INKOLO NOSIKO/UKungena kwesabatha,ukugeza,ukubaluleka kwesabatha,mthetho wasethempelini/EPISODE 2

แชร์
ฝัง

ความคิดเห็น • 18

  • @pietmazibuko914
    @pietmazibuko914 2 ปีที่แล้ว +4

    Amen, Sibonga 'kwembulelwa ngesabatha.

  • @wisemanthamikhumalo5626
    @wisemanthamikhumalo5626 ปีที่แล้ว

    Sawubona Siphesihle nobaba Mkhwanazi ngicela ningipha izinombolo zocingo kunodaba engifisa ningisize kukho amen

  • @sbusisongubane5803
    @sbusisongubane5803 2 ปีที่แล้ว +2

    Siyabonga amazwi amnandi. Usuku lokugqibela (ngicabanga ukuthi leli elinye igama leSabatha lithathelwe olwimini lwesiXhosa)

  • @sandilenimrod2293
    @sandilenimrod2293 2 ปีที่แล้ว +2

    Siyabonga kakhulu ukufunda kabanzi ngosuku olukhulu lwesabatha... Umbuzo wami kuBaba umkhwanazi ukuthi :uma ekhaya umncane ulinazaretha, wenza njani ukugcina kahle isabatha kodwa abanye egcekeni bengakholwa enazaretha. Amen

    • @brianngubane8984
      @brianngubane8984 ปีที่แล้ว +1

      Ubuzo wami leziwa kanjani iladi kashembe

  • @andilenhleko26
    @andilenhleko26 ปีที่แล้ว

    ❤❤syabonga izimfundiso impela syafunda

  • @vumanimsinelwa6247
    @vumanimsinelwa6247 ปีที่แล้ว +1

    Angibingelele ngiphinde ngibonge ngezinkulumo ezinhle ezakhayo futhi ezifundisayo nangosikompilo

  • @sbusisodube7569
    @sbusisodube7569 ปีที่แล้ว

    Cha kunjalo nje lokho ubaba uMkhwanazi akuchazayo kuyikho akujiki futhi kuyisiminya

  • @royaltybeemambatha9394
    @royaltybeemambatha9394 ปีที่แล้ว

    Mina ngcela ukubuza ukukhanyisa ke ngezibani khona akuphazamisi nah esimeni somlilo ngoba liyavutha

  • @pennyswazi8995
    @pennyswazi8995 ปีที่แล้ว

    NJANI NGISACELA NO KABABA MKHWANAZI NONGOBESE

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 2 ปีที่แล้ว

    Ngyabonga ukufunda kabanzi ngeSabatha,sikuloluhambo sisadinga ukwazi imithetho nezimiso zikaJehova

  • @andilesokhulu4157
    @andilesokhulu4157 ปีที่แล้ว

    Manje ngicela ukubuza ukuthi njengoba uNkulunkulu kumthandazo wesaba ethi, singasebenzi ngosuku lwesabatha futhi akayukilalela imithandazo yothu uma singaligcini lesabatha wenzenjani uma ngabe utohoza uthole ukuthi kuleli toho ungena amashift futhi kusetshenzwa ngezinto ezishisayo wenzenjani kuleso simo

    • @Joshuaschannels
      @Joshuaschannels  ปีที่แล้ว

      Uyasebenz baba ngob umsebenz vel uwunikwa abakini no Nkulunkulu

  • @nkosinathimyeza8500
    @nkosinathimyeza8500 ปีที่แล้ว

    Ngicela kubuza wenzanjan uma uyi Security gurd kusebusika winter kuyabanda ulungisekonke ngolwesihlanu wahlambuluka wase uya emsebenzin ngolwesihlanu ntambama ebseku sekuyabanda ungaybasa yini I heater no cha ngolwesihlanu ebsuk nanka amakhaza ayasho kusebsika wenzenjan lapho??

  • @khanyisanikhoza299
    @khanyisanikhoza299 2 ปีที่แล้ว

    manje ubaba usho ukuthi njengoba ngihlala e Cape Town nje ilanga lishona ngo8, uma kuwLwesihlanu eseshayile u6 ngisengaqhubeka nokubasa ngoba inhlamvu yelanga isasekhona?🤔🤔🤔

    • @Joshuaschannels
      @Joshuaschannels  2 ปีที่แล้ว

      shuth awuzange umulalelele kahle utheni

    • @p.n8016
      @p.n8016 2 ปีที่แล้ว +1

      I don't think you can from lokhu akushilo, 18:00 fanele kube ukuthi usuqedile konke ekufanele ukwenze (bath, cook, clean, iron etc) usugade ukwehla kwelanga ukuze uzoqala umthandazo weSabatha. That's how I understood him.

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 2 ปีที่แล้ว

      Umthandazo ungena ngehora lesithupha ntambama,sewungenisa umthandazo weSabatha.kushuthi imsebenzi yakho sewuyiqede Waze wahlabuluka before 6.uze wachaza wathi ehlobo ilanga liyephuza ukushona but ngenxa yokuth iSabatha awusavumelekile ukubasa umlilo.