ขนาดวิดีโอ: 1280 X 720853 X 480640 X 360
แสดงแผงควบคุมโปรแกรมเล่น
เล่นอัตโนมัติ
เล่นใหม่
SYABONGA INKONZO EMNANDI NOKUZWA ABANYE ABANTU NJE MMMMM SYABONGA
Siyabonga baba ngenkonzo.iNkosi ikubusise.
Huge thanks 💯💯
Ngicela eyentaba yepheza plz 🙌❤️🙏
Izongena maduzane🙌
Yamnandi inkonzo, syabonga mtaka Jehovah 🥺🙌🙌🙌🙏
Yiliphi ibandla leqiniso kulomhlaba ngokwebhayibheli? Ngoba amabandla amaningi awawona aweqiniso ngokwebhayibheli, Mathew 7;21-23,1jonh 4:1,Roman's 10:1-3,2Corintians 11:12-15,2thimoty 4:3-4.
Ibandla leqiniso umuntu ulitshelwa unina noma uyise noma alitshelwe uthisha wakhe.Kodwa leli likaSomnganisi siyalazi ukuthi elik Thixo futhi akudingi nokuthi sibe abaye esikoleni ukuze sazi ngalo.ngiyacabanga uphenduliwe namuhla mfo.
@@MondliQwabe-j7fno no no othiasha abalazi ibandla leqiniso okwabo ukukukufundisa hayi kodwa ngenkolo inkolo yeqiniso uyithola ngokuthandwa unkulunkulu
Shembe uyikhosi unkulunkulu wethu
Ngineshwa Kulelibandla Elingabantu bangizonda ngingenzelutho Kubo bengangazelilutho futhi olubi isidina Sami Kubo ukubongela u Shembe lo abathi bayamthanda Izitha zami izo Lezi ezizwakala la zithi ngiyaphi ngihlezi ngisembhojeni Yeyi Bafowethu anonaka enakubizelwa Uma ngabizelwa ukuba ngihlale ngisembhojeni ngeke kushitshe ngoba sengizondwa yini Nani uma nabizelwa ukuzosola ngekekushitshe ngoba senikhuzwe yimi Khona ukudalelwa isihogo nokudalelwa izulu uyathandwa usesihogweni Ungene ezulwini waliwe usezulwini uye esihogweni Ngakho anobheka lanisebenzela Khona Ngiyabonga kulaba engiyisitha Kubo Namhla siwushiya umhlaba angasali lamazwi Abe umphako wenu
@somkhandainyosi xola bafo bayeke
Mina ngizondwa abantu ngizondelwa ukuthi ngakhuluma ngezihlabelelo ZANGAPHANDLE ukuthi azihlatshelelwa kwabe sengizithintele
Inkinga enkulu emakhanda abantu kugcwele ukuphapha nami sebekebangihlabelelise zona ikakhulu njengoba ngihlabelela uma kungo 1 day uma ngikhona Ngizengisinde uma kunikelwa phambikwenkosi Bese ngiqhubeka nokuthandaza ngoba zalapha ekhaya zingumthandazo kukhona Nje ongumshumayeli Othukuthelayo uma kungahlatshelelwanga ikakhulu lezi abaziqambe bona Ungayeki ukubakhuza uyolingena izulu Mtaka jehova sifike kuthiw kulelibandla azihlatshelelwa ezinye izihlabelelo Kodwa manje sekuze kubhinjwe lezi zakhona kubhimba yona inzalo iningi engabe ifundisa thina esifikayo Luthe u Nyazi siyaphapha kakhulu lusho sisentabeni savele sadlula wawazi nje ukuthi sekukhona ukugqoka u 14 onobuhlalu obumnyama neminazareth eno Zip ezihlakaleni ekabani le design kanti akuseyona ingubo yokunqoba eyokupighelana KULUNGILE UYEZA UMHLA WOKUPHELA
Somkhanda mfethu ngcela ukukuphathisa iseluleko phuma kubantu kholwa ukholo lwakho ziqaphele izinto ezingathandwa uShembe ukuze umbone kwelizayo
@@Lokxion747 Mahle amazwi ngiyabonga Google my office la Ngikuqashe INYOSI YEZULU ACCOUNTING FIRM
Nkosi nyazi lwezulu umkhulu baba uyesabeka Dlakadla ungu Nkulunkulu wami ngicela ukuma enva kwakho baba 🙌
Mankomo ubani ongu Nkulunkulu wakho la u Dlakadla noma U Nyazi check into oyibhalile but phela wonke umuntu uyayazi inhliziyo yakhe Amen
@@somkhandainyosi Kodwa awuphenduli umbuzo wami Somkhanda 😭
@@vusimngomezulu2500 Yingoba uyagula Lubelo ugula lokhu okungihlekisayo ngoba awuthuki muntu kodwa umbuzo wakho iwo lo owasanganiswa ngawo La ku TH-cam uhlezi ubuza wona Hla ngakuphendula uyowuyeka ngingakunika My Number ungibuze kahle but i Bible ngeke ngikuphendule ngalo ngoba labhalwa abantu abahlukene ngabakubona nabakuphupha ababengakhonzi kodwa bengamaKHOLWA akholelwa kulokho akholelwa kukhoNjengoba nawe ukholelwa embonweni yabanye abantu nasekuphikiseni nasekuhlaziyeni okudusayo iyona nkolo Yakho but angikwazi ukhonzakuphi
Yebo unkulunkulu wami ngu Nyazi lwezulu akekho omunye
Ngiyobonga Mina wasenzondweni
Ungakhali kakhulu Baba uShembe uzoba isitha kwabayizitha kuwe. Bheka kuye kuphela ungababheki bona. Bazokonisa emsebenzini wakho omuhle owenzayo🙏
@@izululethu1 Ngiyabonga u Jehovah akukhumbule nawe kwezakho izitha ezizonda ukusebenza kwakho
Lithini i bible lendlu yakini elizothi Ngokuka Lubelo noma Ngokuka Mngomezulu noma ngokuka Dlakadla lithini ihubo eliyohutshwa hla kufe wena oyongena ngalo kwabakini Umuntu nomuntu uyofa ayekwabakubo uma bese zulwini uyoyakhona kodwa ngeke ungene ungahlulelwanga uthethe wonke amacala uma besesihogweni uyoyakhona uyobuzwa ubuhlungu abakubo ngenxa yokwenza kwabo nangokwenza kwakho
SYABONGA INKONZO EMNANDI NOKUZWA ABANYE ABANTU NJE MMMMM SYABONGA
Siyabonga baba ngenkonzo.iNkosi ikubusise.
Huge thanks 💯💯
Ngicela eyentaba yepheza plz 🙌❤️🙏
Izongena maduzane🙌
Yamnandi inkonzo, syabonga mtaka Jehovah 🥺🙌🙌🙌🙏
Yiliphi ibandla leqiniso kulomhlaba ngokwebhayibheli? Ngoba amabandla amaningi awawona aweqiniso ngokwebhayibheli, Mathew 7;21-23,1jonh 4:1,Roman's 10:1-3,2Corintians 11:12-15,2thimoty 4:3-4.
Ibandla leqiniso umuntu ulitshelwa unina noma uyise noma alitshelwe uthisha wakhe.Kodwa leli likaSomnganisi siyalazi ukuthi elik Thixo futhi akudingi nokuthi sibe abaye esikoleni ukuze sazi ngalo.ngiyacabanga uphenduliwe namuhla mfo.
@@MondliQwabe-j7fno no no othiasha abalazi ibandla leqiniso okwabo ukukukufundisa hayi kodwa ngenkolo inkolo yeqiniso uyithola ngokuthandwa unkulunkulu
Shembe uyikhosi unkulunkulu wethu
Ngineshwa Kulelibandla Elingabantu bangizonda ngingenzelutho Kubo bengangazelilutho futhi olubi isidina Sami Kubo ukubongela u Shembe lo abathi bayamthanda Izitha zami izo Lezi ezizwakala la zithi ngiyaphi ngihlezi ngisembhojeni Yeyi Bafowethu anonaka enakubizelwa Uma ngabizelwa ukuba ngihlale ngisembhojeni ngeke kushitshe ngoba sengizondwa yini Nani uma nabizelwa ukuzosola ngekekushitshe ngoba senikhuzwe yimi Khona ukudalelwa isihogo nokudalelwa izulu uyathandwa usesihogweni Ungene ezulwini waliwe usezulwini uye esihogweni Ngakho anobheka lanisebenzela Khona Ngiyabonga kulaba engiyisitha Kubo Namhla siwushiya umhlaba angasali lamazwi Abe umphako wenu
@somkhandainyosi xola bafo bayeke
Mina ngizondwa abantu ngizondelwa ukuthi ngakhuluma ngezihlabelelo ZANGAPHANDLE ukuthi azihlatshelelwa kwabe sengizithintele
Inkinga enkulu emakhanda abantu kugcwele ukuphapha nami sebekebangihlabelelise zona ikakhulu njengoba ngihlabelela uma kungo 1 day uma ngikhona Ngizengisinde uma kunikelwa phambikwenkosi Bese ngiqhubeka nokuthandaza ngoba zalapha ekhaya zingumthandazo kukhona Nje ongumshumayeli Othukuthelayo uma kungahlatshelelwanga ikakhulu lezi abaziqambe bona Ungayeki ukubakhuza uyolingena izulu Mtaka jehova sifike kuthiw kulelibandla azihlatshelelwa ezinye izihlabelelo Kodwa manje sekuze kubhinjwe lezi zakhona kubhimba yona inzalo iningi engabe ifundisa thina esifikayo
Luthe u Nyazi siyaphapha kakhulu lusho sisentabeni savele sadlula wawazi nje ukuthi sekukhona ukugqoka u 14 onobuhlalu obumnyama neminazareth eno Zip ezihlakaleni ekabani le design kanti akuseyona ingubo yokunqoba eyokupighelana KULUNGILE UYEZA UMHLA WOKUPHELA
Somkhanda mfethu ngcela ukukuphathisa iseluleko phuma kubantu kholwa ukholo lwakho ziqaphele izinto ezingathandwa uShembe ukuze umbone kwelizayo
@@Lokxion747 Mahle amazwi ngiyabonga Google my office la Ngikuqashe
INYOSI YEZULU ACCOUNTING FIRM
Nkosi nyazi lwezulu umkhulu baba uyesabeka Dlakadla ungu Nkulunkulu wami ngicela ukuma enva kwakho baba 🙌
Yiliphi ibandla leqiniso kulomhlaba ngokwebhayibheli? Ngoba amabandla amaningi awawona aweqiniso ngokwebhayibheli, Mathew 7;21-23,1jonh 4:1,Roman's 10:1-3,2Corintians 11:12-15,2thimoty 4:3-4.
Mankomo ubani ongu Nkulunkulu wakho la u Dlakadla noma U Nyazi check into oyibhalile but phela wonke umuntu uyayazi inhliziyo yakhe Amen
@@somkhandainyosi Kodwa awuphenduli umbuzo wami Somkhanda 😭
@@vusimngomezulu2500 Yingoba uyagula Lubelo ugula lokhu okungihlekisayo ngoba awuthuki muntu kodwa umbuzo wakho iwo lo owasanganiswa ngawo La ku TH-cam uhlezi ubuza wona Hla ngakuphendula uyowuyeka ngingakunika My Number ungibuze kahle but i Bible ngeke ngikuphendule ngalo ngoba labhalwa abantu abahlukene ngabakubona nabakuphupha ababengakhonzi kodwa bengamaKHOLWA akholelwa kulokho akholelwa kukho
Njengoba nawe ukholelwa embonweni yabanye abantu nasekuphikiseni nasekuhlaziyeni okudusayo iyona nkolo Yakho but angikwazi ukhonzakuphi