Impendule nansi!! I IFP yathengwa i Stellenbosch mafias ngesikhathi kuzovotwa. Yingakho yaba ku moon shot pact, IFP is loyal to white people hhayi kubantu abamnyama.
Premier from 18% , Majority party must rule, why make must be oppressed every corner, Four parties against one, that is unfair kwi Justice yase South Africa 🇿🇦
@sibusisodube6835 ubala Lolo Sbuda...Uma nje sinikwa amalungelo wethu njenge majority party e KZN , just all other provinces , have decided ukuthi basebenzisana nobani hhayi nabani...injalo indaba
@@sibonisophumlanintuli3233 Ilungelo lokuphatha uhululumeni likaqala ku50+1%,uma engekho othole lokho, wonke amaqembu anelungelo lokucinga o partner abangahlanganisa nabo ama votes ukuze kuphume lo 50+1%. Awukho umthetho othi abanamavoti amaningi kodwa bebebengaphansi kuka 50% kumele banikwa ichance kuqala, and if they fail others may follow. No. Even at a national level all the other parties could have easily combined their votes benze uhululumeni, isale kanjalo iANC. At local government level sibonile kwenzeka eJohannesburg, Tshwane and Ekurhuleni, la amanye amaqembu asungula uhululumeni yasala kanjalo iANC ibe inama votes amaningi. Good news for you though, iqembu lakho lisengawashela amanye amaqembu eg IFP uma bevumelane, uhlakazeke lohulumeni okhona we province, njengoba yenzile iANC komasipala eGauteng. So I hope uyabona akukho muntu orojiwe la. It's just politics.
ANC, KZN wants to be in same position as ANC Gauteng because of foolishness of Mbalula not nurses structures while the top structure is powerless because of voters outcome 😂😂.
I don't like ANC,however if they recognize that they both got through the back door to govern KZNà against the express wishes of majority KZN MK Voters ngingaba phakamisela izandla
Bafwethu uRamaphosa ukwazile ukubalekela abantu abebemcindezele abamhlophe why ehamba ne Palestine against Israel leyonto inomthelela kwipolitiki yethu ingakho DA imgxeka uma ethi Ramaphosa RSA ally yeRussia lokhu obekufunwa iMK bayizwi linye manje ukuthi bangamasela vele bayiwona but njengamanje future yeSouth Africa incike kwiMK neANC🙏
Godole wayithetha inyani yoh Viva Mkhonto wesizwe !
Washo uGodole wathi uNtuli usafudimeza isihlalo😂😂😂😂😂😂
Nje😂😂😂😂😂😂
Washo ngawakhumbula amagama akhe uGodole.
And washo bamzonda abaningi 😂😂😂
Kahambe Bo wayengene NGO back door😂😂😂😂😂
Akaphume wake wakuzwaphi ukuphatha ngo 18% imihlola siyadakelwa
cha vele wangena ngoback door lombhemu
Kodwa uzophatha
Wabekwa ngo mkhoshosho what goes around comes around.
KwaZulu Natal kwelika Mthaniya likaPhunga noMageba isiZwe savotela uMkhonto weSizwe woza Mkhonto weSizwe usikhulule💚💚🖤❤️
Akahambe
Usomathuba akahambe nje asimvotelanga sizofunzwa nje
Akahambe ayolusa ekhaya
Awuth sikuphendule Mk yakgandelwa ukulungisa ANC.... Washo njalo.... UZuma wathi akaphumi ku ANC but wakha i Mk to renew anc
Akaqhubeke untuli ikwazulu natal igcolile qhubeka mphemba
Impela washo njalo Msholozi
Wangena ngopotsho 18 no 45 kunomehlukok omkhulu. Ngokwezinamba zokuvota kwakufanele angangeni ukuba uNdunankulu
Akahaaaaambeeeee
Yangidinakabi iIFP I.ishada me DA kanye.ne ANC minangithi ibambengakho kusazoshuba
Majority rule nje qhaaa akahambe ayekhaya❤❤
Akahambe kusekuhle nje angaze ahambe sekhala
Iqiniso nje uhulumeni wakwazulu Natal useza kahle kakhulu
imisebenzi emihle eyokuntshontsha iprovince ungavotelwe angiqondi uyazi
Ngaze ngajabula kakhulu futhi, hawu!! Yaphenduleka imithandazo yabantu bakwa Zulu Natal. Kwakuvotelwe iMKP kwasekuqaleni.
Ngeke iphathe la KwaZulu-Natal.
Sawina ngamalengiso thina la eKZN
UNtuli wangena nge back door akahambe,akunathuba la okumele anikwe lona.akumelanga nje nokuthi uwu Premier abantu base KZN azange bamkhethe,
Akahambe wayengene ngephutha
Ungajahi ukukhuluma, Zuma is a chess player
Mchunu incoming Premier
❤❤❤❤❤
Yebo kuleyondawo, iyalayeka i IFP😅.
Ave niphupha emini. I government of provincial unity ayiyindawo
Bafethu asifunde ukwamukelana, Mr Mphemba asizona izitha, siyindlu emnyama sonke, nje engikucelayo ake sihlangane ndawonye
Bakithi akunamsindo kulento uyayazi nje naye i Mk ya win kzn kwaphela nje akahambe
Thatha mkhonto thatha sarogelwani ngamavoti siwinile
Kanti ubani ongakaze athi ANC amasela ? Ne IFP bisho kanjalo vele but yajika
Udakiwe wena abantu bafuna intuthuko hayi iphalamende
Abahambe laba ngoba umasibadlalisa ibholalao bayakhala...inkatha ayimelanga iqiniso kwakumele imene MK..UHLABISA WASIBHAMPELA...
Umhlaba nizowuthola Ngoba seniwmkhonto?😂
Nina niyi Ifp nasidayisa sasifuna ukusebenza Nani nadonswa Helen Zille
Abelungu basaqhubeka ngokusiphatha besebenzisa abanye abantu abamnyama ngoba bazi ukuthi thina sisazondana sodwa, asithembani kodwa sithemba abelungu. Bayasihlukanisa bese besiphatha kalula nje ngaleyo ndlela.
Mina angazi ukth abantu bathuswa yn Mangabe iMK ihlangana ne ANC Ngoba uZuma washo ukth uzobuyela kuANC Ugodide vele wayengene ngefastela Asimfanele lesikhundla Akasishiye ngokuthula Nake nambona upremia ka 18 pc
Kwakutheni inkatha ingavoti ne mk
Babebona kuncono Anc neDA
inkathi iqembu labelungu eliholwa zicuse zabamnyama
Impendule nansi!! I IFP yathengwa i Stellenbosch mafias ngesikhathi kuzovotwa. Yingakho yaba ku moon shot pact, IFP is loyal to white people hhayi kubantu abamnyama.
njee....
@@tumelojasonmngadi7893 ngiyakuzwa
IFP yama sell out, kwakmele ngabe kwasekuqaleni yahlangana neMKP kukhishwe iANC buka ke manje sekunjani ngenxa yokuthanda kwabo abelungu
Inkinga yayingeke ikwazi ngoba isaba yizincelene zabelungu base Stellenbosch. Iyamdayisa umuntu omnyama ihlangene ne DA.
I IFP ayiyeke ukuba imikhovu yabelungu.
Mina iyangixaka letho kaNtuli ethi bathole abantu abako30 eThekwini abangenazo izi nvumo ukuba kuleli akukona ukusebenza lokho itheku likhulu kanje ngabantu bokufika bengaka basadlala laba kumele thina SiMk amaphoyisa asebenze inyanga yonke ekhuculula usuku nosuku kucululwa hayi lokhu ukusikhohlisa nje bedlala ngamadlebevethu
Premier from 18% , Majority party must rule, why make must be oppressed every corner,
Four parties against one, that is unfair kwi Justice yase South Africa 🇿🇦
Nizowuthathaphi lo 6% enishoda ngawo ukuze nibeke ipremier yenu?😊
@sibusisodube6835 ubala Lolo Sbuda...Uma nje sinikwa amalungelo wethu njenge majority party e KZN , just all other provinces , have decided ukuthi basebenzisana nobani hhayi nabani...injalo indaba
@@sibonisophumlanintuli3233 Ilungelo lokuphatha uhululumeni likaqala ku50+1%,uma engekho othole lokho, wonke amaqembu anelungelo lokucinga o partner abangahlanganisa nabo ama votes ukuze kuphume lo 50+1%. Awukho umthetho othi abanamavoti amaningi kodwa bebebengaphansi kuka 50% kumele banikwa ichance kuqala, and if they fail others may follow. No. Even at a national level all the other parties could have easily combined their votes benze uhululumeni, isale kanjalo iANC. At local government level sibonile kwenzeka eJohannesburg, Tshwane and Ekurhuleni, la amanye amaqembu asungula uhululumeni yasala kanjalo iANC ibe inama votes amaningi. Good news for you though, iqembu lakho lisengawashela amanye amaqembu eg IFP uma bevumelane, uhlakazeke lohulumeni okhona we province, njengoba yenzile iANC komasipala eGauteng. So I hope uyabona akukho muntu orojiwe la. It's just politics.
Ayiwinanga inkatha zibuhlungu izinhliziyo ifp ayiwinanga awudonswe khaphethe abantu abakhethe mk ngamavoti
18% wake waphatha bani fuseg we baba wabantu gede
Mr Ntuli siyakudinga hhayi uyohlala ekhaya kodwa sisebenzisane, anginankinga, mina ngithi cha angahambi kodwa abe ngaphansi kweqembu, baningi abashiye EFF & ANC bakuma position. Mina ngi MK kodwa akubonakale ukuthi unikwa muphi umsebenzi
18% awukaze ube pass
Mbomvu awudonswe udonswe ukhaphethe akaye ekhaya not e King cetshwayo ilikho iqili elizi khotha emhlane
Cha lendoda yona sengathi izakahle inkinga ingene ngopotsho naleli qembu lakhe ukube nje bahlangana ne Mk ngabe ngabe kuryt kakhulu
Cha uyasebenza uNtuli siyamfisa asebenze kakhulu.
Ibusa njani Inkatha ngo18%? Iphi idemocracy lapho? Kahleni Bo! Yekani ukudonswa ngamakhala yeDA!
Akahambe impela
Akahambe, no PA bakhe bangasali, banqaba ukubona abantu base kzn , bahambe bonke 😂😂😂 asisamdingi asisafune meeting naye akavele ahambe 😂😂
ifp ayiphumule asiyboni nase mhlathuze yenzani😢
Bafethu nani bodade ngicela sifunde ukubambisana singalwi sodwa ngyacela please bafethu
ANC, KZN wants to be in same position as ANC Gauteng because of foolishness of Mbalula not nurses structures while the top structure is powerless because of voters outcome 😂😂.
@@PhumlaneAmbroseNdaba-n6o yes iDA ngeke iwanuke lama province Azikhale
I don't like ANC,however if they recognize that they both got through the back door to govern KZNà against the express wishes of majority KZN MK Voters ngingaba phakamisela izandla
Bafwethu uRamaphosa ukwazile ukubalekela abantu abebemcindezele abamhlophe why ehamba ne Palestine against Israel leyonto inomthelela kwipolitiki yethu ingakho DA imgxeka uma ethi Ramaphosa RSA ally yeRussia lokhu obekufunwa iMK bayizwi linye manje ukuthi bangamasela vele bayiwona but njengamanje future yeSouth Africa incike kwiMK neANC🙏
Aybo baba uma uthi iphalamende alibuyele oLundi uchazukthini dont you know that Pitermaritzburg is the capital city in KZN?
Yeah wayebekwe ubani? Ngubani owathi IFP ayifonele amanye amaqembu ibe inamavoti amancane? Akahambe ayobipha kwakhe
Iphutha linye ukuhlangana ne DA ,kwakubuzwa ukuthi kungani I anc ingacelanga ezinhlanganwen zakubo njengo mk, ifp etc kunabakufakwe abakwandlebezikhanyilanga,ay ukuthi ,KODWA godide akaphumule
Akahambe yey akunathuba
I.F.P yamaxoki nabadayisi besizwe hlangana zulu SIYANQOBA ngalabadayisi ayibuye i Africa viva M.K.P 🖤💚🇿🇦✊🏻
@@CirylluckyZulu💚🖤💚🖤✊️✊️✊️
@MaryMemela-e8d jikijela mkhonto wesizwe 🖤💚
@@CirylluckyZulu jikijelaaaaaa mkhonto wethu
Ayi uzenzile uGodide ngoba usuke wagadla kabi wagadla ebhodweni lezinye insizwa engikuqondile ngalenkulumo uNtuli usuke wathinta ngapha kwabokufika kanti ontabaa kazikhonjwa bayadla ngabo manje usuke wafuna ukubakhiphisa iqatha ebese bekade behlafuna mina ngithi akahlale
Wayefakwe ubani Vele? Ngoba abantu base-KZN abambekanga
Akahambe khon kuphel lobuxoki imk ezophatha kwasekuqaleni sasikhethe yona
Akayo khaya ayolisa imbuzi mk party ayi thathe vele iyo biggest party kzn
Why kukhishwe i-IFP instead of DA
Cha bandla umhlonishwa umnumzane Ntuli akangapholisimaseko.
Akalethe uMSHINI, akangawbambezeli
Angeke babengamsela ngoba bozosebenza bonke MKP izobe ibabukile njalo ngoba sifuna leGNU ifefi jikijela mkhonto jikijela
siyoyicela ivuthiwe, asazi iyozala nkomoni, ayihambe inkatha isinempakamo kakhulu ngo 18% nje qha
thulasizwe sthole konje wagcina umchibiyelile lo std 3 wakho owampinda several times nanamuhla usabhibhidla
Akahoduke and kwakungamele aze asindele nje kwasekuqaleni
Iyalayeka i IFP khona iyofunda ukuzimela nangelinye ilanga
Isazokuphatha IFP ngo 18 percent.
Zyakhala manj 😂😂😂
Ziyalila😅
Vutsek phuma ku MK kwasekucaleni I MK kwakumele vele kube ngiyo ekhetha kuthi ingasebendza nobani because yathola u 45% lapho e kzn
I IFP amasela abantshontsha iKZN
😂😂😂😂
Usebenzile uMphemba umsebenzi wakhe siwubonile eKZN exosha abokufika okwahlula uKaunda usebenzile Mphemba
Ngoba nakhu exosha amadoda aboangama nigeria.
Sasho sathi 45% n 18% azifani. Akaphume lona
Nakho kumele siqonde nje
Ifp got 18%but it has premiere en mk 45%no premiere where is majority rule policy.
Gwaza Mkhonto wesizwe 💪💪💪💪💪💪💪💪
S/A is a joke 😅😅😅
Gwaza mkhonto
@siphamandlabrian6476 💪💪💪💪mayibuye
Gwaaaaaaza MKHONTO Gwaza
IFP yavumelani ukujoyina GNU noma sebazi ukuthi DA iyona ephethe ngamavoti lokho nje kodwa kusho ukuthi izikhulu ze IFP ziyakhokhelwa ukudayisa amavoti abantu bayo
Hellen zille said it took 5min to put together kzn parliament.
Wawuyaphi ungavotelwanga wawuhaphi . Uyalunga ubesephakeme kakhulu
Akayi ndawo wavotelwa yithina uNtuli.
Bekungakuhle kube bebengathola uPremier omusha lapha, I'm not convinced with ikhehla eliwu Mchunu hai kabi
Yazi bafethu kunzima okwasenkandla yazi umsebenzi wemeya nomasipala awukho umsebenzi wabo kuza udecember bazobe benyusa ivolomu enukayo izidingo zabantu awuboni Lutho cha kubi yazi
Konakele😂
Let jim go
Ungazodakwa la wena ngalombuzo wakho ngoba iAnc efuna imk
Ukuba IFP sihlakaniphile ngabe igxume kuqala ya vote ne MKP yashiya le GNU engekho
Ntuli is outstanding in his work
AKAPHUME WADLALA NGATJI WATHI UZOSISIZA ASIXASE DOLOLO NOVEMBER MANJE MUST GO KUMANJE IZIKOLE AZIMALI UYAPHELA MANJE UNYAKA DOLOLO
Vele i mk kusewu anc lowo nethuswa yini ngoba wazho uZuma ,ubugebengu ngeke buphele
Iqiniso alikho emhlabeni😢😢😢😢
Wenzeni lo baba
All I know ukuthi Jesus is coming soon repent before it's late uJesu uyabuya maduze sizoya ezulwini siphila phi RAPTURE isemnyango
Khozeni asisemnyaka sayinikA amasela that was 30 years ago
Hayi khona ubuza kabi baba Ntuli oyongena sesobona ukuthi uza nani.
Niyazazi izindaba madoda 😮
Ninamanga nibadala kangaka kwathiwa idayisa ngabantu ngokuba yumbimbi nabelungu manje niyayona lento
I Mk ayi khona
Gqim shelele
ubufuna kube uwena sweet 16 kungabi umchunu konjwa sweet 16 what qualificstions in varsity did you obtain
MK yenza loku o kwenziwa yi IFP, ziyakhala manje MK nifuna Amandla ANC ufuna abantu engabethemba, kunjalonje
Ezulwini kujabula nonke abalwela lomzabalazo wabantu abamnyama ngewiniso igazi labo liyakhuluma impela abahambe njekahle
Isono ngani akayi ndawo nidlala izifiso ayikho leyonto Nkosi yami😂😂
Akafambe
Mhlaka 24th may 2024 uMnumzane Hlabisa uthi ngeke aze asebenze ne Anc ngoba ingamasela futhi iyibulele ikzn namhlanje usebenza nobani??