MAPHUNGULA-IZINGANE ZOMA,IMTHENTE,UMGQUMENI,UKUNGAQASHWA,AMATSHITSHI AMHLOPHE ETC...

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 5 ก.ย. 2024
  • IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
    WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
    FACEBOOK: PERFECT TV SA
    PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT

ความคิดเห็น • 148

  • @thanduyiseraylee1041
    @thanduyiseraylee1041 หลายเดือนก่อน +18

    Uyazi ngisho ekhuluma nje unesizotha nenhlonipho, ey uyathandeka nangu umuntu wenkulunkulu. Indlela athobeke ngayo ungaze umphikele ukuthi nguye lo oshingayo emculweni weZingane Zoma. Sikufisela ukuphila okude MaPhungula, Mdlovu🙌🏾.
    Siyabonga Duyaza mfwethu ngokuba uHulumeni wabantu. 🤝🏾

  • @anelenxumalo6090
    @anelenxumalo6090 หลายเดือนก่อน +6

    Ey bafethu Umgqumeni kmele ahlonishwe yaz umlando wakhe kuhlez kukhulunywa ngaye 💔 💔 💔 ungaphika kunemi nyaka wadlula emhlabeni😢😢

  • @MbhekiMkhulisi
    @MbhekiMkhulisi หลายเดือนก่อน +12

    Asibonge kumaphungula oligagu lokuzalwa .nangokucacisela abantu ngenhlonipho ebikumgqumeni.ngikhumbula efika kwelakithi umgqumeni entinini nebandla lakhe nomgcwabo uhlehlile.kwenzeka izimanga yazi saseshela intombi kwaqhamuka ikhumbebomvu saqhuma ngejubane sonke nentombi sibheke kumgqumeni.komunye umuzi kwakuzohlatshwa imbuzi yasalakanjalo kwaphuma wonke umuntu ebaleni wama umsebenzi waqhubeka esehambile umgqumeni nentombi leyo sayibheka selihambile ibhova.lomuntu wafika engalindelwe kodwa kwakungathi ubelindelwe ngendlela okwagcwala ngayo amajubane ngemumvakwekhumbebomvu.loyamuntu wayephiwe yonke into beyibalula kuyena bizenzakalela bengayifosti.bakhona nabafostayo kuzameke.umgqumeni nje ubephiwe

  • @MbhekiMkhulisi
    @MbhekiMkhulisi หลายเดือนก่อน +7

    Manqele siyakuthanda nsizwa.sacela usilandela udlubheke ezosichazela ngokusebenza nomgqumeni emenzela mabhekhingi .kanyenezintombi zikamjaphane zizosicacisela kusebenza nomgqumeni pls pls bhuti asikujahile bhuti masuthole isikhathi usilandele ❤

  • @mthandeningubane7301
    @mthandeningubane7301 หลายเดือนก่อน +5

    Igagu lokzalwa uMaPhungula,izwi lakhe aligugi

  • @bhekiezwane7698
    @bhekiezwane7698 หลายเดือนก่อน +7

    Ngaze ngajabula ngoMaPhungula uNdi selokhu ngamlandela kualbum eyayithi usathane ngo1994 ey inephimbo lentokazi❤❤

  • @Muzlee330
    @Muzlee330 หลายเดือนก่อน +5

    S'yabonga ukusilethela usis uMaPhungula 🎉🎉🎉🎉🎉

  • @khumbulanisiphiwe6854
    @khumbulanisiphiwe6854 หลายเดือนก่อน

    Yey ingane yalomama angazi bayvaleleni phela inguye nje lomama ngendlela ecula ngayo mmhh❤️

  • @user-ic3zs1eg1r
    @user-ic3zs1eg1r หลายเดือนก่อน

    Igagu lokuzalwa, izwi lakhona unqambothi ❤

  • @tandoyanga3310
    @tandoyanga3310 หลายเดือนก่อน +7

    Mfoka Manqele uyaphila kodwa nkabi
    Besicela umlando wenxele lika mgquzulu uMfazomnyama

  • @andilendima7727
    @andilendima7727 หลายเดือนก่อน +1

    My number one female artist ever. Igagu lomama suka, izwi elilana madoda yey

  • @mzamongubane5203
    @mzamongubane5203 หลายเดือนก่อน +4

    Leyo ngoma ikwi Autograph ithi Uze Ungivikele Baba uShembe khona noBaba uShobeni lapho

  • @zakhelembokazi5575
    @zakhelembokazi5575 หลายเดือนก่อน +1

    Igagu lansondo, God bless ukuty uyaphila U cc.

  • @KhulekaniPhakathi-q7m
    @KhulekaniPhakathi-q7m หลายเดือนก่อน +2

    Ngaze ngajabula ipenti lami balisike ngomese aywema ngobuntombi bami❤❤uyayivum leyongom suka❤❤

  • @lungisanimazibuko5842
    @lungisanimazibuko5842 หลายเดือนก่อน +3

    Syabonga kakhulu mfwethu sicela ulande fihlisikhwele magubane mawuthola ithuba

  • @DumisanikaCabekaKaJuba
    @DumisanikaCabekaKaJuba หลายเดือนก่อน +7

    Mfoka Duyaza inhle impela i-interview yakho noMaPhungula kodwa ngokuzayo kuze ugweme leliphutha lokuphambanisa izingoma zabaculi ngokwemibuzo yakho, kuyofanela uthekele kakhulu ulwazi ngaphambi kokuhlala naloyomculi ombizele i-interview, kuleliphutha nje lokubalula ingoma yemthente kwi interview eqondene nezingane zoma kuphinde kuzoba ila ekuphambukeni ukubiza uBaba uMagubane Mqapheleni, anyway Big Up 🙌🫡 alikho isoka elingenasici kukhulwa ngawo amaphutha 🤝

    • @nonameupfill1568
      @nonameupfill1568 หลายเดือนก่อน +1

      Yayinhle inkulumo izwakala inesisoka ikhulile igadla iphinde iphephethe ilapho nje mft

    • @DumisanikaCabekaKaJuba
      @DumisanikaCabekaKaJuba หลายเดือนก่อน

      @@nonameupfill1568 ukukhulisana nje mfwethu alikho elibi muhle umsebenzi kaDuyaza wenza lokhu okulanjelwe ngabathandi nababukeli bomculo kaMaskandi

  • @muziwendoda8553
    @muziwendoda8553 หลายเดือนก่อน +4

    Maphungula no winile sbiya ayyyy kungafiwa

  • @bonganimadondo1239
    @bonganimadondo1239 หลายเดือนก่อน +3

    Ngikufisela ukuphila MaPhungula Ndi uyigagu kakhulu ❤❤❤

  • @BakheleLNcube
    @BakheleLNcube หลายเดือนก่อน

    The legend herself. Uzothile uMah.

  • @MlungisiMyeza-ik1oe
    @MlungisiMyeza-ik1oe หลายเดือนก่อน +2

    Lelibhimbi lakoDuyaza engabe lifunze bani alisamsizi umalo 😂😂😂Siyabonga MaNqele mft ungadinwa bancenge nje Qhawe syathokhoza✊🏽🙏🏻👏🏾

    • @perfecttvsa7051
      @perfecttvsa7051  หลายเดือนก่อน +1

      Ufuna ngibhimbise umama la Myeza🤣🤣

    • @MlungisiMyeza-ik1oe
      @MlungisiMyeza-ik1oe หลายเดือนก่อน

      @@perfecttvsa7051 😂🤣😂

  • @eugene2928
    @eugene2928 หลายเดือนก่อน +3

    Waze wayibhimbi umfana waka Manqele...........good interview

    • @thobekani60
      @thobekani60 หลายเดือนก่อน

      Angyazi lento mina abantu bandawonye nje ubafaka kanjani kwiQuitz😂😂

    • @GcinaMazibuko-ue9io
      @GcinaMazibuko-ue9io หลายเดือนก่อน

      😂😂😂

  • @ndabezinhlendlovu9702
    @ndabezinhlendlovu9702 หลายเดือนก่อน +1

    Siyabonga kakhulu ngokusilethela uMaPhungula,intandokazi kuMaskandi

  • @AcresEats
    @AcresEats หลายเดือนก่อน +3

    Akanantanga umaphungula eyi uyasho

  • @maskandimedia8903
    @maskandimedia8903 หลายเดือนก่อน +4

    Alishintshi izwi lalo Mama😊Unezwi lengane

  • @sifisomlamulishange1935
    @sifisomlamulishange1935 หลายเดือนก่อน +1

    Dankie lapho ngomaPhungula, selokhu ngamlandela ngonyaka ka 1999 ngicabanga iAlbum Isidina sika Mahlalela

  • @syandasotobe4366
    @syandasotobe4366 หลายเดือนก่อน

    Ei lomama ave ngimthanda nkosiyami❤❤

  • @MusawenkosiHlongwa
    @MusawenkosiHlongwa หลายเดือนก่อน

    Lv u mam Maphungula

  • @muziwendoda8553
    @muziwendoda8553 หลายเดือนก่อน +3

    Danki Manqele yamnandi interview ka maphungula ngyafisa uthole no winile sbiya wamatshitshi amhlophe singathola okuningi nakuye wasebenza ne ndidane, muhle, nebhova

  • @zwidekalanga2842
    @zwidekalanga2842 หลายเดือนก่อน

    Kuhle okwenziwa zingane zoma ukuveza abaculi besfazane, kodwa basashoda kakhulu ngokunikwa amathuba nabahleli bemicimbi babanike amathuba nokuncintisana kwabo kungayiwa ngokuthi bona bafuna kubekhona bani ngoba bezwana nabo singathokoza kakhulu singabalandeli

  • @SifisoGoodman
    @SifisoGoodman หลายเดือนก่อน +1

    Maphungula ungivusela amanxeba ngangizwa ngengane zoma ukuthi u December libuyile igoli uma ngizwa ingane zoma ngobuti u Mawillies Mzonjani Mdlalose

  • @MbhekiMkhulisi
    @MbhekiMkhulisi หลายเดือนก่อน +1

    Yazi abantu baningi ababelapha bezobona umgqumeni ikakhulukazi omama bakhala ngenhlonipho enkulu kuyena yokuzehlisa kubantu. ngisho into engangiyizwa beyisho ngobuningi abantu bakwajama.nami ngayibona inhlonipho kuye.nina nanifuna ehloniphe izimbangi zakhe nje ukuze nibone ukuthi uyahlonipha

  • @user-qy2ms5yu9c
    @user-qy2ms5yu9c หลายเดือนก่อน +5

    Wayengdlalela kumnandi estage benoMaButhelezi

  • @Lunga_Sibiya
    @Lunga_Sibiya หลายเดือนก่อน +1

    Syabonga kakhulu Mfoka Manqele ngokusilalela masicela amaqhawe ungadinwa yithi Bafo

  • @siyabongachili94
    @siyabongachili94 หลายเดือนก่อน

    Konke la ngimbona khona,nghlale ngkhala ngeKhrash yami uMaPhungula ❤❤❤❤

  • @siyethembazulu2057
    @siyethembazulu2057 หลายเดือนก่อน +2

    Ugqoke kahle kodwa umama bakith 🔥

  • @mbusomkhize8768
    @mbusomkhize8768 หลายเดือนก่อน

    Mfokamanqele syabonga ngosisi wezinganezomama ,ey ngangimthanda losisi ezithombeni zekhasethi ey . Lwazelwamnandi uhlelo🤝🤝🤝🤝

  • @cebomchunu7162
    @cebomchunu7162 หลายเดือนก่อน

    Yaze yamnandi i-interview, waze wanesizotha umama and uzithandela nokuhleka bakithi.
    Uphile nje mama ❤

  • @ckhuluckhulu
    @ckhuluckhulu หลายเดือนก่อน +1

    🎉🎉🎉 muhle umsebenzi

  • @SbongakonkeZibula
    @SbongakonkeZibula หลายเดือนก่อน

    Kade ngazithanda izingane zoma kusukakwisdina sikamahlala ngangithanda izwilikamaPhungula

  • @KwaziManqele-v7n
    @KwaziManqele-v7n หลายเดือนก่อน

    Mama wami ngyakuthanda ❤🙏

  • @MdluliMfokanyathi
    @MdluliMfokanyathi หลายเดือนก่อน

    😮Uhloniphekile ma mna ngithanda uma susith umgabe iskhondlakhondla

  • @pottersngwadla1195
    @pottersngwadla1195 หลายเดือนก่อน +1

    Niyabona yin kdw bafwethu ukuthi abaculi abaningi banayo into yokukhala ngabahleli bemcimbi. Hlampe nabo kumele bazameukwenza kahle

  • @banelezungu7058
    @banelezungu7058 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga kakhulu mfwethu, ngokusilethela uMama maPhungula, iqhawekazi lesizwe.

  • @maskandimedia8903
    @maskandimedia8903 หลายเดือนก่อน +4

    Mfoka Manqele ngkwethulela isigqoko mina

  • @SbusisoKhumalo-jg1de
    @SbusisoKhumalo-jg1de หลายเดือนก่อน

    Mina engifuna ukwanzi baholelan kanjani ngoba ngathi maningi emsebenzin wabo

  • @siphamandlambatha5849
    @siphamandlambatha5849 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga kakhulu mfoka Manqele ngokuslandela ingqalabutho yomama esimkantshu bomvu kwezomculo

  • @Coma1zn
    @Coma1zn หลายเดือนก่อน +2

    Umaphungula wenza ube Lula kakhulu umsebenz wakho 🎉 danko shephadi😊

  • @TUTJournalismNewsBulletins1
    @TUTJournalismNewsBulletins1 หลายเดือนก่อน +2

    As'bonge, beautiful.....

  • @kostprycesa3721
    @kostprycesa3721 หลายเดือนก่อน

    Maphungula Ndi akuve ethandeka lomama🤩🤩

  • @SkhumbuzoDladla-f2f
    @SkhumbuzoDladla-f2f หลายเดือนก่อน

    mfokaManqele mfwethu sibonga asiphezi🙏🙏🙏umsebenzi osenzela wona mfwethu ubaluleke kakhulu kithi. syabonga nakuMaphungula.

  • @sifisojili6526
    @sifisojili6526 หลายเดือนก่อน

    Mfoka Manqele ngingomunye wabantu abanalo ulwazi ngomculo kamaskandi especially amaqhawe namaqhawekazi akudala. Bengicela mfowethu uma sivela isiikhala ukufika nami ngizolekelela i can even do some background check or research ukwenza umsebenzi wakho ube lula. Nami futhi ngingasiza kuma interviews uma kukhona lapho oxineke khona ngoba umlando omningana nginawo.
    Ngiyethemba lokhu kuzofika kuwena ngendlela ekahle.
    Asibonge mfowethu qhubeka nomsebenzi wakho omuhle

  • @siphiwentshakala7294
    @siphiwentshakala7294 หลายเดือนก่อน

    Ai mft waveza into ebengayinakile ngempela abaningi bangena njengaye uMaphungula 🎉❤🎉❤siyabonga mft ngokumletha

  • @user-fc7wm8ez7r
    @user-fc7wm8ez7r หลายเดือนก่อน

    Hhaw sabusiseka bakithi ngomama inkosi isigcinele yena. Syamthanda❤❤❤

  • @scelobuthelezi914
    @scelobuthelezi914 หลายเดือนก่อน

    uhamba ngoJanuary ubuya ngoDecember uzokwenzani lay'khaya😂😂😂😂😂

  • @siphephelonkosi2467
    @siphephelonkosi2467 หลายเดือนก่อน

    Aw kodwa 😊 bakwethu yey kamnandi ukuba ngu Mzulu.

  • @LindaniNcube-hs1iq
    @LindaniNcube-hs1iq หลายเดือนก่อน

    Asbonge MaPhungula lapho,abalandeli beZingane zoma abaningi balaphaya kwaBulawayo eRhodesia.....

  • @SbongakonkeHlatshwayo-v6m
    @SbongakonkeHlatshwayo-v6m หลายเดือนก่อน

    Sicela usilandele U Ujomba bhuty

  • @user-kl8ew3lc3f
    @user-kl8ew3lc3f หลายเดือนก่อน

    Syabonga umsebenzi omuhle❤❤❤❤👏👏👏

  • @mondliwefathetha881
    @mondliwefathetha881 หลายเดือนก่อน +1

    Kant mdala yn. Mina ngazalwa ngo 1995. Kodwa sesicishe silingane impela nje.
    Unogazi lomama baf2

  • @mandiluvejili1454
    @mandiluvejili1454 หลายเดือนก่อน

    Nazoke Shepard 🙌🏾 bescela uslandela uMkholwan uMthethwakhe Langa

  • @mbhelerp8431
    @mbhelerp8431 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga ...umama ubukeka Emuhle ehloniphekile ❤

  • @NceboMtshali-gk6fx
    @NceboMtshali-gk6fx หลายเดือนก่อน

    Kdwa mkhaya wmi uyasilandela amaqhawe akithi ukbe ngasengikhulile ngangiyoba naye ishaqa umaphungula izizotha zakhe uzithobile

  • @MzwandileZuma-he4sp
    @MzwandileZuma-he4sp หลายเดือนก่อน

    Ngithande lapho esethi makuqhamuka uMuntekhala...❤

  • @MenziwaChiya-vg2ws
    @MenziwaChiya-vg2ws หลายเดือนก่อน +1

    Up maphungula

  • @MthokozisiMsimango-vy9pi
    @MthokozisiMsimango-vy9pi หลายเดือนก่อน +1

    Ngeke sikhale njalo siyabonga nkunzi, sicela uWinile no Khanda

  • @sebethinimvelase245
    @sebethinimvelase245 หลายเดือนก่อน

    Mfweth cela kuleth noMaNgobese

  • @GcinaMazibuko-ue9io
    @GcinaMazibuko-ue9io หลายเดือนก่อน

    Ngangimthanda ngiqala ukumbona kwezodumo namanje ngisamthanda bo

  • @TelexMthembu
    @TelexMthembu หลายเดือนก่อน

    Siyabonga Mkhaya ngoma phungula

  • @sibusisobiyela9513
    @sibusisobiyela9513 หลายเดือนก่อน

    Saze sajabula ngoMama Maphungula 😊

  • @walkernobusted
    @walkernobusted หลายเดือนก่อน

    Ukuzphatha kahle ekukhuleni kwakho kunjenake
    Lomama ngathi usayintombi nje ...ngath usamncane ..

  • @InnocentMlotshwa-jf2vz
    @InnocentMlotshwa-jf2vz หลายเดือนก่อน

    Mah wethu ❤

  • @syabongangcobo9215
    @syabongangcobo9215 หลายเดือนก่อน

    Sweetest interview 😊

  • @dumisanibrian2574
    @dumisanibrian2574 หลายเดือนก่อน

    Kuba abaculi bamanje bayayiqonda into abayenzayo ngabe osisi umaphungula ngabe bayahlonishwa ngale kokuthi baze basebenze kanzima umaskandi ngabe yabahlonipha ngoba ngempela baningi ababasebenzisa njenge sibonelo,futhi nasesuzweni nje sakithi ulimi nje lalo sisi luvuthiwe esizweni uyakheka uma umlalele.

  • @tsheponkwane9215
    @tsheponkwane9215 หลายเดือนก่อน

    Akusilaandeleeee uAbafana baKamgqumen Nkunzi

  • @LindoNkosi-uu6xp
    @LindoNkosi-uu6xp หลายเดือนก่อน

    Awu maphungula🔥

  • @QaphelaniDlamini
    @QaphelaniDlamini หลายเดือนก่อน

    Syabonga besufuna lomlando

  • @KhayalethuKhumalo-tu5hf
    @KhayalethuKhumalo-tu5hf 8 วันที่ผ่านมา

    Useqinile impel kodwa singaxoxa

  • @nsikelelondlangamandla1504
    @nsikelelondlangamandla1504 หลายเดือนก่อน

    😢kodwa mam Maphungula izwi lakhe bakwethu

  • @mzamongubane5203
    @mzamongubane5203 หลายเดือนก่อน

    Mina ngabazi nge album Isidina sikaMahlalela ikhasethi elalidlala emotweni kaMalume . Namanje ngisenayo kwi laptop

  • @GolideZondo
    @GolideZondo หลายเดือนก่อน +1

    MfokaManqele inhle concept yakho , but ngiyafisa Uma uzoba ne interview uzinike isikhath wenza iresearch ngomuntu ozom interviewer ukuze uzoba ne background information, bese ke uzama nokuth ibe nestructure interview yakho ingabi iMix of events, ayiqale ekuqalen Ize ifike ekugcinen mfokababa

  • @NoziphoNozipho-jc8zl
    @NoziphoNozipho-jc8zl หลายเดือนก่อน

    Mama ngangichazwa uwena kubobonk ❤I love you mommy

  • @mbongeleniinnocent2612
    @mbongeleniinnocent2612 หลายเดือนก่อน +1

    Inkosi yomama

  • @mncedisiziqubu3692
    @mncedisiziqubu3692 หลายเดือนก่อน

    ❤❤❤umama wethu!!!!!

  • @sammotokadhlamini4035
    @sammotokadhlamini4035 หลายเดือนก่อน

    Umfanie booo

  • @mxolisibuthelezi6163
    @mxolisibuthelezi6163 หลายเดือนก่อน

    Ngifun ukwazi ukthi akusuye yin uMaPhungula kuMizwilili kaMgqumeni,kuneAlbum engizwa ngathi nguye

  • @luckysithole2525
    @luckysithole2525 หลายเดือนก่อน

    Awu kodwa ngo maphungula

  • @HouseholdKhoza-iq4nf
    @HouseholdKhoza-iq4nf หลายเดือนก่อน

    Asibonge ukusilethela iqhawekazi

  • @buhlekwanele7043
    @buhlekwanele7043 หลายเดือนก่อน

    Sibonge ❤

  • @greytonmkhokhelitshuma8218
    @greytonmkhokhelitshuma8218 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga ukuzwa umlandu kamama ubuya kude kakhulu

  • @BuyiseleDubedube
    @BuyiseleDubedube หลายเดือนก่อน

    Sicela buti usizamele u Zethembe emzimkhulu e lukhasini syamdinga kakhul

  • @MzwenhlanhlaMdlalose
    @MzwenhlanhlaMdlalose หลายเดือนก่อน

    MDLOVU CHA WALIPHIWA LELIZWI LAKHO WIGAGU ANGIFUNI UKUNGASHO.

  • @user-ii8ot1hf2r
    @user-ii8ot1hf2r หลายเดือนก่อน

    Khiphi shephisi emlonyeni Manqele uvumingoma ay'sona isibhunu😂😂😂

  • @dumisanidumisani3274
    @dumisanidumisani3274 หลายเดือนก่อน

    Igagu leli

  • @ZothaniNtombela
    @ZothaniNtombela หลายเดือนก่อน

    Umawethh madoda uyasho phoo ngezwi

  • @amosmvelase5075
    @amosmvelase5075 หลายเดือนก่อน

    Yayinhle inkulmo ukphi umangobese

    • @sebethinimvelase245
      @sebethinimvelase245 หลายเดือนก่อน

      Nam ngyabuza kuth uph ngob ngyamthamd laphay kwingane amakhosi

  • @mfuphimabhungu2180
    @mfuphimabhungu2180 หลายเดือนก่อน

    Manje wemanqele awuzazi yini ingoma zengane zoma ngoba ungavumi nje

  • @oupatshabalala6060
    @oupatshabalala6060 หลายเดือนก่อน

    ei wasibusisa bafo ngo mama ave ngimkhonzile song isdina sikamahlalela ngimfisela impilo ende yazi

  • @celiwekunene2506
    @celiwekunene2506 หลายเดือนก่อน

    Kodwa webhuti awsaluvumeli ngani igagu lelî engomeni uyibhinjana yin kant😅

  • @user-sq4me5vc1q
    @user-sq4me5vc1q หลายเดือนก่อน

    Maphungula ayi niyasbusisa ngomculo wenu osusa ukbhunguka eynsizweni naseyntombini

  • @velenkosiniphilani4101
    @velenkosiniphilani4101 หลายเดือนก่อน +1

    Ngyawa bonga lamazwi okuqwashisa izingane nge nyaope mama heyi kunzima lapha mhlabeni tjoooo