This is a classic example of how the church and family fail us. Her attitude of seeing good out of all the bad that happened is a priceless attribute. Some if not most of us (men) are unable to handle partners who are doing better than us. You are a rare gem and it's a very unfortunate that some people did not realise it. May the good Lord continue to flourish you. NAT Radebe Soweto
Waze yayithetha inyani my brother. Is it because men are created to have, i don't think so. Perhaps they are supposed to be providers, but they're value will be seen even more if they support their productive wives. Loved women should be more successful in normal circumstances.
Umnyeni wakho akakaze akuthande cc yisikhohlakali akqhambe eyokotiza ejele for the fact that he killed your kids his own seeds noma ngabe you defend yourself but lobaba azange akuthande uzibulala kanjani izingane zakhe kodwa ngibabekile abakhwenyani ejele uzoba intombi yesgodi uzodliwa noma ubani lonke uhlobo lwendoda esejele izodlalela kuye izinqa zophela nya
Kodwa baphi laba bazalwane ababethengwe isitha bekholwa lo baba ukunokuthandazela umshado wenu. My advice is ungathathi i side uma ufuna ukusiza umuntu. Bazalwane aniyeke ukuchema uma nisiza imindeni, khulekani uNkulunkulu aniphe ubuhlakani when dealing with family matters😢
Yaze yabuhlung indaba yaloSisi💔.But there were too many warning signs wokuthi alukh' uThando kuloluThando.Nokbekezela kuze kweqe,is not okey.uSisi ubemthanda over the limit uMyen wakhe...Kodwa uMyeni Cha🖐️...Awu! Kodwa ngeyiNgane Jesu! 🙆🙆🙆
Phephisa sisi, u did not deserve that nor did your kids. I pray God gives me the strength to walk away n never look back when my husband is abusive to me. My mom stayed in an unhealthy, abusive marriage not considering our feelings as her kids n we still carry that trauma to this day.
Zanele this is not hw u let someone talk abt their story.....it's like now she says wat u want her to say......instead of her narrating her own life...... Asisizwanga kahle lesi story singamanqampunqampu too mch, uyaxoxa umuntu umngena emlonyeni umshintshise umbuze okunye engakaqedi lokhu akakushoyo yena....ay!!
Yaze yabuhlungu indaba ka cc isikhwele siyinkinga too much. Ukukholwa ngumsangano wodwa nje lento yingakho ngingenaso iskhathi salento ngoba kukholwa kufuye osathane ngaphakathi
Kwaze kwanzima. Ntombi is very soft outside but she is more than a man in braveness. Thanks cc for sharing your story. UJehova akukhumbule coz I strongly feel ukuthi umyeni wakho usamthanda uma engaphuma nginomuzwa wokuthi usangaqalaphansi. Unothando lokungazenzisi and you find excuses for ukthethelela okonayo.
aYhoo yhoo Cc you are strong ungenze nami nga stronger than before this is pathetic but what i know God was there n He is still there He knows the reason It's true kunzima emhlabeni nam oneday i ll make time to call you so as to gain strength💔💔
Ungikhumbuza impilo engadlula kuyo ngisemncane. Its difficult to survive abuse if there's no one listening to you. UJehova akuphe njalo amandla amasha ukwedlulise.
Makadunyiswe u Jesu Kristo ku mam Ndlela yooo Waze was strong mam yazi Kuba semshadweni kunzima and lomnyeni ubenomona vele banomona angazi muntu uvumelani ukushada nomuntu omuhle if ezobuye Abe no jealous ,Kuba kwakuyimina ngangizofa ngiyakubongela ngesibundi onaso cc phinde ngithembe indoda😭😭
People can say the most vile things about a person when she is at her lowest point. I can attest. Imagine your kids are permanently gone and people still curse you.
Mina ngishaywa ngumyeni wam ne family yakhe umyeni wam ujola nomakhelwane wam ude wamthatha wamsa kwi famaly yakhe uthi uzomtshata ngoba mina angizizali ngiyahlekwa ngomakhelwane ne family yakhe ne friend zakhe ngexayakhe 😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢
It's so easy to judge if you've never experienced the situation,some of us went through similar situations ,to those who are trying to be thomases be careful not to see it happening to you or your kids
This is a classic example of how the church and family fail us. Her attitude of seeing good out of all the bad that happened is a priceless attribute. Some if not most of us (men) are unable to handle partners who are doing better than us. You are a rare gem and it's a very unfortunate that some people did not realise it. May the good Lord continue to flourish you.
NAT Radebe
Soweto
Waze yayithetha inyani my brother. Is it because men are created to have, i don't think so. Perhaps they are supposed to be providers, but they're value will be seen even more if they support their productive wives. Loved women should be more successful in normal circumstances.
Umnyeni wakho akakaze akuthande cc yisikhohlakali akqhambe eyokotiza ejele for the fact that he killed your kids his own seeds noma ngabe you defend yourself but lobaba azange akuthande uzibulala kanjani izingane zakhe kodwa ngibabekile abakhwenyani ejele uzoba intombi yesgodi uzodliwa noma ubani lonke uhlobo lwendoda esejele izodlalela kuye izinqa zophela nya
Zanele ukhuluma kakhulu , Nika iskhathi lomuntu oxoxa indaba, don't interrupt too much
Seconded MFT Aicha uyaphazamisa uSis Zanele akayeke umunt axoxe bes embuza ekugcineni uyabhora nje
Jto ay shame yangibhora nje mina
Kodwa baphi laba bazalwane ababethengwe isitha bekholwa lo baba ukunokuthandazela umshado wenu. My advice is ungathathi i side uma ufuna ukusiza umuntu. Bazalwane aniyeke ukuchema uma nisiza imindeni, khulekani uNkulunkulu aniphe ubuhlakani when dealing with family matters😢
Isifundo kulendaba ukuthi uma senixabana njalo nomuntu wakho, kumele lisheshe linqamuke igoda kungaze kube worse.
Painfun ukuganaa inja
Kant ubaba uNdlela wayonakele kanjena ngangmethemba enkonzwen kant uSathane uqobo
Banjalo 🤞
Noma ngabe wawufebile noma ngabe wayefebile sasingekho isidingo sokubulala abantwana
Yaze yabuhlung indaba yaloSisi💔.But there were too many warning signs wokuthi alukh' uThando kuloluThando.Nokbekezela kuze kweqe,is not okey.uSisi ubemthanda over the limit uMyen wakhe...Kodwa uMyeni Cha🖐️...Awu! Kodwa ngeyiNgane Jesu! 🙆🙆🙆
Lendaba yothi emendweni kuyabekezelwa izosiqeda iningi lifa libekezele ngoba abadala besho 😭
Eyi waze wanesihluku umuntu wasilulaza samadoda
Ncese sthandwa sam cishe umyeni wakho wayene bipolar disorder
Eigh ngoba sithwele kanzima singo mama sibonga uNkulunkulu ukukuqinisa cc wam
Phephisa sisi, u did not deserve that nor did your kids. I pray God gives me the strength to walk away n never look back when my husband is abusive to me. My mom stayed in an unhealthy, abusive marriage not considering our feelings as her kids n we still carry that trauma to this day.
Zanele this is not hw u let someone talk abt their story.....it's like now she says wat u want her to say......instead of her narrating her own life...... Asisizwanga kahle lesi story singamanqampunqampu too mch, uyaxoxa umuntu umngena emlonyeni umshintshise umbuze okunye engakaqedi lokhu akakushoyo yena....ay!!
😢😢😢 sengifisa nokumbona u sisi angixoxele kahle
She has done a good job in asking relevant questions, that allows her to touch on different incidents.
Ei engathi uNkulunkulu engasenza amadoda ancono konkosikazi bethu "bakusasa"🙏🏿
Sithi umshado akusilo ijele but bazali bomakoti nani niqaphele if usisi ebaleka eza ekhaya nizame ukuthi nisukume ngoba kusho ukuthi akuhambi emzini wentombazane .. IBUHLUNGU lendaba kasisi and ISIFUNDO Siyabonga ukuba Strong kwakho nokuqwashisa abanye
Mhla ngathola amandla ukxoxa olwami udaba nami ngoba aybo izinceku 😳ngyabonga mina angimcabangi nje umfundisi sengihlale naye 15yrs wonke emshadweni weeee🚮
❤❤
Shuuuu kwaze kwanzima
Ey zi abusive ezinye izinceku
saba abazwale.
ayikho lempilo abayiphilayo
ingakho izwe linnje..God is angry
izenzo zethu
😢😢😢😢😢
But ustrong cc umona wakhe mubi kakhulu lobhuti
Weeeeee hhay sisi unenkinga enkulu nkosiyami😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭
We cc ngiphuma empilweni ecishe ifane neyakho😢indoda ibingishaya ingibiza ngesfebe cabanga umuntu bengishade naye ubengishaya every week coz bengishaya aze angikinye ngizwa kuphela umoya angishaye ngize ngisale nqunu phambi kwabantwana 4yrs ngiphila leyompilo cc namanje kuningi okusenhliziyweni yam akudluli mangimbona engathi ngamnquma ikhanda mhlampe ngingaxola emoyeni😢😢mayeqeda efuna kulala NAMI angibize ngesfebe naphakathi kwabantu ngalowo mzuzu akaze angithole ngijolA kodwa njalo bengithuka ngokuthi ngiyisifebe athi abantu bayamtshela ukt ngiyisifebe yeyi ngimhalela ngocelemba cc mhlampe kuyodlula
M sorry cc, ppl like to create stories, ngicela,
cc don't doubt God, he's going to heal u, I feel for u
Bekezela bekezela ay never xem women must not bekezela. Some Churches will be the end of us
True sisi
Hayi nawe Kodwa Sisi, uthando lwendoda lwalu ngaphezu kothando lwezingane zakho,isfundo kuthi sonke
Wayene bi-polar ubaba wezingane,akabonakali umuntu onayo,nobungozi bakhe abunakeki. Thina bantu abamnyama asizinaki izinto ezithinta umqondo sivele sizimboze ngokukholwa singayi kofuna usizo nezeluleko kubantu abakufundele futhi abangakwazi.
dont stay to abuse relationship for the sake of the children that is nonsence cz you are living your own life uderseve ukupila
thanks
Sisi wami loluhlanya lwendoda wawuluthathephi Korea? Uthi did you have even a slightest idea that you are married to a lunatic? Sorry sisi wami
Hey abekho abantu abakhohlakele naba judgemental njengabazalwane. Kwaze kwababuhlungu
Kwaze kwabuhlungu sisi vele abantu uma unenkinga bavele bathi wafeba bengayaz wena inkinga osuke ubhekene nayo
Indoda beyikuhlumeza 4years wena ukwazi ukuyishiya nabantwana.Cha bantu besfazane niyamangaza
Imishando iyasihlukume physical motional, but Sihleli😭
Please sis sick counselling
Weee cc wathandana nomuntu One biopolar
Kwaze kwabuhlungu abantu bakhuluma yonke into abayuthandayo engabe bayakuzwela but akukho okwehlula uNkulunkulu yena onenduduzo ephelele
Yeye Jessu silahlelweni kanje. Mina yawusaba mshado. Ngazibonela abantu bebulalana ngenxa yotthando. Ade impilo siyifunda kubo
Yaze yabuhlungu indaba ka cc isikhwele siyinkinga too much. Ukukholwa ngumsangano wodwa nje lento yingakho ngingenaso iskhathi salento ngoba kukholwa kufuye osathane ngaphakathi
Sathane lomkhulu nguwe....umane umkhomba...emasontweni...waletswa...matje...lamhlabeni...noma .uyivula..nje...khandalemamba...
Hlala njalo ku Jehova ungasuki kuye Abantwana baphumule ngokuthula akukhomuntu oyophila phakade kulomhlaba singabahambayo sonke lnkosi ikubusise
😢😢😢😢😢😢ay cc ngabe ngaqala lapho mina ukuhlanya, hawuuuuu Jehova😢😢😢😢😢
😢😢😢I don’t have words akuthwale njalo uNkulunkulu omkhonzayo,thina makholwa ake syeke ukuthi sikhulume kakhulu indaba singayazi😢
Cc ibuhlungu lento yakho, kodwa uThixo ukhona uzokupholisa noma kunzima, laba abakuhlulela ngamanga kuyeza naku bona, thina eskhule phansi kwalesisimo, ngisiqonda kahle isimo sakho uThixo akufukamele dadewethu
I can relate having family member who changes personality for 37 years ngaphandle babona ingelosi yenkosi endlini isilwane sento
😭😭😭😭ingane phooo. Inkiya yethu singabantu yiku judge umuntu kodwa limbiza ngamaga kodwa nkosiyami ngingabayini sengithola ingane zami sezilele zibulewe ngumuntu ebengithi ngimyathanda
Wakudlisa
The presenter uyangenelela njalo and kunzima ukulandelela kahle udaba
That's what I noticed, manje akasasxoxeli indaba yakhe manje usephendula imbuzo
Same here😮😮😮
Was about to say that. She keeps interrupting
Ngikhala inyembezi yaze yabuhlungu lento wona amadoda awanamandla aphinde Abe nomona cc angeke khohlwe
Lobaba wayengazaz ufunan,wayenomona nobuwena.Shuty khona lento eyayimbusa engqondwen or wafebelwa before he met u?
Yinto yokusakazwa ngenhlavu akuyona indoda lena
Yooo kubuhlungu kakhulu lokhu yaz ngizthole ngisehlisa inyembezi... Duduzeka cc
Uma wena ubona kanjalo pho izingane wazibulalelani?kwakufeba zona yini?Why engabulalanga ofebayo njengoku bona kwakho?ibuhlungu lento ngoba lento ifaka izingane.Uma wayefeba why amlandela esezakhele umuzi?Kwakumele azifunele onesimilo.Lento nje ibuhlungu kithina esazi ukuzala.Uma umuntu ekuhlupha mshiye hhayi ukubulala.😢
Yabuhlungu indaba siyambonga u Thixo ngokukuqinisa c c
Kunzima kuba umuntu wesfazane, amadoda anomona kakhulu, I buhlungu lento ucc andlule kuyo😢
Kwaze kwanzima. Ntombi is very soft outside but she is more than a man in braveness. Thanks cc for sharing your story. UJehova akukhumbule coz I strongly feel ukuthi umyeni wakho usamthanda uma engaphuma nginomuzwa wokuthi usangaqalaphansi. Unothando lokungazenzisi and you find excuses for ukthethelela okonayo.
Mmm sisi ave kubuhlungu .ngijabulile ukulalela ingxoxo yahoo.cha uyakholwa sisi
Ngiyamazi lo sisi 2016 wayeyi metron of houner emshadweni wabantwana bami
Ibuhlungu indaba yakhe kodwa siyambonga u Nkulunkulu okwazile ukumdlulisa kulesisimo esinzima
You are such an inspiration ,may God continue give you strength ,ngibonga ukuthi ukuphe inhliziyo yokuxolela 'mina angikhoni ukuxolelela '
Sis u strong God will give long life
Ibuhlungu kakhulu indaba ka cc,Mina ngicela ama number ka cc,ngoba engifisa ukukukhuluma naye kudinga umlomo nomlomo
Mina ngicela eyakho Nozishada kaMaqhoboza
aYhoo yhoo Cc you are strong ungenze nami nga stronger than before this is pathetic but what i know God was there n He is still there He knows the reason It's true kunzima emhlabeni nam oneday i ll make time to call you so as to gain strength💔💔
Ungikhumbuza impilo engadlula kuyo ngisemncane. Its difficult to survive abuse if there's no one listening to you. UJehova akuphe njalo amandla amasha ukwedlulise.
😢😢😢😢Nkosi isiqinisele abayeni Bethu nemindeni yethu
Amen
Kubuhlungu sthandwa, uJehova akuqinise . Ngiyabonga ngoba akekho emndenini wami owathi angihlale kungasekuhle .
Makadunyiswe u Jesu Kristo ku mam Ndlela yooo Waze was strong mam yazi Kuba semshadweni kunzima and lomnyeni ubenomona vele banomona angazi muntu uvumelani ukushada nomuntu omuhle if ezobuye Abe no jealous ,Kuba kwakuyimina ngangizofa ngiyakubongela ngesibundi onaso cc phinde ngithembe indoda😭😭
Ngamnakekela Nami cc Sino 4 years so divosile
Kwaze kwababuhlungu nkosi yami kanti sizophephelaphi nasezinkonzweni kuyafana baze bafa kabuhlungu abantwana ngyawesaba amadoda namuhla😢😢😢😢😢😢
Kwaze kwansi cc Ntombi isimo oke wabhekana Naso cc sengathi iNkosi ingakubopha amanxeba cc 😭😭😭
How sad this man did this to you taking your kids like that he's very evil 😢😢😢
first hear his side of story
Uma lithi izwi akuyi ngamandla omuntu Kuba umusa 37:19 ka Nkulunkulu ubengeke akwazi u sisi ukumukela koke lokhu ngamandla akhe umusa Ka Nkulunkulu
Mmmm abantu bayakuthanda khuluma into abangayezi zinja bahlulwa indaba zabo ezibaxakile nabantu bahlukumezekile langaphandle uthando lilimazana kanje lunjani saze savelelwa
Once wakishaya angeke aphinde ayeke yebo uthando luyabekezela kusuke kungasho ukuthi muyeke manje masethe uuaxolisa uvele ukholwe uxole ngokushesha
People can say the most vile things about a person when she is at her lowest point. I can attest. Imagine your kids are permanently gone and people still curse you.
uNkulunkulu ukhona sis ukuqinisile
I've been there cc ngiyayaz lento mina ave ngathukwa ngadelelwa my husband killed my first born angikaze ngi heal namanje
Askies cc nxese
😢❤
Eish sisi kubi abantu besilisa siyizinja shame sikhohlakele shame amadoda sisile
ingxaki yethu kuziba la inner voice isichazelayo ukuthi lena asiyona impilo e right...sivele siqhubeke ne ntliziyo esikukhohlisayo
😢😢😢😢
Owami cc Ntombi wathi 28/07 /2021 mayengithwala eyongibulalela ehlathini wathi zobulala ingane zami zonke ngokulamana kwazo ngambuza ingane zenzeni wathi ngifuna uhlale wazi zafa ngendaba yobufebe bakho 😢my point is kubo ukubulala ingane akusho lutho kubo lesoskhathi but usuke azwisa wena ubuhlungu 😢
Nkosi ft nje ngempela umona ifa lezinja usungaze ubulale iingane phoooo😪
Mina ngishaywa ngumyeni wam ne family yakhe umyeni wam ujola nomakhelwane wam ude wamthatha wamsa kwi famaly yakhe uthi uzomtshata ngoba mina angizizali ngiyahlekwa ngomakhelwane ne family yakhe ne friend zakhe ngexayakhe 😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢
Buyela ekhaya dadewethu ukuze uphile emoyeni usengozii awusaphephile
Cc wami cela ujehova akuphe umsebenzi uzophuma kulomuntu ongumyeni wakho siyafana mina intombi wayifakelwa unina kodwa ngo jehova ngadela konke today ngiyasebenza nginomuzi ngihlala nezingane zami angiding ngisho isondlo kuye
Cc impilo imfishane ungajabule ukubekezela akumshitshi umuntu ,nanoma uzolala ungadlile ekhaya kodwa umphefumulo wakho
Yone unokuthula
Phùma lapho mfaz 😢
Goduka cc uncame lomshado noma ngabe umthanda kangakanani
Vele kubuhlungu ukuhlala nendoda ehlukumezayo empilweni ngoba ugcina usungathi uyagula nawe sisi wami akugcine umdali siyakuthanda thina 🙇🏾♀️❤
Ey ngingumuntu wesilisa ey ibuhlungu lendaba ka sisi😢😢😢
Kakhulu mfw2
Mina Ngithi kwangenelela usatana kuyo yonke lento maybe isandla so muntu 😭😭😭😭💔
Awuuuukodwa jesuuuuu 😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭yaze yabuhlungu into isilonda esingasoze saphola empilweni
Lwaze lwabuhlungu udaba abantwana bebenzeni uthixo akakuqinise
Kwabuhlungu yezwa
Psychology should be added ku Theology, especially labo abafuna ukwenza i councelling/ pastoral care. Sorry cc.
No its demons ...the man is cruel!!!
Ayekhona amasign kuth lendoda ibiyi psychopath 😮
Phephisa ngane yami kunzima emendweni impilo kunjalo umuntu angafihli umuntu zingane zethu khulumani kunzima enyango ,laba abathi ubufebe bona inkosi iyobabona ngane yami
Yoh wabuthwala ubunzima Mom 😭 Lemdoda yayibuswa amadimomi njee😊😊
It's so easy to judge if you've never experienced the situation,some of us went through similar situations ,to those who are trying to be thomases be careful not to see it happening to you or your kids
🙆♂😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭
Mmmm kwaze kwabuhlung cc unkulunkulu akuphe amandla😭😭😭
Hawww cc umuntu obulale izingane usamkhathalela yooo uthando lwakho belistrong sheam but well sorry cc wami 💔💔💔💔😭
Xola cc.UThixo uzokupholisa.May their souls be peaceful.
Amadoda esikhathini esiningi abanimona nje vele akunadimoni lana okayini baningi abanye silala nabo everymight
Cc themba unkulunkulu. Ngayoyonkhe inhlitiyo yakho from eswatini yooooo
Awu yaze yanonya indoda ngingake ngiybulale naye indlela engingafun ng a yo ngabantabam engath engadilikelwa ijele phephisa mama ngyazi amanxeba awapheli kodwa uzophola😢😢
Weh oe!!! Ngingayishuka ngezandla
Hmm I can't take it , I'm in tears Help us God Almighty uhlazo lwabazalwani
I'm speechless 😢😢be strong in the name of the Lord, may he strengthen you 🙏 🙌
Unesibindi cc ,ubekezele kwaze kwagcina kunakele kakhulu wa lost abantwana benu ,mmmm uthando aluna formula
Cc thank you for sharing you story with us 💔am heart broken because I don't feel safe because of a relationship I was currently in 🥺🥺
Into engiyifund emadodeni anomona😢
Umona ifa lazozonke izinja akukhathalekil eyeslisa noma eyesfazane
Kodwa yena UNkulunkulu ukhona😭😭😭??kunzima Uma uzwa isihluku esinje😢😢😢😢😢😭😭
This saddens me i don't know how this lady was able to gather strength to survive. Ngiyamthandazela😭😭
Cc uphole kubuhlungu ngivele kwehle izinyembenzi ngalento
Be strong cc Ntombi uyimbokodo
Biopollar
💔💔💔💔💔💔💔😭😭😭😭😭😭
Ayi cha kodwa Cc wawu careless kwakwenze njani wena ubuye ukhathele ungalali kwakho uze uyolala ka gogo ushiye izingane ezincane kangaka nendoda oyibpayo vele ukuthi ingumhlukumezi and uyasho le encane awuyibukanga nokuyibuka ukuthi injani noma ilele noma iright noma ayikho right. Ibuhlungu lento