Mkhokheli Mamncwango NOmama 15June2024 Sandanezwe Temple

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 20 ต.ค. 2024
  • #ebuhleni Dlomo"s"video

ความคิดเห็น • 6

  • @jackkhize4901
    @jackkhize4901 2 หลายเดือนก่อน

    Umama wesibili ma ecula iphimbo lakhe lidlulisela umthandazo wami kuShembe

  • @lindokuhledakile7535
    @lindokuhledakile7535 3 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga Mkhabela ngokususa lela intro eyayenza sidideke ukuthi ngabe ama Roma yini. Ama Video alandela lesicelo ayisekho leya Intro, INkosi ikubusise ngokulalela wenze.

  • @lindokuhledakile7535
    @lindokuhledakile7535 3 หลายเดือนก่อน

    Qhawelezulu, ngiyethemba uyaphila. Ngiyacela ukuba ungakhubeki emoyeni akusiyo inhloso. Ngiyazithakasela kakhulu izintshumayelo kulelikhasi usivulele kulo ukuba sizwe izwe lika Jehova uNyazilwezulu. Nginesicelo esisodwa nje, ngicela ukuba uzame ukuthi ushintshe isingeniso sakho kucace ukuthi inkonzo yaMaNazaretha. Lesi osisebenzisayo senza ngidideke ngoba kungathi ngingena endlini yeNkolo yama Roma. Ilokhu kuphela mtaka Jehova, amen.

  • @SphamandlaXimba
    @SphamandlaXimba 3 หลายเดือนก่อน

    Yamnandi inkonzo i keyboard ikhala kahle uthula umsindo kuhlangene kamnandi nezeluleko ezimnandi