakwe yin lo ngb nalab baneyabo ingculazi
Futhi bengzothula duuu
Abasena pin code bekumele ayeke ukufeba athule once
Yho okubuhlungu kuthi wethembek wedwa emshadweni wakh buka umnyeni wakh udla uprep akakutsheli lutho😭💔
Hhaybo engabe uncoma indoda ngokusola umgqakazo yaprotect abanye abafazi
Yoooo ay shame sisi ubhedile straight badla no Prep abaktsheli😮
Engani naye akabatshelanga ukuth usayofeba ngengquza🤔🤔
Abengamtjeli ngani naye kutsi wente iprep ayikho le tfo sisi bt nawe u hedzile
Hhay cha lo sisi nje
Indoda yakho mayikthanda iknakekela asikho is dingo sokuyfebela.uwrong nje cc
Aw Basted Basted uvunywe yimi mfwethu ai ngifunde isifundo kuwe mfwethu😂✊✊💪💪💪👊👊👊🤙🤙🤙🤙
Any usmart lomjita ngyamvuma Nami yoooh😂
Kodwa Cc nawe uyahlupha... Why ukhuluma..
Wazi kanjani ukuthi size nawe lesifo
Eyi cc wazi kanjani really what if ngu baba or omnye waba fazi baka baba
It can be either way bt ke akusenani eseshill usisi mna i thought uzothi he caught her side having ARVs maybe
Yooooooooooo ngezwa ngibanda.... Jesu wami! Ngi ngahlanya.
😂😂😂😂
Yey Jesu bazokubulala wena
😂😂😂😂😂
Very clever man, prevention and protection No.1🎉🎉🎉💯🤞👏👏👏👏👏👏
Asikho nje isidingo sekukhokha lemfihlo le ngoba kwayona lendoda lothi uyayithanda idlala ngawe . He got what he deserves
wow this guy is so smart and calm as well.
Ngaze ngamthanda ❤😊
@@luyandatembe5150 ufana nami MaNtembe ,that’s me in the nutshell 🥰🙄🙈🙈😂😂😂
Ngangiyofa nemfihlo hay-angeke le ,amakhosikazi maningi akwaziwa phakathi kwabo ubani oze nayo ngangiyothula ngize ngife ngakhulumanga lutho
Uyisilima ...le ndoda iyafeba nayo futhi zange iiutshele ukuthi iwumuntu wasethembu manje wena yini eyenza ucabange ukuthi yena ngeke eze nesifo lana ?;?;?;?;?; uyahlanya cc
Well done Sisi for your confession everybody makes mistakes please forgive yourself take care of yourself and your family all will be alright don't be hard on yourself.
Ngyaxolisa kodwa lopresenter ibhimbi
Yhoooo unesibindi ntombi
Du du peyiye umshado 😢
😊😊😊😊😊
balaye wena cc laba phinda ulande ne TB ubathelele futh😢
😂😂😂😂😂Wena
@@matselisofusi542 😂😂
😂😂😂😂😂😂😂😂😂
@@sibonelo_dacu88 🤣🤣
I agree, usisi wenziwe islima kakhulu
ukujola is one thing. But being careless and not using protection is criminal!!!
😂😂😂😂😂
Bayakulaya wena sishasha angazi ubuyaphi lapho kuqalangeaweni ukufeba
Mhlamphe awuzange ubathelele nje mhlamphe umkhwenyana wakho naye ubevele enayo ngoba naye uhamba elala nakhu ufike nabafazi abayi 3 wazi ngani ukuthi bona bebelala nobani Mina ngokubona kwami uwena owenziswa isilima la
Mxm wenake uyagula awumameli kanti
Waze walikhuluma iqniso yazi
Abo gal basenesibindi mina angeke nje ngikhulume bengizofa nayo imfihlo 🤞🤞🤞🤞
Nam shame bengizothula nje😂😂😂
Vele
Abafazi badlisa I team ngalama confession
Kwaze kwabhlungu😢 kshuthi yena uhambe wayolanda inculazi klomuntu wakhe baqede bahlukana😭😭 wiii Jesu
Wadlala ukuganga nje wena,vele uyisi''''be
Dankie brazo Akafe yedwa Vele zibhajwa kweziwudlayo
Revenge has never been the answer.
Umfazi njee cc ushelwa aze aýofa kodwa akaqomi wena wafikelwa idimoni lobfebe
Hayi unamanga wena
Umfaz akashelwa kushelwa intombi or umuntu ongakagani
Uyangibulala ngeciniso idimon..
Okubuhlungu wukuthi amadoda awakuxoleli ngobu febe ngisho engathi uxolile kodwa ngeke asaphinda akuthembe kahlehle uzigwaze ngowakho
Akakuthandi udle uprep wena akakutshelile vele awusekutho nje usuyidwedwe nje wena ntombi usuziqedelileke hayi nokwembeka okubhedayo suka 😊😮
@blaqlife. Is it possible to keep Lungstar only as a presenter of this show because she is the only presenter aligned and making sense in this program. Her presenting skills👌
We like u Stufuza more.
Both of them are doing great. They dig information before they make a call. Great team work.
Ai ustufuza nje oryt lomuny akaphenyisis njengostu
Uya xabanisa wena.. you now want them to start disliking each other
😮😮
Kazi nkosi yam uzobanjani ngoba abafuni kudlelwa amadoda ushatile pho😊
Kodwa sisi bekungamele umtshele ngoba Mhlampe nonke aniphethe kahle
Sisi ngoba benganazo impawu zokuthi bayagula shuthi nonke ninomakhwapheni , bekumele uyeke le ndaba ngoba senihlukene no makhwapheni wakho
Madoda musa I ukuvumela abafazi baprevente, uma ifebile ayibanjwe nje ngoba ila bekhululeka khona, sekobonakala ngekhanda ukuthi akusiyo eyalayikhaya
What if umyeni nguyena oliphathele lesisifo yohhh😢hayi😢
Wemfazi angusoli ngoba akukwazi ukuthi ngingathatha abafazi 3yonke sengizobanelisa kanjani, baryt kabi abawu 2only
Wawungayifun kanjan mgodoti ngoba wawifeba unaso isthembu sakho nxa ngath ngashawa idlozi ubole uhamba uzufe😮
Uliqhawe dadewethu
Ngifunde Fuu Fuu, bengingakaze ngizwe ngalo PrEP. Cebisani inengi.
Kwesinye isikhathi sikhipha neyifihlo ezingadingeki ukuthi sizikhiphe,ngiyazi kunzima me untshontsha ngaphandle ngoba kuyenzeka uthole umuntu ongafuni jazi,into ebalulekile ama prep qha,sibuhlungu isithembu vele siyacasula
Lomfazi ngiyamcoma unobuntu lento wayenziswa umngani wakhe noncane bomqondo nje kodwa wena lungster ubuye uhlanye bobuza into enenqondo kuphela cc
Wht if ubaba kwathuleka,wena Ayi lomama uyabheda
Uvune okutshalile sifebe somfazi engath ingakubulala lengculaza.
@@BonnieMasina-rp3wb yes but lokho akusho ukuthi umuntu objedile angatshelwa hhowu zibanjwa kwezudlayo and okumnandi ugula yedwa neshende lakhe ba ryt akade eth ubagilile.
Washayaphansi kwashuqa uthuli 😢😢😢😢
That's why l always do ama hiv test when I meet a new partner before we do anything. So abafazi ababeshadwA bekungaqalwa kwenziwe i hiv test ukuze babone ukuthi balethani empilweni zabo?
Give this man a bells 🎉🥃
Anisazaz manj izimfihl zokudalulwa nina ayi
Yazi nje sebekhuluma nento engena sdingo
Ay angiyaz le bengingeke ngisho mina ngob kungenzeka. Ukuthi Nguyen omthelele uthule nje
Bengangeni ngani nayo ecebolwethu lemfihlo? Sebekhuluma 3 much laba manje
uthe u tata akanayo i hiv ngoba ebesebenzisa i PREP ekuyi pill ekuvikela ukuze ungabina hiv @@zonkenokuthula8679
Awucabanganga cc buka manje thula uze ufe akukhulunywa yonke into emhlabeni
Hawu bafuna ukufundiswa yonke into azikhishwa ezinye izimfihlo
@@GlenroseGamavele nxa ungabanjwanga kawubanjwanga thula ukhulumani bathi isela ngelibanjiweyo yena manje ufana lomuntu ozisa emapholiseni eyothi ngibulele umuntu
Usuphumile nje lapho indoda aymfun umntu omfebelayo uzyalile kodwa
Look they're now on prep without telling u
They're all liers n cheaters
Ayi niyaziheqenga webabooooo😂😂😂😂
Uthi mina namakhosikaz wam sa. Checker si right wow lendoa
Kodwa mama awukwazi ukuphika nendoda wazewawubulala umndeni wakho kunzima
Aweeema uthi yena u ryt namakhosikazi akhe akekho ogulayo,,,, u cc ube yislma😮
Very proud of you
Ay suka wena nje,ubuzoba nani mangase uthule uze uyofa....kusuke kuthiwani kanti makuthiwa umfazi ufa azi😢
Kodwa nkosikazi kunyanze lekile uyithethe lento 😢😢😢😢
Kubuhlungu ngoba umfazi wokuqala Lona isi'''''be
Kodwa namadoda wanamuhla ayabheda yininje engingayikhuluma nesifebe? Bengizayothatha omunye mina ngimxoshe lo bebaningi kangaka abantu abafuna ukugana
Kwakufanele uphume kuloyo mshado uyolith la uhambili uthando
Eish amadoda aya jabula emhlabeni.
Akhuuuuuu😮
Wayevele ezofelo losisi noma ngabe wayeyedwa inja yesfebe le wangicika uzogulisa izngane ezingenacala
If bewuhlakaniphile cc bewungeke nje waze wawumosha umuzi
Kanti ushelwa kanjan wemama ngob'ushasile??
Akuzona zonke izinto okufanele uzi confess ngoba ziyawuchitha umuzi kumosheke zonke izinto.
Ukube bekuyimi bengibheke ngiyisho lento bengiyofa nayo bengibheke ngiyikhiphe ngingakhonjwanga ngesbham
Mina namakhosikazi wam siryt asiguli Sidla uPrep. U are on your own cc
Ayi senisho nezinto ezibhedàyo nje bekungamele le umtshele azitholele nye ngoba nibaningi
Mnxmm uyasangana mfazi 😮Why ukhulume into enje😢😢😢
😮wee bengofa nayo
lana ngathi kukhona nje ukuphapha angisibon isidingo seconfirmation lana
Wahlanya lo mfazi uzofeba ugule ufuna ukuxolelwa uphinde uthandwe
😮😮😮 weee ofunda ukuthula mybe kwayiyona lendoda kade yabanayo iqonyiwe nayo
wena ngane ngathi uthatha ama side nje ufebile usis and ikinga yakhe lena
Ewu KonaKele 😢😢😢
Mabemkhuza uyaye athin lomfaz
🤣🤣🤣🤣🤣
Anishoni ke uma ubaba wekhaya eseshada omunye phezu komunye kusuke kusewthando njalo lonke lolo😅
Yebo kusuke kuseyilo impela uthando isthembi sivumelekile endoden asnankinga
Ishendelikubhebha umnfazi womuntu
Habo baba usho kuthini.wazeyotshela basekhweni bangena phi kwezothando lwenu kuthi uzothatha mfazi wesibili yohhh
Besevele emkobile nje,why engamtshelanga ukuthi sebedla amaphilisi okuvikela nabafazi ababili yena bamkhiphela ngaphandle,ay cc noma bowuvele wazithulela nje
Nisthanda gqith sthemb yonelani yikuku eyodwa ngabafaz abaninz banton
Lesisfebe somfazi deserve to be arrested, cabanga nje other innocent women could have HIV virus because of her
Ngifisa ubaba akuxoshe uhambe uyoqhubeka nokufeba yena aqhubeke nalaba abawu 2 abafaz abaziphethe kahle abanesmilo wena hamba awunasmilo
But wt if one of the wives or the husband brought the disease,,how do u know it's you
Yena namakhosikazi wakhe badla uprep. Y yena ungamazisang baba kuth naye awuthath. Isthembu siphathwa ngokufana
Begingaf nayo lemfihlo
Nami bengingeke ngisho ngiphupha bengingeke ngiyikhulume lento
Abantu besilisa bona bahlezi be right ukube uCc I've azi
😂😂😂😂Lomita ubusted ngyamvuma. Uhlakaniphile lomjita sdalwa. I salute you my nigga...
Sis wazi kanjani mkhuhlane uze nawe😢
Kube usisi wazhlalelaphansi akangaphika nendoda mhlampe ngabe akaguli bese ezidlela u prep
Zitheleleka kanjn manje ingane
Ay nam angiyizwa sekwenziwa ihaba nje la.
Kupheleli ngawe sis uzoba ngobheri ngku nkosikazi ibingekho ineed yokuza kwiTV
Wazi kanjani ukuthi ukugula ukuthethe kuboyfriend
mina ngivume wena mkhwenyana 🤫
Is this true story? I can recall ivoice yalendoda eyayithandana nosisi onezimali zakhe wase Mhlanga.
Indoda yangempela ithatha abafazi hayi ukuthi ihambe ibhabhalala,uma uwumfazi azi ukuthi kuyini loko otherwise hlalani ni single ngoba nifeba noma kungekho sthembu