DR DSD Mhlongo Ekhipha Amaqiniso - [SgeqaMagula - Ep4, S2]
ฝัง
- เผยแพร่เมื่อ 20 ต.ค. 2024
- #SgeqaMagula #RealTV1 #Podcast
Dr Khangelani Mhlongo, Khuzani ne Gcokama Bayabhimba, Mzukulu Best Album 2021
Real TV1 is an independent Media Company, which features News which are predominantly in isiZulu (90%).
The purpose of this channel is to update and entertain people in South Africa.
The Home of African Trends.
For business:
Email address: Realtvone1@gmail.com
Phone Number (WhatsApp Only): 079 519 9084
Ngiyabonga kakhulu ukuthi ningimeme ngaphatheka kahle kakhulu nginifisela okuhle kodwa kanye nabantu abazobukela ababukelayo baqhubeke njalo.
Kubonga tsine Makhedama. Yibe yinhle inkhulumo yakho Silo setfu.
From Maputo/Mozambique
Mina ngibonga wena DSD ukuthi ubonge🔥🙌
Yinhle interview
Dubula so dubulana
Siyabonga nathi Silo nokuzihlonipha kwakho nje
Ay sinifisela inhlahla bafwethu sikhule njalo is isteshi seni 🙏
Ay ngeke u DSD interview yakhe bengithi izosizuzisa noma izongizuzisa,yonke into ayikhulumayo nje ngathi yi movie 🍿 ilula nje,Kanti nasemculweni akasanawo nje namandla
Lwaluhle luhlelo, Real TV 1. Ngifisa shengatsi bonkhe lawubamema bangafika eStudio kube mnandzi❤️❤️❤️
From Maputo /Mozambique
Nathi isifiso sethu leso but ke abanye abafuni
Nice show phambili nge Real TV1 🔥🔥🙌👌
No madoda siyabonga interview emnandi bekuhlekwa nje ,umsebenzi omuhle bafowethu 💯✔🤝🤝🤝🤝
Asbonge bafowethu ngohlelolenu. Ngithi nje ngiyambongela ubafo uMakhedama uD S D ngechaza alibambile emculwen ngiyithandile indlela achaza ngayo ngikufisela impumelelo bhutiwam.
I think network providers should also take part in the 31st top ten or number 1 prize, because they benefit a lot from this initiative. They should also give out something in return.
Asinayo into okuthiwa "Zinkosi" esiZulwini, ngcono sithi AmaKhosi.
Kupholiwe nje kule interview kuphendulwa nge smile 😃 😅😅 kuphela
Ukut imali ivele ngokuthengisa amagwinya akusebenzi ...Dr DsD Silo Somaskandi
Ngibukiswa yikuthi isihloko sinoKhuzani... Liyathengisa igama lendlamlenze
I can see igcokama nam yaz
Uyaphupha is wena
Ngiyaphupha nina
Uhlelo lwenu lungichaza ngoba utshwala abushodi😀😀😀😀
😅😅😅😅😅😅
Kuzomele nibuyise ama podcast wethu zingabade ✊
Sesikhumbule kakhulu ukubona ni interview amaqhawe
Nice interview Njomane big up
Dsd ugqok oludlel imbongolo kubo kwakadladla
Nelo iadvice yami ithi isgeqa amagula ingayikhulisa iRealTV1 kakhulu uma ungase ulande abaculi bakamaskandi nje ngoAli Mgube Thokozani Langa Jaiva Zimnike nabanye abakade bawuqala lomkhakha kamasakandi,uphinde ulethe nabahleli bomcimbi.
Lol Ali mgube is next 🙉🙉🙉... Siyabonga nge advice bafo
Nani niyazibonela nje uDr DSD uyinyama kubantu
Buka nje amaViews
Very true, uyathandwa DSD
Syabonga 🙂 next time sicela uJaiva🙏
Ya ya yayinhle le interview up Dsd
Ivuthiwe emlonyeni lensizwa
engiyithanda akatalabhi mntu udsd ma ephendula imibuzo
Dr Khangelan ungkhumbuz uMgqumeni
Awuuu madoda Dsd Njomane
Siyabonga njomane
Kungcono ekhaya akungcono ekhaya ?up Manqele up
Abaculi hlez liqakathekisa ukucula ukwedlul siginci
Up njomame yesizwe
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂washayisa esandleni ayiii indoda leh
Nelo sudakiwe imbuzo yakho😁😁😁😁
Imbuzo yenu madoda ayisiniki ulwazi olujulile ngoDsD
im waiting
Sinawe
Dokotela
waphuza ngenkomish e blue/ nation
Aw akusiyo eye Real TV1 kanti? Ngiyaxolisa wozani nizoyilanda ngisemhlanga
Uyahlekisa u DSD
Get your stats correct, Maskandi uyadlalwa kuKhozi FM kakhulu
Usebenza okhozini yin wena?
Iyadesha Injomane,abantu banamanga yaz....qhubeka njomane
Wawona uQula Kwedini 🤣🤣🤣🤣
Lento yokudesha emsebenzini yehlisa isithunzi somsebenzi wenu
Up ugqoko lwazwelonke
Usuwu MacG yin nkunz..nawe usuphuza kuma postcast😃😃
😆
Uyena owazishayisa empameni 😂😂😂😂
Lomfo wehhembe uthengisa u beer na
IKHULILE LENKABI EMCABANGWENI PHAMBILI NGOKUCABANGA B4 UKHULULE,ABANYE BAKHULUMA INOMAYIN NJE UBONE NJE UKUTHI UBUHLATHI LOBU.
sicela nisilethele u Phuz'ekhemisi khona abantu bezozwa ispiliyoni somaskandi... umuntu oshaya ama performance overseas bt ngeke uzwe kuxoxwa ngazo lezo zinto
Dokotela siyakutha bakith
👑Khuba✊up Khuba up✊
Please keep it up gents muhle umsebenzi wenu
Cela nibize uMdumazi
Lindelu zothin uzothin yena
Ugqoko lwethu Sodubulana
Khulamini winkunzi bhuti
Qhubekani bafana nentenhle eniyenzayo
🤣🤣🤣 babhimba ingoma
kuphela komculi engingamuzwa ngempelake lona ngathi kulula nokuba isilo somaskandi
Njomane up
DSD isilo
kanti isilo ini?
nakhu ningasazazi izinto zokudlala noma kumnandi ingama nje
Kant yin isilo?
UKPHUPHA KANJE UNGAFANGA KUYINKINGA NCONO KWAKUYFELA
DOKOTELA 🏁🐎🏁🐎🏁🐎🏁🐎🏁
Nilande umphuphe wokugcina ngci
Wena uyaqina and nhlonipho ayikho
NXT TIME NGATHI AMA INTERVIEW NINGAWENZA EBE ISIKHATHI ESINGANGI 30MUNITES HOUR HHAYI IS NOT NELO SHAYA UNDENDENDE NJENGOMNGANI WAKHO LOGCINA NGO 1
Awuna data yin sikuphulele 🤣🤣🤣
HAHA NGOBA INGEKHO NJE VIDEO NGAKAZE NGIBUKE LAYIYAKHA PHELA MINA NGYA E A NGIDINGA SKHATHI
Nalu