INGANE YAMI IYAVUKA EBUSUKU IYOTHAKATHA NGISALE NOMZIMBA WAYO

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 17 พ.ย. 2024

ความคิดเห็น • 1.4K

  • @GraceSikhosana-gw2gj
    @GraceSikhosana-gw2gj 2 หลายเดือนก่อน +158

    Mina ngithi konke lokhu ngeke kukusebenzele.Maa. into efunekayo trust me fast for 3 days ungadli ukudla ungaphuzi amanzi pray at 6 am, 12 noon, 3 pm 6.pm.12.midnight uzobona Jehovah kahlulwa yilutho

    • @mdlulivuysile5753
      @mdlulivuysile5753 2 หลายเดือนก่อน +3

      We trust our God ❤

    • @SibusisoMahlangu-vp7ro
      @SibusisoMahlangu-vp7ro 2 หลายเดือนก่อน +3

      Amandla avela Evangeline ayacinisa ezingozini nasezi nhluphekweni🙏

    • @BrigetteKhumalo
      @BrigetteKhumalo 2 หลายเดือนก่อน +1

      Mmmmm ingane nkosi yami sisi khuleka kakhulu ubestrong ufundise ingane ukukhuleka strong noma kungavumi ufaste mama masekunje kudingeka amandla kajehova

    • @BrigetteKhumalo
      @BrigetteKhumalo 2 หลายเดือนก่อน +5

      Khona lelidlozi ahamba nalo umntwana elisamvikela kodwa mabengakhuleki strong nalo lizogcina lihlehlile

    • @LethiweKoena
      @LethiweKoena 2 หลายเดือนก่อน +5

      Yoh Im so hurt Jesu kodwa uma singasukuma as a Country and pray for this child kukhona okungenzeka... sizomnxusa uNkulunkulu egameni lika Jesu

  • @nokukhanyahlophe6023
    @nokukhanyahlophe6023 2 หลายเดือนก่อน +81

    Ngake ngahlaselwa imimoya ebuncaneni bami ngibona amadoda efake amasudi amnyama engibiza njalo ezntatha and ayengivusa everyday but one day I told my mother she called the name of Jesus I never ever experienced ngina 39 namhlanje lokhe ngithembe lelogama lika Jesu

    • @MlandelaPatrcia
      @MlandelaPatrcia 2 หลายเดือนก่อน +4

      Amen prayer has power 🙏🙏🙏🙏🙏

    • @NontobekoHadebe-kf6ic
      @NontobekoHadebe-kf6ic 2 หลายเดือนก่อน +3

      Nami ngangawaphupha lamadoda amasudu kungath ngisehlathini ngabaleka kodwa ngithandaza ephushweni ngibiza igama laJesu ngikhala,, ngavele ngaphapha ngajabula kuth ngiyaphupha akwenzeki ngempela

    • @Azania_Umoja
      @Azania_Umoja หลายเดือนก่อน +1

      Ay kahle amanga wena watch tower ndini

    • @giftsinama7530
      @giftsinama7530 3 วันที่ผ่านมา +1

      Amen 🙏

  • @veronicathokoane3108
    @veronicathokoane3108 2 หลายเดือนก่อน +201

    Thats why we must teach our chldren b4 sleeping...please tell your child to pray (our father who art in heaven)is a powerful prayer

    • @NcamisileMtolo
      @NcamisileMtolo 2 หลายเดือนก่อน +11

      Exactly 🙏🏾🙏🏾

    • @CynthiaMasilane-qm8to
      @CynthiaMasilane-qm8to 2 หลายเดือนก่อน +8

      Indeed nothing impossible with prayer 🙏

    • @jackietherichshaun7365
      @jackietherichshaun7365 2 หลายเดือนก่อน +7

      Kwam silala ngawo my boys bathatha iturns to do it omncinci aze andikhumbuze xa ndisonqena

    • @Nsizwa5796
      @Nsizwa5796 2 หลายเดือนก่อน +8

      We veronica akdlalwa lah bekthiwa uyasiza ngabe izwe alikho nje aktholwe inyang icerios

    • @bettymahluli1965
      @bettymahluli1965 2 หลายเดือนก่อน +3

      Kwaze.kwanzima.kosiyami.sizani.mphakathi

  • @LethiweKoena
    @LethiweKoena 2 หลายเดือนก่อน +115

    Umama ulishilo igama lomntwana, South Africa can we please make this a prayer request asiwukhulekele lomndeni nomntwana whenever we pray please lets call upon the Lord to deliver and protect this baby... it is possible guys, the is nothing too hard for the Lord

    • @NomceboMaphumulo-s2n
      @NomceboMaphumulo-s2n 2 หลายเดือนก่อน +1

      Abathakathi bayazi Ukuthi bayavikelwa kuthiwe abukho ubfakazi siphila kwelinye izwe sithwele kanzima engathi angasizakala umtwana bakithi

    • @LungilePhilisiwe-qm1xp
      @LungilePhilisiwe-qm1xp 2 หลายเดือนก่อน +1

      ​@@NomceboMaphumulo-s2nusathane aka amandla qhubekani nibize igama lika Jesu ayalesa amen

    • @ThandiSerwala
      @ThandiSerwala 2 หลายเดือนก่อน +2

      Mother pray call the name of Jesus Christ and the blood of Jesus Christ continues sing a song about the blood of Jesus and teach your child about singing a song about Jesus put the full amor of God and STOP going to people and churches.We are All given power the power that rose Jesus Christ from the death is in us.

    • @amandarejoice519
      @amandarejoice519 หลายเดือนก่อน +2

      Jesus can heal and deliver

    • @ZandileHlengiweMfeka-dn7bm
      @ZandileHlengiweMfeka-dn7bm 15 วันที่ผ่านมา

      😭 ngenelal Jehova kunzima ucc omncane yaze bakuhlungu😭

  • @NontobekoMdlangathi-r4v
    @NontobekoMdlangathi-r4v 2 หลายเดือนก่อน +100

    Ngegama likaJesu imimoya kasathane yahlule Jehova kulomntwana zibonakalise Jehova amandla akho mnqobele zonke izimpi ngegama likaJesu konke kuyanqotshwa Amen 🙏🏽

    • @JaneDoe76664
      @JaneDoe76664 2 หลายเดือนก่อน +9

      Amen. Siyayifihla lengane ngaphansi kwe Gazi lika Jesu Christu Inkosi. Jehova sicela uyibiyele lengane ngomlilo wase Zulwini. 😢Ilamulele lengane Nkosi yezulu ngegama lika Jesu, Amen 🙏

    • @NomathamsanqaKalela
      @NomathamsanqaKalela 2 หลายเดือนก่อน +2

      Amen

    • @GuguMtimande
      @GuguMtimande 2 หลายเดือนก่อน +4

      Amen nami yisfiso sami leso ukuthi imimoya emibi ayiphume enganeni nge gama likajesu wase Nazareth amen

    • @Malindz8094
      @Malindz8094 2 หลายเดือนก่อน

      Amen

    • @BuyisiweGama
      @BuyisiweGama 2 หลายเดือนก่อน

      Amen

  • @manqobambonane6922
    @manqobambonane6922 3 วันที่ผ่านมา +1

    Igama lika Jesu lingumboshongo onamandla ababalekela kulo bayalondeka

  • @ThabileKhoza-sy7mt
    @ThabileKhoza-sy7mt 2 หลายเดือนก่อน +57

    Nkulunkulu onamandla oke wena omdala wezinsuku Shembe nyazilwezilu sicela amandla asezulwini 🙏🏽😭😭😭😭sicela ungenelele nkulunkulu wethu umuhle syakhuleka yise wokhokho bethu, nangu umtwana wakho lapho ekhona citha ubuthakathi obenziwe kulempilo yalomntwana, awukaze wahluleka futhi awukaze wajambisa, skhuleka ezidalweni zomtwana ezihlambulukile zivike zinqande lobuthakathi moya ongcwele😭😭😭😭🙏🏽kanti konakelephi nkulunkulu emhlabeni lengaka🙇🏽‍♀️

    • @samsonkubheka8522
      @samsonkubheka8522 หลายเดือนก่อน

      Ngifisa ngathi impela unkulunkulu wobabamkhulu u Shembe uNyazilwezulu angangenelela.

  • @MaBiyela-b2t
    @MaBiyela-b2t 2 หลายเดือนก่อน +25

    Mama kumele niqale nifunde iBhayibheli njalo ninengane bese niyakhuleka, zonke izinsuku!!…vele lemimoya izofika initshele ukuthi nizimoshela isikhathi kanti ila okumele ubone khona ukuthi lokhu enikwenzayo kuyasebenza, iyofika inidide izinqondo kepha ungaphazamiseki, niqhubeke…awukho umuthi oyodlula umthandazo womzali!!!awukho!

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 2 หลายเดือนก่อน +49

    Sisi ayikho enye into ezokusiza zinikele kuJesu ngokuphelele umkhulekele umntwana umbeke izandla umchele ngegazi lika Jesu Kristu wase Nazareth uohimise ngomlomo ulinganise nangezandla uzonqoba dadewethu amademoni awesaba kakhulu umkhukeko zonke lezinto ozibalayo azigqokayo ngeke zisize yingakho ezikhumula ezilahla kodwa igazi lika Jesu ngeke balisule kuyena nami ngiyazinikela ukukukhulekisa dadewethu u Nkulunkulu uzokusiza nathi sasizakala ngomkhuleko kundodakazi wethu.

    • @NompiloMhlongo-bm2pg
      @NompiloMhlongo-bm2pg 2 หลายเดือนก่อน +1

      😢😢ngaze ngaakhala jesu ngenelela eyi kwaze kwabhlungu aibo kanti kuthakathelwani emhlabeni ubhlungu obungaka lengane sancane izwa ubhlungu obungaka eyi ngcela nimusize usisi nomtwana wakho impilo yakhe ikwazi kuqhubeke naseskoleni Thuleleni eyi syakuthemba siyi South Africa uzomsiza umtwana 🙏

    • @veraboyld7804
      @veraboyld7804 หลายเดือนก่อน

      JESUS CHRIST is the only savior, give your life to him then, you and your family will be safe. Surrender all to him.

    • @mhlengimaduma9795
      @mhlengimaduma9795 หลายเดือนก่อน

      Kwaze kwanzima nkosi yami,somsiza njan lomtwana

    • @mhlengimaduma9795
      @mhlengimaduma9795 หลายเดือนก่อน

      Ngaze ngathuka nkosi yami

    • @mhlengimaduma9795
      @mhlengimaduma9795 หลายเดือนก่อน

      Yazi bengingakholelwa buthakathini but manje ngiyakholelwa manje,bathakathi yekani lobunja u Nkulunkulu uyonijezisa

  • @cynthiathabethe7751
    @cynthiathabethe7751 28 วันที่ผ่านมา +2

    Ngaze ngalimala emphufumulweni.
    Kodwa nje Jehova mina ngyakubiza futhi ngikubuza nginethemba elikhulu lokuthi uzoyisiza lengane ngoba akukho okunye engikwaziyo ngyazi wena uyinyanga engaphezu kwazo zonke izinyanga.
    Jehova biyela lengane ngomlilo waseZulwini, yibiyele Simakade yibiyele Jehova yibiyele bangakwazi ukuyithatha bayoyigilisa lemikhuba le yibiyele Jehova.
    Biyela ingane Jehova, yilwele ungavumi ngayo.

  • @NoyiseCynthia
    @NoyiseCynthia 2 หลายเดือนก่อน +14

    Alikho elinye igama ngaphandle kwegama Lika Jesu krestu mawengane igama lika Jesu krestu yilona lodwa kutheni uhamba kude nalo cc ngiyakucela mtakababa ig1ma lenkosi Jesu krestu yilona lodwa pls Jesu krestu 😢

  • @nomzamomoloi1085
    @nomzamomoloi1085 2 หลายเดือนก่อน +27

    Igama likaJesu lodwa elizokusindisa umntwana wakho Mama, mukela uJesu Abe yiNkosi nomsindisi empilweni yakho kusukela manje. Igazi likaJesu malibe phezu kwekhanda lakho nomntwana wakho🙏

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 2 หลายเดือนก่อน +11

    Babongcwele ngegama likaJesu Kristu wase Nazareth nangegazi lika Jesu Kristu wase Nazareth elinamandla elanqoba ukufa entabeni yase golgota ngicwilisa lengane nkosi ngiyayifihla egazini ukuthi ngaso sonke iskhathi ahlale evikelekile futhi aphume nalamademoni.Ngisiphula izimpande zawo la esuka khona with this powerful blood of Jesus Christ of Nazareth.Bonke abahlangana ngaye ezgungwini zobumnyama abashayane bodwa ngalo leligazi.Amen watching from 🇬🇧

    • @Malindz8094
      @Malindz8094 2 หลายเดือนก่อน

      Amen, ilola lodwa eliphilisayo🙏

    • @LethiweKoena
      @LethiweKoena 2 หลายเดือนก่อน

      Amen

  • @excellentthusso2482
    @excellentthusso2482 26 วันที่ผ่านมา +1

    I watch this from Mpumalanga,so it's painful, cc longakusho kutsi iba strong ekuthandazeni Nkulunkulu akahlulwa lutfo

  • @SinovuyoMxesho
    @SinovuyoMxesho หลายเดือนก่อน +3

    Uncedo ungalithola Revelation spiritual home free of charge

  • @KhosiBuhlalu
    @KhosiBuhlalu 6 วันที่ผ่านมา

    Jesu ngenelela ezweni kuyangonyuka izimanga zamadimoni phakamisa isadla Sakho esizweni esinyama 🙏🙏

  • @motivationlifestyle2612
    @motivationlifestyle2612 หลายเดือนก่อน +9

    Jesu isolution sis khetha uJESU KHETHA uJESU

  • @Manelimbongwa
    @Manelimbongwa 19 วันที่ผ่านมา +2

    Kodwa kubalulekile ukuthi uma umama ufunde ukukhuleka , yekelani ukuthembela kubantu ukuthi yibona abangaxazulula inkinga zenu, ukhona uNkulunkulu umxazululi we nkinga zethu manje abantu bacabanga ukuthi uNkulunkulu udinga ukulekelelwa
    Mama uwena uzokhulula le ngane ikhona iNkosi yama Khosi engu Jesu KRISTU wase Nazareth, life it about spiritual

  • @SlindilrNzimande
    @SlindilrNzimande 2 หลายเดือนก่อน +7

    Shembe Nyazilwezulu zuykhumbule lengane ,ubhlungu balomama ngyabazi kweyam ngane...nakuwe cc kolunga

    • @phakanene5218
      @phakanene5218 2 หลายเดือนก่อน +1

      Bayile njena kunyazi still yafana ingane yagula.

  • @anelee5173
    @anelee5173 2 หลายเดือนก่อน +9

    BABA EGAMENI LIKAJESU NGIYAKHULEKA KUWE MOYA OYINGCWELE.NGIBEKA UMNTWANA WAKHO KUWE MOYA OYINGCWELE UKUBA UMKHUSELE USUSE LOMOYA OMUBI,UPHINDELE KWALASHA NGOBA AWUNASABELO PHEZU KOMNTWANA WAKHO.SIVIKELE MOYA OYINGCWELE UPHILISE NOMNTWANA WAKHO.I BELIEVE IN YOU LORD UKUBA UZOLULA ISANDLA SAKHO.AMEN.

  • @azandemzileni8220
    @azandemzileni8220 2 หลายเดือนก่อน +15

    Mama wena uyakholelwa yini egameni lika Jesu. Mama ngicila ucine emhkulekweni nango12 kakhulu you have to fast mama kakhulu. Ngegama lika Jesu kristu wase Nazaretha nkosi siyamcela nkosi philisa ingane moya oncwele wena jehova uhlala eduze kwethu njalo lula isandla sakho aThixo umboze lengane kumimoya jehova oncwele uthe wena nkosi konke esikucela egameni lakho uyosenzela baba lomndeni nkosi awusazi kuthi wenze njani wena Jesu uyikhambi kulento. Konke kwavela ngawe baba khuza imimoya emibi nkosi njengoba wakwazi ukukhuza ulwandle nkosi. Simakade sonke simo siyakulalela baba bahawukele jehova. Amen

  • @HeIsKnocking
    @HeIsKnocking หลายเดือนก่อน +18

    akaye esontweni labasindisiwe, bazomuthandazela egameni lika Jesu asindiswe ngokweqiniso. BELIEVE IN THE LORD JESUS CHRIST OF NAZARETH AND YOU SHALL BE SAVED. HE IS THE WAY THE TRUTH AND THE LIFE, NO ONE COME TO THE FATHER EXCEPT THROUGH HIM.❤💯

    • @ThokoMshengu
      @ThokoMshengu หลายเดือนก่อน

      Baba egameni likajesu nayi imimoya ibusa kumntwana omncane kangaka sinqobele jehova sinqoele mninimandla onke ngegama likajesu siyayihlulekisa ngenelela mdala wensuku okungenzeki kubantu kuyenzeka kuwena thats indawo yakho moyongcwele anen😭😭😭💔💔

  • @ZandileDlamini-rr4dx
    @ZandileDlamini-rr4dx หลายเดือนก่อน +15

    Mama please phuthuma kubaba Radebe at The Revelation Spiritual Home lezozilwane ziyofika zicele uxolo akudlalwake lapho

    • @LegendSk-dm6wl
      @LegendSk-dm6wl หลายเดือนก่อน

      Akasenamandla manje uRadebe mina ngakhonza khona kudala 2011 esanamandla manje used usedlala ngabantu lowana uyaqola

    • @StevenWilliams-c4y
      @StevenWilliams-c4y หลายเดือนก่อน

      Exactly NAMI ngangihamba khona 2010 esabiza igama likajesu​@@LegendSk-dm6wl

    • @zethutemberoomtembe3180
      @zethutemberoomtembe3180 7 วันที่ผ่านมา

      Mxm uyabhuda​@@LegendSk-dm6wl

  • @ntombomzingqobe
    @ntombomzingqobe หลายเดือนก่อน +1

    Kuyaliwa emoyeni,alikho igama elizoksiza ngoba kumele ubenezikhali zikamoya uzokwaz unqoba imimoya,kudala sizbona ezinje zinto kodwa bayancedakala abantu ekhayeni lomoya,buzisa ngalo uma ungenankinga,thank you

  • @ayandakhumalo9567
    @ayandakhumalo9567 2 หลายเดือนก่อน +61

    😢kodwa nkosi yami saze sathwala kanzima thina esizele. Ubuhlungu balomama ngiyabuzwa kwamina😭😭😭😭......

    • @pattynhlabathi1844
      @pattynhlabathi1844 2 หลายเดือนก่อน +2

      😢

    • @NcamisileMbatha-sv8xb
      @NcamisileMbatha-sv8xb 2 หลายเดือนก่อน

      Eish kunzima 💔

    • @SaneleMathebula-pk7zt
      @SaneleMathebula-pk7zt 2 หลายเดือนก่อน +1

      Ngyaqala ukuzwela ubuhlungu kanjena umtwana omncane kanje😭

    • @LuyandaMjongozi
      @LuyandaMjongozi หลายเดือนก่อน

      😢😭😭😭

    • @portiamtshali
      @portiamtshali หลายเดือนก่อน +1

      NGIYAWAQALEKISA AMADIMONI OBUTHAKATHI EMPILWENI YOMNTWANA NGEGAZI LENKOSI YETHU ENGUJESU KRESTU. SIYALIFAFAZA IGAZILENKOSI YEHTU ENGUJESU KRESTU. SIYAMCELELA JEHOVA UKUBA UMFIHLE BBENOMNDENI WAKHE WONKE KULELOGAZI LAKHO ELAPHUMA EMANXEBENI AKHO, LAGOBHOZA LIPHUMA KUWE NGENKATHI ULENGISWE ESIPHAMBANWENI😭💔 NGIYAMQALEKISA USATHANE NAMADIMONI AKHE PHEZU KWEMPILO YOMNTWANA. NGIYAKHULEKA KUWE JEHOVA ONGU ALFA NO OMEGA ZIBONAKALISE EMPILWENI YOMNTWANA. NGIIYASIHLAKAZA ISIGODLO SIKASATHANE NGEGAMA LIKA JESU KRESTU, NGITHUMELA UMLILO WEZULU USHISE UBHUBHISE WONKE AMADIMONI KASATHANE NGEGAMA NANGEGAZI LENKOSI UJESU KRESTU🙏🙇🏽‍♀️😭😭😭
      MAMA SICELA IDAMA NESIBONGO SENGANE. OKWESIBILI NGICELA UFUNDE IBHAYIBHELI LAKHO NJALO AMAGAMA UKHULUME UZWAKALE ULWE NAMADIMONI AHLASELA INGANE NGALAMAHUBO👇🏼
      AMAHUBO 23
      AMAHUBO 35
      AMAHUBO 91
      UISAYA 41ves 10, 11, 12,13
      AMEN 🙏🙇🏽‍♀️😭😭😭😭😭💔💔💔💔💔
      Ngicela ungiphe iwhatsApp number yakho. Igama nesibongo sakho nengane🙏

  • @SindisiweDlamini-n1u
    @SindisiweDlamini-n1u 2 หลายเดือนก่อน +2

    Nkulunkulu Somandla BabawaseZululwini ngenelela kulomndeni ngesihawu sakho nomusa omkhulu. Fire in Jesus name 🔥🙏

  • @sindisimelane6119
    @sindisimelane6119 2 หลายเดือนก่อน +20

    💔💔💔💔😭😭😭Nkosi Jesus ngenelela uthe abantwana bayisibusiso esivela kuwe😭😭😭okungenzeki ebantwani kuyenzeka kuwe Jehova ngenelela empilweni yalesisibusiso mubiyela ngamalangabi akho omlilo🔥🔥🔥

  • @wezyjuly4170
    @wezyjuly4170 หลายเดือนก่อน +1

    Ma, vumani uJesu Kristu nengani, nithathe fasting for 3days, nimkhonze uNkulunkulu ntsuku zonke. Kulokuhlala ubusuku bonke, kwenzeni night prayer. Shoooo iyathandwa nayi ingani nguJehova wee! Alikho icebo nguKristu🤞I give you assurance, yamkelani uJesu as your Lord and savior. Go to Assemblies of God🙈😊or to any church yabazalwane, but I prefer amabandla aphethe ivangeli lakudala. Ngoba, abefundisi bamanje bazothatha advantage yokuthwala ngaye. She must join Sunday school. Whoooo what a testimony for her. In the name of Jesus she will survive, live longer and be blessed. Uzabasidikhali, esisetyenziswa NguNkulunkulu.

  • @NondumisoMtetwa
    @NondumisoMtetwa 2 หลายเดือนก่อน +21

    Hau jehova Shembe Nyazi lweZulu ngenelela, phela abantu sebethakatha ngenkani 🤞😭

    • @NondumisoMtetwa
      @NondumisoMtetwa 2 หลายเดือนก่อน +5

      Hambani niye eBuhleni nicela kubashumayele ukubona ubaba Nyazi ayi uMkhwanazi, ngba uMkhwanazi uthandazela abanamadimoni, cc chazela abashumayeli akuwona madimoni kulengane ithakathiwe nje

    • @ThobekaMadondo
      @ThobekaMadondo 2 หลายเดือนก่อน +2

      ​@@NondumisoMtetwaexactly

  • @NonoKhumby
    @NonoKhumby 16 วันที่ผ่านมา

    Syasizwa impela isimo salomntwana esibi kakhulu kyacaca kunemimoya emibi yobumnyama emhlaselayo ngyacela nje Mama wakhe uke umuse nakubathandazi bamkhulekele ihambe yonke lemimoya nkosyami 🙏🙏🙏

  • @BazothileShabane
    @BazothileShabane 2 หลายเดือนก่อน +8

    Unkulunkulu uyisiqalo uyisiphetho konke sikubeka kuye ngokukholwa nokwethemba konke makunqotshwe ngegama likajesu amen 🙏

  • @ThokoMbonani
    @ThokoMbonani 2 หลายเดือนก่อน +3

    Ngenelela Jehova , nanguMtwana esetshenziswa ngabenzi bobubi.
    Somandla siza baba abantwana bakho Somnini. Yenza izimangaliso Thixo. I.pray for heavenly healing over the life of this child , break these chains . Nizodlula kulokuvivinywa in Mighty Lord Jesus Christ Amen👸

  • @PHESHMATSHANGE
    @PHESHMATSHANGE 2 หลายเดือนก่อน +4

    😭😭😭💔💔💔KWAZE KWABUHLUNGU ENTLIZWENI YAM
    BABA EGAMENI LIKAYESU KRESTU WASENAZARETHA NANGU AWANDE NKOSI MPHULUKISE OGIBENI LWABACUPHI UTHE WENA BABA AWUHLULWA YILUTHO WATHI ICEBO LAKHO LINGEVINJWE MUNTU 😭😭mfihle umntwana wakho mambathise awakho amandla uthe wena baba ezwini lakho ungunkulunkulu wonkulunkulu waty konke esikucelayo egameni lakho ngokukholwa kuzokwenzeka nangu awande sithi uyaphila uyaphuma kwisimo afakwe kuso ngegama likayesu sisize baba ngaye umntwana Aphunyuke azi igama lakho ngoba alikho elibekiwe ngaphezu komhlaba nangaphantsi kwawo ilona lodwa elakho elizomsindisi 😭😭ngenelela smakade🙏ohh yhini bawo yhini THIXO AWUVELE NAKWESI ISIMO ASHO NJALO OHLABELAYO VELA NKOSI NAKULESISIMO 🙏siyathandaza egameni likayesu egameni likayesu krestu wasenazaretha AMEN🙏

  • @lindiwepat4857
    @lindiwepat4857 หลายเดือนก่อน +2

    Umkhuleko cc unamandla...akukho okuyokusiza. Ngikkhuluma ngoba mina ngiye ngicindezeleke ebusuku ngifikelwe ifu elimnyama lihambisana nobuthongo obunzima. Emuva kwalokho ngiyozwa ngento engigcindezelayo....ngikhuleke isho kungigcindezela lapho ngiqinise kakhulu ngikhuleke ngisho sengingenalo izwi ngob suke selingekho kodwa ngithi I WILL NOT BOW DOWN TO ANY OTHER GOD. Igcina isingiyeka..KHULEKA CC BIZA IGAMA likaJESU LINAMAÑDLA

    • @NolungisaGebashe
      @NolungisaGebashe 12 วันที่ผ่านมา

      Ujesu krestu uyinkosi yilo lodwa elinanandla

  • @MfundoKhaya
    @MfundoKhaya 2 หลายเดือนก่อน +7

    Siyahlupheka shembe Nyaz lwezulu sace uzibonakalise incane nkosiyam lengane ngenelela nkulunkulu onamandla onke🙏

    • @somethingtothinkabout3275
      @somethingtothinkabout3275 หลายเดือนก่อน

      Shembe naye uhlulekile mos, lesisthombe asigacile sabani kanti..😂

  • @LindiweKunene-z1z
    @LindiweKunene-z1z 26 วันที่ผ่านมา

    Ngenelela Jehova siyacela nayi ingane yakho nkosi amadimoni ebusa kuyo ngt egameni likaJesu Kristu hamba moya omubi Amen 🙏🏼🙏🏼

  • @nomsamacc8657
    @nomsamacc8657 2 หลายเดือนก่อน +5

    Akaphenduke akholwe akhethe u Jesu ngoba uma ezokhona kulamabandla asebenzisa izinto zesintu kuzofana nokuthi esengaqhubeka ngoba ubuthakathi buyahambisana nalezinto zesizulu zokungakholwa.kanti mawukholwa ngokusindiswa uyaphenduka ungasebenzisi lutho even amanzi athandazelwe asiwasebenzisi sisebenzisa ukukhuleka kuphela ngegama likaJesu.lona uhlaselwe imimoya yobumnyama

    • @thamidube2694
      @thamidube2694 วันที่ผ่านมา

      Kubakuhle ukungagxeki inkolo yomuntu dear but give advice without pointing fingers kwezinye inkolo dankooo

  • @ThandekaMngwevu-x9w
    @ThandekaMngwevu-x9w 18 วันที่ผ่านมา +1

    Don't forget to prayer unkulukulu uyanizwa futhi ubhekile kholelwani kuye uzophendula....ungunkulunkulu ophilayo.....

  • @SaraMphile
    @SaraMphile 2 หลายเดือนก่อน +2

    Eish kwaze kwabuhlungu Jehova ngenelela empilweni yomntwana ohh Nkosi sewuzwile sekunqotshiwe kuvinjiwe emaZulwini cyanxusa ukhulule impilo yomntwana nabanye ababonayo ababoshiwe ngenelela moyoyingcwele Amen🙏

  • @MbalenhleXaba-z8v
    @MbalenhleXaba-z8v 25 วันที่ผ่านมา +1

    Kwaze kabuhlungu nkosi yam nkulunkulu lekelela mdali wezulu nomhlaba siyakwethemba ninimandla onke🙌🙏

  • @thembikubheka943
    @thembikubheka943 2 หลายเดือนก่อน +3

    Igama likaJesu Krestu yilo lodwa eliyomkhulula Mama,Armour yourself ngezwi ithi mabafika bakuthole uhlomile uvutha umlilo.

  • @slindileslie9776
    @slindileslie9776 2 หลายเดือนก่อน +7

    Mkhulu nyangah yeshumi ngenelela baba siyacel siyi South Africa 👏😭😭😭

  • @thullyntshingila8544
    @thullyntshingila8544 2 หลายเดือนก่อน +42

    And this is not a joke mina ngikwazi kahle lokhu okushoyo and into ezosiza ukuthola ideliverence from god and its a serious matter 😭😭😭😭 akukho lula bakwethu

    • @BongekaPama
      @BongekaPama 2 หลายเดือนก่อน

      ibuhlungu lento bafathu Thixo ngenelela

  • @thabanimaphumulo
    @thabanimaphumulo 4 วันที่ผ่านมา

    Konke lokhu kwenzelwe ukuthy uJesu avele njenge Nkosi noMsindisi. Yonke imimoya iyaguqa egameni lika Jesu Kristu indodana kaNkulunkulu

  • @PinkanaDlaza
    @PinkanaDlaza 2 หลายเดือนก่อน +8

    Ikhona inyangenkulu engaphathi zikhwama u u Kristu jesu igama layo

    • @PatriciaMpungose
      @PatriciaMpungose 2 หลายเดือนก่อน

      Haleluya 🙌🙌🙌 iyona yodwa🔥🔥🔥🔥

    • @sinenhlanhlahlekwayo
      @sinenhlanhlahlekwayo 16 วันที่ผ่านมา

      Yebo kunjalo engehlulwa ilutho futhii 😢😢🙌🙌🙌😫😫

  • @thabilemajola3014
    @thabilemajola3014 2 หลายเดือนก่อน +5

    Thatha ingane cc uyiyise e revelation spiritual home angek ziphume ezakhona intambo.
    Phuthuma.

    • @mmeme5861
      @mmeme5861 2 หลายเดือนก่อน +1

      Yebo yes....ayikho enye indlela uzoncedakala....

  • @CarolineMhlana
    @CarolineMhlana 2 หลายเดือนก่อน +4

    Amen mama kubathandazi nifune uPaster Radebe is Xhosa Lana ejhb ku Vormans street ubuze nje nakubani wangena bazokhuluma kulengane bonke abathathayo bayoganga ngayo ingane kufuneka kususwe abathakathi emehlweni akhe ngoba manje sekusele kancane bafike bamshiye emzini wabantu abulawe kuthiwe nanku umthakathi bayadinwa kulokho usiwa ngapha ngoba bayabona mhlawumbi bakuluze uthole usizo thandaza mama kubi bazoyibulala ingane pray🙏😭

  • @mphilepromisemanzi6247
    @mphilepromisemanzi6247 2 หลายเดือนก่อน +3

    Oooooooh jehova 😭 😭 sizwele baba ngezingane zethu 🙏 🙏 🙏 🙏 lapho ubizo wengane yami 💔💔💔💔😭😭😭😭asikhulekeni bomama singaphezi sibize amagama ezingane zethu emkhulekweni nazo sizifundise ukukhulekan belala noma bevuka before baphume baye eskoleni bakhuleke ngiye ngithi ngiyabonga 🙏 kumama wami ngoba lokhu kwathi nhlo ayiphumi ingane yami ekuseni iya eskoleni engakhulekile nayo 🙏🙏🙏🙏

  • @FikileMeyiwa
    @FikileMeyiwa 2 หลายเดือนก่อน +37

    Jehova kwenzekani esisizweni sakho kanti ziveze nkosi yamakhosi sikwethembile nangalesisikhathi Moya oyingcwele 😢😢

    • @thandekamaphosa7492
      @thandekamaphosa7492 2 หลายเดือนก่อน

      Serious ses sithembe u Jesu Chrestu nguyena onamandla 😭

    • @AyandaNtshangase-x2l
      @AyandaNtshangase-x2l 2 หลายเดือนก่อน +1

      Kwaze kwanzima Cc uphumile uSathane sonke sibuyakhona klento wonke umzali onomtwana akhuleke ikhona lento sonke sibhekene nayo ebantwanen kuphela imali lento ayihambi 😢😢😢

    • @AyandaNtshangase-x2l
      @AyandaNtshangase-x2l 2 หลายเดือนก่อน

      Sigijime kwaze kwangathi syahlanya emakhanda ilento nathi Cc and iyafana exactly nale kade sibhekene nayo

    • @SphesihleDladla-l2e
      @SphesihleDladla-l2e หลายเดือนก่อน

      Hi usisi aka xhumane no prophecy nhlapho uzosizakala umntwana in the name of further god

  • @SivuyileNontshakaza
    @SivuyileNontshakaza หลายเดือนก่อน +3

    In the name of Jesus Christ I pray that God save this innocent kid from the devil.. 😢Heavenly father please help this child and deliver her from evil spirits... May lord Jesus cast out all the evil spirits into her body, and give her Everlasting protection
    AMEN 🔥

  • @Lindokuhle_b5g
    @Lindokuhle_b5g หลายเดือนก่อน +2

    😭😭😭Dadewethu ngizwa ubuhlungu ngalendab yomntwan ,unkulunkulu ukhon cc ngbong nesbindi sakho sokuth nj uchaze ,💔💔💔ngaz ngabuhlungu

  • @HlengiweMathe-p2d
    @HlengiweMathe-p2d หลายเดือนก่อน +2

    Zamani ukuthola oFakazi bakaJehova nicele isifundo seBhaybheli...bazonifundisa ukuthandaza kokubiza igama likaJehovan uyise weNkosi uKristu..amademoni ayamesaba uNkulunkulu we Qiniso uJehova uma simbiza simcela egameni lika Jesu Kristu. Bazomfundisa nomntwana ukuthi azithandazele kanjani ukuze azilwele.

  • @primrosembili6247
    @primrosembili6247 2 หลายเดือนก่อน +32

    Psalm 23, 35 , 91, 109, 121for 7 days at midnight

    • @Sisanda345
      @Sisanda345 2 หลายเดือนก่อน

      And psalm 94 THIXO wempindezelo

    • @MfanaNgelengele-o9p
      @MfanaNgelengele-o9p 2 หลายเดือนก่อน +2

      Waaa.. Inganekwane

    • @LindiweHappiness-o2w
      @LindiweHappiness-o2w 2 หลายเดือนก่อน

      Kwanzima Jesu Jehova ngenelela baba sekwanele sicela intethelelo uma sonile bambi kobuso bakho siyazi sona singazi noma sazi izingane zethu baba zibonakalise Jehova ubukhulu bakho in the name of Jesus Amen ngathi ingasizakala ingane shem kubuhlungu😂😂😂😂

    • @jackyramonotsi1817
      @jackyramonotsi1817 2 หลายเดือนก่อน

      Amen!!! How I wish they can see these psalms. Prayer is powerful

    • @Maria-ms9qv
      @Maria-ms9qv หลายเดือนก่อน

      Verse?

  • @SthembileKalala
    @SthembileKalala 9 วันที่ผ่านมา

    Dear God have mercy kubantabethu bavikele Moya oyingcwele ubuthakathi nkosi hhawu

  • @GorgeousCelo
    @GorgeousCelo 2 หลายเดือนก่อน +7

    UJesu crestu kuphela sisi akekho omunye. Lithi izwi "God is light in him there is no darkness"

  • @NhlakaniphoMokoena
    @NhlakaniphoMokoena 2 หลายเดือนก่อน +3

    Ayikho into engasiza until bamukele Kristu Jesu Uyena okwazi ukumelana nalemimoya izinyanga nezangoma ngeke zikusize vele zisebenza under Kingdom of darkness

  • @YakhiButhi
    @YakhiButhi 2 หลายเดือนก่อน +5

    Mama please thatha umntwAna umuse ku bab NDLOVU.. ((ABUSEKHO UBUNZIMA)).. I believe uzosizakala, kuzophuma konke, and kuzosho ukuthi kubuyaphi, kuthunywe ubani nd ubab Ndlovu uzozibuyisela lapho kubuya khona... BACK TO THE SENDER... ALL THE BEST MAMA

  • @GerryNene
    @GerryNene 2 หลายเดือนก่อน

    Nkosi enamandla ngenelela umntwana aphile,mncane lomtwana unekusasa eliqhakazile,ngikunxusa emagameni amathathu,egameni likaNkulunkuku ubaba,uNkulunkulu oyindodana noNkulunkulu uMoya oyingcwele Amen🙏🙏🙏

  • @LondiwePortiaNgema
    @LondiwePortiaNgema 2 หลายเดือนก่อน +6

    Ngaze ngakhala 😭😭😭😭💔 kubuhlung ikhanda manje,maka Awande cela cc singene ebhanden skhuleke sijule umntwana uthandaze umgonile uNkulunkulu uzosizwa, kuphela amazwi 💔 mengizwa inkinga obhekene nayo nomtwana😢

  • @NosivuyiseNkqayana
    @NosivuyiseNkqayana 2 หลายเดือนก่อน +1

    Themba igama lika Jesu cc usathana akanasabelo empilweni yengane hlalani ngomkhuleko nathi sizonincedisa ❤❤

  • @KhaliphaMboneli
    @KhaliphaMboneli หลายเดือนก่อน +4

    NguYesu kemna owangincedayo ndithwetyulwa ndihlala ehlathini ndakhetha uYesu kunanamhlanje ndisaphila🙌🙌🙌umthandazo ungayisombulula lenkinga

    • @sthembileslindokuhle3150
      @sthembileslindokuhle3150 หลายเดือนก่อน +2

      Syabonga ukuthi wabaryt😢

    • @thandekile5702
      @thandekile5702 11 วันที่ผ่านมา

      Close families knows very well what's happening. Someone close to the family is witch.

  • @ZandileMaseko-ng1qr
    @ZandileMaseko-ng1qr 2 หลายเดือนก่อน +1

    Ngenelela Jehova Siza nangu Umntwana Omncane Nkosi Nomndeni Wakhe,Mphulukise Nkulunkulu wami🙏

  • @andiswacornelianondabula7724
    @andiswacornelianondabula7724 2 หลายเดือนก่อน +14

    Thixo mdali wezulu nomhlaba siyathandaza bawo siyacela incede ingelosi yakho emsulwa🙏

  • @primrosevilakazi6561
    @primrosevilakazi6561 2 หลายเดือนก่อน +2

    Kwaze kwanzima bakwethu ngizocela umndeni nomama bakhululeke babikele ophezulu kokunye siyadinga ukukhuleka okusemandleni sizokubeka nathi cc 😢😢😢 imimoya emibi ayidede kuvele ukukhanya kumntwana omncane jehova ushilo wathi ngeke usilahle njengamanje nangu umntwana ubhekene nobunzima kodwa siyethemba moyengcwele wena uyakuzwa ukukhala kwethi jehova thatha indawo yakho ngegama lajesu wase nazaretha Amen 🙏 ujehova ukhona sisi ngeke akulahle

  • @Francinah-j8k
    @Francinah-j8k 2 หลายเดือนก่อน +21

    Jesu ngaze ngakhala😭😭kwaze kwabhlungu ngenelela Moya oyicgwele🙏🕯️📿

    • @NonhlahlaMahaye
      @NonhlahlaMahaye 2 หลายเดือนก่อน +1

      Ngaze ngabuhlungu nkosi yami 😭😭

  • @HappinessMasango-u8u
    @HappinessMasango-u8u หลายเดือนก่อน

    Mmmm Jehovah kazi uwulandaphike lomuthi ongezwa lutho nkosi yami kazi owakuliphi izwe eJehovah kwaze kwanzima nkosi sivikele Jehovah

  • @SiphelelKhumalo
    @SiphelelKhumalo 2 หลายเดือนก่อน +2

    Ey Nkulunkulu wami saze sathwala kanzima ngezingane zethu 😭😭😭😭kodwa sizobafihlaphi nkosyami 😭😭😭

  • @PrettyMhlongo
    @PrettyMhlongo 9 วันที่ผ่านมา

    Sis ngiyezwa usuzamile amafodo, neziwasho ake manje uzame igama likaJesu lona lodwa linamandla okukhulula nokuguqisa yonke imimimoya yesitha. Ake ume manje ukuya ebantwini angeke besakusiza kulesisikhathi. Balekela egameni likaJesu, fast and pray and claim your daughter back in Jesus name.

  • @sandilemoonlight5064
    @sandilemoonlight5064 2 หลายเดือนก่อน +2

    Kanti iNkos Jesu wayeqinisile methi ama demon ayahamba ameme amanye a worse kunalo,nawo lawa aqala emabili asemaningi manje.I pray uJesu angenelele in jesus name

  • @MpumiieMakhaye
    @MpumiieMakhaye 9 วันที่ผ่านมา

    Cc as from today pray cc and xa elala aqamele ngebhayibheli pray harder cc ....and umse ecaweni labasindisiwe pls cc

  • @BusisiweMajola-m6k
    @BusisiweMajola-m6k 2 หลายเดือนก่อน +7

    Bakwethu uma Lengane kwenzeka Isizakala lomthakathi AKACUSHWE AFE AKADINGEKI Emphakathi.💔💔💔

  • @thandiMbili
    @thandiMbili หลายเดือนก่อน

    Sisi insindiso ikuJesu Krestu kuphela yamkela u Jesu ukhulekele umntwana nizame ukuthola ibandla elizonikhulekela eliseduze Nani, eliphakamisa igama lika Jesu Krestu wase Nazareth nizokuthola ukuphila❤

  • @NompumeleloKhathi
    @NompumeleloKhathi 2 หลายเดือนก่อน +2

    Nkosi uJesu ayikho into eyahlula wena philisa Jehova uAwande, wena Jehova uyakwazi ukuthulisa imimoya yonke, ngegama likaJesu wasenazareta ngiyacela Jehova uPhilise le ngane ngegama likaJesu Ame

  • @CabangileMaureen
    @CabangileMaureen หลายเดือนก่อน

    Kwaze kwabhlungu mina ngasinda ekfeni ngafukelwa ukuthi ngimemezr ushembe ngasinda kwashona owayeseceleni kwamo uma nilala nimemeze ushembe asingathe ikhaya mese nigcina umthetho ngyamthemba good lucky cc

  • @bongiwesithole9376
    @bongiwesithole9376 2 หลายเดือนก่อน +9

    Kwaze kwabihlungu ukuzwa ingane ikhuluma kabuhlungu kanti kukuthakatha okwakuvelaphi nhoku basebebzisa izinhane zethu.Seyingathi ungafumana usizo olukhawulezile le family siyathandaza moya oyingcwele,ngenelela uhlangule nantsi ingane igutyungelelwe yilifu elimnyama laba thakathi fire...fire fire...

  • @Ucntando
    @Ucntando หลายเดือนก่อน

    Engikubonayo ukuthi lengane inesphiwo uJehovah akafuni ngayo ngabe kade bayibulala bayahluleka ,kodwa usathane akanawo amandla uJesu Krestu uyinkosi ngathi mama ningasindiswa sibone ukuthi bazokwazi ukumkhipha uJesu eyimpilweni zenu akhona amandlla ningalilahli ithemba sonibeka emkhulekweni.

  • @Miriam-nh4hp
    @Miriam-nh4hp 2 หลายเดือนก่อน +3

    😭😭😭Kwabuhlungu awu bathakathi anina unembeza srs niyo phelelaphi ayi kubuhlungu lokhu ngenelela nkulunkulu eshii

  • @IdaLikotsi
    @IdaLikotsi 20 วันที่ผ่านมา

    Mabamkele u Jesus njengenkosi nomsidisi wempilo yabo, bakholwe ngentliziyo basho ngemilomo yabo incwadi yaMaRoma 10v9 bayiphindaphinde uNkulunkulu uzozibonakalisa kubo akasoze anidanise.🙌

  • @NokwandaQwane
    @NokwandaQwane 2 หลายเดือนก่อน +3

    Oh nkosyam siza. Uveze icebo nkulunkulu wam yini baba uthuleleni smakade ungaphenduli imikhuleko yethu yehla moya ongcwele ilapheke ingane nkosyam

  • @nobuhlemchunu2204
    @nobuhlemchunu2204 19 วันที่ผ่านมา

    Ibuhlungu lento yabantu abadlala ngezingane zethu, God please intervene, May our Lord God help the family.

  • @NontobekoMkhize-hx6fw
    @NontobekoMkhize-hx6fw 2 หลายเดือนก่อน +12

    Yaze yathwala kanzima ingane yoooo askies mawakhe yoooo kunzima lokhu obhekene nakho sengaty usizo ungalthola😢😢😢

  • @ElihleManqele-q6h
    @ElihleManqele-q6h 2 หลายเดือนก่อน +1

    NgeGama likaJesu Kristu ngeGama likaJesu Kristu khumbula lomntwana Smakade

  • @zesuliwehlatshwayo
    @zesuliwehlatshwayo 2 หลายเดือนก่อน +2

    Ngenelela Nyazi Lwezulu 🙏

  • @cynthiakunene7084
    @cynthiakunene7084 2 หลายเดือนก่อน

    Aw smakade wena owaukhona emandulo,ngibiza igama lika Jesu krestu,nkosi wathi ezwini lakho konke siyokukucela ngegama lakho,manje ngithi ngegama lakho ngoyala imimoya,ngegama likaJesu qalekisa lomoya wobubi. Ngithi ngyawushisa awubuyele lapho uvela khona. Ngiyala lonke uhlobo lwemimoya. Ngegama likaJesu ngegama likaJesu ngegama likaJesu ngyawushisa lomoya ngiyawushisa ngiwawushisa ngiyawushisa ngegama likaJesu ngyawushisa ngegama likaJesu. Ngenelela msakade sezulu. Ngenelela Jesu ngenelela nkosi yamakhosi,ngenelela ndoda yempi. Uthe okungenzeki kubantu kuwena kuyenzeka. Wena nkosi uyathwala imithwalo yethu. Nalempi nkosi aluyona eyethu ingeyakho. Nansi impi nkosi yamakhosi,baba ima nathi namanje,qalekisa lesisistha nkosi Jesu. Baba ngibiza wena ndoda yempi,sindisa nangu umtwana wakho. Ngiyala lomowa wobumnyama ngegama likaJesu ngegama lika Jesu ngegama lika Jesu,awunamandla phezu kwalomntwana,Jesu rest wasenazatetha siyakwethemba baba onomusa,wena uyisiqalo nesiphetho ezimpilweni zethu. Jesu siyabonga ngoba usuphendulile. Umntwana wakho usesindisiwe ngegama likaJesu krestu wasenazaretha. Amen

  • @ThobileZuke
    @ThobileZuke 2 หลายเดือนก่อน +3

    Jehova ngenelela kulesisimo yabhlungu into ebhekene neNgane 💔😭😭😭

  • @siyamtandanokrawuzana1788
    @siyamtandanokrawuzana1788 19 วันที่ผ่านมา +1

    Umse kugogo busiswa budu bam emdantsane you will never go wrong plz bahlali

  • @SyivanokuthuaHadebe
    @SyivanokuthuaHadebe 2 หลายเดือนก่อน +4

    Engingakusho kubuhlungu ngempela cc kodwa sekudingakala igama lika Jesu sidinga Yena manje ngoba amnzi amafoto ayenzi lutho yonke loyonto kwazinyanga ngeke zenze lutho ngoba imimoya efanayo ifasting kumama wayo umkhuleko njalo akhulekele nengane yakhe egameni lika Jesu linamandla bakwethu lingaphezu kwawowonke amagama liyasebenza igama lika Jesu cc khohlwa amafoto akwashembe amnzi amachibi shiya phansi konke lokho nanti igazi lika Jesu liyaphilisa lisusa konke ukngcola amen

  • @ZandileMakhosi-mb3sw
    @ZandileMakhosi-mb3sw 2 หลายเดือนก่อน

    Nkulunkulu ngenelela nakulesimo,ziveze Jehova njengenkosi nomsindisi yephula lomtwana ogibeni lomubi.ngimemeze igama likaJesu phezu kwabantwana bethu umhlaba wonke.

  • @mbalimzobe6183
    @mbalimzobe6183 2 หลายเดือนก่อน +6

    The blood of jesus, the blood of jesus nkosi yamakhosi mvikele umntwana wakho Jehovah 😭😭😭syakhuleka nkosi yamakhosi singabakho Jehovah slekelele abantwana bethu basebnzimeni sbalekela kuwe Ngonyama yeZulu scela intethelelo Baba sihawukele sekwanele 😭😭😭💔🙏🙌

  • @bhekabatista730
    @bhekabatista730 2 หลายเดือนก่อน

    UJesu uyinkosi ,baba msize nkosi ,wena owavula amehlo ezimpumputhe, wena owaphilisa abanezifo, wena owavusa abafileyo ngiyakholwa ukuthi awuhlulwa yilutho msize baba egameni likaYise neleNdodana nelikamoya Ongcwele amen sekwenzekile sisi ungesabi uJesu ukhona

  • @hlengiwendaba8345
    @hlengiwendaba8345 2 หลายเดือนก่อน +12

    her mom needs to find a prayerful church that believes in the Power of Holy Spirit, a church that doesn't use anything tangible but the Word of God, God Holy Spirit will reveal what is going on and howshe can get deliverance, ONLY JESUS CHRIST CAN SET HER FREE, HE HAS THE POWER.

    • @Lelodee8464
      @Lelodee8464 หลายเดือนก่อน

      I agree

    • @Buhlemathayi
      @Buhlemathayi หลายเดือนก่อน

      I agree with you too
      I think the mum can join Elisha Godman prayer academy. I’m 100% uzoluthola usizo. Kukhulekwa between 22 midnight and 3am. Fasting sometimes for 3 days dry fast like Ester praying for Mordecai. There prayers are powerfully

  • @ntokohmkhize4545
    @ntokohmkhize4545 29 วันที่ผ่านมา

    U Jesu uyena okusele umzame angasiza angamkhulula umtwana

  • @babarjones6607
    @babarjones6607 2 หลายเดือนก่อน +5

    Zange ndayiva, ey engathi engancedakala ay ngabantwana bethu Jesu

    • @lupawu
      @lupawu 2 หลายเดือนก่อน

      Yhe wena ingathi yintsomi😢

  • @xolilemthembu8984
    @xolilemthembu8984 หลายเดือนก่อน

    Shuthi lengane ihlezi ikhathele aw ngegama lika Jesu ayiphume lelimoya enganeni ngegama negazi likaJesu kristu

  • @YoliswaCekeshe
    @YoliswaCekeshe 2 หลายเดือนก่อน +5

    Yehova phendula sekuyanda manje ngaphandle kwakho asiyonto sicela wena mdali wezulu nomhlaba 👏

  • @Noluthando-c6x
    @Noluthando-c6x หลายเดือนก่อน

    Ngaze ngabuhlungu emoyeni wam yhooo ubhlungu obuziwa I lomama walengane ngyabuzwa Nkosi ngenelela usindise lengane nkosiyam, uqinise no mhama wayo angalilahli ithemba in Jesus mighty name aliphume idimoni kulomntwana😢

  • @thabsilechamane3774
    @thabsilechamane3774 2 หลายเดือนก่อน +39

    Izinyanga and sangomas has their own spirits this child needs deliverance. Only God and Jesus Christ can set her free

    • @Cphanarh
      @Cphanarh 2 หลายเดือนก่อน +1

      Wee

    • @Castle-b2f
      @Castle-b2f 2 หลายเดือนก่อน +1

      Wazinjn unguThixo wen?

    • @Isaac-ps5bz
      @Isaac-ps5bz 2 หลายเดือนก่อน +2

      @@Cphanarh umthandazo ngeke umsize lomntwana lomntwana udinga umelaphi oyigedla okwaziyo ukuvusa izilwane nokuthwebula imimoya

    • @Isaac-ps5bz
      @Isaac-ps5bz 2 หลายเดือนก่อน +2

      Abantu abajulile like abo Dr godo ,Dr 2+2 ,mkhulu Ncwane nabo professor Mabalengwe

    • @VICTORIADUKU-d2y
      @VICTORIADUKU-d2y 2 หลายเดือนก่อน +3

      @@Isaac-ps5bz vele uzosizwa nguJesu melaphi nee nyangi they are same whatsap group nabathakathi

  • @NobukhosiNyathi
    @NobukhosiNyathi หลายเดือนก่อน

    Thandaza cc kuNkulunkulu Nguye ongakusiza

  • @Busisiwe-mv3ll
    @Busisiwe-mv3ll 2 หลายเดือนก่อน +5

    Waze waphuka umoya wami isihluku esinje enganeni😢

  • @wezyjuly4170
    @wezyjuly4170 หลายเดือนก่อน

    The Name of Jesus is the answer. Fundisa ingani, ukuthandaza nokubiza igama like Yesu. Yhooooo mina ngiphila ngalo, kube kade bangiqubula nami