Ayanda Msweli Foundation | Namanje Sisalinde Izimpendulo Esibhedlela

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 26 ก.ย. 2024

ความคิดเห็น • 136

  • @nomzamombatha4929
    @nomzamombatha4929 ปีที่แล้ว +13

    Ngiyaxolisa baba ukubhala la istory kunengane ena 7yrs egwazwe umama wayo ethi idle isinkwa sakhe walimala kabi umntwana omcane ziningi izinto ezenziwa ilo cc cela baba asize loya mtwana omcane ongenacala

  • @innocentiahadebe4138
    @innocentiahadebe4138 ปีที่แล้ว +29

    Nongalo uyobongwa emaZulwini kodwa kunzima empilweni uNkulunkulu akathumele usizo❤❤

    • @Eu68345
      @Eu68345 ปีที่แล้ว +1

      Awu Moyo Ngcwele ngenelela Nkosi yethu kulo mndeni uyabazi Thixo

  • @SlindileDladla-cc9ui
    @SlindileDladla-cc9ui 3 หลายเดือนก่อน +4

    Kwaze kwabhlungu ngoncono mina bagcina betholile ukut nginani nami ngibholwa ngalezonati from 2019 to 2022 ngahlinzwa ngnomgogodla wensimbi ngenza konke embhedeni ngyaqukulwa ngfakwe whilchar kuqashww uber mangyesbedlela bhuti unkulunkulu ukhona uzosizakala futhi uzophila uma nami ngisaphila noma sebeshilo odokotela ukut angsayophinde ngihambe koda nkulunkulu akehluleki nami ilanga angsalazi ngaphandle mangiya dokotela uphile mfowethu kubhlungu ungcono usakhona mama nobaba mina kunzima okwami ngsizwa umtwana ona 17 mengekho nglala kanjalo aze abuye nomnyeniwami alekelele nkulunkulu aksize bafo

    • @Mxolisi-bd6sj
      @Mxolisi-bd6sj หลายเดือนก่อน +1

      Ungamlahli nkulunkulu uyohleli Enani syanithanda bafethu 😢😢😢😢

  • @gabisilengwenya-mu7gi
    @gabisilengwenya-mu7gi ปีที่แล้ว +4

    Kubuhlung, ngiyakwazi ukugula nokunganakwa esibhedlela. May God bless you baby Msweli uyisibusiso esihle Ku South Africa yonke❤️

  • @ishmaeljohannes4629
    @ishmaeljohannes4629 ปีที่แล้ว +4

    Baba Msweli you are sent by heaven, gift from God....

  • @thithibeletshuma9205
    @thithibeletshuma9205 ปีที่แล้ว +4

    Nkosi mawungenele kulomndeni ngegama likaJesu Khristu❤Baba Msweli uyingilosi ngempela ethunywe kulomndeni

  • @ayandagwaca3647
    @ayandagwaca3647 ปีที่แล้ว +9

    I really don't know how to describe you Tata Msweli , you such a pillar you the father of the nation , Wat a touching story .
    Jehova abusise u mdeni , nakanjalo aku gcine tata

  • @thembalinikhumalo7900
    @thembalinikhumalo7900 ปีที่แล้ว +1

    Eyi kunzima phephisani siyabonga Nondaba
    Ngizwa ubuhlungu ngayesibhedlela ngihamba ngabuya sengasakwazi kuze kubemanje kunzima ngihlala kuwheelchair phephisani uJehova uzongenelela Amen

  • @promisenomthandazo2020
    @promisenomthandazo2020 ปีที่แล้ว +3

    Mmmm ey nkoc yam ngiyabazwela labazali balengane baze bahlukumezeka .kusobala kuthi inkulu into abayifihlayo kulesibhedlela file ayitholakali nje ngoba yalahlwa ngamabom kucishwa ubufakazi.engathi lomnden ungaluthola usizo .syabonga Bab Msweli

  • @Syamthembu5
    @Syamthembu5 ปีที่แล้ว +4

    BabuMsweli uyisithunywa sikaNkulunkulu 🙏🙌💯 mananjalo ungaphelamandla nkosi iyakubona. Kubuhlungu okubhekene nalomndeni sithembe bazolithola isizo

  • @prettydube5440
    @prettydube5440 ปีที่แล้ว +4

    Kwazekwabuhlungu l really feel the pain syabonga babumsweli mkhulu umsebenzi owenzayo

  • @sunflawa
    @sunflawa ปีที่แล้ว +2

    Couldn't finish this video... Ey 😭😭😭💔

  • @zandilemakhathini7855
    @zandilemakhathini7855 ปีที่แล้ว +3

    Kwaze kwanzima Nkosi Kulo mndeni noku baba Msweli bakithi, , Baba Msweli sibonga umndeni wakho kusiboleka wena .Isibhedlela fane silandelelwe

  • @zosibiya1398
    @zosibiya1398 ปีที่แล้ว +18

    I hope there is a Samaritan lawyer watching to demand answers from the hospital,otherwise for dragging their feet they should be sued

    • @missmak4348
      @missmak4348 ปีที่แล้ว +1

      Definitely because there’s clear negligence on the part of the hospital during the lumbar puncture procedure. They should be paying for all these costs. It shouldn’t cost the family at all.

    • @tomngwenya3041
      @tomngwenya3041 ปีที่แล้ว +2

      But the problem is that all the evidence is in the file, which is apparently missing according to the father. So it will be the parent's word against the hospital's word, and that's unlikely to stand in court.

  • @Mshinikashukela
    @Mshinikashukela ปีที่แล้ว +2

    😢😢 Eish kwaze kwanzima langaphandle

  • @makutloanoseloane7216
    @makutloanoseloane7216 ปีที่แล้ว +1

    😢😢yhooo kodwa ubab'Nkulunkulu sengenelele

  • @lindiweshibe4507
    @lindiweshibe4507 ปีที่แล้ว +2

    Hmmmm baba Msweli engathi lungatholakala usizo aqine u mama.

  • @NandiphaLusawana
    @NandiphaLusawana ปีที่แล้ว +1

    Yhoooo nkosi yam umhlaba uyaphela ngku💔💔💔💔😭😭😭😭

  • @yvonnemdaka3125
    @yvonnemdaka3125 5 หลายเดือนก่อน

    This is heartbreaking story I don't know what to do,may God Almighty touch the hearts of people to help with the situation if I have something to help I would like to give so I'm helpless our people be touched by this video 💔👏👏👏👏

  • @NomondeMbanjwa-g8i
    @NomondeMbanjwa-g8i ปีที่แล้ว

    😭😭😭kodwa Jehova ei ungaze uthi uwedwa onenkinga kanti chaa 💔 inkinga asazi szophuma sbhekephi if sithi sfuna ubulungiswa

  • @tandybrockett1308
    @tandybrockett1308 ปีที่แล้ว +6

    Government should provide carers hoisting hospital 🛏 is very serious condition in this family

  • @pearlkate8379
    @pearlkate8379 ปีที่แล้ว +1

    Inkosi ikubusise ngomsebenzi owenzayo baba u Msweli sengathi nomndeni ungasizakala ngayo yonke indlela💔😭😭

  • @mcsiemtetua-ki3dh
    @mcsiemtetua-ki3dh ปีที่แล้ว +7

    Ngicela niye oNyazini lwezulu mama for impilo yengane

  • @mandisaluvuno4369
    @mandisaluvuno4369 ปีที่แล้ว +1

    Please God our father thatha indawo kulefamily😭

  • @sphelelemdletshe4550
    @sphelelemdletshe4550 ปีที่แล้ว +2

    Esibhedlela kwaHlabisa Ave bebudedengu

  • @mrmanq9517
    @mrmanq9517 ปีที่แล้ว +3

    Ey kwaze kwanzima...Please take this matter FURTHER. Medical negligence🙌
    Isibhedlela sahulumeni udoti...

  • @zandilezah3404
    @zandilezah3404 ปีที่แล้ว +1

    Kunzima 😭😭😭 my Ngwenya umsebenzi wakho uyamangalisa uJehova akungcine njalo

  • @tomngwenya3041
    @tomngwenya3041 ปีที่แล้ว +5

    This is so painful 😢 I hope this family finds help in one way or another.
    The hospital must take the responsibility and for the sake of closure for the family they should explain what happened and even do further investigations if needed, to say there are no results and the file is missing is just unacceptable and unethical.

  • @lolongubeni1748
    @lolongubeni1748 ปีที่แล้ว +5

    A mother's pain😭😭😭

  • @lusandamatshingana9947
    @lusandamatshingana9947 ปีที่แล้ว +2

    Kuzolunga Mama thulu u ngakhali❤

  • @musasibiya8743
    @musasibiya8743 ปีที่แล้ว +1

    It's very sad God have much power

  • @Sphanxumalo-x7q
    @Sphanxumalo-x7q ปีที่แล้ว +2

    SHEMBE oyincwele😢😢 yaze yabuhlungu ntliziyoyami😢😢💔💔

  • @wendy7915
    @wendy7915 ปีที่แล้ว +14

    R50-R100+ per person will go a looong way.

    • @estherntuli4003
      @estherntuli4003 ปีที่แล้ว +2

      Singaphonsa kuphi ngane yami

    • @wendy7915
      @wendy7915 ปีที่แล้ว

      @ayandamswelitv where can we donate?

    • @94069
      @94069 5 หลายเดือนก่อน

      @@wendy7915did you get a response ukuthi donation ifakwaphi?

    • @wendy7915
      @wendy7915 5 หลายเดือนก่อน

      @@94069 no I didn't. 🥺🥺 I would still love to donate. 💔

  • @zamasthole9083
    @zamasthole9083 ปีที่แล้ว +1

    Babu msweli inkosi ibusise ngezenzo zakho 🙏engathi nomntwana angabuthola ubulungiswa💔😓

  • @nomzamombatha4929
    @nomzamombatha4929 ปีที่แล้ว +1

    Mmmmm nkoc yami baba umsweli jehova akubusise

  • @malimhlanga1676
    @malimhlanga1676 ปีที่แล้ว +1

    Siyabong Msweli u Jehhova mkhulu mfeth

  • @ZhuuMpanza-zh7xl
    @ZhuuMpanza-zh7xl ปีที่แล้ว +4

    Kunabantu abaphila ezimweni izibucayi langaphandle into ebuhlungu okwangempela kungekho ngisho umuntu otokhozayo😢

  • @SibahleSikhosana
    @SibahleSikhosana ปีที่แล้ว +1

    Aw nkosi😢

  • @mpumelelo846
    @mpumelelo846 ปีที่แล้ว +1

    Lomsebenzi owenzayo Mseli angazi ungafaniswa nani, unkulunkulu akwenzele kahle kulemizamo yakho yokuvula la kuvalwe khona. umndeni sengathi ungeze waphela'mandla ukthola usizo. Angazi uma unkulunkulu engathatha umama wengane kosala kube njani 😢😢🙁

  • @zukiswapatiencengqame2457
    @zukiswapatiencengqame2457 ปีที่แล้ว +1

    Kwaze kwabuhlungu kumhlaba esiphila kuwo Tatu Msweni siyabulela ngawe uThixo akugcine tata wam

  • @zosibiya1398
    @zosibiya1398 ปีที่แล้ว +1

    That's tough,God please answer the poor family😢😢😢

  • @promisejuqu7592
    @promisejuqu7592 ปีที่แล้ว +1

    For ukuphosa ilitshe esivivaneni babu Msweli singafaka kephi imali

  • @sindiswayose4273
    @sindiswayose4273 ปีที่แล้ว +2

    Kwaze kwabuhlungu bakithi Ohh Nkulunkulu ngenelela kulolusizi

  • @promisejuqu7592
    @promisejuqu7592 ปีที่แล้ว +1

    Hawu bakity kwaze kwabuhlungu Nkulunkulu ngenelela😢

  • @MagqabiZameka
    @MagqabiZameka ปีที่แล้ว

    Ei this very painful 😭😭😭

  • @bhekitony
    @bhekitony ปีที่แล้ว +1

    Baba Msweli Nkulunkulu akubusise ngomsebenzi wakho omuhle owenzela Isizwe

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 ปีที่แล้ว +15

    Ingabe abamlimazanga yini ngeskhathi bemenza I lumber puncher.Bamlimaza may be but abakhulume iqiniso bamnxephezele benze umthwalo ubengcono kwifamily.Ngiyethemba Msweli ake uyisize lefamily ngoba it seems as if they damaged him during the process of lumbar puncher yingakho nefile ingasatholakali its either it was destroyed ukucisha ubufakazi.South Africans please help this family on all aspects nokuthi kutholakale iqiniso ukuthi kwenzekani kulensizwa ukuthi iphume esbhedlela ingasakwazi ukuhamba kulandela ukuthi kwakufundiswa ngayo.

    • @sindymbau5255
      @sindymbau5255 ปีที่แล้ว

      I think that's what happened bamlimaza these stupid doctors did to my brother kwahlabisa until today uhlukumezeke kakhulu kasamazi unkosikazi wakhe ngenxa yephutha lodokotela

    • @sibusisobohlela9868
      @sibusisobohlela9868 ปีที่แล้ว +1

      iSeNeThini ✊✊kunjalo straight la yimbi Lento abayenzayo izimpilo zabanto🤦

    • @lindenihedebe8108
      @lindenihedebe8108 11 หลายเดือนก่อน

      Kumele bathole Seeling hoist I feel sorry for this family 😢😢

  • @zetrustbabatheloh2795
    @zetrustbabatheloh2795 ปีที่แล้ว +3

    Please museni kumuntu wesizulu ongamsiza 🙏

  • @SenzeniMelta
    @SenzeniMelta 19 วันที่ผ่านมา

    Inkosi iyasi iyohlala inani konke kolunga ngbonge inhlanhle nkulu yokuba khona kuka babu Msweli nethimba lakhe konke kube uhlelo lwenkosi ngyabonga

  • @mzangwamalicalvin3544
    @mzangwamalicalvin3544 ปีที่แล้ว +1

    Eish xakufundiswa abatsha kubakho umonakalo xm okubuhlungu akhonto yenziwayo'

  • @ThandekaZulu-zv3ry
    @ThandekaZulu-zv3ry 7 หลายเดือนก่อน

    Yabona labo public hospital udoti wento mina ngibonga nge St Benedictine kwaNongoma....😢 asinde umfana nalezonaliti ngathi bagwaza inja noma inkomo....intonje enesbhedlela sikahulumeni ukaka

  • @zetrustbabatheloh2795
    @zetrustbabatheloh2795 ปีที่แล้ว +3

    Enye into idinga abantu besizulu cz nam ngacishe ngashona ngaze ngasizakala kumuntu weSizulu cz umama wezitshela ukuth ngino Chickenpox ngingasizakal emaclinic

  • @esihlelalah766
    @esihlelalah766 ปีที่แล้ว +1

    Kwaze kwanzima emhlabeni Bantu kuncono niyobopha isibhedlele kusobala. Isibhedlele esamenza kanje nam Uma wam wangena esibhedlela ezihambela waphuma ehamba nge wheelchair

  • @thabile_thina6363
    @thabile_thina6363 ปีที่แล้ว +2

    Ey nkosyam 😢😢😢😢

  • @nontobekomhlungu7870
    @nontobekomhlungu7870 ปีที่แล้ว +5

    Kodwa mangabe sizohamba syofuna usizo ezibhedlela sibuye kube worse isimo kanti sophelelaphi😢

    • @XolaniNtusi
      @XolaniNtusi ปีที่แล้ว +1

      angisifuni kabi isbhedlela😢😢😢

  • @mapuseletsomareka4385
    @mapuseletsomareka4385 ปีที่แล้ว +2

    😢 Sorry Mom he is going to be fine GOD is going to bless you Mommy 😢

  • @mmeme5861
    @mmeme5861 ปีที่แล้ว +2

    Some other things are very spiritual....Baphi oo Bhaka no Khehlelezi.... nantsi I problem kheniyeke amanga nezigubhu

  • @sontozuma9309
    @sontozuma9309 ปีที่แล้ว +1

    Kwaze kwanzima nkosi yami buya ukuphi uma kunje💔💔

  • @sunshine.T6158
    @sunshine.T6158 ปีที่แล้ว +1

    Zimulimazile lezo naliti they destroyed his spine, ijst get furious when ithink abt this situation ts hard ukonga umunutu osembhedeni & painful. Obvious the hospital is at fault with these students called nurses& doctors 😡💔😢

  • @Mshinikashukela
    @Mshinikashukela ปีที่แล้ว +1

    Ey ngoba labantu esibabiza ngabangani yey

  • @nomsamdluli5342
    @nomsamdluli5342 ปีที่แล้ว +5

    Waze wamosheka umoya wami 💔

  • @estherntuli4003
    @estherntuli4003 ปีที่แล้ว +2

    Baba u Msweli udinga o Nompilo kumele abone ama Social worker yikhona ezomhlelela bamsize nange wheelchair

  • @Silence46-1
    @Silence46-1 ปีที่แล้ว +1

    Aw nami bangenze njalo ngomyeni wami wangena esbhedlela ezihambela wadonswa lawo ma sample emgogodleni waphuma esekhubazekile akekho nje

  • @sarahtsotetsi2764
    @sarahtsotetsi2764 ปีที่แล้ว +2

    Smakade ngenelela 🙏

  • @ishmaeljohannes4629
    @ishmaeljohannes4629 ปีที่แล้ว +1

    God😢

  • @mangcobongcobo8982
    @mangcobongcobo8982 ปีที่แล้ว +1

    Mmmm kwaze kwabuhlungu

  • @mandlaskhosana3932
    @mandlaskhosana3932 ปีที่แล้ว +1

    Kufuneka abameli siyacela Maku vulwe iicala ngoba indaba yonakala esbhedlela June Simo esingafuni ama student doctors uhulumeni Maka bhadale a that's full responsibility for ukona impilo ye ngane

  • @sibongahsibongah5993
    @sibongahsibongah5993 ปีที่แล้ว +1

    Baba msweli cela ubase kwa shembe baba leyongane ingasinda nakanjani.

  • @sibongilezwane4912
    @sibongilezwane4912 ปีที่แล้ว +2

    Kwame kwabuhlungu manje Uma ufuna ukuphosa okuncane wenza njani babuMseli😢

  • @PoswaHouse
    @PoswaHouse ปีที่แล้ว +1

    Sivota mihla kathixo kodwa uhulumeni akabanaki abantu siyabonga Mr Msweli

  • @AndileMM608
    @AndileMM608 ปีที่แล้ว +1

    Kwaze kwanzima. UNkulunkuku akangelele nkosi yam

  • @manikinikimjoli202
    @manikinikimjoli202 ปีที่แล้ว +3

    😭😭😭😭😭

  • @PrincessNgobese
    @PrincessNgobese 4 หลายเดือนก่อน

    Umgogodl into ebucay kab wathintek mhla bemthatha lawo ma test,nalento yokuth sibe ama experiment ezibhedlel kwavafunday izinkinga kakhulu ayiyekwe leyont buk nj manj imiphumel

  • @sithembisondlovu-rb5nm
    @sithembisondlovu-rb5nm 4 หลายเดือนก่อน

    Iyoo kubi emhlabeni kufuneka usizo impela

  • @sandisoblesser2345
    @sandisoblesser2345 ปีที่แล้ว +1

    🙏

  • @lindokuhlebhengu4042
    @lindokuhlebhengu4042 ปีที่แล้ว +1

    Lobuhlungu buka mama ngyabazi..... Ngo December bengifihla umfana wami walinyazwa esbhedlela.....naye badonsa amanzi kumgogodla then wagoba iqodo then aphindanga wahamba uze washona

    • @nombulelozulu602
      @nombulelozulu602 ปีที่แล้ว

      😢

    • @nonkululekosibeko3646
      @nonkululekosibeko3646 ปีที่แล้ว +1

      Indaba yokudonswa kwamanzi akuyona insango. Mina ngadonswa 2020 ku private hospital ngidonswa yi specialist wathi nginganyakazl for 12hours after that. He was very careful kodwa iqolo lam lisebuhlungu namanje. Kuba worse ke uma uthole labo doctor abanganendaba nezimpilo zabantu🤦‍♀️
      Ngiyaxolisa kakhulu ngengane yakho ye kodwa kuyayiwa I ezulwini, bazophendula doctor

  • @MabongiMathonsi
    @MabongiMathonsi 8 วันที่ผ่านมา

    😢

  • @ntombimahlangu6120
    @ntombimahlangu6120 6 หลายเดือนก่อน

    😢😢😢

  • @ImeldaNgcobo
    @ImeldaNgcobo 2 หลายเดือนก่อน

    Nmmm bamlimaza the time bemenza iLumber punch walimala umgogodlo

  • @sthembisozakhele8892
    @sthembisozakhele8892 ปีที่แล้ว +1

    Isibhendlela asisho ukut kwenzenjani ubukawelani umuntu kade ephila ngokomzimba wakhe beside umqondo asichaze isibhendlela

  • @xollynsele7851
    @xollynsele7851 5 หลายเดือนก่อน

    Waphazamiseka mhla bemchecka amanzi omgogodla

  • @NokulungaVelile
    @NokulungaVelile 3 หลายเดือนก่อน

    Mmmmm😢

  • @UgebheziSecurity
    @UgebheziSecurity ปีที่แล้ว +2

    Zihluphile kodwa izibhedlela,zibaxhwalisile abahlobo bethu abating,ibuhlungu lento eyenzakalayo kithi

  • @londythulemchunu
    @londythulemchunu ปีที่แล้ว +1

    Kunabantu abondla imindeni yabo.kube kukhalwa kweminye imizi.kwaze kwabuhlungu but unkulunkulu unecebo.

  • @ntokomazungus789
    @ntokomazungus789 7 หลายเดือนก่อน

    Yazi ibona labo abamenze ,wakhubazeka iyingozi indaba yokumpontshwa kwe gazi

    • @ntokomazungus789
      @ntokomazungus789 7 หลายเดือนก่อน

      Isbhedlela yiso esiyingozi

  • @MuziZikhali-b6z
    @MuziZikhali-b6z ปีที่แล้ว +3

    Ngicela bake babheke nomsamo kungagula umuntu aze alale phansi kuthiwe ama file lutho .hlampe inkinga umsamo

    • @SceloMashiwa
      @SceloMashiwa ปีที่แล้ว +2

      Uqinisile bafo abake babheke nasemsama

  • @MicasKhosa
    @MicasKhosa ปีที่แล้ว +1

    Siza baba😢 ibuhlungu lento

  • @gijimanembhele5263
    @gijimanembhele5263 ปีที่แล้ว +1

    Silithwele intshe bakwethu kungcono egibhithe

  • @velilenatashia8959
    @velilenatashia8959 ปีที่แล้ว +1

    🤔🤔🤔🤔🤔🤔🤔😢😢😢

  • @siyabongakhuzwayo4277
    @siyabongakhuzwayo4277 ปีที่แล้ว

    Kwaze kwanzima

  • @Onkzit
    @Onkzit ปีที่แล้ว +2

    He has a rare condition. He is suffering from elephantiasis

  • @xolsanngwadla6388
    @xolsanngwadla6388 ปีที่แล้ว +1

    Medical negligence

  • @amandamgobhoza2882
    @amandamgobhoza2882 ปีที่แล้ว

    Ey babu Nongalo inkosi ize ikubusise

  • @mzwe_khalathi
    @mzwe_khalathi ปีที่แล้ว

    🙆‍♂️🙆‍♂️🙆‍♂️

  • @talentngema5106
    @talentngema5106 ปีที่แล้ว +1

    Mmm kwaze kwabuhlungu tjoo yabona nje isimo sokut konke ukwenza laa mmm e clinic abamnike i sihlalo esihambayo cishe singawenza mehluko for emini nje ukut ahlale kuso mmm angahlale elele kanjee mmm ay Ngwenya uyabuthwala ubunzima

  • @SceloMashiwa
    @SceloMashiwa ปีที่แล้ว

    Umsweli wunkulunkulu wase mhlaben shame kwaze kwabuhlungu kumama sorry mah kuzodlula uzophil

  • @thuthukanietbos5079
    @thuthukanietbos5079 ปีที่แล้ว +1

    Sesithembe wena babumsweli

  • @larrymdungeplays362
    @larrymdungeplays362 8 หลายเดือนก่อน

    they paralysed this child, bastards 😭😭😭

  • @manikinikimjoli202
    @manikinikimjoli202 ปีที่แล้ว +1

    umgqabuli wamaketanga

  • @ZamokwakhePrescious
    @ZamokwakhePrescious ปีที่แล้ว +1

    Ngicela email kababuMseli🤲