Umuntu ubhabhadiswa kangaki kahle kahle iSilo sikhonzaphi angazi ukuthi kwenziwani la lento ayihlelekile kuyacaca nje ukuthi into yasemhlabeni yokuzenzela
Very unprofessional le video. Ubuhlathi nje bodwa ekubeni kuqophe-ke umlando obalulekile namhlanje ekufanele waziwe isizukulwane nesizukulwane esizayo. Bekufanele uyi edit-e kahle before uyifake la ukuthi ibukwe umhlaba wonke.
I don't think there's a problem when a King chooses to become a member of a religion that endorses and fully supports his tradition, customs and values.
Umlando esiyowuxoxela iyngane zethu ngelinye ilanga ⚡👑, Siyabonga Dlakadla mfwethu 🙌👊🔥
Uyawazi umlando🙌🙌🙌🙌🙌🙌
kunjalo mfethu
Camera man yini kodwa🤗! Sijabule kangaka walibala izindaba 😂 sowukhohliwe yini ukuthi usebenzela thina✌️♥️
Siyabonga Thixo olungileyo, nkulunkulu wokhokho bethu, ukwamukela iSILO SikaZulu,
Kodwa Nkosi namuhla baze bajabula ebebekhona uNya,I luqopha.umlando emehlweni omhlaba.Siyabonga ngeSilo esikhulu Ndabezitha❤❤❤❤
Syabonga Nkosi yamakhosi....🎉🎉🎉❤❤
Uyeeeeesabeka Nkulunkulu wethu Nyazilwezulu❤
😢😢😢😢 Historical event ngesikhathi sethu.......umlando esiyowuxoxela izukulwane zethu 😢😢😢😢
amennn kunalo kukhe kwaphumenje ezindaben kdwa ?
@@ZandileKhwela Weeee lutho into nje E eno Shembe uNyazi ngeke beyiveze laba
ngibona iNkabiyami uDr 3Seconds ,Siyabonga Baba Dlakadla ngokusithatha usibeke
Umhlaba wonke usungcwele uma isilo sesingene Manzini syabonga baba dlakadla
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
kunjalo
Uyabona lomkhumbi kabhombela ukwelinye igiya manje osangabaza ukugibela kuwo ngiyamdabukela😢😢😢
Ngeke angabi khona ongabazayo abantu abàmnyama bathanda izinto zasentshonalanga
akasale kajalo thina siyashosholoza waya waya
@@thullynomandla7701 awuh vele sebesithuke basithua
@@ZandileKhwela no more tanning back🏃🏃🏃🏃
@@user-sk3wo8xp6j khethile khethile tltltltltl
Zulu uyesabeka❤️❤️
Nkulunkulu wokhokho bethu
Awu yehhhhhheeeee💃💃💃💃💃👏👏👏👏👏 namhlanje umlando uqoshiwe emabhukwini🙌🙌🙌. Dlakadla siyabonga👌
Nathi sfana nabantu abasuke bekhona emhlanganweni.syabonga kakhulu Dlakadla iNkosi ikukhulise ifeze nefiso zakho🙏
ei uyasisiza yazi Dlakadla nksi imbusise last week besiseswatini ngexa yakhe
KUPHELELISIWE ZULU ELIPHEZULU SIYABONGA GUQABADELE NYAZILWEZULU. ZONKE IZIZWE ZIYAKUMBONAAAAAAA
Umlando ngempela lo🎉🎉🎉🎉❤❤
Bayethe INgonyama yezizwe Ngaze ngajabula ngingumtwana wo UMtwana u Mamazile ka Slimanaka Mkhungo ka Mpande
Uyeee hhhee!!! Bathi Ngabantu kayitshelwana!! Lee Yona siyoyizeka ubusuku nemini,!! Aaammmeen. Khuula Buhle BoKuphakama💥🎵🎶💯🙏🙏
Haaaawu !! Wamuhle umsebenzi osenzela wona Dlakadla. Siyabonga kakhulu.
::_Siyabonga nge video eqopha umlando❤🤍, kodwa indlela enikhulume ngayo nalomama we ntethelelo ayiyinhle. Sometimes yithina makholwa esihlubula abantu sibakhiphe okholweni🤞💔
Yinto eyismanga lena kuqopheka umlando omkhulu
Musani ukuphoxa abantu nibabize nge 13 ninesono kodwa😢😢😢 niyahlambalaza ngoba naleyo ntethelelo yenziwa ithina khulumani kahle nabantu
Kdw uma besazibiza bona ukthi baya 13 baze bathi "iNumber encuuuh" anisho ukthi bayazihlambalaza mmmmh so strange 😮🙄
😂😂Angenaphi manje ama13😂😂
Syabonga Ndlamhlathi kaMayekisa🙌🙌🙌🙌❤️❤️❤️❤️
Abusisiwe amehlo enu lokhu ebona lokhu abaningi abangakubonanga ,lokhu kungokokuqala ngqa kuleli akwazulu sithi nje khula ndlulamithi yamakhosi akwazulu , Kanti lungakanani unyazilwezulu emhlabeni sasezulwini🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏
Anoke niyeke ukugxeka abantu kazi kanti emasontweni enu nenzenjani uma kuphenduka umuntu enazi izinto akade ezenza engakaphenduki? shukuthi kuphuzwa ngaye itiye ukuthi yini abekade eyenza noma esevula ipage Elisha.Thina siyabonga kuqopheka umlando KwaZulu. Shembe imisebenzi yakho iyesabeka.
amennnn kunjalo
Amen izwi lelo oksalayo uyikhethile iNkosi....🙌🙌
@@thabinozi2945 nje wabhabhadiswa mmmmh kukhona engikusolayo ngathi izihlabelolo zizoshitshwa ke manje
Akwande maZulu🎉 Akwande maNazaretha!🎉❤
Awu,Shelve oyingcwele, umlando ongaka esikhathini sethu, syabonga Dlakadla mfowethu🎉🎉🎉❤❤❤❤
Bayede
Ndabezitha
Hlangalomhlabathi
Zulu omnyama ondlela zimhlophe.
Ukube akuDlakadla media ngabe siwutholaphi lomfanekiso oqoshiwe. Nice and clean captured.
Ningakhathali, leli kufuze kube yikhasi lapho sonke samaNazaretha siphelela khona💯✨🖤
amennnnn qiniso lelo mntak Bhombela
Yayinhle lento ingqophamlando ngempela 🤞 ukubhabhadiswa kwe Silo sika Zulu uShembe iyinkinga ngempela umhlaba wonke uzobamhlophe Amen 🙏 Nkosiyamakhosi Nyazilwezulu ⚡🙏
Kwenzeka namhla okwaprofethwa uBhombela...umlando wokuqala nqa kumaZulu lo❤❤
Uyesabekaaaaaaaaa oyiNgcweleeeeee!🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙏
Ahy Shembe Nkosyamakhosi ngizwa kufika inyembezi
Ameeeeeeeeen bayede wena wendlovu
Amen ❤❤❤❤❤❤
Dlakadla 🎉🎉
AMEN AMEN AMEN
AMEEN!❤
Nkosi yamakhosi siyathokoza 🙏🏾💯✨
Camera man usekhohliwe ukuthi uyashutha ulibele zindaba
😂 yehlisa umoya
Very unprofessional.
Musani ukudlala ngaye😊
It's not fair kodwa uyazama
Aze abaluleka amaPhone wethu 🙌👏🙏kungabe sizwa ngendaba
Ngiyabonga 🙏🙏❤️🔥
Ngyamthanda uKing MisZulu, ushitsha yonke into ebenizitshela ukuthi niyayazi
Aaaamen❤❤
Thanks!
siyamubongela
Bayede wena wendlovu 🙏🤣❤️❤️❤️
Ameeen
Yoh ingxokozelo engaka, ay ngeke kuphi ukuzithoba la.
Impela le ingqophamlando❤🎉
Amen
Amen 🙏 bayede ndabezitha 🎉🎉🎉 SHEMBE is the way
To where ??
@@humblebeginningstv917 kuthina esingamanazareth unenkinga?
❤❤❤
Mmmmm kuyashuthwa yaze yayinhle ivideo
Waze wasithanda Nkulunkulu wokhokho bethu
Maningaboni anisoze niphindee nibone ukuthi ngi Thixo lo
Video Yahoo ayicacile
Namxosha kabuhlungu kanje kodwa undlunkulu😂😂😂
Umlando madoda🎉🎉🎉🎉🎉🎉
Base bajabula abathintwe yizandla zikaNkulunkulu❤❤wethu
yoooooh bajabulile thixo
Uyajabula wena ongenasono
wena wendlovu bayede
Anihloniph nina inkolo yobunazaretha niyenza umasgcozi nje ingakho ubuholi benu buntengantenga😂😂😂
Uthini?
Waze wadlala ngathi ushutha izinyawo
Kupheleeeeeeeeeeeeeeeeeele baba Nyazilwezulu ngyakuthanda baba
Siyowuxoxa lomlando❤❤❤
9 June 2024
Nxumza ngzokbiza kanjalo uyahlekisa mkhulu😅😅😅😅🤣
Akubhabhathiswake kanjena. Umuntu umcwize kanye?😂
Ikuphi la engingathola khona ulwazi uthi uNyazi lizobe likuphi. I schedule
🎉🎉Muhle umsebenzi Dlakadla
Akwande maNazaretha,Zulu uyesabeka
Usuqoshiwe umlando
Syahalalisa
Lomlando oqopheka lana mkhulu kakhulu
Camera man ngeke udlangathi
Wenqokonqo ndini wamzondani uButhelezi wakudlelani yingakho ubukeka sengathi uyimpungushe yehlathi. Hlukana nomntwana wakwaPhindangene siyayazi thina imisebenzi yakhe esebenzela isizwe esimpisholo.Wena kuphi osukwenzele isizwe esinsundu ukuthuka nokugxeka kuphela. Shit😮
Kazi uzoziyeka yini idakanizwa
"Ungangilibazisi wena sitha sami uma uJehova engibiza mangisuke ngimlandele" ingoma ka Shembe
Siyabonga ...kodwa ke bekufanele ucishe lomsindo eniwenzayo ukube uhlakaniphile futhi uthanda inkolo yethu
Awuuu ulaka onalo luyasolisa Bhuti....
Cha anginalo ulaka khona izinto bekungafanele ziziwe yizwe kulevedio ...akufanele kuzwakale amakholwa ehlambalazana odwa...kodwa ke I'm sorry if iqiniso ungalifuni
Ukhuluma iqiniso lodwa.
And wena ubona sengathi akahlakaniphile uwena wedwa ohlakaniphil mmmh? Sometimes anoke niyeke ukugxeka noma kungafanele uyeke futhi ukubuka ngoba usuke ungaphoqiwe ukthi ubuke ngenkani
Kuphelelisiwe
Indabenkulu le ngidabukela osagxeka yazi kuhle ukuthula size sikaMageba
Umuntu ubhabhadiswa kangaki kahle kahle iSilo sikhonzaphi angazi ukuthi kwenziwani la lento ayihlelekile kuyacaca nje ukuthi into yasemhlabeni yokuzenzela
What a waste of time. Basabani emfuleni 😂.....
syabonga Dlakadla iNkosi ikubusise
Very unprofessional le video. Ubuhlathi nje bodwa ekubeni kuqophe-ke umlando obalulekile namhlanje ekufanele waziwe isizukulwane nesizukulwane esizayo. Bekufanele uyi edit-e kahle before uyifake la ukuthi ibukwe umhlaba wonke.
Usho ukuthini lo other this is not our culture,maybe I'm failing English
Lo othi this is not our culture
What is happening, this is not our culture or custom😮
Usho kanje?
Lithini isiko lakini wena uyalazi?
I don't think there's a problem when a King chooses to become a member of a religion that endorses and fully supports his tradition, customs and values.
ask the English that you're speaking
Uyaludinga uncedo mnewethu, yinkolo le usiko lungenaphi.
Siyabonga Shembe makugezwe isilo sethu sabhabhadiswa nathi sesigeziwe singamaZulu
Amen
Uze usikhumbule Mdlokombane kulolu taku olwadalwa uButhelezi.
Kube umlando uyawaze ubungeke ukhulume kanje....
@@mthethelelipremierleague8704 Usho umlando wani?