phephisa Thobeka, yaz nje ngbuka amadocuments akho oksamele uyowashintsha , namasiko ngapha kodwa ukwazi iqiniso ikona okuzokunciphisela zonke lezinkinga onazo. i love u
Kuphela Stetetelegu sami mani..yayishaya lento..ngyakuvuma up ntomboo..uyisibusiso..ngigcwele ngawe..seyongixolela umkami ngokuthanda wena nkosazane yesizwe..God Bless You ❤.
1 sis steteleku akafani nje nawe mah 2 ugogo okhohlakele uyena wathi akufuhlwe everything That is why no ma wakhe Enjena 3 awumkhombi your mother ngo munwe myekele ku God lo mama Wishing you love and light ngane yami aku ivulelwe xolisani kwa khumalo uthobeka avulelwe
Yhuuu hay lo Mama uzade ancame abantwana bakhe ngenxa yeNdoda yhooo U r so Brilliant Steteleku nimtsho aphela emqaleni uMama wayivima inyaniso PHAMBILI STETELEKI NDLOVUKAZO❤❤
Hayi sesi you were supposed to be a lawyer. Unzima ntombi. And the way you call a spade a spade.. I qiniso uphuma nalo ekugcineni👍🏽❤️ You are a winner..
Thina eskhuphuka ngoSHUNI kaSTETELEGU♥️🔥👌
Ndodenkulu mna ndicela nje nindiphelezele khe ndikhulumele phantsi nalentokazi amagama amabili vo❤ ingadlangadla yesikhukukazi nkosiyam
Yaze yabuhlungu lendaba yo akananembeza lomama ukhetha isoka kunabantwana bakhe
Waze wangnyanyisa nangu umfaz wejesu Stetelegu syabonga cc uwushayile umsebenzi wakho ngyaphinda ngth ujehova uyohlezi enawe futh ekuvikela well done Nkosazane ❤❤❤❤🙏🙏
These episodes deserve to be televised abd and they are very powerful
Uthu umama ngeke ahambelana ngoba bazosala bethathe indodayakhe😮😮
Syabonga stetelegu uyawazi umsebenzi❤
Uliqili lomama xa enokukhetha indoda ngaphezu kwabantwana abazalayo phofu tsiii
Enkosi stetelegu mntwanam uThixo akugcine 🙏
Kuduma isende nje kulomama nje qha
La@@Natalieclose-m9p aybo uloyiwe ungafa😂
Uthi untombo bazomthathela umuntu wakhe kodwa bakithi Eyi abanye omama🤣🤣🤣🤣🤣
Uma ngike ngahamba lana emkhukhwini ngzobuya indoda yami sebeyithathile😢😢😢😢😢omama bezinsuku zokugcina
akaze nginyanye kanje😞
Yhazz
Usathane lo mama
Udoti lomama
😂😂
Uyimbokodo cc uphiwe ubuhlakani laphuma iqiniso dankooo Stetelegu ❤🙏
Wamuhle stetelugu Sam ♥️♥️♥️♥️♥️ namuhla uphethe umkhaya wam nam ngibuya mtuba 🎉🎉🎉🎉🎉
She always beautiful in and out x
phephisa Thobeka, yaz nje ngbuka amadocuments akho oksamele uyowashintsha , namasiko ngapha kodwa ukwazi iqiniso ikona okuzokunciphisela zonke lezinkinga onazo. i love u
Stetelegu, you are a strong and brilliant woman I love what you are doing keep the fire burning mbokota much love ❤️❤️❤️😘😘
She should be hlengiwe mhlaba relative ❤omg this lady has it all bru ❤❤❤❤
Usuphike kanje we Mama obolile stetelegu uyasebenza Sisi omncane❤️❤️
Eyi ihlazo elenziwa omama abadala jesu syabonga cc stetelegu❤
Siyabonga Stetelegu hai uyawenza umsebenzi uNkulunkulu akuphe amandla uqhubekenjalo
Lomama yiphala isalukazi Bantu 😂😂😂😂
Ukhala ngendoda yakhe Uma ezosuka emjondolo uthanda isende lesfebe sogogo 😂🤣😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
@@BowmanVundla 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣 AKATHUKWA UMTOMDALA LOOLS
Siyabonga stetelegu ukhohlakele umama uthanda amadoda wena mama
Eii lo Mama uyawathanda amadoda,ngokuzazi yena ubunjalo bakhe usethi ingane ithanda abafana,yhoo kwaze kwabuhlungu ngaze ngazwela ingane,aii nam bengeke ngimxolele shym...
Amanyala into endala kunzima kulomhlaba, siyabonga ukufika uzosiza sis Stetelegu muhle umsebenzi wakho okuhle kodwa ❤❤❤.
Ingadlangadla😂😂😂😂 uyasebenza Mpongo kaZingelwayo 🙌🙌🙌
Sthadwa senhliziyo yami Ntombi yase Ndabazegudu phela❤❤❤❤❤
Waze wangicika umama ngingamazi.cha bazali akesiyeke ukuba nezimfihlo kubantwana Bethu crc imbi lento eyenziwa umama enganeni ykhe ukhethe indoda okudlula amathumbu avundla esiswini sakhe
Stetelegu syabonga ngokwenzela abantu ❤❤
Abanye o Gogo bafa nezimfihlo buka manje kuthiwe akufihlwe konakalela ingane esele
Wee gogo ukhetha indoda kune ngane zakho shame gogo
Eyi bakith Obama nathi bibhekane Nay leyokinga ikinga mam wengan sewashon elokh eth yakith kodw siyay8bon akuyon eyakith nabant bayakhulum
Sengathi ingamxosha indoda logogo ,useqamba amanga uthi ingane thanda abafana ibe ifuze yena sies man umtomdala kanje
Hayibo indoda ibalulekile kulezingane zakho.
Ndithanda Isibindi Sakhe Unontombi, You have to fight for your rights Gril I love your confidence 🙏🙏
Yhazz mangabe ukhule ngaphandle kwabazali ukhula uzilwela uzimele
Yhooo ngazizwa sezehla Kimi izinyembezi😭😭😭 ngenxa yesoka walahla ingana 💔
Aibo kukhala mina akasemdala nalophika nesoka elingeke limsize
Umuntu Uma esegana enye indoda eselahla izingane yini ,lena esuke eseyiqala endodeni entsha ,
Nami ngiyakhala
@@BuyisiweGwija, nawe uyalahla yini
@@BuyisiweGwija❤
Ayboooo 😫kodwa lo mama waze wakhuluma kabhlungu💔😭ukhetha umunt weslisa over izingane zakhe
Steteleku syabonga cc muhle umsebenzi wakho❤❤
Ingadlangadla stetelegu ntombi emhlophe twaaaa muhle umsebenzi yakho ❤sis
Wamuhle stetelegu sbonge nangendlela osebenza ngayo cc uyakwaz ukuletha ukuthula ezimulini kip up the gud job cc❤
Eyyy abanye omama bakit😮 syabonga Steeeh ngadlangadla engangam laphuma iqiniso phephisa Thobeka usumtholile ubaba well done❤❤❤
Steteleku uzalwa nomaqumbane yini ayi nihlakaniphile God bless you
nami ngiyasola
Nami ngibona kanjalo
Namaquestions abo yyoo awezwile
Lol "Media Siblings"
#born for this ❤❤❤❤❤. When you have it, you have it 👍
I Salute you Stetelegu from day 1 I knew you are the best
Kuphela Stetetelegu sami mani..yayishaya lento..ngyakuvuma up ntomboo..uyisibusiso..ngigcwele ngawe..seyongixolela umkami ngokuthanda wena nkosazane yesizwe..God Bless You ❤.
Siyabonga Ste ngokuzwelana nengane uMama akakhulume iqiniso ukhohlakele lo mama
Uyazifela ngomdavazo umvala izindlebe aze alahle izingane kazi wawufihlelani isbongo siyinkinga 😢 bonga cc iqiniso livelile kanzima baningi abakulenkinga bonga nokuthi u mah besaphila ( Thanks Stetelegu )
Lento yokugaxwa isibongo esingesono esakho kuyayimisa impilo umzali usuke engakucabangeli
Uma ngingahamba ngingabuya isoka lami sebelithathile😂😂
Awu nizongixoshisa😢😢😢😢😢😢
Lomama ukhulile intanga yami ithanda amadoda thina sihlala nengane zethu hamba ekhaya
😂😂😂😂😂😂😂
Ayi utsho kahle maa lomuntu uyangizala mina kodwa ezami ngiwa ngivuka lazo
Hawu Koda mama kant unjani ngempela yoooh, siyabonga Stetelengu
1 sis steteleku akafani nje nawe mah
2 ugogo okhohlakele uyena wathi akufuhlwe everything
That is why no ma wakhe Enjena
3 awumkhombi your mother ngo munwe myekele ku God lo mama
Wishing you love and light ngane yami aku ivulelwe xolisani kwa khumalo uthobeka avulelwe
Cha uyayenza intoyakho cc wami amaqiniso ubuyanawo ezwa ngiyakuhlonipha mina❤
Ay Stetelegu noMaqumbane nuyayenza into yenu amaqiniso ahlala obala nginithanda ukubhuba zingane zakwethu❤❤❤
Musani ukuxabana that Hani iDAN test qha isgebengukazi lezi
Ngivum bona
Wakhuluma sisi iziyalo kulomama umtshela maqiniso🙏🙏❤️
Lomama umtwana waze wahlupheka kanjena nkosiyami,iqiniso elazi ukhohlakele mama ,njalo uthanda indoda kodlula bantwana bakho ukhohlakele
Hayi ngiyakuvuma Stetelegu bekufanele ngabe usebenza e court eyalholento uzelwenayo ❤❤
Do not forget to like and subscribe 🙏thank you so much for support ❤️
Why after umsebenzi ningazwisisi ukuthi ikhala kanjani nilungise umsindo
@@KennethMdlalose-ei5on iyazwakala kahle nje kithi sonke okusho inkinga ikuwe
Stufuza unjani ngicela ungithinte ngiyazama angazi ubhalelwa kanjani
sibonga isigodi nabazali nga we Ndlovukazi sifika ekhaya singekho sisemazweni kwande ntokazi xx
@@stetelegu1591lento engiyilalele ishiwo u thalente dlamini ngawe uma iyiqiniso ingiphatha kabuhlungu ekutheni ucele ukuziveza emphakathini ungabheke nkokhelo but yena ekwazi ukwenza ubuntu ekunike ithuba ephinde futhi ekuholele ngokwezinga lemali akayitholile..but wena usuyamujikela usuveza izinhlelo ofuna zenziwe ngaphansi kwenkampani yakhe using his equipment ekugcineni usufuna imali izekuwena bese wena uholela inkampani ikusiza ikuthengela nento yokufihla umzimba for ishow....
Iyonandlela obonga ngayo umuntu omnyama le...awuboni ukuthi uvalela abanye abantu amathuba...uze ugade nawe ungatholi abantu abazokuhamba ngemumva njengoba wenzile ku nyoni tv...usungaze ufake i invoice ka seventy thousand ekubeni kuwuwena owazicelela ukuziveza....bengingajabula uma ngingezwa uvo lwakho
Hay bo,angikaze ngizwe ubuhlungu ngalendlela,i m crying ryt now🥲🙆♀️
Nami 😭😭😭😭😭😭🤢
Ayi nginithulela isigqoko ninoma qumbana stetelegu 🎉🎉🎉🎉futy iygebengu niythola kahle nihlakaniphe ngaty nizalwa umamoyedwa
Uyisikhohlakali somfazi. Ukhetha isende kunamathumbu akho sies uyanyanyisa awufanelwe ukubizwa ngowesifazane
Uyisikhohlakali somfazi. Ukhetha isende kunamathumbu akho sies uyanyanyisa awufanelwe ukubizwa ngowesifazane
Ngizoniqasha ninoMaqumbana weStetelegu
Exactly ❤
AI qinsile mfowakith ngyakvumela lapho....babalanda fresh luphele uhlelo bath sngababukeli sdelile nemibuzo yabo I in point 🎉
I love you stetelegu😂😂😂😂😂 ngyahleka ngoba kyahlekwa noma sekufiwe lomama masethi ay asingabe sisayenza iDNA test
Ngikuthulela uphaphe lwe Gwala Gwala steteleku. Ngyaziqhenya ngomsebenzi wakho sisi❤️🙏
Iyahlanya lengane ikholwa abantu bangaphandle ukudlula unina
Kodwa kuyisizile ukukholwa abantu bangaphandle@@bafanakhumalo1511
@@bafanakhumalo1511iqiniso linendlela yalo yophuma uthandaindoda kunabantwana bkhe asithanden abantwan bethi singenzi amaphutha enziwe bazala bethu
Ei nkos kwaze kwabuhlungu ingane isikhala,siyabonga ngadlangadla Stetelegu ❤uyawshaya umsebenzi ntombooo
Ave iyisidina Indaba yomama abafihla iqiniso ngemvelaphi yezibongo zezingane
Hayi ngiyakuvuma ngadlangadla stetelegu well done
Wamuhle Ngonyama ongowakwethu wena❤❤❤
🎉🎉Stetelegu sihamba nawe ntombi Ave ulenza iqiniso cc siyabonga❤
Ndlovukazi ave sikuthanda Stetelegu sikazwelonke
Stetelegu Sami ngiyakuthanda ngothando luka Love❤
Ingane yaziwa unina ngempela
Ngaze ngaphoxeka ngomama abagodle amaqiniso kubalulekile ukukwenza okulungile uma usakhula ngobangenyimini imisebenzi yakho iyokulandela 🎉🎉🎉🎉🎉
STETELEKU VS SELESELE LENTABA I wash ngelinye langa nisebenze nobabili muhle msebenzi wenu❤
Aii bayayenza lento yabo...💃🎉
Ngyakvuma cc stetelegu ngikthulela isiqhoko uyimbokodo yokuqina🎉✊u deserve this👑❤️❤️
Ifuze wena mama nawe udela izingane ngenxa yendoda ubolile mama
Sitetelegu, dank cc, ngikwethulela isigcoko ❤ 100%
My favourite show I can't miss this show I love this presenter
❤ngiyayithanda indlela ophatha ngalo uhlelo Stetelegu, uyimbokodo❤
Uma ngikengahamba ngaya ekhaya ngobuya indoda yami sebeyithathile😂😂😂😂😂😂hhaii south Africa
Jesu uyabuya ngampela kwenzakalani emhlabeni?
Heyi shem Stetelegu you a brave cc keep the light shining
Ai xem statelegu ngyanivuma mina aiboo❤❤❤😊good work my sister
Uyisibusiso esihle neskhulu kakhulu sisi uStetelegu ❤God bless you
Usisi kaxolele umawakhe izinto zakhe ziyohamba kahle bemenzele umsebenzi uzobaryt izinto ziyovuleka
Well done 👏 stetelegu, watching from eastern cape
You are doing a great job sisi I salute you...wish you all the best Thobeka empilweni
Hayi uyasebenza Stetelegu I❤❤you qhubeka njalo uNkulunkulu akugcine njalo muhle umusebenzi wakho🎉🎉🎉
I love U Stetelegu❤
Ugqoke kahle sthandwa I like your dress
Big up stetelegu uyiboza cc cubeka utetelege njalo cc ❤❤
Hayibo Cha niyazithanda indaba😂😂😂😂😂
😂😂😂😂
Ngaze ngahleka😂😂😂😂😂😂
Ay lomama unesono 😢😢😢 syabonga stetelegu
Khuphuka lapho Stetelegu nalabo mama abangamaqili bafihla amaqiniso ngaze ngamthanda undodakazi ukuqaqeka kwakhe ngaleliqili elingumanma Hybo nihlala Nama soka sekiqine namadolo kanje 🤣🤣🤣🤣uthi umama indlu yesoka lami 🤣🤣🤣🤣ISGAXA LONGINGCWABA LA ISOKA LAMI KODWA BOMAMA THANDANI AMADODAKAZI ENU SEKUJWAYELEKILE NJE UKUTHI NILAHLE IZINGANE NGENXA YAMASOKA🙆🏾♀️🙆🏾♀️🙆🏾♀️🙆🏾♀️
❤❤❤❤Mmmm kunzima emhlabeni but siyabonga Steteleku umsebenzi wakho muhle
Ingane ithanda abafana ifuze unina. Ngihleli ngisho intombazane Uma ithanda abafana ku-deep ayizenzi isuke inedemoni elwa nalo kokunye isuke ingazi
Ayboo mna ngyabathanda Abafana kodwa umah lokhu ashada noBaba ngo1984 😹😹
U sure uyabathanda noba uva elixoki lomfazomdala ongenandaba
😂😂😂 wangiqeda shm
Ha Stete .Well done girl, ungumavumbulula ntokazi
Ngaze ngamthanda uThobeka uyazikhulumela Shem noStetelegu Shem uyibambile
Naziya ngishilo ngathu ungumama okhohlakele.Stetelegu awuve uyigudlungudlu kodwa uyisithandwa❤❤❤
*1 KwabaseKhorinte 13:5 ZUL20*
[5] *UTHANDO* aluziphathi ngokungafanele, *aluzifuneli okwalo,* alucunuki,...
Uthando lwethu lucabangela thina kuphela. Loko kudala iyintlungu neyintlupheko eyingakhulumeki. Lomama uyisithombe sabazali abaningi abanganathando, ababudedengu ngeyingane zabo. 😭
Sisize Baba, Somandla, siphenduke. Siphe uthando lwangempela lwabantwana nemindeni yethu. 🙌🏾🙌🏾
Kwaze kwabuhlungu. Siyabonga Stetelegu. Ngicela usincengele noThobeka ukuthi akasale esemxolela umama.
Syabonga umsebenz wakho cc.mina angaz noma ngiyoze ngimthole yin owam ubaba ngazo njalo izimfihlo😢😢
Xa inkos'ivuma uzamfumana CC.
Stetelugu ❤uyiqhawe sisi may God bless you and protect you
Ngicela ningipha izibindi zokufihla webafazi abanezimfihlo. Nezokulahla izingane Ngoba ai lakumina anginado kwasona...
Kodwa iphethe kahle 🙌🙌🥰
Wamuhle ngane yakwethu stestelegu❤❤❤
Waze wabathanda abafana umama hawu 😢ngiyaqala ukubona into enje jooo💔 Thobeka stay strong my daughter 😘😘😘
Qhubeka njalo Stetelegu ninoMaqumbana , noma kukho abanicikela phantsi kumsebenzi wenu bezenza ooclever , niiphiwe futhi niyiphathsiwe lento , fly high ❤
❤❤❤❤ Siyabonga stetelegu uyilwile bomama asibeni leqiniso
Yhuuu hay lo Mama uzade ancame abantwana bakhe ngenxa yeNdoda yhooo U r so Brilliant Steteleku nimtsho aphela emqaleni uMama wayivima inyaniso PHAMBILI STETELEKI NDLOVUKAZO❤❤
Hayi sesi you were supposed to be a lawyer. Unzima ntombi. And the way you call a spade a spade.. I qiniso uphuma nalo ekugcineni👍🏽❤️ You are a winner..
Stetelegu you are a best present ❤😘
Syakthanda stetelegu umsebenzi wakho muhle kakhulu ubizelwe kuwona ngathi uzalwa noQumba Maqumbane nihlakaniphe ngokfana😍😍
niyayithanda indaba, haaiiii bo!
Aw mfethu ngiyakuthanda uyawenza umsebenzi wakho yoooh sthandw sami wawufanelwe ukuba umseshi❤❤❤
Esengikubonga ukuthi ugcine elikhulumile iqiniso usisi. Abanye bafa nalo. Siyazibongela MaGatsheni.
Hayi lomama uthanda indoda kodwa usevika ngengane ukuthi ithanda abagana hayi wehlule mama
Kwaze kwanzima ngiyabuzwa cc ubuhlungu umawakho akufake kubo nami ngikubo ngyafisa nami ukumazi ubabawami muhle umsebenzi wakho cc
Phephisa Cc engathi ungamthola❤🙏
Siyabonga cc Waze wavuma abantu abadala bama secret kakhulu
Ngishiye umendo wam engiwutholile rabishi kamama 😢akaphilile ekhanda lomama usaba ukuxoshwa yindodana ukwedlula 9nth wakhe 😢😢😢😢😢
Woniwa u Gogo owashona akekho umama ongaka angavele ashiye i khaya ahlale ejondayi ngempela mental health issues Le
Ukhalela ukuthi. Indoda. bazoythatha.
😂😂😂😂😂😂😂😅 ulwabishi wesalukazi iconic unondidwa umcwayizi
Udoti kamama lo😢
@@mapasekaclara4689 umqwayizi omdala kangaka ukhohlakel nje qha
Stetelegu yezwe, ngadlangadla eveza amaqiniso phambili cc ndikunika isithsaba kumsebenzi wakho uThixo akunike amandla mhle umsebenzi wakho I love you ❤❤❤❤
Yhooo unzulu lo mama yini uqina kangaka ngobeka umntana ebumnyameni😢
Lomama uyagula ekhanda 😢hayibo
Akaguli lomama uphethwe ubufebe nje qha
😂😂😂😂ihhhheeee nizongixoshisa uyabuya lomuntu manje joooooor ayyyy abazali bethu
Stetelegu you are the best ❤
Ayyy ❤️
My favourite presenter i love your presenting, problem solver ❤❤❤🙌🙌🙌🙌🙌🙌
Stete... no girl.. uyayazinto yakho.. Nguwe... Ngu XRepo.. ng Why Mine..you deserve ema awards....Mcoleleni lo mama cc.. abesaba ihlazo...😢😢😢
Absolutely ♥️❤️🎉🥳💪