NAZARETH WOMEN EMPOWERMENT MINI SEMINAR (SIGALELEKILE EP26)
ฝัง
- เผยแพร่เมื่อ 8 ก.พ. 2025
- Ingudlungudlu kanye namakhosazane ebandla lamaNazaretha ahlangane ngephansi kwesiqubulo sokuzithuthukisa emazingeni empilo. Bagqugquzelana ngenqubekela phambili, basimamisa izimpilo zabo kanye neyemindeni yabo.
Inkuzi isematholeni well done mbokodo encane uNtazi luqhubeke luniphe Amandla ngalobuhlakani eninabo.yiqiniso ukuthi unkosikazi ohlakaniphile uyayakha indlu yakhe noyisiwula uyayibhidliza eyakhe
Yaze yayinhle into yamanazaretha 🎉❤
Phambili phambi nge ngudlungudlu yoNyazi syaphambili la siya khona 🙌
Ndazendamthanda uMkhokheli ❤❤❤❤
Nginithandani ❤❤❤❤❤❤❤
Yayinhle into
Ngaze nganithanda zingane zami
asibonge ngathi ningaqhubeka njalo nithuthukise ibandla
Wow 🎉ibikuphi lenqunquthela?
MaNgcobo wami gogo wami nje wearing green dress
Yinhle into yenu bantwana boNyazi siyabonga kodwa izinwele zamakula asizahlukaniseni singafani nabantu abangazi ukuthi liyaphuma noma liyashona nengilosi esaphuma nazo emanzini zingabaleki